sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ukubusa Okuhlukile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kwezinye izimo uJehova uye wanikeza abantu abathile umbono wasezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bayaqonda ukuthi abafowabo bakaJesu abangokomoya bangamanxusa oMbuso kaJehova, futhi bafuna ukunikeza ubufakazi obuqinile bokuthi bathatha ukuma kwabo ngasohlangothini lwalowoMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
No - Andrew wathola impumuzo yangempela ngokuvuma isono sakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amabronchiole aholela emigujaneni emincane ngisho nangokwengeziwe, ethumela umoyo ezikhwanyaneni ezincane zomoya eziyizigidi ezingu - 300 ezibizwa ngokuthi ama - alveolus. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa sasingawatholi amaphepha okuhlala noma kuphi, ngakho angikwazanga ukuthola umsebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapha iNew World Translation of the Holy Scriptures yekhulu lama - 20 leminyaka ifundeka kanje: "Uyajabula umuntu ongahambanga ngezeluleko zababi, futhi ongemanga endleleni yezoni, nongahlalanga enkundleni yabaklolodayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zama ukuba inono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
URussell waqhubeka embhalela, futhi ngenxa yalokho isithakazelo sikaRobert eBhayibhelini sakhula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unawo amandla okuzikhethela ukuthi iyiphi inkambo ozoyithatha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ukutusa kwakho kungokwempela kumntwana wakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sivumela izifiso ezilimazayo, imiphumela ingaba buhlungu kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthi ikimono enhle iyosinda yini ekucindezeleni komphakathi wanamuhla, isikhathi kuphela esiyosho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubupristi bobukhosi buyolethela isintu izinzuzo zaphakade | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kufanele siqaphele inhlebo elimazayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Igebe Elingenakuvaleka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ciche ngemva kwamasonto amabili, amaqanda achanyuselwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwenyuka okukhona enanini labaphethwe isifo sofuba kuthiwa kuhlobene ngokuqondile nokwanda kwegciwane lengculaza ngenxa yokuthi abantu abanengculaza basithola kalula isifo sofuba futhi bangasisakaza nakwabanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uPawulu wabhalela insizwa enguThimothewu la mazwi: "Ziqaphele njalo wena nokufundisa kwakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liyichaza kahle indlela yokubona inkolo yeqiniso kanye neyamanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esihlokweni esilandelayo, sizocabangela izimo ezimbalwa ezivamile ezingathinta abantu bakaNkulunkulu futhi sixoxe ngendlela izinqumo esizenzayo kungakhathaliseki ukuthi sinquma ukulalela noma sikhetha ukuzibusa, ezibonisa ngayo ukuthi singenile yini ngempela ekuphumuleni kukaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho Siwudinga Ngokwengeziwe, Kumelwe Siwucele Ngokwengeziwe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDavide wayenothando lomzwelo olujule ngokufanayo ngoJonathani, olubonakala kulokho akusho lapho elilela ukufa kukaJonathani: "Ngidabukile ngawe - mfowethu Jonathani; wawumnandi kakhulu kimi; lwaluyisimangaliso kimi uthando lwakho, ludlula uthando lwabesifazane." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba babewakha kumelwe ukuba babephuma bengena kuwo izikhathi eziningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithi futhi izifungo zenziwa ngokuzithandela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kungaba yini ukuthi indima ethuthukisiwe yabesifazane ngempela iye yaba isibusiso esinezici ezimbi ngenxa yemiphumela yayo eseceleni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Ukuzidela' komuntu ngokwezwi nezwi kusho 'ukuzikhohlwa ngokuphelele' futhi ngemva kwalokho ukwamukela ngokuzithandela ukuba ngokaJehova uNkulunkulu noJesu Kristu, sibavumele balawule ukuphila kwethu futhi basitshele lokho okumelwe nokungamelwe sikwenze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imiphumela ibonisa ukuthi babeshaye esikhonkosini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sikwenza lokhu futhi sigcina ingqondo yethu ivumelana neZwi likaJehova, siyocabanga ngokuqondile futhi senze ngokuhlakanipha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, bangaki abazali abakwaziyo okuqukethwe imidlalo ye - video izingane zabo eziyidlalayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe oshade naye angavumelana nezimpendulo zakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunjalo nangendlela uNkulunkulu abheka ngayo ukubaluleka kwakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba nje inhlanganisela yezimpawu zokugula ingasiza udokotela athole ukuthi isiguli siphethwe yini, inhlanganisela yezenzakalo okukhulunywa ngazo kulezo ziprofetho yangisiza ngabona ukuthi siphila esikhathini iBhayibheli elisibiza 'ngezinsuku zokugcina.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwezingxenye zalo ezimbili zokuqala, isikhonzi esiyiphayona sabhalela iWatch Tower Society ngokwazisa, sithi: "Ayikho indlela engcono yokusondela ngokwengeziwe kuBaba ngaphandle kokwazi iNdodana kangcono!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IHubo 37: 25, eyamaHebheru 13: 5 ingabasiza kanjani abazali ukuba babe nesibindi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwabe sekuba isikhathi sokulalela imikhonzo nezilokotho ezinhle ezivela emhlabeni wonke, ukunikezelwa kwama - diploma nokufundwa kwencwadi yekilasi, ezwakalisa ukwazisa ngokuqeqeshwa elikutholile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukhona nezinye izimfanelo ezinhle nezingavamile ezihlotshaniswa nokholo lukaRebheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwehora usukude lé, futhi ukunkonkoza kwakhe ukushiye kudala emuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naphezu komthetho owawushaywe ngubaba, lapho engekho, bobabili ogogo babevame ukungixoxela ngoNkulunkulu, bahlabelele futhi bafunde amaBhayibheli abo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa abazange bavumele ukugajwa usizi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungaholela nasezinkingeni ezinkulu zempilo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambi kokuba ngichaze ukuthi kungani, ake ngilandise ukuthi ngalifunda kanjani iqiniso leBhayibheli eRomania. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu wabe esenza ukuba umuntu wokuqala ehlelwe ubuthongo obukhulu, futhi wakhipha ubambo emzimbeni wakhe ophelele wenza ngalo owesifazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ingabe loMklami Omkhulu uyovumela umuntu ukuba aqede wonke amahlathi emvula futhi abhubhise umhlaba wethu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi abantu abaningi basebenzisa izinja ukuze bazivikele, kunemibiko eyandayo yezinja ezihlasela abantwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Bheka no - Isaya 55: 10, 11.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba isikhathi siqhubeka, baningi abantu bobulili obuhlukile abangase bakukhange. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
E - United States kuphela, izigidi ziye zaphoqeleka ukuzifaka esikweletini esingapheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka ukuba uphikise ngaphandle kokusebenzisa izwi eliphikisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sihlola izindima ezindala kunazo zonke ezihunyushiwe,... sithola ubufakazi obubudlula bonke bokuqondwa okuthuthuke kakhulu kolimi lwesiSlavonic, okumelwe ukuba kwakungokwabantu ababambisene ababengamaSlav kwabona. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, ngisho nabathelisi abazondwayo nezifebe babeza kuye. - Mathewu 9: 9 - 13; Luka 7: 36 - 38; 19: 1 - 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapha ubona oFakazi Bakajehova besebenzisa iPhaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, iphaphendaba laseAustralia iSydney Morning Herald libika ukuthi ubugebengu obuyisikhombisa kobuyishumi obenziwa eNew South Wales buhlobene nezidakamizwa, futhi cishe amaphesenti angama - 85 okuphanga kuhlonyiwe kulelizwe enziwa abasebenzisi beheroin. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NGOLWESIHLANU ngo - March 31, 2000, iNtaba i - Usu eseHokkaido, eJapane, yaqhuma sekuphelé iminyaka engu - 23 ithule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuncipha kwamanzi okuphawulekayo kubonakala kuyimiphumela yemvula enganele kanye nokwanda kokusetshenziswa kwamanzi angenhla komfula ekuniseleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhuluma ngesihe esingapheli ngabantu bakhe, uNkulunkulu wathi: "Njengoba nje ngifungile ukuthi amanzi kaNowa ngeke aphinde adlule emhlabeni, kanjalo ngifungile ukuthi ngeke ngikuthukuthelele noma ngikusole." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi uCalvin wagomela: "UNkulunkulu akazange nje abone kusengaphambili ukuwa komuntu wokuqala, nokuchitha kwakhe inzalo yakhe; kodwa wakuhlela ngendlela ayithandayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lomfanekiso awumbonisi ehlala phansi ngomqondo wokuba iNkosi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngokuvamile lokho akusizi futhi akunakwenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wafundisa ukuthi into ebalulekile othandweni olunjalo ubuhlobo bethu noNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi naleso sikhathi sokutadisha esidinga agxilise ingqondo, umuntu angase akhethe ukungaphazanyiswa ukudla ukudla. - Qhathanisa noJeremiya 36: 8 - 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubantu okwakhulunywa nabo bangamaphesenti angu - 37 kuphela abathi bayakholwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezizivalo ziyavuleka ukuze zinciphise umfutho nokushisa kwezitimela ezidlulayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuthiwani ngezinkulungwane zezigidi zabantu abafile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali bami babeba khona njalo e - Union Church, futhi ngangiya kuSonto - sikole, lapho ubaba ayengumphathi khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ososayensi abacwaninga ngokuziphatha bathi imikhuba emibi, njengemikhuba emihle, iyafundwa futhi ihlakulelwe ngokuhamba kwesikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kufanele izinceku zikaJehova zishade "kuphela eNkosini"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungqimba olungaphandle lomhlaba lwakhiwa izingqimba ezinobukhulu obuhlukahlukene ezihlale zinyakaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti - ke uJesu Kristu, ngemva nje kokuzwa izindaba zokufa kukaJohane uMbhapathizi, waya "endaweni engenabantu ukuba abe yedwa." - Mathewu 14: 13; IHubo 63: 6. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, mina ngangingene ngagamanxa emsebenzini wami, futhi ngangijabulela ukuvelela okuthile emkhakheni wezokwelapha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe lokhu kwakungenxa yokuthi zazingakholelwa ukuthi umkhwenyana uyeza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokufa kukaSolomoni, maningi amakhosi abusa eJerusalema, kodwa iningi lawo lalingathembekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu washo okufanayo lapho enxusa amaKristu akanye nawo eKolose ukuba 'ahambe ngokufanele uJehova ngenjongo yokumjabulisa ngokugcwele' 'ngokuthela isithelo kuyo yonke imisebenzi emihle futhi anda olwazini olunembile ngoNkulunkulu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma uxoxa ngokukhululekile ngabo, usiza ingane ukuba ibone ukuthi akudingeki igweme ukukhuluma noma ukucabanga ngabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngathi: "Ungamangala uma ungase wazi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengokulindelekile, kuyodingeka uwuthwale wonke umthwalo wesinqumo esinjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi sasiyini isizathu, ngeshwa iqembu likaCook elikhungathekile lasabela ngobudlova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siwukukhuluma nomfowenu ngasese ukuze "wenze iphutha lakhe licace" (NW). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wabe eseshada noBhati - sheba ezama ukufihla izono zakhe. - 2 Samuweli 11: 1 - 27. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ulwazi nalo luyehluka kuye ngomuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OWESIFAZANE ONGASHADILE WABUZWA, "INGABE UKE UCABANGE NGOKUSHADA?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMatthew wayevame ukubona unina ebilisa lezithelo ukuze athambise ingxenye yangaphandle enemicu emboze izinhlamvu eziqinile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu basafa eNyakatho Ireland, eLebanon, eSudan, eSri Lanka, eAfghanistan, nasePhilippines - uma nje sibala ambalwa - ngenxa yempi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Zazingobani izidakwa zakwaEfrayimi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iveza enye futhi ingozi, i - Encyclopedia of Alcoholism ithi: "Ukuhlola kuye kwabonisa ukuthi utshwala benza umuntu angakwazi ukushayela kahle, okuhlanganisa nokungakwazi ukuthatha isinyathelo ngokushesha, ukuhlobanisa izinto, ukunaka, ukubona nokwenza izinqumo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abazali nabo kungase kudingeke bafune usizo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zinhlobo zikasawoti ziyazika noma zihlukane namanzi olwandle ngezikhathi ezingafani, zakhe ungwengwezi phansi kula machibi ahwamukayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze uthole isikhathi nendawo yalesi senzakalo, sicela ubuze oFakazi BakaJehova bangakini noma uhlole imininingwane engosini ethi www.jw.org / zu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhohlisa owesifazane wokuqala, u - Eva, eqamba amanga kuye ngobuqili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wababonisa isihawu, wabafundisa ngezinjongo zikaJehova, futhi wabaphulukisa. - Mathewu 12: 15 - 21. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iningi labantu alazi ukuthi izinto zizoqhubeka zinjena isikhathi esingakanani, ukuthi izimo zizoba ngcono yini, noma ukuthi iyiphi indlela engcono kakhulu yokusinda okwamanje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusekela kwakhe kwakubaluleke kakhulu ngoba kwakukhona ukuhlukana okuthile ebandleni futhi kwakunabambalwa abavelele ababehilelekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lendaba ilandiswa ngezindlela ezimbili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umngcele wakwa - Israyeli oseningizimu wawungekude, ngakho amaviyo abaphangi ezinye izizwe namasela ayevame ukuhlasela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufa kwabantu abangaba ngu - 50 kwashaqisa nakakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, "uthando olupheleleyo" ngeke luyinciphise inhlonipho ejulile nokwesaba okufanele okumelwe sibe nakho ngoJehova njengoMdali wethu noMniki - kuphila. - IHubo 25: 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, empeleni umgomo wabaholi baseSoviet wokususa umqondo kaNkulunkulu ezingqondweni zabantu babo wawungakashintshi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wathi: "Yenza inhliziyo yalaba bantu ibe lukhuni, wenze izindlebe zabo zingasabeli." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wanamathela eqinisweni eliyisisekelo lokuthi ukukhulekela - ngaleyondlela nemithandazo - kumelwe kuqondiswe kuYise kuphela, uJehova uNkulunkulu. - Luka 4: 8; 6: 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze ikhuthaze ukusakazwa embulungeni yonke kokwaziswa kwezesayensi okunjengezincwadi zezinhlu zezilwane, i - IZY nokwaziswa okuphathalene nabantu, i - ISIS yaqala ukutholakala esimisweni sokuxhumana e - United States ngo - 1974. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.