sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngakho uJehova unguNkulunkulu wenkululeko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho neqembu elinqobile abadlali balo abathandazela ukunqoba lingase lihlulwe emdlalweni olandelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi uOkon, naye futhi owelapha ngamakhambi, akayisebenzisi imilingo noma imihlatshelo ekwelapheni kwakhe, ezinye izinyanga zamakhambi zimbeka icala 'lokona umsebenzi wazo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ENingizimu Upernavik, abantu abaningana babeza ezikebheni zethu nangaphambi kokuba sifike. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade sekuzuze abantu abangaba ngu - 10 000 kulezi zinhlelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sekufundiwe umthetho nabaprofethi, abaphathi besinagoge bathumela kubo, bathi: "Madoda, bazalwane, uma ninezwi lokuyala abantu, khulumani." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okokuqala, uJehova unguMthombo wamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu basebenzisa ulimi ukuze baqambe amanga futhi banyundele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilokhu okwenza insimbi ngayinye ibe "nephimbo" layo eliyingqayizivele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zonke Ziyafana! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Rutherford, owayengumongameli we - Watch Tower Society ngaleso sikhathi, wabela uMfoweth 'uBooth ukuba asebenze eKingdom Farm, ngase - Ithaca, eNew York. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokumangalisayo, ngemva kokuba ibimile, ingafinyelela ijubane elingamakhilomitha angaba ngu - 65 ngehora ngemizuzwana nje emibili! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi ethi Cities in Civilization iveza ukuthi: "Singase sibone izisebenzi ezivamile, ikakhulukazi ezibamba amatoho, zisebenzela emakhaya noma ezindaweni ezihlala kuzo,... ngaleyo ndlela zinciphisa isiminyaminya sezimoto." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, abaningi baqala ukwesaba ukuthi umuntu wayezuzé ikhono lokuzibhubhisa yena ngokwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amakhonsathi erock enesigqi esinamandla adonsa izixuku ezinkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, uJehova wakubona konke okwenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka ukuthi uye ungazethembi lapho ubhekene nomsebenzi omusha noma ongawujwayele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Uthisha wasitshela ekilasini ukuthi kwakudingeka sibhale indaba elotshwayo ukuze sithole iziqu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emihlanganweni yethu, siyathandaza kuye, simhlabelelele futhi sikhulume ngaye, kanti lokhu kuyamjabulisa uJehova | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje uyajabula ngokubala amalungu ayi - 18 omkhaya kanye nezihlobo zenyama abaye babhapathizwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sinenkosi phezu kwaso, ingelosi yakwalasha, igama layo ngesiHeberu lingu-Abadoni, kepha ngesiGreki inegama lokuthi u-Apholiyoni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kuyoba njalo kuwe uma uqikelela ukuthi uhamba ngomthetho kaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, asinakuqiniseka ukuthi sasiyosabela kanjani ukube sasiphila ngaleso sikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkulungwane zamakholwa ashisekayo aphucwa umholi wawo ngenkathi yena namanye amalungu angu - 12 eqembu lezenkolo elaziwa ngokuthi iNation of Yahweh (ISizwe SikaYahweh) beboshwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ishadi elandulelayo libonisa, amazwe angama - 212 neziqhingi ahlanganyela ekushumayeleni uMbuso kaJehova ozayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cishe mingaki iminyaka umuntu angalindela ukuyiphila namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwencwadi yesi - 2 Maccabees, engekho ohlwini lwezincwadi ezingcwele, lokhu kwadala impikiswano enkulu lapho uJason, umpristi ophakeme oyisihlubuki, ehlongoza ukuba kwakhiwe isikhungo sokuzivocavoca eJerusalema, emzamweni wokuguqulela amaJuda ebuGrekini. - 2 Macc. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho, bama esikhumulweni okuthiwa amaTheku Amahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leli gama lisetshenziswe njengesinye seziqu zikaSathane, umnyundeli omkhulu kunabo bonke. - Joh. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unembeza, 8 / 1 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi baye bazibonakalisa bengabantu abaqotho, njengomphathi - sifundazwe uSergiyu Pawulu ochazwa yiBhayibheli 'njengendoda ekhaliphile.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Nakuba izimo sezishintshile ngandlela - thile," kwenezela uJoão, "kusajwayelekile ukuba izakhamuzi zicele abathengisa ngezidakamizwa ukuba bakhokhele imingcwabo, bazithengele imithi noma ukudla, bakhokhe intela yendlu noma ezokuzijabulisa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangenza umzamo owengeziwe wokuba nothando futhi ngibacabangele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iseluleko Esisebenzisekayo Sokuhlala Ujabule | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Bheka ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZIMPENDULO ZEMIBUZO YEBHAYIBHELI) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, abanye bangase bazizwe njengodade othile owathi: "Sidalwe ngaleyo ndlela, siyamfuna umuntu ozosithanda." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka indlela okujabulisa ngayo ukuvuka njalo ekuseni ubona ngokucacile ngaphandle kokusebenzisa izibuko! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1967, sekuphele cishe iminyaka engu - 8 sise - Uganda, abazali bethu banquma ukubuyela e - United States ngenxa yezinkinga zempilo nemithwalo yemfanelo yomkhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INDLELA IBHAYIBHELI ELAKUSHINTSHA NGAYO UKUPHILA KWAMI: Ubaba akazange alilahle ithemba ngami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
C., United States. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngomqondo ofanayo, kunengqondo ukuthi "kunobumpohlo obuyisibopho" kubapristi bamaKatolika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: 'Nokho, uma engenawo amandla anele emvu, khona - ke kumelwe alethe kuJehova amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezihlokweni ezilandelayo, sizohlola iZwi likaNkulunkulu, iBhayibheli, ukuze sithole ukuthi ziyini izimbangela zokuhlupheka nokuthi kuzoqedwa kanjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umyeni wakhe, uJohn, nguye owayenakekela izimali zabo, kuhlanganise nokukhokha izintela, nokuthola umshuwalense wokuphila kanye nokunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwaba njalo endodeni esizoyibiza ngokuthi uSteven. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngubani - ke lona 'oyinzalo' yowesifazane, okukhulunywa ngayo kuGenesise 3: 15, eyochoboza uSathane 'ekhanda,' ngaleyo ndlela imbulale? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ave sijabula ngokuthi uJehova uye wasinika le ngcebo, ehlanganisa uMbuso kaNkulunkulu, umsebenzi wokushumayela namaqiniso abalulekile atholakala eBhayibhelini! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphumela odabukisayo wokungathembeki kukaSolomoni lapho esekhulile kufanele usishukumisele ukuba sithande ukulunga futhi sizonde ububi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waba nesithakazelo somuntu siqu endodeni empofu eyayikhubazekile, ingakwazi ukuhamba iminyaka engu - 38 futhi wayelapha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lolo thando lwamshukumisela ukuba abuthe futhi aqeqeshe abafundi, abathume emikhankasweni yokushumayela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuhluphekeni okunjalo, umuntu ngeke alindele ukuthola abantu abajabulayo kule ngxenye yomhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungalokothi usikisele ukuthi sakujabulela noma ukuthi kwakuwukuziphatha okubi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abadala badinga ukusebenzisa kuphi ukuqapha ngokuqondene nokuzijabulisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze kugcwaliswe izifunda ezingenamuntu, kulandwa abapristi abavela eBrazil, eNdiya nasePhilippines. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umsebenzi wabo wokwenza amasonto omhlaba wonke ukuba abe nobumbano awunakuba ngokunye ngaphandle kokuba ube owobuKatolika ngokuphelele nangobuqotho, okungukuthi, ubambelele eqinisweni esilamukele kubaPhostoli nakoFata, futhi uvumelane nokholo iSonto lamaRoma Katolika ebelilokhu liluvuma. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abesifazane banamuhla akudingekile ukuba bangabi nalwazi njengoba bedlula kulenkathi yokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikhundleni seminyaka engu - 7 eyayicatshangelwe, lomklamo wawuthathe iminyaka engu - 16. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqonda kwethu iBhayibheli okuyisisekelo akushintshile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngabuye ngaba nokuthula nenjabulo, futhi ngiye ngaqhubeka nginakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze siphendule, ake sihlole umlando wamaHasmon. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iziphi izindlela azisebenzisa lapho ezama ukufaka ukwesaba ezinhliziyweni zamaJuda? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu Wokuhlakanipha Unikeza Isikhathi Esanele Sesixwayiso | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Elase - United States okwamanje linamaphampu omoya angu - 13 000 aphehla ugesi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umthwalo Wethu Wemfanelo Njengezingane | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkolo yeqiniso ifundisa ingqondo nenhliziyo, futhi iyabahlanganisa abantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, sekuyisikhathi eside inkulumo ethi "Sithembele KuNkulunkulu" ivela emalini eyiphepha newuhlweza yase - United States. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ayengabalimi ababephila ngokulima enhlabathini evundile, betshala izivini, izihlahla zamantongomane, iminqumo, noma amakhiwane? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, embonini yenyama yenkomo yase - United States, amankonyane asemapulazini angaba ngu - 900 000 ahlanganiswa ndawonye emadeleni angaphansi kwayikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le nguqulo yesiGreki yemiBhalo YesiHeberu, eyahunyushwa okokuqala ngekhulu lesithathu leminyaka B.C.E., yayibhekwa ngabaningi njengephefumulelwe uNkulunkulu ngokuqondile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu ngaphambi kokuba abe umuntu wachaza: "Intokozo yami ikanye namadodana abantu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uye wasolwa othile ngonya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sama sigqolozelene ne - orangutan, isilwane esikhulu kunazo zonke emhlabeni kwezihlala emithini! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho kuqabukela ukuwathola endaweni eqhele emanzini ngebanga elingaphezu kwamamayela amahlanu [8 km]. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukubonakaliswa kothando! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje ngizwa sengathi sengiqala phansi. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinto ezinjengalezi zibaluleke kakhulu ukuze wazi ukuthi lowo muntu ungamethemba yini futhi umthande. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sicabanga ngohambo lwethu, savumelana ngokuthi uJehova wayeyibusise kakhulu imizamo yethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nalapha futhi abantu esahlangana nabo babenobungane futhi basamukela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela kuye kwaphumelela kahle ngokuqhubekayo ekuvaleni igebe elake laba khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yachaza lokhu encwadini elandelayo eyayibhalela ihhovisi legatsha loFakazi BakaJehova eRashiya: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile uNkulunkulu wayengeke alondoloze izinto ezibonakayo zanoma ubani emzini owawuzobhujiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kwadingeka umbono ovela kuJehova ukuze kuqinisekiswe umphostoli uPetru ngokubaluleka kokushumayela kwabeZizwe. - IzEnzo 10: 1 - 48. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, singakubonisa kanjani ukwazisa kwethu ngomsebenzi wababonisi abajikelezayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphila ngokuvumelana nezindinganiso zeBhayibheli, oFakazi BakaJehova e - Equatorial Guinea baye bazuza idumela lokuba abathembekile nabaziphethe kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokudabukisayo, isikhathi sokuchuma kwalezi zinyathi saba sifushane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1943 sathuthela eLos Angeles, eCalifornia, futhi eminyakeni emine kamuva sazinza e - Elsinore. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukhanya kuhlobene kanjani nokuphila? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, olunye usizo olukhulu kakhulu lokulondoloza kwethu injabulo umthandazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, uJehova ubusisa izinceku zakhe ezigcina ubuqotho eCyprus! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi kudabukisa kanjani ukuthi uMklami Omkhulu, omsebenzi wakhe bazama ukuwulingisa, akuvamile ukuba anikwe udumo ngokuhlakanipha kwakhe okungenakuqhathaniswa! - Jobe 37: 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, sonke singahlanganyela ekwenzeni imihlangano yobuKristu ibe eyakhayo ngokuphendula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abadala kumelwe baqonde ukucindezela okukhulu, okujivaza ukholo abasha bethu ababhekana nakho esikoleni futhi baphaphamele ukwenza konke abangakwenza ukuba babakhuthaze futhi babasize. - IHubo 73: 2, 3; Heberu 12: 3, 12, 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EZwini lakhe uJehova uye wembula "umqondo kaKristu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezindaweni zasemaphandleni amakhosi ohlanga asaqhubeka enendima ebalulekile ekuphileni kwezakhamuzi zakhona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[Amazwi acashunwe esihlokweni ekhasini 7] | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ulimi Lomzwilili | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yonke inkambiso engokwenkolo yalombusi yayiqondiswe kulenjongo, futhi yaphumela ekubeni iSonto lobuKatolika libe inkolo eyodwa esemthethweni yamaRoma. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bangavele badinge nje ukuthi bazokwenzani ngaso sonke isikhathi sabo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izincithakalo zasePetra, endaweni okwake kwahlala kuyo abakwa - Edomi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iningi labeZizwe lasabela kanjani ekukhanyeni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.