sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Lapho ngiqaphela ukuthi ngangingeke ngisaqhubeka nomsebenzi wami njengakuqala, ngaphelelwa yithemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umhubi wabonga uJehova ngemisebenzi nangemicabango yaKhe emangalisayo ngabantu baKhe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ucwaningo oluthile lubonisa ukuthi ingozi kulabo abaphuza izingilazi ezintathu noma ngaphezulu ngosuku iphakeme ngamaphesenti angu - 69 kunakulabo abangaphuzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye sezici zothando esisiza abadala ukuba bakhe umhlambi uzwela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NjengamaKristu azinikezele, umgomo wethu uwukwenza noma yini uJehova afuna ukuba siyenze, njengoba nje noJesu enza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova 'unguYise wesihe noNkulunkulu wenduduzo yonke.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelene nezinkolelo zami ezingokwenkolo ukumpontshelwa igazi ngoba nginomuzwa wokuthi lingcwele. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ongithandayo uyakuthandwa nguBaba, nami ngiyakumthanda ngizibonakalise kuye. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Izipho' ezifanayo ziqinisa ubunye boFakazi BakaJehova namuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sekudlule iminyaka engu - 16 kusukela amaJuda abuya ekudingisweni eBhabhiloni abeka isisekelo sethempeli likaJehova eJerusalema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaholi benkolo bamaJuda bekhulu lokuqala babekholelwa ukuthi inkulumo ethi "amadodana abantu bakini" nethi "omunye umuntu" zazibhekisela kumaJuda kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owesifazane wokuqala, u - Eva, wenza okufanayo lapho ethi: "Inyoka ingikhohlisile, ngadla." - Genesise 3: 12, 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangigembula ngidlala ne - lotto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ivesi lokuqala lithi "uJehova wayembusisile u - Abrahama kukho konke." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intsha eningi iyakwesaba ukwehluleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkemba yomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phambi kukaJehova uSedekiya nalabo ababesele eJerusalema babefana neqoma lamakhiwane amabi, abolile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani lokho kufaneleka kulolu daba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uSolomoni akasho ukuthi kuwukuhlakanipha ukuphishekela yonke into engase ikhange izinhliziyo noma amehlo ethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi lokhu kungase kubangele izinkinga ekukhulumeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezweni elisha lokulunga elizayo uJehova alithembisile, uzombusisa ngokumvusa kwabafileyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INKOLELO: Ngesikhathi uJesu ezalwa wavakashelwa izazi ezintathu (noma amakhosi, ngokusho kwezinye izinkolelo). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngokuqinisekile," kusho uCarmen, "nakuba lalingekho kwaze kwaba yilapho siqala ukutadisha iBhayibheli noFakazi BakaJehova lapho umyeni wami aqala khona ukushintsha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ungathanda ukuthola ikhophi noma ukuba nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala, siza ubhalele i - Watch Tower, Private Bag X2067, Krugersdorp, 1740, noma ekhelini elifanele ekhasini 5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Inceku' Emakhulwini Angu - 19 Kamuva | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlukaniswa Ngezigaba Namuhla | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusho enye intombazane: "Noma nini lapho othile ezama ukungeshela, ngikhipha INqabayokulinda." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kungekho ukuthululelana izifuba - kungekho ukuxoxa okuqotho nokukhululekile phakathi kwezingane nabazali - abasha bangaphenduka izihambi ekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayaqaphela ukuthi lomuntu ongabhapathizwe kungenzeka wahlanganyela ekoneni naphezu kokuba enolwazi ngezimfuneko zikaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyondlela, eminyakeni engu - 25 edlule amaphesenti abantu baseFrance abangamaKatolika ababa khona eMiseni okungenani kanye ngenyanga aye ehla esuka kumaphesenti angu - 45 aya kumaphesenti angu - 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OFakazi abaningi kangaka abathembekile, abakhonza isikhathi esigcwele iminyaka eminingi kangaka - kwangenza ngazizwa ngikhululekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho wanxusa uJehova: "Intombazana engizakusho kuyo ukuthi: Mawubeke phansi imbiza yakho, ngiphuze, ithi: Phuza, ngizakuphuzisa namakamela akho, ibe - yileyo - ke oyimisele inceku yakho uIsaka; ngalokho ngizakwazi ukuthi wenzele inkosi yami umusa." - Genesise 24: 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amadoda anekhono ama phambi kwamakhosi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuseni ngosuku olulandelayo, omunye walabodokotela abahlinzayo weza kimi futhi wathi ngemva kokucwaninga okwengeziwe bathole ukuthi esinye sezidakamizwa kungenzeka sasinezela ekopheni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa yini ayezoyenza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, injabulo nempumelelo, hhayi indumalo nokuhluleka, iyotholwa yibo bonke labo abathembela kuJehova neZwi lakhe, iBhayibheli. - 2 Thimothewu 3: 14, 16, 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe sinaso isizathu esizwakalayo sokungabekezelelani sikhonze uJehova ngokuthula? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waveza ukuthi loNkulunkulu ababengamazi "wenza umhlaba nakho konke okukuwo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khumbula, injongo yakho yokunciphisa izinto onazo ayikona nje ukuba nezinto ezimbalwa kodwa iwukuba ugxile ezintweni ezibaluleke kakhulu, njengabantu ophila nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlala ibhokile lapha ezweni kangangokuba abantu bazonihlasela bantshontshe impahla yenu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singase sicabange ngomfundisi emi phambi kwabafundi, ebabonisa lokho afuna bakufunde. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaholi abaningi benkolo abazi ukuthi kungani uNkulunkulu evumela izinhlekelele zemvelo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungase usikisele ukuba ogulayo abonane nodokotela othile, afunde izihloko ezithile eziwusizo, noma axoxe nothile oye wabhekana ngokuphumelelayo nesifo esifanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabangela isibonelo selungiselelo: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ososayensi abaningi abanokwazisa bayavuma ukuthi nguNkulunkulu owadala imvelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe amandla omthandazo alinganiselwe kangako? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyiziwula ngenxa kaKristu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngokungangabazeki eziningi zazo zaziqotho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ababili kulaba bafundi abahlanu baphinde benqatshelwa amamaki ezifundo zokuvivinya umzimba onyaka wesikole olandelayo futhi basongelwa ngokuxoshwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
4 Lokho Okushiwo Abanye | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, amaproselithe ayengabhekwa neze njengabeZizwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma singakulawuli "ukufutheka okubi nentukuthelo nolaka," siyobe siwenza lusizi umoya kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"UbuKristu babo babusezingeni obabukulo ekuqaleni kwenkonzo yeNkosi yethu," kusho uW. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AbeNkonzo Yezeposi e - United States banamarobhothi amaningi abawasebenzisela ukuhlela, ukuqukula nokupakisha izinqwembe zamaphasela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi simo esididayo sashukumisa ososayensi ukuba baqhubeke behlola umlando wamadwala aleli qoqo leziqhingi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Obani abafanekisela uJesu, futhi ngaziphi izindlela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukucabangela kukaJehova abampofu ngesihe kwabonakala eMthethweni KaMose. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho akukho lutho olubonakalayo esingamupha lona ngempela uNkulunkulu, nakuba esivumela ukuba sisebenzise impahla esinayo ukuze sibonakalise indlela esimthanda ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile amafasitela ambalwa ashiywa evulwe kancane ayokwanela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
URebecca, wase - United States, onina wayenomdlavuza wamabele, uyachaza: "Ibandla lingumkhaya wakini omkhulu, futhi izenzo zalo ziyithinta kakhulu imizwelo yakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nasezindaweni eziye zasetshenzwa kakhulu futhi nalapho abantu abaningi bengasabeli, kusekhona imiphumela ethile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngabonisa isikhulu sezokupaka izimoto isihloko esithi "Akulona Iphutha Lami." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo "mgexo" wenziwa imikhondo eshiywa izinkumabulongwe njengoba zihamba esihlabathini ebusuku. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho ukuphila kwethu kunenjongo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Mina nabangane bami sivame ukukhumbula lezo zimpelasonto esazichitha sisebenza esakhiweni seHholo Lomhlangano [lokukhulekela]. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwavimbela abantu bendawo ukuba bazame ukufinyelela esiqongweni sayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi weLos Angeles Times uthi: "Bekhathazekile, bejahile futhi behluphekile, [abantu abaningi] bagijima kukho konke ukuphila kwabo ngaphansi konya lwewashi eNkathini Yokuphuthuma." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Niyobabona ngezithelo zabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu wethu ufuna siyazi iNdodana yakhe ukuze sikwazi ukuyilingisa ngokuseduze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Laba bazalwane abanakho ukuqonda okugcwele uNkulunkulu anakho, kodwa balwela ukwenza isinqumo sabo sivumelane nesiqondiso esinikezwe eZwini likaNkulunkulu beqondiswa umoya ongcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma nje sisaphila kulesi simiso sezinto esidala, bukhona ubunzima esizobhekana nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwalokho zazicobelelana ngalokho ezazikutholile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele sivumelane ngokuphelele nezidalwa zasezulwini ezimemeza zithi: "Uyakufanelekela, Jehova, yebo Nkulunkulu wethu, ukwamukela inkazimulo nodumo namandla, ngoba wadala zonke izinto." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abama isikhathi eside kutuswa ukuba basebenzise ibhentshi elincane noma okunye kokubeka izinyawo bese bethi ukuphakamisa unyawo olulodwa ukuze ingezansi leqolo liqonde. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
• Kwenzeka kanjani ukuba intuthwane ithi ingenamahluleli, njengoba kushiwo kuzAga 6: 6 - 8, kodwa isibekele isibonelo esihle? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Faka nemininingwane echaza izimfanelo zakho, izinto ozithandayo kanye nemisebenzi ozilibazisa ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amaphayona akhethekile ase - Albania nawase - Italy athuthela eKosovo ngokuzithandela ukuze ayosiza abantu bakhona abangu - 2 350 000. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
noma, 'Kunjani lapho kwelenyoni?' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini yesAmbulo 17: 16, kubikezelwa ukuthi isilo sasendle esibomvu klebhu esingokomfanekiso, esiye sabonakala siyiZizwe Ezihlangene, siyophendukela iBabiloni Elikhulu elinjengesifebe silibhubhise ngamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lisifundisa ukuthi uNkulunkulu ulangazelela ukuvusa abafileyo abasenkumbulweni yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bethukile futhi bedidekile, abaphostoli bashiya iNkosi yabo babaleke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze uthole imininingwane yalelo cala, bheka ethi OFakazi BakaJehova - Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu, amakhasi 647 - 56, enyatheliswa oFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngasekugcineni kwetafula, sabeka i - VCR (umshini we - video) neTV ukuze sibonise izivakashi isibonelo esisodwa lapho igama likaJehova lasetshenziswa khona emdlalweni webhayisikobho owawuthandwa kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayehlele ukwenza kanjalo kodwa kunezinto ezimbili ezenzeka eNiger ezamphazamisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kungani enomzali ongayedwa yande kakhulu kunangaphambili? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenzekani emiphefumulweni yabantu abangalungile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanjalo engibathandayo baye basiza ekuvaleni isikhala esavulwa ukushona kwabazali bami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa namanje ngisadinga okunye ukuqinisekiswa, futhi lesihloko singisizile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Kuyadingeka Ngempela Ukumpontshelwa Igazi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ineminyaka engu - 43 ubudala futhi ingamamitha angu - 1,73 ubude. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lempikiswano yokuhilela i - Hinomaru [ifulege lesizwe] ne - Kimigayo [ingoma yesizwe] emikhosini yesikole iye yabangela impikiswano ezweni lonke ngenxa yokuhlobana kwakho nokubandlulula ngokweqile kobuzwe nobukhosi baseJapane bangesikhathi sempi. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kweyabase - Efesu isahluko 5, sifunda iseluleko sikaPawulu sokugwema ukukhanukela ubufebe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IKilimanjaro yayibizwa nangokuthi "iNtaba Yomahamba - nendlwana," ngoba njengendlu ekhanyayo yokuhlaba umkhosi olwandle, izinguzunga zayo zeqhwa zingabonakala ebangeni elide kunoma yiluphi uhlangothi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, kufanele sisho ukuthi umoya ongokwasezulwini ngempela uboniswa yilabo ababambisana nabadala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, uma sifuna uMbuso wakhe kuqala nokulunga kwakhe, njengoba kwasho uJesu, 'zonke ezinye izinto esizidingayo ziyokwenezelwa kithi.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, usuyazi ukuthi imiBhalo yalotshwa ngokuphefumulelwa ngomoya ongcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isehlukaniso Silimaza Indawo Ezungezile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ukuthutha kwabo ngaso sonke isikhathi kwenza ukuba umalaleveva ungalawuleki," kubika i - Newsweek. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wavumela iNdodana yakhe ephelele nengenasono, eyaziwa ngokuthi uJesu, ukuba ihlupheke futhi ife ukuze alungiselele isihlengo esidingekayo sokukhulula abantu ebugqilini besono nokufa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMarthe, * udade owake wacindezeleka, uyabhala: "Ngolunye usuku ngithandazela isikhuthazo, ngahlangana nodade osekhulile owangibonisa uthando nomusa, okuyizinto engangizidinga ngaleso sikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.