sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngagxuma esihlalweni sami lapho ngifunda ukuthi uJesu wabudalula ngesibindi ubuzenzisi nokuziphatha okubi kwabaholi benkolo bamaJuda besikhathi sakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDaniyeli uthola umbono wakhe wokuqala ngephupho ngo - 553 B.C.E., esevile eminyakeni engu - 70 ubudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa yibani nomusa komunye nomunye, ninobubele besisa, nithethelelane ngokukhululekile njengoba nje noNkulunkulu anithethelela ngokukhululekile ngoKristu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abangela izinsumpa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela ekuveleni kweBabiloni lasendulo, izinkolo zamanga ziye zaba nethonya elinamandla esintwini ngabaholi bazo nabalandeli; izimfundiso zazo, amasiko, nemikhuba; izakhiwo zazo eziningi ezinkulu zokukhulekela; nengcebo yazo ebabazekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambi kokuba umuntu aqede ukubala, kungabe sekuvele amaqembu amasha, noma amanye angabe esenyamalele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenzeka kanjani ukuba umKristu awele ekuziphatheni okubi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bhala phansi izinto ezintathu ongathanda oshade naye azenze ukuze akubonise inhlonipho, mcele naye enze okufanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini ngempela ayicabangela njengebalulekile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ku - Elsa, esinye sezici ezibaluleke kakhulu ekubhekaneni nokwesaba kwakhe kwakuwukuxoxa nabanye abanakekeli nabahlengikazi ngalokho ayengakulindela lapho isimo sogulayo siba sibi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungawulaleli lowo mcabango! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze sithole izimpendulo, masihlole ngokucophelela lokho uJesu Kristu ngokwakhe athi kwakuyokwenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje nginomkhuba wangemihla wokufunda okungenani isahluko esisodwa ngobusuku. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ingilazi isipholile, kwakukhishwa ingaphakathi elakhiwe ngobumba ngento ecijile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, akakaze acabange nokucabanga ngethemba lokuthi kwakungenzeka abe nobuhlobo bobulili nabesifazane abasebasha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isusa ukunaka kwethu endleleni ukwesaba uNkulunkulu okumthinta ngayo umuntu ikuphendulela endleleni okuthinta ngayo isizwe sisonke, inkosi yakwa - Israyeli ithi: "Ukulunga yikho okuphakamisa isizwe, kodwa isono siyinto eyichilo emaqenjini ezizwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okubaluleke nakakhulu, uBaba wethu osezulwini uzoba nathi kuphela uma nathi sinaye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uphetha ngokuthi "imihlandla yazo yayigobekile ngenxa yokuthwala imithwalo esindayo," nokuthi "kunokugugudeka kwamathambo, okubangela ukungaphatheki kahle." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukwenza umkhuba ukulalela uNkulunkulu kungakuqinisa ukuze umelane nezilingo futhi kungakwenza ujabule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zama ukuhambisa omagazini izikhathi ezengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, uPawulu wayenesizathu esiqinile lapho ebhalela amaRoma ukuthi noma ubani - kuhlanganise nama - Israyeli asendulo - owayekhulekela izithombe ezingaphili 'wayengenazaba.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
22 Sondela KuNkulunkulu - "Yini UJehova Ayicela Kuwe?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe sigweme ukuba nomoya wokububula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
yena-ke ophakathi aphendule athi: 'Ungangihluphi; sekuvaliwe emnyango, nabantwana bami balele kanye nami; anginakuvuka, ngikunike,' na? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze uthole okwengeziwe ngalokho abazokwenza, sicela uthintane noFakazi BakaJehova noma uvakashele ingosi yethu ethi www.jw.org / zu, futhi udawunilode incwadi ethi Lifundisani Ngempela IBhayibheli? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kumelwe sibe nemigomo engokomoya bese sisebenzela ukuyifinyelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukhululwa kwethu eBhabhiloni Elikhulu kufanele kusithinte kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umdlavuza Wamabele - Wesatshwa Yibo Bonke Abesifazane 3 - 13 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, empeleni umuntu wayengadalelwanga ukuba azibuse. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimpawu Zezwe Eziphelayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayebheka abaFarisi abaningi njengabathandi bemali ababezifunela okwabo, abangenasihe, ababegcwele ubuzenzisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Post inezela ukuthi "umuntu oyedwa kwabahlanu eHong Kong (uma kuqhathaniswa nongaphansi koyedwa kwabayishumi emhlabeni wonke) wathi ukungamthandi umqashi wakhe kwakuyimbangela eyinhloko yokucindezeleka emsebenzini." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NGOSUKU lwePhentekoste lika - 33 C.E., uJehova wamukela iqembu labafundi bakaKristu njengesizwe esisha, "u - Israyeli kaNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphakathi ebeleni lowesifazane kukhona ama - hormone amaningi abangela ushintsho ebeleni kukho konke ukuphila kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lalela UNkulunkulu Ukuze Uphile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi lapho sinempilo ngokwengeziwe, kuyilapho amathuba ethu okuphila isikhathi eside eba ngcono ngokwengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDema washiya uPawulu ngoba "ethanda isimiso samanje sezinto." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waba ngumfundi kaJesu othembekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi kuyilungelo elingakanani ukuthandaza kuMninimandla onke! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) kubo bonke abamemezeli boMbuso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Enye yezinto ongase ucelwe ukuba ucabangele ukuyenza ukuba ikhishwe leyo mibungu oketshezini oluqandisayo lwe - nitrogen, ukuze incibilike. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sisinikeza ukusikisela kwendlela umuntu angavuselela ngayo uthando ayenalo ekuqaleni ngoJehova nangeqiniso uma lolo thando luncipha ngokuhamba kwesikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ugula kakhulu, ungase ungakwazi ukwenza okuthile ngaphandle kokugxilisa amandla onawo ekululameni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuzihlunga njengokungathi ngomlilo, uJesu wanika izinceku zakhe igunya elengeziwe ngo - 1919. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunini lapho uDavide namadoda ayenaye bazithola khona beswele, futhi iluphi usizo abaluthola? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengeminye imizi eyayingaphansi kweRoma, iTimgad yachuma ngaphansi kokubusa kweRoma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1976, ngabelwa ukuba ngiyokhonza eTecamachalco, idolobha elinezigaba zabantu ezingafani - abantu abahluphekayo bahlala kolunye uhlangothi lwedolobha, abacebile bahlala kolunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile kuba sobala ukuthi uJesu unikezwa inhlonipho hhayi njengoNkulunkulu kodwa 'njengeNdodana kaNkulunkulu' noma "iNdodana yomuntu" yobuMesiya. - Mathewu 14: 32, 33; Luka 24: 50 - 52; Johane 9: 35, 38. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abefundisi baye baziphakamisa kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba babefunda ngoMose oLwandle Olubomvu nangoDaniyeli nabangane bakhe eBabiloni, bafunda ukubaluleka kokungesabi abantu kodwa uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umoya UJehova Awubusisayo, 8 / 1 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu onokholo unesiqinisekiso sokuthi konke okuthenjiswe uNkulunkulu kufana nosekugcwalisekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ithemba Elisha Lemibhangqwana Engenanzalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isikweleti singase samukeleke, kodwa lokhu kudinga ukuhlakanipha nokusingatha izinto ngokucophelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sikhuluma ngenkathazo ye - HST (Hubble Space Telescope) - iso eliyinkimbinkimbi elibizayo lama - dollar ayizigidi ezingu - 1 600 (amaRandi ayizigidi ezingu - 5 800) elibheke indawo yonke ngokungazelele elambula ukuthi laliphazamisekile emuva ngo - 1990. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkomo iyisilwane esiklabayo esetshisayo futhi ngokuvamile esiphila ngokudla uhlaza, ngokuyinhloko utshani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Injongo kaJehova yaba ukubhubhisa lelozwe elibi ngozamcolo wendawo yonke, kodwa waqale wayala uNowa ukuba akhe umkhumbi wokulondoloza ukuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izizwe ezivelele emhlabeni zithi inkathi entsha yaqala ngesikhathi sokuzalwa kwakhe. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uPetru, uJakobe noJohane bebona lowo mbono, ngokuqinisekile uMbuso waba ongokoqobo kubo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isici okumelwe uthuthuke kuso sihlanganisa amakhono akho okufundisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Anna uthi: "Imisebenzi engokomoya ingenza ngigxile kwabanye abantu, hhayi nje ezinkingeni zami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kufaneleka ukucela "isinkwa sethu salolu suku"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini engenziwa ukuze kududuzwe abasindile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba okuhlangenwe nakho okungenhla kubonisa, izibusiso ezingokomoya ezijatshulelwa abantu bakaNkulunkulu ngokuvamile zihambisana nezinzuzo ezibonakalayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu, "umalusi omkhulu" omnene, usalokhu eqondisa ukunakekelwa kwabalandeli bakhe ngokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, wayefundisa isifundo esibalulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le nkulumo izophendula neminye imibuzo efana nale: Kufanele awugubhe kangaki amaKristu lo mkhosi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhiqizo owengeziwe ngesikhathi esifushane ungasho inzuzo enkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngaphansi kwesisindo salenhlabathi, isiqu solwandle siye sazika futhi siyaqhubeka sizika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqamba amanga amancane kungenza umuntu abe nesibindi sokuqamba amanga amakhulu futhi kungaholela emkhubeni oyisono wokuqamba amanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayedinga usizo futhi akazange angabaze ukwamukela usizo uJehova uNkulunkulu ayejabulela ukumnikeza lona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesixuku sithi insindiso ngekaNkulunkulu noKristu, njengoba simi ngokomfanekiso phambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu, 'simkhonza imini nobusuku.' - IsAmbulo 7: 9, 10, 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Umuzwa wokuhlazeka ngokuvamile uphakathi kwezinto zokuqala ezisingathwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba inkolo ingeyona into eyinhloko ekuphileni kwawo, amaJarawa anayo imicikilisho ethile eqondene nabafile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbiko okuEuropean ubonisa ukuthi "cishe zonke... ziye zancipha kakhulu futhi eziningi zibhekene nokunyamalala ngokuphelele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isisulu sathi: "Ngiyakholelwa kakhulu eMbusweni kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi lolu hlobo luthola amandla kushukela nakumoya - mpilo, ngokunokwenzeka luyahileleka lapho wenza umsebenzi okhandlayo, othatha isikhathi eside. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi akunakwenzeka ukuba wazi ukuthi omunye umuntu ucabangani noma ukuthi uzizwa kanjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayizoqhubeka ikhona ukuphila kwakhe konke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe ukuba lokhu kwakumjabulisa uSathane, ngoba ibandla lalinesihlamba ngenxa yokubekezelela "ubufebe obungekho ngisho naphakathi kwezizwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULee uyasikisela: "Kufanele ubuze futhi ukuthi yini lowo muntu ayilindele njengoba nihlala ndawonye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthi abazali bethu abayamukeli inkolo yethu akubuchithi ubuhlobo esinabo nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi bahlanganyela kulokhu kudla okungokomoya futhi baneliswa: Abasha abangaphezu kwezi - 225 000 babhapathizwa onyakeni owodwa! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ama - Israyeli afundiswa ukuba angalandeli izindlela zezizwe eziwazungezile, angayamukeli imikhuba yenkolo nokuziphatha kwazo okubi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzibulala Nesizungu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ususohambweni | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Pho, yini ongayenza uma ofunda nabo beqala ukukhuluma ngobulili ukhona noma bekuphoqelela ukuba uhlanganyele nabo ekuziphatheni kwabo okubi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi uPawulu waxwayisa: "Ukunakwa kwenyama kusho ukufa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kungenxa yokuthi izinzuzo zomhlatshelo kaJesu wesihlengo ziyobe zisetshenziswe kubo bonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wachaza: "UBaba uye waqhubeka esebenza kuze kube manje, nami ngiyaqhubeka ngisebenza." - Johane 5: 17; Mathewu 12: 42. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abesifazane bebelulazwa behlazwa ngezindlela eziningi emhlabeni wonke futhi namanje kusenjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ama - computer enza konke lokhu ngendlela yobuchwepheshe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iyini imiphumela ehlala njalo lapho abantu belandela ukuhlakanipha kwabo siqu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngenxa yesonto asonta kulo, iminyango yamvulekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalahlekelwa ubumsulwa bami ngaphambi kokuba ngishade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda eyamaHebheru 11: 17 - 19.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ngokuba umhlaba ungoweNkosi, nakho konke okukuwo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalezo zinsuku, ababonisi besigodi babengamela "amabhikawozi," ayesezindaweni ezicezile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangifuna ukungena emshungwini futhi ngenze noma yini eyenziwa abantu engangisebenza nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, "wabuyela eJerusalema njengenkosi" futhi "waba umholi wokuvukela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.