sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Kalula nje, leli gama lichaza isimo lapho ababusi bomhlaba bebuthana khona ukuze bamelane noNkulunkulu noMbuso wakhe osezandleni zikaJesu Kristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leli bandla okwamanje linabamemezeli abangu - 48 futhi liyakhula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasiyisisekelo esikhulu kunazo zonke ezake zenziwa abantu endulo, singamamitha angaba ngu - 480 ububanzi nangu - 280 ubude. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuwo wonke amazwe asathuthuka, isimo sibi kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, kufanele uzibuze: 'Ingabe indlela engifundisa ngayo abantwana bami ihambisana nemibono enginayo njengamanje kanye nezidingo ezikhulayo zabantwana bami?' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyakujabulela ukuzifunda futhi ngithola ukwaziswa kwazo kunikeza ulwazi kakhulu, kufudumeza inhliziyo, futhi ngaphezu kwakho konke ziwusizo kakhulu njengeziqondiso ekuphileni kwansuku zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, sengisondelene kakhulu noJehova kunangaphambili. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye bangakulawula ukudluthuleka kwabo okwesikhashana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwephephandaba laseToronto, eCanada, iGlobe and Mail, uye wathola ukuthi ezinhlotsheni ezinhlanu zikasilika okhiqizwa isicabucabu olulodwa luqine ngaphezu kwensimbi - eqinisweni, luqine ngokuphindwe kashumi kuneKevlar, imicu yokuzenzela esetshenziswa ezingutsheni ezingenakungenwa izinhlamvu, ezikebheni, nasezimotweni zempi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulinganiselwa ukuthi eminyakeni engu - 12 000 edlule, izimpophoma eNiagara ziye zancipha ngamakhilomitha angu - 11, zaba yilokho eseziyikho manje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sifuna ukusondela kuye, kufanele silwele ukusiphula noma yikuphi ukuqhosha, umona nesifiso sokuvelela esingase sibe naso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lisitshela ngoJosefa, insizwa eyayizazi ukuthi ifuna ukuba uhlobo olunjani lomuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Engatatazeli, wasukuma futhi wathi kule ndoda: "Ngeke ngikunike ikheli lami, futhi ngizoqhubeka ngishumayela kule ndawo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izilinganiso eziphakeme zezakhi ezivela ekukhukhulekeni kwenhlabathi, indle, nentuthu yezinkuni zondla lama - alga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubani owayengasondela emishinini enjalo yempi esabisayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UmKristu angagcina esekhukhumele lapho abaningi bethanda izithombe azifakayo futhi angaze acasuke uma abanye beyeka ukumlandela kulezo zingosi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimiso sokujikeleza kwegazi lendlulamithi ngempela siwumklamo oyisimangaliso, senziwe ngokuhlakanipha ukuze sifanelane nomzimba walesi silwane ome ngendlela engajwayelekile nobukhulu baso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa esikhundleni sokwakha leli bhuloho ngamapulangwe nangamatshe, umakhi omusha wasebenzisa insimbi nokhonkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngendlela engokomfanekiso, ngaleso sikhathi ziyowulalela ngokuqiniseka umyalo kaNkulunkulu othi: "Wozani, bantu bami, ningene emakamelweni enu nizivalele iminyango, nicashe ngokuphazima kweso kuze kudlule ulaka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ama - Israyeli ezilalela lezo ziqondiso ezinengqondo, ayeba nempilo engcono futhi evikeleka ezifweni ezazikhathaza ezinye izizwe, njengabaseGibhithe, ababengenayo imithetho yezinga eliphakeme kanjalo. - Duteronomi 7: 12, 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IHIYAKINTE YASEMANZINI | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lingisa Umphostoli UPawulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwangathi ungevumele lutho lukuvimbele ekubeni uqhubeke ungenisa lolu lwazi olunikeza ukuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bafana nomunye osemusha waseBrazil owathi: "Ngingazikhathazelani nje ngezinto eziyokwenzeka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngokuqinisekile," ephendula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJobe wayeqiniseka ngokuthi uNkulunkulu wakhe uyomkhumbula futhi uyolangazelela ukumvusa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithi: "Makube kude noNkulunkulu weqiniso ukwenza ngendlela yokukhohlakala!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyenza uDavide wakwazi ukushaya uGoliyati? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indaba elandiswa nguRobert McLuckie itholakala kuyi - Nqabayokulinda ka - February 1, 1990, amakhasi 26 - 31. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo mlobi wathi: "Lapho ukudla kuyindlala, bahlanganyela isinkwa sabo nabafowethu nodadewethu [abangamaJuda]!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma uma sizama ukubaleka, kube sengathi asikwazi ukulawula ukushukuma kwethu - imilenze yethu ayifuni ukusabela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje uma uJehova ebheka ukuphazamiseka ngengozi komntwana ongakazalwa njengento enomphumela ongathi sína kanjalo, yeka ukuthi icala elikhulu kangakanani elingaba khona ngokuphazamisa kwangamabomu, njengasendabeni yokukhipha isisu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amabutho aseJapane ahlasela iBurma phakathi neMpi Yezwe II, futhi iRangoon yawa ngo - March 8, 1942. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa anginawo amazwi okuchaza ukwazisa kwami ngezihloko ezazikhuluma ngabasemzini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - LMS yayiqeqesha abantu abazimisele ukufunda izilimi zabomdabu futhi babe izithunywa zevangeli endaweni yaseNingizimu Pacific. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayevela emkhayeni wesigaba esiphezulu, ngakho - ke kwakungadingekile ukuba afunde ebe esebenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INqabayokulinda iqukethe isigijimi esinjalo, njengoba kwaphawula omunye umfundi osanda kucela isikhokhelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa sazi kanjani ukuthi sinedumela elinjalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuthopha kwezindebe zakhe uyamyenga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqoqa izinto zikaTheresa kwakuwumsebenzi obuhlungu - yonke into yayibenza bamkhumbule nesikhala sakhe kubo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamabomu balisebenzisa ngokungeyikho ezinhlosweni zabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Regina Lederman, iphini lenhloko noprofesa weSikole Sobuhlengikazi seGatsha Lezokwelapha leYunivesithi yaseTexas. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
7, 8. (a) Umlando owenziwa amaKristu ekhulu lokuqala ubonisa kanjani ukuthi asisebenzisa isiyalo sikaJesu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lenjini ifakwe esiqhingini esincane esixhunywe ogwini ohlangothini ngalunye ngendawo ethé ukuphakama efana nedamu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayeyisibonelo esiphelele sokusebenzisa amandla obudoda ngobumnene obunokulinganisela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okunye okwamsiza ukuzindla ngeyoku - 1 IziKronike 29: 17, ebiza uJehova uNkulunkulu ngokuthi "ungumhloli wenhliziyo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, uhlu lozalo lukaMesiya aluvelanga ngoRubeni noma ngoJosefa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: "Ukwesabeka kwempi nokuhlupheka komkhaya wakithi kwangikhonkobalisa inhliziyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kwalo, ngeke sikwazi ukuba nenjabulo yangempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda isAmbulo 7: 16, 17.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abafundile baseSpain bakwazi ukufunda iBhayibheli ngolimi lwabo kalula ngenxa yomsebenzi owenziwa abahumushi nabakopishi bangenkathi ephakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NjengamaIsrayeli asendulo, 'ngangimanqikanqika phakathi kwezinhlangothi ezimbili.' - 1 AmaKhosi 18: 21. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Abrahama wayekholiseke nangokuthi lokho uJehova ayemcela ukuba akwenze kwakufanelekile, ngisho noma yena ayengawazi wonke amaqiniso ayehilelekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkampani kulindeleke ukuba ziyibike njalo inzuzo eziyenzayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayefuna ukuthuthela emzini omusha ongenazo izinto ezihlobene nokukhulekela kobuqaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusikisela ukuthi kungase kube nemithombo ehlukene yeziprofetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyayiphendula imithandazo yalabo abamthandayo nabenza intando yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ngesikhathi esisodwa, wazizwa ucindezelwa amandla amakhulu, futhi waphulukundlela emnyango wekhaya lakho waphumela emakhazeni, emsindweni, nasekukhanyeni kwezwe langaphandle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye udokotela waqale waba madolonzima ukuhlinza umzalwane ngaphandle kokumfaka igazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naphezu kwalokho isiguli okungenzeka siye sakuzwa ngokuphathelene nokuvulwa kwenzalo ngemva kwale nqubo, ukuhlinza kokuxhumanisa imithambo kuyabiza, futhi ngeke kuqinisekiswe ukuthi kuzophumelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphansi kwesiqondiso sikaJehova, uJesu ukhethe inani elinqunyiwe labantu kuzo "zonke izinhlanga nezilimi nabantu nezizwe" abazobusa kanye naye "njengamakhosi phezu komhlaba." - IsAmbulo 5: 9, 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UAlexander wakhuluma okufanayo, ethi: 'SingoFakazi BakaJehova.' " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo bonke, befakazelwe ngokukholwa, abazuzanga isithembiso, | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa iluphi kulezinhlangothi ezimbili olwaluzozuza kakhulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ImiBhalo YesiHeberu ithini ngoNkulunkulu? - Duteronomi 6: 4; IHubo 145; Zakariya 14: 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamazwi nesibonelo sakhe, abamemezeli bebandla, amaphayona, izinceku ezikhonzayo nabadala bangalindela ukuba bakhiwe futhi bafakwe umdlandla womsebenzi ongaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho okwakwenziwa yilabo befundisi eMthethweni kaJehova awunikeza ngoMose kufana nalokho okuye kwenziwa abefundisi beLobukholwa, nalokho abasakwenza namanje emfundisweni kaKristu - "bapenda" iqiniso laphezulu ngopende wesiko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushada NoNathan Knorr | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Gqoka ngesizotha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyavunywa, kubalulekile ukwazi imithetho kaNkulunkulu, futhi ukuyilalela kuyadingeka ukuze umuntu asindiswe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakulalela lokhu futhi ngokushesha wanqoba imikhuba yakhe emibi nobudlova ayenabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuqaleni kwekhulu le - 16, abadwebi bamabalazwe babesebenzisa umbhalo ogqamile omnyama, owawenza kube nendawo encane yokubhala ukwaziswa emabalazweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wachaza ukuthi "lapho kugcwala isilinganiso sezikhathi ezimisiwe," uNkulunkulu wayeyosebenzisa isimiso "sokuqondisa," ekugcineni esasiyobangela ukuba zonke izidalwa zakhe ezihlakaniphile zibe munye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Kuzo zonke izimo ezivivinyayo engabhekana nazo, uJehova akazange angishiye." - UHENRYK | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZwi likaJehova lithi futhi: "Abangidumisayo ngiyakubadumisa; abangidelelayo bayakweyiswa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngandlela - thile oFakazi BakaJehova bambalwa ngenani uma beqhathaniswa nezinkolo ezithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba abanye bethi lonke iqiniso lixhomeke kokuthile, ingabe kunjalo ngempela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa iminyaka yabo yokuthunjwa engama - 70 yayisizophela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinhlangano zosizo ziye zasebenza kanzima ukuze zivimbele noma zinciphise ukuhlupheka kwabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokushumayela kwakhe ivangeli ngentshiseko, umphostoli uPawulu wayengatshela abadala abangamaKristu e - Efesu: "[Angigodlanga] ukunitshela noma yini ezintweni eziyinzuzo nokunifundisa obala nasendlini ngendlu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukho konke lokhu, isithakazelo senu esiqotho kithi sisobala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuhilelani ukubonisa abanye udumo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela yokuyilungisa evela phezulu yayifuna ukuba kwenziwe ingxube yezithako ezine enamakha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi impikiswano yegazi, izidakamizwa, ubulili, noma yikuphi ukuziphatha okubi uSathane akuletha kithi sonke, ikakhulukazi entsheni yethu, kumelwe siqhubeke sihlale siqinile ngokwakha ukholo lwethu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ngamcela ukuba afunde incwadi engangiyifunda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe ucabanga ukuthi imishini emihle yeX - ray ithakazelisa kuphela kodokotela nezazi zesayensi, kodwa abantu lapha bafuna ukuba nesipopolo seCAT kakhulu kangangokuthi esinye sathengwa ngencwadi egunyazwe umphakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye Bazothini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini esifana ngayo sonke? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ImiBhalo ibonisa ukuthi lapho uNkulunkulu eqeda ukudala umhlaba, wathi konke ayekwenzile - yonke indalo yakhe ephathekayo, ebonakalayo - 'yayiyinhle kakhulu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDa Gama wabuyela eLisbon ngo - September 8, 1499 - futhi wamukelwa njengeqhawe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini eyayiya ehhovisi legatsha loFakazi BakaJehova laseNigeria, yabhala: "Sithanda ukunibonga ngokusicabangela enisibonise khona thina basha ngokunyathelisa incwadi ethi Intsha Iyabuza - Izimpendulo Ezisebenzayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengokhokho bawo oLwandle Olubomvu eminyakeni engu - 40 ngaphambili, amaningi manje awela iJordani kumelwe ukuba ayacabanga, 'Angisoze ngakukhohlwa uJehova akwenze lapha.' - Josh. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuvuma icala kungenza ngisho nowoniwe azizwe engcono ngoba ukuvuma icala kungaqinisekisa owoniwe ukuthi lowo muntu umthanda ngokwanele ukuba azisole ngokumzwisa ubuhlungu obukhulu. - 2 Samuweli 11: 2 - 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leli hlalankosi elikhulu kangaka seliyinkaba yedolobha futhi yilapho kukhona khona iHermitage yodumo, umnyuziyamu woMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokulinganiselwa kwendawo, ngokuvamile asizifaki izinhlu zezikhombo zezwe njengoba ngokuvamile kwenziwa emaphephabhukwini ezobuchwepheshe nawezesayensi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho abafowethu babeqhuba iSifundo Sencwadi Sebandla khona, sasibaqalela iSikole Senkonzo Esingokwasezulwini esifushanisiwe kanye ngenyanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngeke ubazi abantu uma becindezelekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbonisi wedolobha wabika: "Izinto ezinikelwe abazalwane baseLagos ziningi ngaphezu kwalezo ezidingwa yilabo abathintekile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Enguqulweni yesiGreki i - Septuagint, leligama elifanayo lasetshenziswa kuJobe 29: 25, lapho uJobe achazwa khona njengomuntu oduduza abalilayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Asami uthi: "Ngangibona sengathi uKatsuro uyayitotosa indodakazi yethu, kuyilapho yena ayebona sengathi ngiyiphatha ngesandla esiqinile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.