sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Lapho bebona imikhomo isendaweni yayo yemvelo kunokuba bayibone emapuletini abo, abantu ababukela imikhomo bananela ngenjabulo, ikakhulukazi lapho imikhomo ibhukuda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uJehova walisebenzisa i - Asiriya ukuze ajezise umbuso wezizwe eziyishumi ngenxa yokuvukela nokukhulekela kwawo izithombe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalesosikhathi kwakungakashiwo lutho kuye ngokuphela kwalolosuku lwesithupha lokudala zonke lezozilwane zasezweni nolokudala umuntu yedwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, isenzo sakhe sasiwukungalaleli ngenhloso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Langa limbe eJerusalema, uJesu wayekhuluma ngoYise, uJehova, edalula abaholi benkolo yamanga bangesikhathi sakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sabe sesiqala uhambo lwethu ehlathini elikhulu noma ehlane laseSiberia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiziphi ezinye izindlela ezikhona? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngohlelo lwemfundo olunokuthula nokuqedwa kwezikhali emhlabeni wonke, uMbuso kaNkulunkulu uyokwenza sonke isintu sibumbane njengabantwana bandawonye ngempela bomhlaba wonke. - Isaya 2: 2 - 4; 9: 6, 7; 11: 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyaqinisekiswa nokuthi isinkwa samaFulentshi esizosidla sibhakwe ekuseni namuhla esitodlwaneni esingaphesheya komgwaqo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungase kudingeke wenze izinguquko ezithile, ngisho nokususa izinto ezithile ezingadingekile ukuze uzitholele ngokwakho "okuyintando kaNkulunkulu enhle neyamukelekayo nepheleleyo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lisho ukuthini iBhayibheli uma likhuluma ngokuphila okuphakade? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ababafundisi abantu ukuthi uMbuso uwuhulumeni wasezulwini oholwa uJesu njengenkosi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlaselwa Yimizwa Edidayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UHitler wayenomuzwa wokuthi amaJuda, athi ayenecala lokuntengantengisa umnotho waseJalimane, ayeyisiphazamiso endleleni eya kulomgomo okhazimulayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lamathuluzi anhlobonhlobo ahlanganisa izibuko, amakamu, izipeleti ezisahhuku, imimese emincane emihle, iziqhano zezinwele, izinsingo, nezitsha ezincane zamakha, ukhilimu, nokokuzipenda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusho ukuthi, ngokwesilinganiso, kutholakala into ephilayo entsha e - Amazon njalo ngemva kwezinsuku ezintathu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Siyalindela ngesithembiso sakhe amazulu amasha nomhlaba omusha okukhona kuwo ukulunga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ngesizathu esithile 'singasenazo izandla ezingenacala nenhliziyo ehlanzekileyo,' kumelwe sithathe isinyathelo esiphuthumayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igolide nesiliva okupendwe ngalo liyafiphala libe uthuthu uma kuqhathaniswa nobukhazikhazi bukaNkulunkulu ongunaphakade, uJehova, nenkazimulo yendalo yakhe ephilayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthole ukwaneliseka nenjabulo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye balalela ngoba bengekho abangane nezihlobo ababengabavimbela ukube bebesemakubo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo nje, ukuze inxeba liphole kunezigaba ezine ezilandelanayo ezihilelekile, okwangikhumbuza ukuthi njengodokotela ohlinzayo, umsebenzi wami umane nje uwukubambisana nesimiso somzimba sokuzivuselela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uthando lukaNkulunkulu luyisona sizathu esenza sibe khona futhi sibe nethemba lokuphila okuphakade. - Johane 3: 16. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Uleyisi Wolwembu Lwesicabucabu" - Umsebenzi Wezandla Othakazelisayo WaseParaguay | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Kodwa ubufinyelela kanjani lobu bungane bomuntu siqu noNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ambalwa amazwe ase - Afrika angase akwazi ukubhekana nezindleko zokuthumela amabutho, ikakhulukazi njengoba i - UN yephuzile ukuthumela imali eyisinxephezelo ngenxa yezinkinga zayo zemali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuhle ukwazi ukuthi umuntu ofuna ukuthandana naye unedumela elihle yini ebandleni lobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Izindinganiso zokuziphatha abazali abazitshala kubantwana babo zisabonakala zingezibaluleke kakhulu." - U.S.News & World Report | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkosi engamkhulekeli uNkulunkulu enesigqila esingumKristu ingase yenze ukuphila kwaso kube nzima. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Benesimo sokuzinikela kokuhlonipha uNkulunkulu kodwa bezibonakalisa bengathembekile emandleni ako." - 2 Thimothewu 3: 5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zikhethele. - Galathiya 6: 7, 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wamchaza njengombulali wabantu futhi wathi: 'Ungumqambimanga noyise wawo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungalazi igama lakhe, izimfanelo zakhe nendlela asebenzelana ngayo nesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosizo loFakazi BakaJehova, ungaba nethemba lokuthi izikhathi ezingcono kakhulu ziseza ezweni elisha uNkulunkulu alethembisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labantu abathobekileyo, ababheke phambili ekuphileni okuphakade emhlabeni oyipharadesi, nabo futhi babonisa ukholo egazini likajesu elachithwa; beza kuJehova ngokuzinikezela, bavume ukubhapathizwa, futhi bakhonze uNkulunkulu ngentshiseko ngethemba elijabulisayo lokudlula bephila "osizini olukhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kulelozwe elisosizini imiphakathi yamaRoma Katolika, yobu - Orthodox baseMpumalanga, neyamaSulumane ilwela indawo, abantu abaningi balangazelela ukuthula, futhi abanye baye bakuthola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba abazali benomthwalo wokukhulisa izingane zabo "ngesiyalo nangokuqondisa umqondo kukaJehova," isinqumo sokugcina sokuthi ingane iyokhula ibe yini sisemahlombe ayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi weVangeli uLuka waloba ukuthi umoya ongcwele kaNkulunkulu wathululelwa kuJesu lapho ebhapathizwa nokuthi 'wagcwala umoya ongcwele.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Lapho kuba sobala ukuthi umyeni wami wayengaphenduki, ngathatha izingane zami ngathuthela kwelinye idolobha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ayikho into ekhuthaza iziguli nemikhaya yazo njengokuhlanganyela nabo iphuzu elingokomBhalo noma umthandazo oqotho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJustyna watshela uthisha wakhe: "Ngicela uqaphele ukuthi iveza umbono wengane, esewumbungu, ezobulawa ingakazalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, lapho bezala ingane yabo yokuqala bayetha ngokuthi uKhayini noma "Okuzelwe", futhi u - Eva wathi: "Ngitholé indoda ngosizo lukaJehova." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu owabadala wayazi kahle ukuthi yini ababeyidinga ukuze bondle imizimba yabo; wayazi nokuthi yini eyayizobenza bajabule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Linye kuphela iqembu elihlangabezana nalezimfuneko, okuwukuthi yilabo abaxhumana nabantu ezizweni zonke abaziwa ngokuthi oFakazi BakaJehova abangamaKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu sikwazi ngoba uJude, umfowabo kaJesu, waphefumulelwa ukuba abhale amazwi ka - Enoke ayisiprofetho emakhulwini eminyaka kamuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uJehova ubelokhu enathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Shono umphostoli uJohane asixwayisa ukuba singalithandi izwe! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, lapho sinikeza omunye umuntu isithunzi, empeleni sisuke siqaphela uMthombo wesithunzi sabantu, uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abahlahli besimo sezulu namuhla banikeza izizathu ezingokwesayensi ezibangela ukuba isimo sezulu sibe njengoba lesi saga sisho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, lapho singekho lesi sibopho sothando nabazali, usana lungase lubune futhi lufe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kweminyaka embalwa, nathi saqala ukuya emihlanganweni kanye nomama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lisho ukuthini igama elithi "amazulu" kulendaba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
MINA nomkami, uLinda, safika ngo - July 1998 eMoscow sizé ngomsebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umyeni walona wesifazane wayebulewe ngenxa yokuthi wayeyilungu leqembu elazama ukubulala uHitler ngo - July 1944. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Qhathanisa namaHeberu 5: 8.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Yibani ngabalingisi bakaNkulunkulu, njengabantwana abathandekayo." - EFE. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova uye wanikeza imininingwane ephelele ngale mpi yakhe eZwini lakhe elilotshiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokushada, uDaniela nomyeni wakhe, uHelmut, baqala ukushumayela kubantu base - Afrika, abaseChina, abasePhilippines nabaseNdiya, eVienna. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKUSHUSHISWA OKWENGEZIWE OKUSHOSHOZELWA ABEFUNDISI | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyise wenkosi uHezekiya, uAhazi, wayengenye inkosi eyabeka isibonelo esibi kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwi athi "Sithembela KuNkulunkulu" avele emalini yaseMelika iminyaka engu - 127. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu kakade wayeseyishilo injongo yakhe yokuthi ngolunye usuku umhlaba kwakufanele ugcwaliswe inzalo ka - Adamu noEva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJEHOVA akanakukhokhelwa ngakho konke akwenzela abantu bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushumayela Izindaba Ezinhle Ngezilimi Eziningi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lawo maKristu futhi ayephila esikhathini sangaphambi nje kokuphela kwesimiso sezinto samaJuda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho esehla, abantu "babengenakubuka ubuso bukaMose ngenxa yenkazimulo yobuso bakhe." - 2 Korinte 3: 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikhathini esingaphansi kwesonto kamuva, amabutho amaNgisi angena eNorway ngezindiza, kodwa ngemva kokunqoba okumbalwa, aphoqeleleka ukuba ahoxe ngenxa yemibiko eyethusayo eyayivela eNingizimu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Udokotela owayemelapha wamane wathi: "Kudingeka sikwenze!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iningi lalihlezi ngaphakathi ehholo ePatterson; abanye bebuthene kwezinye izindawo ukuze basibuke kuma - TV isimiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalesikhathi, isimo sikaBonnie saqhubeka siwohloka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wenza okuningi kokubonisa ukuthi ukuzinikezela kuJehova kuhilelani ngokuthi: "Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkolelo Zama - Afrika Ngokhokho | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umfazi cishe uyokujabulela kakhudlwana ukusondelana nomyeni wakhe uma embonisa uthando nangezinye izikhathi ngaphandle kwalapho behlanganyela ubulili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa nina anibanga njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuguquka komuntu ophendukayo kwenzeka ngemva kokuba elahle inkambo yakhe engalungile futhi wazimisela ukwenza okulungile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izenzo zakhe ziyokwenza kube kubi kakhulu ukugula kwakho, zikubeke ngisho nasengozini yokufa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umshini wokunyathelisa wawuzosinda kanye namanye amalungu omkhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakuwukuhlangana okuvusa imizwelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi owesilisa noma owesifazane, umuntu omdala noma ingane, umfundi wangempela kaJesu Kristu wayeyoba yisikhonzi. - Joweli 2: 28, 29. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, osukwini lukaMalaki uJehova wathi ama - Israyeli ayengakunikeli okweshumi 'ayamphanga kokweshumi naseminikelweni.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva, wonke umuntu ujabulela isidlo se - dessert ekhethekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDavide wabhala: "UJehova ufungile engayikuguquka, wathi: Wena ungumpristi kuze kube - phakade ngendlela kaMelkisedeki." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ibizwa ngokuthi iJazi Elingcwele LaseTrier. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinsolo zazo zagcwaliseka lapho umntwana kaPunahele ezalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isici esasidingeka ekukhokhweni kwesihlengo kwaba ukuvuswa kukaJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenye wathola umbhalo wesandla odumile wango - 916 C.E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, cabangela uChi Sun, * owazalelwa emkhayeni ompofu eHong Kong. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJobe akazange athathe umhlaba wabanye ngenkani futhi axhaphaze izisebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusenza siqonde ukuthi yini ehilelekile ekuzinikezeleni kwethu kuJehova - ukumlalela ngokuzithandela okushukunyiswa uthando ngoNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu akusho ukungabi nobungane noma ukuba nobutha, ngoba iBhayibheli lisikhuthaza ukuba 'siphishekele ukuthula nabantu bonke.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Impilo enhle ngokomzwelo nasemzimbeni. - IHubo 37: 8; IzAga 17: 22. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Hlala emhlabathini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abezwa lutho futhi abakwazi kwenza lutho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - nightingale! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayekhuluma ngento eyenzeka ngokuqhubekayo, njengoba nje kunjalo manje ngabambalwa abathola umgwaqo onyinyekile oholela ekuphileni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi bacabanga ukuthi abasoze bavelelwe yingozi yemoto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lokhu kwesaba kuyisimo esihle senhliziyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, oFakazi BakaJehova abawuphindi umshado ngokubhalisa kaningi, futhi abazivuseleli izifungo, njengalapho umbhangqwana uhlanganisa iminyaka engu - 25 noma engu - 50 ushadile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukhulekela kweqiniso kuyakuzuzisa nangenxa yokuthi kukwenza ube nenjongo ekuphileni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe ukuba kwakusho izono zalomuntu ezivamile, futhi ngezinga elithile kungenzeka ukuthi kwakuhilela ukungapheleli kwakhe kobuntu okuzuzwe njengefa, okubangela ukuhlupheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.