sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Sekuyizinkulungwane zeminyaka ebekezelele labo abahlambalaza igama lakhe, abonakalisa isintu nabawusebenzisa kabi umhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu angafanisa umfundi weBhayibheli nomvubukuli nabantu abahamba cishe ezindleleni eziya ohlangothini olufanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaso sonke isikhathi khumbula ukuthi uyazikhathalela ngempela izinceku zakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushukuma komzimba kuphumuza imisipha futhi kuthuthukisa ukuphefumula, kuthoba izwi nezinzwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, izizwe eziningi ziyawusebenzisa utamatisi ekudleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, zibekele umgomo wokuba phakathi kwezigidi ezizoba khona eSidlweni SeNkosi Sakusihlwa ngemva kokushona kwelanga ngoLwesihlanu, April 3, 2015, emaHholo OMbuso nakwezinye izindawo emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMlungisi: Yilokho kanye uNkulunkulu azokwenza kubantu ababi abasizungezile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lukunika nethuba lokuyibona kokwakho ukuphila indlela akukhathalela ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liqukethe izibonelo zabantu benyama nabangokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, ubuqonda kahle obunye ubunzima okungenzeka uMariya wabhekana nabo eGibhithe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi yisiphi isitsha osikhethayo, qiniseka ukuthi sikhulu ngokwanele ukuze kuthi uma imbewu imila ikwazi ukushaywa kahle umoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi isitha sesintu esingabonakali uSathane sasisekhona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaso leso sikhathi leyo ndoda yaphulukiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
2, 3. (a) Luyini "usuku lukaJehova" okwaprofethwa ngalo kuJoweli 3: 14? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafunda incwadi yakhe akungabazeki ukuthi bakuthola kulula ukwamukela isiyalo sakhe lapho bebona ekubingeleleni kwakhe ukuthi babenokuma okufanayo phambi kukaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sikholelwa ukuthi isintu esithembekile sinekusasa eliqhakazile ngaphansi koMbuso kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela yesibili labo bezinye izimvu abangasiza ngayo abafowabo bakaKristu iwukusekela umsebenzi wokushumayela ngezimali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KWAMANYE amazwe, izingane ziyathanda ukusukela izingane ezidlala nazo zizinameke umangqafane ejezini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1990 impilo yakhe yayisiwohlokile, wagcina esedinga ukuhlale eqashiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Enye indawo amaKristu 'alandela' kuyo 'ezinyathelweni zikaJesu' kusekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye kubonakala sengathi bacabanga ukuthi ukusebenzisa izidakamizwa ndawonye kuyindlela "yokwakha isibopho" nezingane zabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMKHONDO: Funda uGenesise 13: 7 - 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi kwakungubani, isiprofetho saqhubeka siveza ukuthi ngaphambi kokuba umntwana akhule ngokwanele ukuba ahlukanise phakathi kokuhle nokubi, amakhosi amabili ayebophela indlu kaDavide uzungu ayezofika ekupheleni okuyincithakalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, kunabaningi abanjengawe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, siyaqiniseka ngokuthi uMbuso kaNkulunkulu uwukuphela kwekhambi lezinkinga zabantu namuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INkosi uJehoshafati, eyabusa kwaJuda kusukela ngo - 936 kuya ku - 911 B.C.E., yathuthukisa izinto eziningi futhi yahlelela nokusebenza ngemfanelo kwesimiso sokwahlulela esisekelwe emthethweni waphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Jason BeDuhn achaza ngayo i - Kingdom Interlinear Translation of the Greek Scriptures. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, abafundi babembalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi uJesu waqhubeka ethembekile ekulingweni, manje usengumPristi Ophakeme neNkosi ebekiwe. - Heberu 7: 26 - 28; 12: 2. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ICanada cishe inengxenye eyodwa kwezine zomhlaba zezindawo ezimanzi, namaxhaphozi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ukuthola ukuthi oshaya ucingo ukhuluma luphi ulimi kuyinselele, ikakhulu uma lowo muntu ekhuluma eshesha ngenxa yokwethuka noma ukucindezeleka! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, labo bafundi babengaphelele, kodwa ukwethembeka kwabo kwakuyinduduzo eNdodaneni kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owesibili, onjengawo, yilo, 'Kumelwe uthande umakhelwane wakho njengoba uzithanda wena.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Vern Seefeldt, uchwepheshe kulendaba, ucashunwa ethi: "Lapho sezineminyaka eyishumi nanhlanu, izingane ezingamaphesenti angamashumi ayisikhombisa nanhlanu ezake zadlala imidlalo zisuke seziyiyekile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ngempela nginamathele kuNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babengenandaba nokuhle uJesu ayekwenzele umuntu ofile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ake sithi umenyelwe embuthanweni othile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngolunye usuku lapho sibuya emihlanganweni, wayesilindile futhi efuna ukwazi ukuthi besiyephi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali abangamaKristu kumelwe bafune ukuba abasha babo bahlale beqinile ebandleni lobuKristu futhi kumelwe babasize ukuba balondoloze ukuziphatha okuhlanzekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Washaya amanye awo,' mhlawumbe ngokuyaleza ukuba ajeziswe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva nje kwalokho, wamukela isifundo seBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo sezulu: Kufudumele, bese kuyaphola ngasezintabeni | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukholo oluqinile luyosenza singalingekeli ekuphazanyisweni ezokuzijabulisa ezonakele, ukuthanda izinto ezibonakalayo nokunganaki okuwuphawu lwaleli lizwe elifayo elisizungezile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbono wesine uyambuleka, ubonisa ukuthi obani abayosinda osukwini lolaka lukaNkulunkulu, nokuthi ngani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilesi sigaba sethempeli elingcwele uJesu asiphathise okungokwakhe emhlabeni, okusho ukuthi kunamalungelo nemithwalo yemfanelo ethile ebandleni lobuKristu ephathiswe kuphela le nceku eyakhiwa abantu abaningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sibone inkanyezi yayo iphuma futhi sizile ukuze siyikhulekele. '" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubalulekile ukuba kube nokukhulumisana okuhle phakathi kwethu nabangane bethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eshukunyiswa umusa womsizi wakhe, lona wesifazane wabhalela i - Georgetown Independent lokhu okulandelayo: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayezifeza kahle izibopho zawo emphakathini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uma kunesidingo esikhethekile, ngisebenzisa izincwadi ezinjengethi Intsha Iyabuza - Izimpendulo Ezisebenzayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OFakazi banokholo kuNkulunkulu naseZwini lakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaphangi basolwandle nabo babesongelana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
21 Igama LikaNkulunkulu Elithi Jehova Ethempelini LaseGibhithe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kudingeka izisebenzi esezimpunga - omakadebona emisebenzini yobuciko ephathelene nokwakha - ukuze kuqedelwe imisebenzi eyenziwa ngezandla nangamathuluzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwenza izinto ezinjengalezi singaceliwe kungabazuzisa kakhulu abahlala kula makhaya. - IzAga 3: 27. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudingeka siqhubeke sithuthuka ngokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ngibheka emuva ekuphileni kwami, ngiyakwazisa ukuthi uJehova wangikhulula nabangane bami ezimweni ezibucayi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, yimba ujule eZwini likaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinyoni Singathini ngenyoni enesisindo esingaphansi kwamagremu angu - 30? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
6, 7. (a) U - Adamu wayilimaza kanjani yonke inzalo yakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akulula ngaso sonke isikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INJONGO: Siyilungiselelo elingokomthetho elihlanganisa amaKristu agcotshiwe noKristu ukuze abuse njengamakhosi futhi akhonze njengabapristi ezulwini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'NjengoMenzi wendlela yokuphunyuka,' ngokuqinisekile uJehova angakwazi ukusindisa abantu ngabanye ezimweni eziyingozi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yizwe indwangu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuchopho Obusebenzayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokombono wabahluleli, ukuvuma imfundiso engokwenkolo yoFakazi manje kuyokwamukelwa njengobufakazi obuqinile bokwenqaba inkonzo yezempi ngenxa kanembeza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa akudingekile sesabe, ngoba u - Isaya 54: 17 uthi: "Asikho isikhali esenzelwa wena esiyakuphumelela, nalo lonke ulimi olukuvukelayo luyakwahlulelwa; lokhu kuyifa lezinceku zikaJehova nokulunga kwazo okuvela kimi, usho uJehova." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbuzo othakazelisayo lowo, ngoba, nakuba abaningi babafundi balomagazini sebebhapathiziwe kakade, bahilelekile, njengalabo abasuke bebhapathizwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukuzijabulisa okonakele kumelwe sikubheke njengokwenyanyekayo futhi sikugweme, kuyilapho sigxilisa ukunaka kwethu ezintweni ezimsulwa, ezinhle nezifanelekela ukudunyiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ziphi 'izinsuku zokugcina'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ngemva kokona kuka - Adamu no - Eva, uJehova wabavumela ukuba babe nezingane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho umprofethi uJeremiya ethenga insimu kumzala wakhe edolobheni lakubo lase - Anathoti, akazange nje amnike imali base bexhawulana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Uyakhuluma NoNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinto zashintsha ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi simiso siyiqiniso ebandleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindaba Ezinhle Kwabampofu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyakujabulela ukusinika esikucelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iholo lizoba ngaphezu kwalokho okulindele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma siphenya isahluko 17, amavesi 3 kuya ku - 5, sithola uJohane ethi ngengelosi: "Yayisingiyisa ehlane ngikuMoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwenza kanjalo, bazivumela ukuba bayengwe yilawo mafilosofi; eqinisweni, bavumela ukuba izwe libanqobe libaphuce nophawu lwabo lobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ochwepheshe baqinisekisa ngokuthi inkinga ayibangelwa ukuntuleka kokudla," kubika iEstado de S. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amashumi afa ezinkundleni zaseRoma ngoba empeleni enqaba ukudumisa uKesari ngokwenza isenzo sokumkhulekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubuthela Ndawonye Izinto Ezisemhlabeni | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Njengoba ubuhlobo bomkhaya eChina buqinile, futhi amaShayina enesiko elihle lokuhlonipha nokunakekela asebekhulile, abantu abaningi asebekhulile bahlala nezihlobo zabo, futhi zibanakekela kahle kakhulu," kusho i - China Today. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Indlela eyodwa ebaluleke kakhulu yokuvikela impilo yakho iwukuqiniseka ukuthi ukulaliswa esibhedlela kuyadingeka," kuphawula uDkt. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa abakaze babe nezimemezelo zezentengiselwano. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova ungcwele ngomqondo ophelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kusolwa ukuthi umkhankaso wokufuduka uye wenza amabhubesi anambitha inyama yomuntu, njengoba engase akwazi ukubanqoba kalula abantu abangakwazi ukuhamba baqhubeke nabawayo ngenxa yokukhathala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusebenzisa lokho kwenanana, ama - bacterium ezinhlobo ezihlukahlukene aye akwazi ukunqwabelanisa amandla okumelana nemithi eminingi evame ukusetshenziswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuziqhayisa okunjalo kobuzwe kuthé chithi saka kuwo wonke amazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UHanna waphuthunyiswa esibhedlela, lapho alaliswa khona egumbini lababangwa nezibi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amandla Kanye Nezinyembezi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkakhe wabhekana nokucindezela kwabomndeni kokuba ahlanganyele emikhubeni yokulila eyayihilela ukukhulekela abafileyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singamkhulekela ukuba 'angenzi lutho olubi' nokuba uNkulunkulu angamshiyi ekulingweni kodwa amkhulule komubi, uSathane uDeveli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
9, 10. (a) Isimiso sobunhloko sisebenza kanjani ebandleni lobuKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindinganiso ZeBhayibheli Ziletha Ukuthula | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kalula nje, akudingeki ubesabe abafileyo! - Johane 8: 32. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingane zakho kudingeka zibone ukuthi awutatazeli futhi awulilahlile ithemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, kuthiwani uma kunomkhosi okhethekile noma uhlelo esikoleni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akuhambisani nenkolelo yokuthi izakhi zofuzo zilwela ukuzandisa zona. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.