sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Abazali bami babesebenza epulazini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umagazini kwakungenzeka ukuba ulahlekelwe isigidi seDollar [amaRandi ayizigidi ezingama - 2,5] ezimemezelweni zokukhangisa ngenxa yokukhipha leyondaba. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usengaphishekela ukuba 'njengomfazi okhutheleyo' iBhayibheli elithi ngaye: "Uyaqaphela okwenziwayo endlini yakhe, akadli isinkwa sobuvila." - IzAga 31: 10, 27.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kukhona nesithembiso sikaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKristu Jesu wathi ngoYise: 'Wenza ilanga lakhe liphume phezu kwabantu ababi nabahle futhi wenza line phezu kwabantu abalungileyo nabangalungile.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amathemba ethu okuphila okuphakade axhomeke ekufundeni kwethu ngoJehova uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuye kwasikiselwa amakhambi amaningi kakhulu, kodwa iningi lawo aliphumeleli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iponi LaseShetland Elilungile Kodwa Elinamandla
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngolunye usuku maduze nje, ngesikhathi esifanele, uJesu uyofika ezokhipha isahlulelo sikaNkulunkulu kulesi simiso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu akulula kulabo abakhulele ezindaweni lapho abafileyo besatshwa kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkonzo yethu engcwele akumelwe ibe nje ukugcina icala, futhi kumelwe silandise kuNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe kwakuwukhahlo noma ukungacabangeli ukuphendula kukaJesu ngale ndlela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngangiqhubeka ngikhathazeka lapho ngicabanga ngakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwesaba uNkulunkulu kwamqinisa kanjani uDavide?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyokwenza lokhu uma sinomoya othethelelayo, uma sivuma izono zethu phambi kwakhe, futhi uma sibonisa isimo sengqondo esishintshile ngezenzo zethu ezimbi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bayoba namakhaya amahle nenala yokudla nokuphuzwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKristu wathuma abalandeli bakhe: "Nizoba ofakazi bami... ezingxenyeni ezikude kakhulu zomhlaba."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akukho okunye ngaphandle kwezandla okwakungabhekana nalesosimo esiphuthumayo ngendlela eshesha kakhulu nephumelelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi ukuthola umbono wesizwe sonke kusho ukhukhulela - ngoqo omkhulu, ozenzekelayo woquqaba ukuba lusekele isifiso..., isifiso sabo bonke abantu, ngoba siyazi kakade ukuthi umphakathi wamaKatolika uyiqembu lesizwe elinabasekeli abaningi. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izichazamazwi zanamuhla zichaza "ubuhle" ngokuthi "ubuhle bokuziphatha; ubuvi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngineminyaka engu - 16 ubudala, futhi ngiyangingiza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthando lweqiniso lusisiza kanjani ukuba sizithobe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iphephandaba laseJalimane i - Gießener Allgemeine labika ngenhlolo - vo eyenziwa, kuyona obaba abaningi okwaxoxwa nabo abenqaba ukuba izingane zabo zize kuqala kunomsebenzi wabo wokuziphilisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphansi kwezimo ezivamile sifuna ukuqhubeka siphila phakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Adolfo uthi uyajabula ngezinguquko asekwazile ukuzenza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba nje uMose othembekile 'akhuthazela sengathi uyambona ongabonwayo,' ngakho amaKristu namuhla anokholo oluqinile olufanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, amandla kaSamsoni ayengekho ngempela ezinweleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPetru wabhala ngesikhathi esizayo 'sosuku lokwahlulelwa nolokubhujiswa kwabantu abangamhloniphi uNkulunkulu.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Leliphephandaba libika ukuthi amaphesenti angu - 37 abafana abasesikoleni sabaqalayo aphendukela "eziphuzweni eziyimithi evuselela ingqondo nomzimba" ukuze zibasize babhekane nokukhathala, futhi amaphesenti angaphezu kuka - 20 ahlushwa ukukhathala kwamahlombe okubangelwa ukucindezeleka, ukungafiki kobuthongo, noma ukuba nesiyezi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ukuyithanda le mfanelo yobuKristu ngeke kusisize kangako uma singayihlakuleli futhi silwele ukuhlale siyibonisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile uJehova uqonda indlela inceku yakhe ngayinye eyakheke ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lomdala wachaza izinkolelo zakhe ezingokomBhalo futhi walenqaba ngokuqinile igazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IEncyclopedia of Common Diseases isitshela ukuthi, "enye indlela eyisisekelo yokwehlisa isisindo kufanele kube ukugwema yonke into ekudleni engekhona ukudla okuphelele, okunomsoco, okungathakiwe, kwemvelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
2] INqabayokulinda ka - September 1, 1915, yayichaza ngaleyo ndlela impi yezwe yokuqala, eyagcina ihlanganisa amazwe angaba ngu - 30. [
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwaleyompi, kwamiswa iNhlangano Yezizwe njengendikimba izizwe ezazingaxoxa kuyo ngezingxabano zazo kunokuba zilwe ngenxa yazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(18: 23 - 19: 7) Ngalesosikhathi e - Efesu, uApholo wafundisa ngoJesu kodwa wayazi kuphela ngobhapathizo lukaJohane njengesibonakaliso sokuphenduka ezonweni ezenziwe esivumelwaneni soMthetho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkosikazi enhle izama ukulingisa izibonelo ezinhle zabesifazane basendulo abesaba uNkulunkulu, njengoSara, uRuthe, u - Abhigayili nonina kaJesu, uMariya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubonakala sengathi uJakobe umfowabo kaJesu ngomzali oyedwa, nakuba ayengeyena umphostoli, wayengusihlalo isikhathi eside.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo abadala kudingeka babe nesibindi lapho besingatha izindaba zokwahlulela noma lapho besiza labo ababhekene nezimo ezisongela ukuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma uye waba nezinkinga ngokuphathelene nalokhu, kungani ungahleli nabazali bakho ukuba nikhulume nabanye babadala abangamaKristu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, manje kubonakala sengathi bonke abantu - ngisho nezingane zakhe - basebenzisa izingosi zokuxhumana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inceku ekhonzayo yakwelinye izwe lase - Afrika isingatha izabelo ezintathu ezihlukene ebandleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu afuna 'ukuqhubeka eqinisekisa ukuthi kuyini okwamukelekayo eNkosini.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isihloko Esifundwayo 3 AMAKHASI 15 - 19
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukudalula Inyoka
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ingane isifunde indlela yokutadisha futhi isibona ukuthi kuwusizo kanjani, lokho kuyayizuzisa futhi kuyijabulise. - UmSh.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, izinceku zikaNkulunkulu ngeke zifune ukumelana nomoya wakhe. - Efesu 4: 30.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Uhulumeni Wabangcono Kakhulu,' 9 / 8
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wathi, "Ningalokothi nikhathazeke ngosuku olulandelayo, ngoba usuku olulandelayo luyoba nezalo izinkathazo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakusenokunye okuningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhlawumbe abanye bethu babekwenza lokho esikhathini esidlule.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe abanye bayokwazi ukubakhulisa ngezindinganiso zikaNkulunkulu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani ungayi komunye wale mihlangano ngakini futhi uzizwele lokhu kukhulekela okuqabulayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lithi umhlaba uyohlala kuze kube nini nanini. - 12 / 1, ikhasi 10.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wasiqinisekisa ngokuthi nguJehova owathi: "Indoda iyoshiya uyise nonina inamathele kumkayo, futhi laba ababili bayoba nyamanye."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu bayawajabulela amahlathi, eqinisweni, bancike kuwo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uJesu enikeza umthetho othi, "Nikani uKesari okukaKesari," wayekhuluma ngokukhokha izintela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usakhuthele enkonzweni kuze kube namuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ummeleli we - United States owayeseNgqungqutheleni Yomhlaba walimisa ngesihloko: "AmaMelika awanakuyiyeka indlela yawo yokuphila."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJohane uMbhapathizi wazibonela futhi wazizwela ngokwakhe ubufakazi obuyisimangaliso bokuthi uJesu wayeyiNdodana kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa bonke ubuhlobo budinga ukulungiswa ngezikhathi ezithile ukuze buhlale buphilile futhi banelisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zinhlamvu ezine ezibizwa ngokuthi i - Tetragrammaton, zingongwaqa futhi zifundwa kusukela ngakwesokudla kuya ngakwesokunxele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthobeka ngenhliziyo yonke nokuhlanganyela ngentshiseko enkonzweni yobuKristu kuyizindlela zokubonisa lokho kunamathela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwangenza ngacabanga, 'Mhlawumbe lokho akusho kuyiqiniso; mhlawumbe ukhona ngempela uMdali.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungathanda yini ukuba namalungelo nezibusiso ezifanayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga ngakho konke ukuqonda ngokuphathelene nezikhathi ezihlukahlukene zomlando abavusiwe abayokunikeza. - IzEnzo 24: 15.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwakho konke lokhu, abalingisi beqiniso beNdodana kaNkulunkulu ezidelayo bagcina ukungathathi - hlangothi kwabo, kokubili ngokuqondile nangokungaqondile, uma kuziwa empini yezwe. - Johane 17: 16; 18: 36.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyakufika izinsuku, lapho kungayikushiywa kulokhu enikubonayo itshe phezu kwetshe elingayikudilizelwa phansi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngendlela efanayo, uJesu wasamukela ngenjabulo isabelo sikaJehova lapha emhlabeni, ngisho nakuba kwakuyosho ukuhlupheka okukhulu phakathi nokupheleliswa kwakhe njengeNkosi yensindiso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yempilo yomkami, sathuthela eCanada ngo - 1957.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaRoma 5: 15 - 19 aveza iphuzu lokuthi ngukufa "komuntu" oyedwa qhwaba okwaba isihlengo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekhulwini lokuqala, ababonisi abagcotshiwe babechazwa 'njengabasesandleni' noma 'abaphezu,' kwesandla sikaKristu sokunene, okwakubonisa ukumthobela kwabo njengeNhloko yebandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekhulwini lama - 20, amanye ala mahlelo amaningi eLobukholwa asungula inhlangano yamasonto ukuze agqugquzele ubunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izindlela zokufundisa uJesu azisebenzisa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayazi nokuthi indodana yakhe, yayizofeza indima ebalulekile ekugcwaliseni izithembiso zikaNkulunkulu. - Genesise 15: 16; 17: 19; 24: 2 - 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova ubabusisa kanjani labo abakha ukholo lwabo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uqhubeka ufunda, yilapho uqiniseka ngokwengeziwe ngokuthi uthole lokho kanye owawukufuna - iqiniso!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bonke abantu babefana namaNdiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngezinye izikhathi abantu bayabuza: 'Ingabe ngempela singathembela emazwini kaMose nabanye abalobi beBhayibheli?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lowo mthetho ukwenza kube ubugebengu ukuhlela noma ukuhola iqembu lenkolo, 'eliyenga abantu abasha ukuba baye emihlanganweni yenkolo engabhalisiwe' ngokwenza sengathi lishumayela izimfundiso zenkolo futhi 'elibangela amalungu alo ukuba enqabe ukwenza imisebenzi yesizwe.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, lapho uMathewu ekhuluma "ngoJeremiya," wayebhekisela kuyo yonke ingxenye yemiBhalo eyayibizwa ngencwadi yokuqala kulelo qoqo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe siyakulwela ukumfaka umninikhaya engxoxweni noma ingabe iba ngeyethu yonke ngenxa yokwesaba ukuthi singase singabe sisakwazi ukukusho konke ebesilungiselele ukukusho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho lapho izingelosi zifanekiswa ezincwadini zethu, ngokuvamile sizibonisa ngokuyisisekelo zisesimweni sabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu Abahlanziwe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe sibe yini isimo somKristu ngasekwelapheni ngokwamasiko okunjalo kwabaNsundu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPawulu waxwayisa ukuthi uSathane uzimisele ukusiyenga ukuze 'izingqondo zethu zonakaliswe zisuke ebuqothweni nasebumsulweni obufanele uKristu.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incwadi yeSibili yamaKhosi 2: 23, 24 isitshela ukuthi iqembu lentsha laklolodela umprofethi kaNkulunkulu lithi: "Yenyuka wena - mpandlandini!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuthiwani ngokuba ngaphakathi kwesakhiwo eside?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa lokho ukukhohlisa kwamehlo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho zihlela ukuba amadoda angaba ngu - 40 amlalele unyendle ukuze ambulale.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphambi kokuba indoda imiswe 'esikhundleni sombonisi,' kumelwe ihlangabezane nezimfuneko ezingokomBhalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakufanele banqobe umhlaba, bawugcwalise ngezizukulwane zabo, futhi banakekele izilwane ezisemhlabeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungayiphi indlela izwe 'lihlukanisiwe nokuphila kukaNkulunkulu'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Azi ukuthi abaningi babafundi bakhe bayakhononda, uJesu uthi: "Lokhu kuyanicunula na?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye indlela esingabhinca ngayo ukuthobeka kwengqondo iwukuhlakulela umkhuba wokubonisa abanye udumo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungakwazi Yini Ukuyokhonza Lapho Kunendingeko Enkulu Yabamemezeli BoMbuso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okubaluleke ngaphezu kwakho konke ukuthi isibusiso sokuzimisela ukuthethelela siwukuba nobuhlobo obuhle noBaba wethu osezulwini, uJehova. - Funda eyabaseKolose 3: 12 - 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Hlobo luni lwezenzo ezihlanganiswa igama elithi "ubufebe," futhi amaKristu 'angabubalekela kanjani ubufebe'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali bayayalwa ukuba 'babondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.' - Efesu 6: 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho noma iziphathimandla ziwuvimbela umsebenzi wokushumayela, siyaqhubeka sishumayela ngobuhlakani - mhlawumbe ngokweqa izindlu noma ngokufakaza ngokwethukela ngokwengeziwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn