sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ukuthola Isisekelo Esiqinile Sezinkolelo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abapristi Abanukubezayo, 4 / 8 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, wafundisa ukuthi indlela eya ensindisweni ivulekele 'wonke umuntu obonisa ukholo kuye.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naye futhi walahlwa umkhaya wakubo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMA izinganekwane ziyiqiniso, kuthiwa uRobin Hood wayecabanga ukuthi kufanelekile ukweba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Isaya wabhala futhi: "NginguJehova owenza konke,... oshoyo ngoKoresi ukuthi: Ungumalusi wami, uyakufeza konke okwentando yami, athi ngeJerusalema: Liyakwakhiwa, nakulo ithempeli: Isisekelo sakho siyakubekwa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaba nomuzwa wokuthi ngangingakhungathekisa uhulumeni owonakele ngokuwuphoqelela ukuba usebenzise imali ezinkantolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akuyona into enzima ukukholelwa ukuthi iplanethi yethu iye yashayisana nezinto ezinkulu ezivela emkhathini esikhathini esidlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPetru, u - Andreya, uJakobe noJohane bawashiya ngokushesha amanetha abo lapho uJesu ethi mabamlandele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yelungiselelo laphezulu lokwelusa umhlambi kaNkulunkulu, njengezinceku zikaJehova singahlanganyela imizwa kaDavide, owathi: "Ngizakucambalala ngokuthula, ngilale ubuthongo, ngokuba wena - Jehova wedwa ungihlalisa ngokulondeka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi lutho olubi, angisho ukuze sibonakale thina singabavunyiweyo kepha ukuba nina nikwenze okuhle, noma thina singaba njengabaliwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abacwaningi bahlola amazinga okufa kwabesifazane baseChina asebegugile esikhathini esiyiminyaka engu - 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezingxenyeni ezithile zase - Afrika nase - Asia, amantombazane avame ukuqala esekhulakhulile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abakuthola kunzima yilabo ababehlanganyela nebandla laseKorinte. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EMexico lesi sihlahla saziwa ngokuthi i - ahuehuete, okusho "umdala wasemanzini" ngolimi lwesiNahuatl, ngoba ngokuvamile sikhula ngasemanzini noma ezindaweni ezingamaxhaphozi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Muva nje, uhlobo oluhlukile lomhlwayi wengcebo luye lwakhangwa yiCocos Island. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDaniyeli wathenjiswa ukuthini mayelana nekusasa lakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKUBAZI KANGCONO | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lowomhlangano, obaluleke kakhulu, waba nethonya elikhulu kuye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwesikhashana, umnyango wavuleka kancane, kwavela isandla, sathatha omagazini INqabayokulinda ne - Phaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Izingane ezibalelwa ezigidini ezingu - 15 kuya kwezingu - 18 emazweni asathuthuka zinezinga eliphakeme lomthofu egazini lazo," kubika i - Environment News Service. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Beka ibhulashi elihlanzekile, elomile ephepheni elihlanzekile ukuze limunce ubumanzi obusele futhi ligcine uboya busesimweni sabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kwacaca ukuthi ukuhlinza kwakungadingekile, futhi uTodd wayengazange ophele ngaphakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isigijimi salo esiyinhloko sihilela uMbuso kaNkulunkulu, futhi lowo Mbuso uthembisa okuthile okuthandekayo kuwo wonke umuntu othanda ukuthula - ukukhululwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayecabanga ukuthi uma singekho isihogo esivuthayo, zonke izinhlobo zobubi ngeke zijeziswe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igagasi elinamandla lobugebengu nenani leziboshwa elandayo emhlabeni kubonisa ukuthi kunezigidi zabantu abanezinhloso zobugebengu nabangenaso isifiso sokushintsha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa selokhu kwathi nhlo abazali bami baye benza umsebenzi wokwenza abafundi wakhanga kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kwakunciphisa ukukhathazeka kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emehlweni awo akusekho okulungile okwenzayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubani odlulisela kithi isimemo esilotshwe kuyiHubo 34: 11, futhi lombhalo ubonisa kanjani ukuthi ukwesaba kokuhlonipha uNkulunkulu kumelwe kufundwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ziyenga abesifazane bakwamanye amazwe bese zibayisa ngenkani ezikhungweni zobufebe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Qhathanisa neyoku - 1 Korinte 6: 11.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyilawula ngokucophelela indlela engisebenzisa ngayo imali, ngakho nginenkululeko nokuthula kwengqondo okutholakala ngokugwema izikweletu ezingadingekile. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela esingalingisa ngayo ukholo nokulalela kukaNowa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani wafunda isayensi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba zizama ukuchaza isisekelo sezinkolelo zazo, zisizeni ukuba zihlakulele ukucabangela nesu lokukhuluma ngokungacunuli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba kwakhe yiNdodana akwenzekanga ngokuthola umoya wokuphila, akwenzekanga ngasenzo sangaphandle, kodwa kwenzeka ngobuqu bukaNkulunkulu. ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu uyobenzelani labo abakuphila kwabo kuwohlozwa ubuhlungu nokucindezelwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ngaleyondlela uJobe ayesebhekene nokuwa ngokomnotho, lokhu akuzange kubuqede ubuhlobo bakhe noNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umbiko ulandisa ngombhangqwana owaphinga, ukholelwa ukuthi izingelosi zazikujabulela lokho futhi ziwengamele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe [iVatican] manje ayizami ukuzuza kabusha abefundisi nabantu besonto abathambekele ekuthandeni isiko futhi ngaphezu kwakho konke iqinise kabusha igunya lamaKatolika nezindinganiso lapho zibekelwa khona inselele obala kakhulu, ikakhulukazi eNtshonalanga Yurophu naseNyakatho Melika? " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayala abalandeli bakhe ukuba bagubhe isikhumbuzo sokufa kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ukulandisa kukaLuka ongufakazi wokuzibonela kusho, "babelindele ukuba [uPawulu] avuvukaliswe isihlungu noma awe ngokushesha afe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungaba lula kakhulu ukulimaza umuzwa wakhe wokuzihlonipha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaGreki ayekholelwa ukuthi ikusasa lilawulwa onkulunkulukazi abathathu abanamandla abaphotha, balinganise, bese benquma intambo yokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bangichazela ukuthi sazuza isono nokugula njengefa kukhokho wethu u - Adamu. - Roma 5: 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngoJumpei oneminyaka engu - 37 kanye nomkakhe uNao oneminyaka engu - 35. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uma amaRoma esola ukuthi sengathi kunamacala ezombangazwe, ayengenela futhi enze ngendlela yawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igugu Elinamakhulu Eminyaka Licashile 9 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abaye bafunda amavesi anjalo bacabanga ukuthi umoya ongcwele unesiqu sawo esihlukile kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iziphi izinselele abanye abangase babhekane nazo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe AmaKristu Kufanele Awugubhe UKhisimusi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba beqhubekisela phambili ubudlova babo kwabesifazane ababuthaka ngokomzimba, ingabe lokhu kubonisa ukuthi ngempela bangamadoda anamandla, noma kunalokho, kubonisa ukuthi abanangqondo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1614 "izithunywa zevangeli zalahlwa njengezitha zikahulumeni futhi umbusi wakhipha isinqumo sokuthi ubuKristu babungasenakubekezelelwa embusweni wakhe.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilobuhlungu obubangela izisulu zabo ukuba zichithe izinkulungwane zezigidi zamaRandi minyaka yonke zizama ubungcono, futhi bonakalisa ukuphila kwezigidi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ngaphatha ibhokisi elinezincwadi ezithi Intsha Iyabuza kanye nezinye izincwadi ngaya nalo esikoleni. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho imiphefumulo ezinikezele ikhuthazela lapho ibhekene nobuhlungu obukhulu obungokomzimba noma obungokomzwelo, yeka ubufakazi obuyibo bamandla ayo angaphakathi nothando ngoNkulunkulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babelokhu bebamba ongezansi njengoba bexoxelana izinto eziningi osuzifunde ngenhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nehlobo lango - 1983, njengoba kwakuwumkhuba wami eminyakeni engaphambili, ngahlanganisa iqembu loFakazi abasebasha ukuze sichithe izinsuku ezimbalwa sifakaza ngokwethukela engxenyeni esemajukujukwini yezwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Aids and Development ithi amaphesenti angaphezu kwangu - 80 azo zonke izisulu ze - HIV ahlala emazweni asathuthuka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuyinhloko kungenxa yokuba ongoti kwababazi bamapulangwe bakuqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiqunga isibindi, ngahamba amakhilomitha angu - 30 ukuya nokubuya ukuze ngingalahlekelwa isifundo sami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba uNkulunkulu esiqeqesha, ucabangela izimo, amakhono, ukwakhiwa, nokulinganiselwa kwethu ngabanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isusa konke ukungabaza ngalenkambiso entsha, i - Strategy iyanezela: "Eqinisweni lona kanye ilungelo lokuba khona kwe - zoo noma indawo yokugcina izilwane zasemanzini lixhomeke eqhazeni enalo ekulondolozweni kwemvelo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosuku olucwathile, lentaba evame ukwembozwa yiqhwa yenza ukuba ubone leli dolobha ngeso lenyoni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi uSathane ukuhlasela ngokuqondile ukwethembeka kwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi sesibuyela eLamu, ilanga lase liya ngomutsha wendoda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leyominyaka engu - 2 520, kusukela ekubhujisweni kweJerusalema ngo - 607 B.C.E. ebusheni bukaDaniyeli kuze kube ngu - 1914 C.E., yayibizwa ngokuthi "izikhathi ezimisiwe zabezizwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kuthiwani ngezifungo umuntu azenza engakabi nalwazi oluqondile lweqiniso leBhayibheli? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Liyaphuma enxebeni lokuklwebheka noma ukuhlatshwa, lenze indunduma encane yokubomvu okucwazimulayo, futhi siligeze noma silisule ngaphandle kokucabanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi sikhonza eRockville, samenywa ukuba sibe sekilasini lesihlanu leWatchtower Bible School of Gilead eSouth Lansing, eNew York. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi injabulo kaMary enkulu kakhulu yaba khona lapho indodana yakhe siqu, uChristopher, ikhetha ukulandela isibonelo sakhe futhi nayo iba yiphayona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho abanye bezwa ngalokhu kuziphatha, uba namahloni kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wenze njalo uJobe imihla yonke. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yakha ubungane nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - solidus yegolide, uhlamvu lwemali olwenziwa uConstantine, yalondoloza amandla ayo okuthenga iminyaka eyinkulungwane! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphathelene nesimo sikaJesu Kristu, okwashiwo uCellarius kuphawuleka ngokukhethekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, akukho lutho okufanele silwesabe lapho sidumisa uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinsukwini ezimbili ezalandela, ngashiya isikole sokufundela ubufundisi, ngagibela isitimela ngilibangise emhlanganweni wami wokuqala woFakazi BakaJehova, nokwakuwumhlangano okwakuhlangene kuwo amabandla amaningana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ukuphela komsebenzi wazo kwaba okusheshayo nokungalindelekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kungani ukhwathaza emgqonyeni kadoti ufuna ukudla okuhle okunempilo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UnguDokotela Livingstone, Akunjalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, sonke sidinga ukuqiniswa ngezikhathi ezithile, kodwa sonke singakhana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
■ Ingabe kuwukuhlakanipha ngomKristu oye washonelwa umngane wakhe womshado ukuba ahlale engashadile ngethemba lokuphinde bahlanganiswe esikhathini esizayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lena imibuzo okuzoxoxwa ngayo esihlokweni esilandelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ake ubheke nje umonakalo izingqondo ezonakele eziwubangelayo ngokubulala, ukudlwengula, ukuphanga, nezinye izinhlobo zobudlova ezenziwa umuntu komunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyolandisa phambi kukaJehova naphambi kwebandla ngazo zonke izono ezimbi angase azenze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kulabo abazisa ubuhlobo babo noMdali, imali ayinakukuthenga ukwamukelwa nguNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba abaphostoli babebonise ubuthaka obukhulu, uJesu waqhubeka ebabiza ngokuthi "abafowethu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphumela Omkhulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leyo indlela umfundisi ohlonishwayo uAkiba ben Joseph abingelela ngayo uSimeon Bar Kokhba ngonyaka ka - 132 C.E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isazi uHelmut Gernsheim siyabhala encwadini yaso ethi The History of Photography: "Mhlawumbe awukho omunye umshini owake wakhanga umphakathi ngezinga elingaka futhi wathandwa ngokushesha okukhulu kangaka emhlabeni kabanzi njenge - daguerreotype." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu oshisekela okuthile uqondisa kokubili umcabango nesenzo ekukuzuzeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ukubhema ugwayi akukhona yini ukwephulwa okusobala komunye wemithetho kaNkulunkulu efakwe emizimbeni yethu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waqala ukubusa eneminyaka engu - 8 kuphela ubudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho awunakuvuma yini ukuthi khona kanye ukuba iNdodana yaKhe ezelwe yodwa ishiye indawo yaKhe kwakuwukuzidela ngoJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi yeka isibonelo esihle ngabantu abangaphelele ababekwa esikhundleni sokwahlulela namuhla! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti kukhona amajaji nezinkantolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nawo - 1980, ukubhalisa esikoleni kwehla kakhulu emazweni amaningi ampofu emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi besohambweni lwabo baba sengozini yemoto ehlasimulisa umzimba, futhi lokho kwashiya isikhala esikhulu ekuphileni kwabantu ababebathanda nababesebenza nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.