sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
IBhayibheli lithi: "Noma yini eniyenzayo, yenzeni ngomphefumulo wonke njengokungathi nenzela uJehova, hhayi abantu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuthiwani ngalabo abasenqabayo isimemo sikaNkulunkulu sokuba babuyisane naye njengabantwana bakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AMAKRISTU ahlome izikhali? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinyangeni ezalandela, ngaba nelungelo lokubafundela iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangimncoma futhi ngimnike imivuzo emincane lapho ekhulume 'ngokushelelayo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sonke sasikholelwa ukuthi ezinsukwini eziyisikhombisa umphefumulo wentombazanyana efile wawuzomqothula lomuntu owabangela ukufa kwayo ngaphambi kwesikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukhona imithandazo evelele yamadoda nabesifazane abathembekile eseZwini likaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uma ninikela kimi iminikelo yokushiswa ephelele, neminikelo yenu yesipho ngeke ngiyijabulele, nemihlatshelo yenu yenhlanganyelo yokukhuluphalisiwe ngeke ngiyibheke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlola izimangaliso zikaJesu bekungeke kuphelele uma kugcinwa ngamaphuzu anengqondo abonisa ukuba iqiniso kwazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ivangeli Lezombangazwe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yisiphi isiprofetho sokuqala ngqá esalotshwa, futhi yimuphi omunye wemibuzo esawuphakamisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, olunye ushintsho lwalufanelekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingelosi idalula ukuthi angobani lamashende athandwayo esifebe esikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushintsha ukudla nokuhlela izimo ezazihlanzeke kakhudlwana kwasiza ekusheshiseni ukululama kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi uzonda ukukhanya, akezi ekukhanyeni ukuba imisebenzi yakhe ingasolwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamazwi nangezenzo zethu, masiqhubeke sibonisa ukuthi uJehova uyisiphephelo sethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wahlela iqembu elikhulu, waqala ukulungiselela izinto ezaziyosetshenziswa ekwakhiweni kwethempeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma babecindezelwa, abaseKorinte babengeke banikele ngokuzithandela nangenjabulo. ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kungokungenangqondo ukulindela isivikelo esikhethekile esivela kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudingeka Izinguquko Ezinkulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosizo lukakhonkolo nangokucindezela amaphepha ukuze kuhlanganiswe lezingcezu ezathengwa, lombhalo osetsheni wagcina utholakele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umgomo wakho uwukukhonza uJehova phakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngabheka uhlu lokuphakathi, futhi ubuso bami bagcwala injabulo lapho ngibona isahluko esithi "Our Lord's Return" (Ukubuya KweNkosi Yethu). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, izAga 21: 1 ziyasitshela: "Inhliziyo yenkosi injengemifudlana yamanzi esandleni sikaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini engenziwa ukuze kusizwe izinyoni ezifudukayo ezindiza ebusuku? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqaphela lokhu, umphostoli uPawulu wababaza: "O ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nolwazi lukaNkulunkulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, cabanga ngomgcini - mibhalo wase - Efesu yasendulo owayebhekwa njengesikhulu esihlakaniphile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosizo lwemali yamaWalden, waqala ukunyathelisa izincwadi eziningi "ezazivukela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma uNkulunkulu amvusela ngempela ekuphileni, lezo yizindaba ezimangalisa kunazo zonke ezake zezwakala emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abathunjwa Ngiyisiboshwa esisasalelwe iminyaka emibili yesigwebo sami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba isihloko esiqala ekhasini 16 sibonisa, akudingekile ukuba siphethe ngokuthi uJesu wayekhuluma ngesibalo seminyaka esimisiwe esakha "isizukulwane." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singaqhathanisa amanani, okungasisiza songe imali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka umbukwane ovusa amadlingozi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, lapho ukulungiswa kunephutha, umdlavuza ungaqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhuba wokusoka abantu besilisa ubonakala uyinzuzo ekuvimbeleni izifo ezithathelwana ngobulili, njengengculaza, kusho umagazini waseFrance i - Revue Française du Laboratoire. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI | IBHAYIBHELI - INDLELA ELASINDA NGAYO | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwakudinga ukholo nokulalela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abonisani la maphuzu amathathu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushintsha Kwendlela Yami Yokucabanga | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva uJesu uyaphinda uhlangana nabaphostoli bakhe futhi ubaholela ngaphandle komuzi eBethaniya, esemthambekeni ongasempumalanga weNtaba yemiNqumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba wawuhlala kwa - Israyeli ngezikhathi zeBhayibheli, wawuyojabulela ukuba nesihlahla somnqumo esinjengalesi esiboniswe ngenhla eduze nekhaya lakho, noma emasimini akho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ilungiselelo LikaJehova Lomkhaya Lothando, 10 / 15 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova unikeza abantu emhlabeni wonke isiqondiso abasidingayo ekuphileni (Bheka izigaba 16, 17) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa wagcina ebalekile waphuma kuleyo mizi wasinda esahlulelweni sikaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyoba khona yini ngo - April 4, 2004, ukuze ugubhe iSikhumbuzo sokufa kukaJesu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isiphi isihlengo esihambelanayo esahlangabezana nezimfuneko zobulungisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakudingeka ngizikhumbuze nsuku zonke ukuthi isizathu sokuba seGuinea kwakuwukuzosiza abanye abantu bazi ngoJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Bible and the Anglo - Saxon People ithi: "Ngaleso sikhathi yaba iNguqulo Egunyaziwe, nakuba leli gama yalithola ngenxa yokuthi yayihunyushwe kahle kakhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwazi kanjani ukufeza wonke lomsebenzi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amawundlu azalwa engenawo amandla okuzisiza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayeqhube izifundo zeBhayibheli nabantu abangaphezu kwekhulu abagcina bengoFakazi BakaJehova ababhapathiziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imijikelezo Esekela Ukuphila | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lenkolelo iye yazala izinkulumo ezinjengokuthi "Akekho ongalwisana nokunqunyelwa kusengaphambili," "Isikhathi sakhe sesifikile," noma "Okwenzekile kufana nokudaliweyo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke wasihlephula futhi wasinika abaphostoli bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esabase - Wales sithi, "Uthando lunamandla kunesiqhwaga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kokunye, i - Internet iye yavulela abatshali bezimali ithuba elisheshayo lokuthola imibiko yezimali, iseluleko ngokutshalwa kwezimali nokuthintana nabathengisi bamasheya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, kunokunye okudlulela ngalé kwalokho - ukuziqhenya okuholela ekuzicabangeleni ngokweqile noma ekuqhosheni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Isaya isahluko 35 uye wagcwaliseka kanjani esikhathini sethu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kungenzeka ukuthi uPawulu wayesaba ukuthi laba abaseKorinte abacabanga ngezentengiselwano babengangabaza isisusa sakhe ukuba wayamukela ukusekelwa okungokwezimali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kuyintando kaNkulunkulu, amalungu omndeni wami nabangane bami asebashona bazobuyela ekuphileni ezweni elisha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyaqiniseka ukuthi le ncwadi entsha iyosiza izimvu zikaJehova emhlabeni wonke ukuba zikumelele ngokuqinile okulungile, zibonise uSathane engumqambimanga futhi ngaphezu kwakho konke zizigcine othandweni lukaNkulunkulu! - Jude 21. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akumangalisi ukuthi izazi zezombangazwe zamanje namaphephandaba kunxusa ukuba kuqedwe iSonto, ukuba kuqedwe ubudlelwane phakathi kweSonto noMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, amaKristu kufanele ahlole izinto eziza kuqala kuwo nalokho ukuphila kwawo okugxile kukho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngathandazela usizo lukaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ISonto NoMbuso Kuyaphikisana Kuyinhlolo - vo Yesahlukaniso E - Ireland | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusekukhishweni nje kwezinguqulo zesimanje zamaRoma Katolika lapho leliphutha liye laphawulwa khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlola kwamuva kuye kwembula ukuthi kubantu abanamaBhayibheli, ingxenye yabo yathi ayiwafundi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Londoloza Ukwesaba UNkulunkulu Okufanele | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zazihlezi zibhocobele emadwaleni asePacific eValparaiso - cishe ziqedela ukugaya kwazo ukudla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu olimele kabi udinga okungaphezu kwesibulala - zinhlungu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokulandelayo, uDean Songer weKomiti YeFektri wakhuluma ngesihloko esishukumisayo esithi "Khululekani Kweminye Imisebenzi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi kungaba yinto edabukisa kanjani lokho, njengoba sesiseduze kangaka nomugqa! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokusuka eGibhithe, u - Abrahama wayaphi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu uthi ngendodana enkulu: "Yathi isiza isondela endlini, yezwa ukuhlabelela nokusina. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IKHASI 9 Ubani oyojabula? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwi abadala angaba usizo olukhulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akunakwenzeka yini ukuthi uNkulunkulu usebenzisa izinkolo eziningana, kuyilapho elahla ezinye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwamanye amazwe, umthetho uthi kumelwe abantu bashadele ehhovisi likahulumeni, njengasehholo ledolobha, noma phambi komshadisi ogunyazwe uhulumeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kuthiwani uma inkinga iqhubeka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungafani nathi, uJehova akoni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owayengumbambeli wombonisi wegatsha woFakazi BakaJehova wayebekelwe umthetho ovimbelayo ovela kuhulumeni, owawufuna ukuba ahlale edolobheni eliqhele ngamakhilomitha ayikhulu ukusuka eSydney. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifundo sesibili sisithola esibonelweni sikaJeremiya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Kucatshangelwa ukuthi esinye sezizathu eziyimbangela yokuwa kombuso wamaRoma kwakuwukuthanda kwawo ukunandisa iwayini lawo ngomthofu," kubika iMedical Post yaseCanada. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amadwala ancibilikile amnyama awuketshezi futhi ngokuvamile abangela ukuqhuma okuncane noma ukuqhuma okungenamsindo kanye nokugeleza kodaka oluhamba kancane abantu abangalugwema kalula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yisho ngokucacile ukuthi yiziphi izinto ezingasetshenziswa noma zibolekwe futhi yiziphi ezingenakubolekwa futhi zisetshenziswe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamanye amazwi, ingcebo ithembisa injabulo, kodwa ayiyilethi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekufezekeni kwezinjongo zikaJehova, le nsali yayiyoba "njengamazolo avela kuJehova," aletha ukuqabuleka nokuchuma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UZandile: Ngoba ngiyamthanda, futhi - ke umama wami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, 'akusayikubakhona ukudabuka, nokukhala, nobuhlungu, nokufa,' ngokuba uJehova uNkulunkulu uthi: "Bheka, ngenza konke kubekusha." - isAmbulo 21: 1, 4, 5; 2 Petru 3: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zasabela kanjani izithunjwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isikhulu sempi sangalezo zinsuku cishe sasiyoba nomlando ogcwele izenzo eziningi zobudlova, ukuchitha igazi nokukhulekela kwamanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukuphi kwenye indawo lapho insindiso ingatholakala khona? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini esingayenzi ngokuqondene nabantu abangaphandle kwebandla lobuKristu, futhi ngani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Silibiza Kanjani Igama LikaJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IMOTO yakho isegiyeni, injini iyaduma, kodwa ayifuni ukuhamba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, uRebeka wasebenzisa isivumelwano sesabizwana esithi "ngi -" ukuze achaze indlela eyayimthinta ngayo lenkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Echaza isizathu sokuba abe nomuzwa wokuthi le mfanelo ibaluleke kakhulu, udade othile wathi: "Singazuza kwezinye izimfanelo ezinhle umdala anazo uma kuphela engeneka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungakhathazeki ngokweqile ngezingozi ezingase zivele, kodwa thatha izinyathelo zokuphepha ezifanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Obunye ubugebengu babuhlanganisa ukushisa impahla nokulimaza ngesikhali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi uJesu wathi: "Ihora liyeza lapho bonke abasemathuneni beyokhunjulwa futhi bayolizwa izwi layo [uJesu] baphume." - Johane 5: 28, 29. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.