sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Umoya ohlanzekile uhlala ukhona, kungakhathaliseki ukuthi i - Metro igcwele abantu kangakanani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1994, wayesenciphise umsebenzi wakhe ngokwanele, wakwazi ukubhalisa njengephayona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi ethi Planet Earth - Flood ikhuluma ngabaningi baseNdiya nasePakistan 'abaye bafa ngobuhlungu obukhulu bokulunywa izinyoka ezinesihlungu' lapho bezama ukubalekela izikhukhula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho esenikwe ithuba lokuchaza lesi siprofetho, uTiffany wasukuma wakhuluma engafundi ndawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho kuphahlazeka okwabulala abantu, udaba lokuphepha ezikhumulweni zezindiza nasezindizeni selubhekwe ngeso elibukhali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okokuqala, amaCzech aphoqwa ukuba ahambe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EyamaHeberu 4: 15, 16 iveza iphuzu lokuthi uJesu - manje ongumpristi ezulwini - naye uke waba umuntu, ngakho angabonisa ububele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesisimo asimangalisi ngokuphelele, uma sicabangela ubuhlobo osebunesikhathi eside kodwa obunezimpikiswano beSpain nesonto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuba u - Israyeli ebuye ekudingisweni eBabiloni, amaNethini angewona ama - Israyeli anikezwa umthwalo wemfanelo owandisiwe wokusiza abapristi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izitolo zezinto eziyizikhumbuzo zidayisa izindwangu zokusula izitsha nezikibha okubhalwe kuzo izithombe zesibhedlela iCooktown esiyiHholo LoMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambi kokuvakashela eBethel, u - Alberto wayesanda kuvakashela esikoleni sokufundela ubufundisi umlamu wakhe ayengumpristi kuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngacindezeleka futhi ngadumazeka. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuba yena ungukuthula kwethu, owenza kokubili kwaba kunye, nowabhidliza udonga olwahlukanisayo olungubutha, | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uba nomuzwa wokungakhululeki uma ucabanga ngobhadane, eminyakeni emibili ngaphambili, olwalubhuqe ingxenye eyodwa kwezinhlanu yenani labantu bakulelidolobha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ingane isencane futhi isahlala ekhaya, kulindelekile ukuba uqhubeke uyondla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, abaseBhabhiloni babebheka ukuphuma kwelanga njengokuqala kosuku olusha, kuyilapho abaseGibhithe namaRoma babebala izinsuku kusukela phakathi kwamabili kuya phakathi kwamabili, njengoba kunjalo nanamuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimbuzi ziyokuya "ekujezisweni okuphakade." - 2 Thimothewu 3: 1 - 5; Mathewu 25: 31, 32, 46. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ephatheke kabuhlungu futhi edidekile, uMichelle ufuna ukwazi ukuthi uEduard ubengadlala kanjani ngaye amenze ukuba acabange ukuthi uyamthanda ngendlela enze ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayebonisa amaJuda ukuthi ayenephutha, ukuthi wayengeyena uNkulunkulu, kodwa ukuthi wayeyiNdodana kaNkulunkulu, nokuthi njengomkhulumeli kaNkulunkulu wayengenze lutho ngokwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zinkulumo, kanye nezinye eziyisithupha ezichaza abantu abajabulayo, zakha isingeniso esimangalisayo sentshumayelo kaJesu edumile, iNtshumayelo yaseNtabeni, njengoba yabhalwa umlobi weVangeli uMathewu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Engxenyeni yezwe engasenyakatho, ngezinye izikhathi kwakuhanjwa ngemoto enjengeveni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokugembula ngemali eyebiwe, wayenethemba lokukhulula ithelevishini yakubo nendandatho ye - onyx ayehwebe ngayo ukuze akhokhe izikweleti zokugembula zangaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ufuna kuphela labo abathanda ubukhosi bakhe ngenxa yezimfanelo zakhe ezinhle nangenxa yokuthi bulungile, abakhetha obakhe ubukhosi kunanoma yibuphi obunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ebandleni kwakunabazalwane abakhonza noma ababeke bakhonza eBethel. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zama kanzima ukungagconi, ngisho nangendlela enhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifundo seBhayibheli sasikhathi sonke esiqhutshwa nomkhaya, kokubili umama nabantwana, sinikeza amathuba amahle okudlulisela isiyalezo sothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amakhono afunekayo alula kangangokuba asikezwa ukuthi ukhona umuntu ongakwazi ukubuka ithelevishini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe uzizwa njengeNkosi uDavide, 'owahamba usuku lonke edabukile' ngenxa yamaphutha akhe, noma isono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ngangikwazi kahle ukuthwebula izithombe ngenxa yokuhlangenwe nakho kwami ekuthwebuleni izithombe zami eziqoshiwe, ngawamukela ngazo zombili lomsebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lindela impendulo bese uqhubeka ngomyalezo ongokomBhalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukhona esikucabangayo, umngane wethu uKatarzyna uzonixoxela ngako. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akapholisanga maseko, wabe esefunda nami iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukucindezeleka - 'Ubuthi Obuthatha Kancane' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuhlola ukuphathwa kabi kwamalungelo abantu emhlabeni wonke ngo - 1997, abacwaningi baphetha ngokuthi "ubudlova basekhaya buye baba ngenye yezimbangela eziyinhloko zokulimala kwabesifazane cishe kuwo wonke amazwe omhlaba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yena kanye nomfowabo oyisiThulu bafunda uLimi Lwezandla LwaseRussia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ebrahim Samba, ongumqondisi wehhovisi le - WHO elise - Afrika, watshela i - Panos Features, iphephandaba le - Panos Institute, ukuthi ukuhlola okwenziwa kokubona ukuthi amanetha afakwa emibhedeni ayaphumelela yini ekulweni nomalaleveva kuye kwaveza "imiphumela ejabulisa kakhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba izibalo zingaphelele, njengoba ukuhlolwa kungakenziwa kuwo wonke amazwe, i - United Nations Children's Fund ilinganisela ukuthi izingane eziseminyakeni yokufunda esikoleni eziyizigidi eziyikhulu emhlabeni wonke azisoze zalubhada esikoleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikamu lababaleki aliyona neze indawo yokukhulisa umkhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala wayewazi amagama asebenzayo kwelithi "umfazi," "indlovukazi" nelithi 'isancinza,' ngoba wawasebenzisa lawo magama emibhalweni yakhe ephefumulelwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
3 Ingabe Asisenandaba Nesono? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wenza ngesihluku, akangabonisa ukuzisola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imikhuba Emihle Iqala Ekhaya | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwalokho ngangibe sengihambahamba ngaphandle ukuze ngizindle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amaphesenti angaba ngu - 80 entsha ekhuluphele ahlala enjalo nalapho esengabantu abadala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapha zihlukaniswa ngokombala nobukhulu bazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akekho omunye onganelisa izidingo zabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uSolomoni ebekwa esihlalweni sobukhosi, wazizwa engakufanelekele ukuthwala lowo mthwalo osindayo wokuba inkosi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ehlangene ngezindlela ezihlukahlukene, ama - spicule angakha izinhlaka zamathambo eziyinkimbinkimbi, amagobolondo ayisivikelo kanye nezindophi ezingaba amamitha amathathu ubude nesentimitha elilodwa ubukhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nangaphansi kwezimo ezinzima, ungadumisa uJehova futhi uthuthuke ngokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukugcwaliseka: UMbuso kaNkulunkulu uyoqeda ukuntuleka kokudla okunomsoco, ukusweleka kokudla nendlala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze izitholele izindawo zayo zokuhlala yodwa, imikhaya ecebile yayinikela ngezifihla - buso zaseGreece ezingu - 22, ezazibekwa ngenhla kwezinsika ukuze kudunyiswe abaqambi, abaculi nabalobi bemidlalo baseYurophu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho iningi labangu - 144 000 selafa futhi selisezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzamula kakhulu kusiza ekwandiseni umoya - mpilo esiwutholayo futhi kungasiqabula isikhashana; ngokuvamile kuyingxenye yenqubo yokuphaphama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke uDirk wangicela ukuba ngibhekisise elinye itshe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1598, ngemva kokuba kube nempi yenkolo iminyaka engaphezu kwengu - 30 eFrance, iNkosi uHenry IV yasayina iSimemezelo SaseNantes. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
E - Austria, eBrithani naseFrance abanye abakuthembi ukudla okushintshwe izakhi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe umhlaba ungakhiqiza okwanele kokusuthisa abantu abayizigidi zezigidi ezingu - 10 noma abayizigidi zezigidi ezingu - 14? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Funda ngendlela aziphatha ngayo ngaphansi kwazo zonke izimo, ukuziphatha kwakhe, ukuqonda kwakhe nokuhlakanipha, isizotha sakhe, ukucabangela kwakhe nomusa oyingqayizivele kanye nokukhathalela abantu akanye nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho lapho ebona lokhu, kanye nezinye izinhlekelele eziningi ezabikezelwa, enza njengoba uJesu ayala: "Lulamani, niphakamise amakhanda enu, ngokuba kusondele ukukhululwa kwenu." - Luka 21: 28. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kufanele ngihluke njalo nje? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zazigumbuqela umbhede wami, zisaphaze izincwadi zami zeBhayibheli, futhi zingcolise ingxenye yami yesitokisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umthwalo wemfanelo wabadala uwukugcina ibandla lihlanzekile nokusiza ekubuyiseleni izoni eziphendukayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Yonke le misebenzi yenziwa yiwo lowo moya owodwa." - 1 KOR. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokucabangisisa ngaloludaba, ujenene wathi singahamba - kodwa kuphela uma sizophelezelwa izikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa yilokho okwenzeka ngo1914 okufakazela isikhundla sawo njengonyaka wenguquko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho isonto lenza khona kanye lokho amaJuda ayekwenzile emakhulwini eminyaka ngaphambili! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, isikhathi sokuba uhlole injongo yomsebenzi wakho onzima bese uthola ukubaluleka kwangempela kwemigomo yakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkonzo Ephansi, Kodwa Eyaziswa Kakhulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama lesiGreki eliwumsuka elihunyushwe ngokuthi "embi" ngokuyisisekelo lisho 'okuyihlazo,' futhi lelo elihunyushwe ngokuthi "inzuzo" libhekisela kunoma yiluphi uhlobo lwenzuzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, kunoma yikuphi okubikezelwayo, kunemibono eminingi engavumelani neholela kwezinye izimpikiswano. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Likokolozele, bese ubeka ichashaza lapho wena uhlala khona, futhi ubone ukuthi useduze kangakanani neMalawi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ENdiya izicelo zokufuna umakoti okhanyayo zivame kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amalungu eNhlangano kufanele azise iHhovisi likaNobhala manje nganoma yiluphi ushintsho emakhelini awo okuthumela phakathi nonyaka odlule ukuze izincwadi ezivamile zezaziso namaphepha okuvota kufinyelele kuwo ngokushesha ngemva kuka - August 1. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunaziphi izizathu ezizwakalayo zokwenza izinto ngendlela ezuzisa imvelo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubufakazi bangekhulu lokuqala nelesibili B.C.E. bubonisa ukuthi izintela ePalestina zazivame ukukhokhwa "ngokuthile," kunokuba zikhokhwe ngemali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 2014, uStephanie washada no - Aaron futhi namuhla bakhonza egatsheni laseGhana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunanemiphumela ehlala isikhathi eside okumelwe uyicabangele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IzAga 14: 28 ziyaphendula: "Ngobuningi babantu inkosi iyahloba, kodwa lapho kuntuleka abantu isikhulu esiphakeme siyachitheka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingulule Izingulule ngokuvamile ziyimikhaya enomzali oyedwa, futhi umama onakekela amawundlu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho sehla ebhasini, kwasondela indoda kithi futhi yamemeza: "Japs! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushuba kwesimo phakathi kwamaqembu ezinhlanga ezihlukahlukene kwaphenduka impi enkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma lakhiwe kahle, ibhuloho elingenazinsika lingelinye lamabhuloho aphephe kakhulu emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZwi likaNkulunkulu lithi: "Lapho ngithi komubi: 'Uzokufa nokufa,' futhi empeleni abuye esonweni sakhe enze ubulungisa nokulunga,... nakanjani uyoqhubeka ephila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabangela indaba kaNaboti. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
URenato: Yebo, amalungu ebandla lethu asisekela kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indawo yalo ephakeme yayingase ibizwe ngokuthi 'intaba kaJehova.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, qaphela ukuthi ngemva kwesikhathi esithile kudingeka uludlulise lolu daba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngokuvamile kwakunzima ukuthola amanzi ngesikhathi sesomiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba izindinganiso zokuziphatha ziwohloka emhlabeni wonke, ulimi olungcolile luyanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba iBhayibheli lingachazi ukuthi izinkanyezi zalwa kanjani kule mpi, kubonakala kwanele ukubheka le nkulumo njengebhekisela ohlotsheni oluthile lokungenela kukaNkulunkulu esiza ibutho lakwa - Israyeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ucabanga ukuthi wawuyini umnyombo wenkinga? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphuza ngokweqile nokudla izidakamizwa kuyingxenye yendlela umhlukumezi aphila ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubephula amazinyo kusho ukubenza bangabi namandla okulimaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, iNdodana yomuntu yaba umuntu wokuqala ukuba avuswe njengomuntu womoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwahamba kanjani lokho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IzAga 20: 7 zithi: "Olungile uhamba ebuqothweni bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unina wayesephendula ethi: 'Qhabo, uzakuthiwa uJohane.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Laphawula ukuthi amaKatolika kulelozwe "awazimisele ukusebenzisa indlela yoFakazi BakaJehova yokusakaza ukholo lwabo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zikhona izindlela zokubona le gesi ebulalayo nezokuzivikela kuyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayebhekene nezingozi zokwephukelwa umkhumbi, izilwane zasendle emahlathini, izifo zasezindaweni ezishisayo, kanye nokubusa okunonya kwabaholi bezempi bamaJapane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.