sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Phawula lokho uNkulunkulu abe esekutshela u - Aroni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwaze kwaba kamuva lapho amaSamariya nabeZizwe abangasokiwe abaguqukile bahlanganiswa khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma abantu behlome ngezikhali zenuzi, bangenza okungaphezu nje kokulimaza abanye; bangabaqothula! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, wayebacabangela onembeza babanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhulwini lokuqala ngaphambi kukaKristu, uSpartacus wahola ibutho lezigqila zamaRoma ezingu - 70 000 empini kamabuyaze yokulwela inkululeko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuhlanganyela emisebenzini efana nale, 'senza okuhle' ngokungenabugovu "kulabo abahlobene nathi okholweni." - Gal. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu ukhunjulwa ngezimfanelo zakhe eziningi zokuba nobuntu kanye nomoya wakhe wokuzidela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UFakazi wase - United States wabhala: "Ngayifunda ngokushesha futhi ngibheke phambili ngokulangazelela ekuyisebenziseni enkonzweni yasensimini, njengoba sihlangana nabantu abaningi abangenandaba futhi abangalithembi iBhayibheli." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma umhlonipha, uhlonipha uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wasebenzisa inkulumo ethi 'abasemathuneni bayokhunjulwa,' okubonisa ukuthi kuhileleke inkumbulo kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phawula, futhi, inani eliphakeme elisha lamaphayona asizayo navamile: 650 095. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, simane nje sakubeka ngamafuphi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, umbono wokuhlushwa kwabafileyo ungqubuzana nobuntu obunothando bukaNkulunkulu kanye nemfundiso ecacile yeBhayibheli yokuthi abafileyo "abazi lutho." - UmShumayeli 9: 5, 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungabonisa kanjani ukuthi umfuna ngobuqotho uJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJimmy wayeseqala ukuhoxa futhi eseqhelelana naye ngokomzwelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwempi, ngo - 1918, imiBuso Esizanayo enqobayo yamisa ngempoqo isivumelwano sokuthula esihambisana nesijeziso eJalimane, ngokusobala esasiklanyelwe ukugcina abantu baseJalimane bebulawa indlala esikhathini esizayo esingenamkhawulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngalokhu: Uma ikusasa lomIsrayeli ngamunye lase libhaliwe kakade ezinkanyezini, kwakuyoba nengqondo yini ukuba uNkulunkulu awanxuse ukuba akhethe ukuphila? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izisebenzi eziningi ziyengelwa ekuziphatheni okubi ngokobulili kanye nalabo ezisebenza nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalokho umthetho uba buthakathaka, nokwahlulela akuphumi kuze kube nini, ngokuba omubi uhaqa olungileyo; ngalokho ukwahlulela kuphuma kuhlanekezelwe. "- Habakuki 1: 2 - 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaMelika Omdabu Ngiyabonga ngochungechunge oluthi "AmaNdiya AseMelika - Liyini Ikusasa Lawo?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunoma ikuphi, akulona ihaba ukuthi 'imali iyona eyenza ukuphila kuqhubeke kulomhlaba,' noma ukuthi ibilokhu injalo ngezindlela ezahlukahlukene iminyaka eyizinkulungwane. - Bheka ibhokisi, ikhasi 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze indlu ihlale isikhathi eside futhi ibe ephephile, kufanele yakhiwe kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngomqondo othile, singasho ukuthi lesi kwakuyisiqalo somsebenzi owenziwa manje wokufundisa ngeBhayibheli emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphila komuntu kuqala nini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, okuphawulekayo ukuthi bonke abantu abashiwo ngenhla bawuyeka umkhuba wokubhema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho izidingo zabakhulile sezaziwa, kungenziwa amalungiselelo akhethekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihloko sokuqala kulezi ezimbili sizokusiza ukuba uhlaziye imithandazo yakho oyenza kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 2007, i - Bulletin of the Atomic Scientists yaxwayisa: "Kulo nyaka, umhlaba ubhekene nezinqumo ezinkulu ezihilela ukuphila kwabantu ezifana nalezo owabhekana nazo ngesikhathi kuphonswa amabhomu e - athomu eHiroshima naseNagasaki." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu walubonisa kanjani uthando ayenalo ngabantu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ecula ngamandla futhi edansa egcwala lonke igumbi, wama ukuze atshele uJenene: 'Leli elinye lamaculo amnandi kunawo wonke emhlabeni.' " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwamanje, masizame ukuhlangabezana nezimfuneko zikaJehova ngokulingisa umhubi owathi: 'Ngiyakumphakamisa ngokubonga.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyo yonke imihlangano yezizwe, nakweminingi yesigodi, kuyoba nezithunywa zevangeli, ezinye zazo zibe nengxenye esimisweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kwakungeyona inkanyezi; kwakuyindlu yesibani sokuxwayisa imikhumbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isiphi iseluleko umphostoli uPawulu asinikeza amaKristu aseFilipi nawaseKorinte, futhi ngani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla mina nomkami nezingane zethu ezine sisenkonzweni yesikhathi esigcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NAMUHLA intsha eningi iyazibulala, njengokungathi impi, ukubulala nezenzo zonya kwakunganele ekuyibhubhiseni ngokuphelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indoda eyayisanda kushada yona ithi ikhadi eyayilenzelwe umkayo lapho beqeda unyaka wokuqala beshadile, laliyisipho esizedlula zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, ngisho nalabo ababeka izithakazelo ezingokomoya kuqala bangase bahlushwe yilokhu kuphazamiseka, njengoba okuhlangenwe nakho okulandelayo kowesifazane waseFinland kubonisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMargaritha wenza umsebenzi omuhle ngokuvakashela izikhulu zikahulumeni ezama ukuzibonisa ukuthi asinacala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unezindinganiso eziphakeme futhi siyajabula ukulwela ukubonakalisa lezo zindinganiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho besekomitini yokwahlulela, abadala kumelwe bathole ukuthi umKristu owonile uphenduke ngempela yini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: "Ngumoya onikeza ukuphila; inyama ayinalo nhlobo usizo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusabela okuvamile kuwukubuza, 'Kungani kwenzeka kimi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Izikhathi engizikhonze kakhulu yilapho ngizihambela ngedwa ngikhuluma noJehova ngomthandazo ngimtshela nje indlela engizizwa ngayo." - URalph, owabhapathizwa ngo - 1947. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi ayesongela imfuyo futhi elimaza abantu, amabhubesi aphenduka izilwane ezazidutshulwa lapho abantu bezibona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Safika umhlangano uphela, futhi ngabonana no - Isabel lapho, intokazi eyayingangami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini yakhe ethi The 24 - Hour Society, uMartin Moore - Ede uthi ukuhlolwa "kwakuqondiswa yiqembu elikhathele lonjiniyela bakagesi ababekade bekulesi sikhungo okungenani amahora angu - 13, noma mhlawumbe ngaphezu kwalokho ngenxa yokwephuza ngamahora ayishumi ekutholeni imvume yokuqala umsebenzi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi, wathatha indebe, futhi esebongile, wabanika yona, ethi: 'Phuzani kuyo, nonke; ngoba lokhu kusho "igazi" lami "lesivumelwano," elizothululwa ngenxa yabaningi ngenjongo yokuthethelelwa kwezono.' " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kovivinyo lokugcina ngalesosikhathi, isintu esibuyiselwe siyokwakha umphakathi wesintu ophelele ophila emhlabeni oyipharadesi phakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, kungaba okufanelekile ukuthandaza nganoma isiphi isikhathi esingaphakamisa isidingo sosizo lukaNkulunkulu phakathi nengxoxo. - Jakobe 5: 13 - 18. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lawo ngamanye amaqiniso enza iBhayibheli lehluke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho uPawulu walungisa umbono ongalungile ngokusebenzisa umfanekiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Shesha ukuthethelela futhi ubekezelele abanye. - Kolose 3: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva nje kwalokho, umama wawa eladini, waba namanxeba agcina embulele ezinyangeni ezithile kamuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wathi: "Kwenzeni umkhuba ukupha, khona - ke abantu bayonipha." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe kungaba njalo nakinina. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wabe eseqala ukucabanga ngalokho ayekwenza ngokuphila kwakhe, ukuthi uphishekela umsebenzi wokuziphilisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo mbono uyefana nalowo okukhulunywa ngawo kweyoku - 1 Korinte 15: 32. - 12 / 1, amakhasi 8 - 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kuphuthuma ukuba silalele iNdodana kaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubhujiswa okuphelele kwababi kubikezelwe ngala mazwi: "[Wena Jehova] uphohloza uphahla endlini yababi, wambula isisekelo kuze kube sentanyeni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OFakazi BakaJehova bayakhumbula ukuthi uJesu wayelikhathalela kakhulu iqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwabangela ukuba uBaba acabange ngesizathu sangempela sokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nawe ungaphumelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wanikezela ukuphila kwakhe kuNkulunkulu futhi ngokushesha wabhapathizwa. - IzAga 2: 1 - 5, 10 - 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma usebenza ngokungemthetho, ungonakalisa ukuma kwakho njengomKristu othembekile futhi ungabi nazo izivikelo eziyisisekelo, njengomshuwalense wengozi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma babeqotho ekwenzeni lokhu, ngokungangabazeki uJesu ngabe wabachazela izinto, njengoba enza kubafundi bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPetru owayengabandlululi wawamukela umoya kaSimoni wokungenisa izihambi, futhi wathola isiqondiso saphezulu ayengasilindele elapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda eyoku - 1 Petru 1: 8, 9.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi, isiphithiphithi nesiyaluyalu somphakathi aye wasibangela asimfanele uJesu abamazi esakhula eNazaretha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Pho, ingqamuzana elithwala umoya - mpilo likwazi kanjani ukuhlanganisa nokuhlukanisa okusansimbi nomoya - mpilo oketshezini lwengqamuzana elibomvu ngaphandle kokubangela ukugqwala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Funa udokotela oqondayo ojwayelene nalesi sifo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, umKristu ogama lakhe linguNaomi washo lokhu ngalokho okwamsiza ukuba aphinde athole injabulo: "Abanye babangane bami babetusa indlela engangiyikhulise ngayo indodana yami, indlela enganginakekela ngayo ikhaya lami, ngisho nendlela engangizigcina ngibukeka ngayo naphezu kokucindezeleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho lapho ngithola isimemo sokuya eSikoleni SaseGileyadi, ngavele ngashaqeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umfundisi waseAustralia uye wagxeka kakhulu ukwanda kokusetshenziwa kwamagama ahlambalazayo kanye nokwamukeleka kwawo okusobala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlanganiswa kwawo kwenze umkhaya waseBethel yaseMexico waba nabantu abanezizinda ezihlukahlukene nabavela emazweni amaningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMose wayengaphelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho sishumayela izindaba ezinhle, ngaleyo ndlela 'singabe sisaphilela izifiso zabantu, kodwa intando kaNkulunkulu.' - 1 Petru 4: 1, 2. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unina wamlahla eqeda nje ukuzalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amasosha Empi Asolwandle aseBolivia asiza ekusintantiseni futhi, futhi ngemva kwamasonto amaningi okulungisa, lesikebhe sase sikulungele futhi ukuqedela uhambo lwaso lokuqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbhali uKeith Edelston encwadini yakhe iAids - Countdown to Doomsday uqhubeka athi: "Ngenxa yezingozi... ezihlangene nokusetshenziswa kwamacondom, kusobala ukuthi ukuthatha inkosikazi eyodwa zwi kuwukuphela kwendlela yokulondeka ngokuphelele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezithelo zingukukhuthazela, ukuqiniseka, ithemba, nokugcwaliseka kwalelothemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ukubusa kwabefundisi ohulumeni bezwe kwasho ukuthula kubantu baseYurophu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho umphostoli uPawulu ethi umKristu ohlala engashadile "uyokwenza kangcono," ingabe wayesho ukuthi indoda enjalo iyokufanelekela kangcono ukukhonza njengombonisi ebandleni lobuKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(IHubo 86: 5, NW) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kuthiwani uma uba khona kakade? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ugogo nomkhulu wakho bengamaKristu, babuze ukuthi yini eyabakhanga emaqinisweni eBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngoFebruary 21, 1912, intuba yokugcina yavulwa edwaleni eliseJungfraujoch (okusho ukuthi "Yoke of the Jungfrau," ummango ophakathi kweMönch neJungfrau). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, abanye baye bathola uMklomelo KaNobel ngenxa yemisebenzi yabo yentshiseko yokudala ukuthula phakathi kwamaqembu amabili alwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phela ukuze kwenziwe i - gamma globulin, izakhi ezijiyisayo ezenziwa ngegazi kanye nokunye, kudingeka kuqoqwe igazi bese lihlungwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
wayesegcina lo magazini efayilini yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ndodakazi yami, hamba uyoshintsha, kungenjalo awuyi ndawo! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - brunost - Isibiliboco Sikashizi SaseNorway | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwesithathu, isiza ekwakheni umhlabathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1837, uMbusi uBourke wathi: "ENew South Wales, ngenxa yemisebenzi yeziboshwa, phakathi neminyaka engamashumi amahlanu, abafuduki abakhuthele nabanekhono baye bashintsha ugwadule balwenza ikoloni elihle nelichumayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulelozwe elisha, amazwi ka - Isaya akhuthazayo ayogcwaliseka: "Uyakugwinya ukufa kuze kube - phakade." - Isaya 25: 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi wayehluke kanjani kubefundisi, okwakuthi ngemva kokwenza amasiko enkolo, bangabekeli eceleni ngisho nemizuzu emihlanu ukuze basifundise ukufunda! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bazokondliwa ubani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Osemusha ogxilisa ukuphila kwakhe ekujabuliseni uJehova uyinaka ngokukhethekile inkonzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wonke umuntu uyawenza amaphutha, ngisho nochwepheshe abaqotho nabanekhono kunabo bonke bayawenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Jehova, Ungitholile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.