sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Abantu abasha bathonywa kakhulu yilokho abakubonayo nabakuzwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Liyini Ithemba Ngokhokho Bethu Abafileyo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphambene nalokho, esinye sahlala esabelweni saso sinenjabulo, nakuba ezinyangeni zaso ezintathu zokuqala lapho, sazaca saba ngangothi lokuvungula ngenxa yokugula okwaphumela futhi ekulahlekelweni kwaso izinwele nokuzwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ucwaningo lwanamuhla lubonisa ukuthi kungenzeka amalimi abangelwa yizinto eziningana, hhayi imbangela eyodwa nje.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Encwadini kaJakobe sithola la mazwi akhuthazayo: "Ingabe ukhona ogulayo [ngokomoya] phakathi kwenu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthi: "Nakuba mina nomkami singenazingane, sihlale sikhumbula ukuthi uJehova uye wasinakekela njalo ngokomoya nangokwezinto ezibonakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yayicebile ngempela!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1964 umfundi waseyunivesithi eCalifornia, e - U.S.A., wasebenzisa i - computer ukuze athole izindawo ezingavuma ukutshalwa izimbali unyaka wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho kunobunye beqiniso, impi ayaziwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulencwadi eyayinganyatheliswanga ngaphambili, uVerne wachaza ngisho nomshini ofana ngokumangalisayo nomshini wanamuhla we - fax!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ithemba lokuphila okuphakade epharadesi lasemhlabeni lingelabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Isivumelwano esihle kakhulu" kwakuyisivumelwano esisha, esathatha indawo yesivumelwano uMose ayewumlamuleli kuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani babengacabanga ukuthi bangikweleta okuthile, nowoyela ngo - August okwakumangalisa ngisho nangokwengeziwe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakungavamile ukuthola umuntu ongalithakaseli iBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho wagijima waya ku - Eli, kodwa u - Eli wathi wayengambizanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kuze kube manje lo mthombo ocebile awutholakali ngenxa yokuthi i - methane hydrate iyahlakazeka uma ikhishwa endaweni eyakheka kuyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indawo yabo babeyibiza ngokuthi iK'gari, noma iPharadesi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isiyazanywa manje [ngo - 1998] ezigulini e - United States.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwakho konke, angabheka phambili ngokuqiniseka ezibusisweni ezingapheli ezivela kuJehova esimisweni esisha esizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngomqondo ongokomoya imithombo yamanzi itholakala kalula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lisitshela ukuthi manje uJesu Kristu ubusa njengeNkosi yasezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubala kukaYuko kubonisa ukuthi kuzobiza u - 20 000 yen (R725) ukuthengela ngamunye wabesilisa asebenza nabo ibhokisi elincane likashokoledi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabuza: "Bazizwa kanjani ngezinye izinsuku zesonto?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthwala kwakhe kubonisa ukuthi uyaqaphela ukuthi umyeni wakhe nguye onomthwalo wokuhola ngomthandazo nokufundisa ngeBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ISonto LamaGreki Lobu - Orthodox - Inkolo Ehlukene 15
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphakathi Owakhé Phezu Kwezingodo (Benin), 9 / 22
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje yiso isikhathi sokuba ufundise izingane zakho ukubonga, njengoba zisencane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze uthole imininingwane eqondile, siza uthintane noFakazi BakaJehova endaweni yakini noma ubhalele abanyathelisi balo magazini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba becebile, osaziwayo abaningi bahlushwa izinkinga zezomnotho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi - ke, isiko lesizwe lithi indoda mayingashadi, kanjalo ingamshiya lowo wesifazane noma nini lapho ithanda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isifo samathambo singaba isifo esibuhlungu kakhulu, nesikhubazayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho kufanele senze isinqumo, ngokuvamile kunezinto eziningana ezingajabulisa uJehova esingakhetha kuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, iBhayibheli lithi ngokucacile: "Abafileyo abazi - lutho,... ngokuba akukho - msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona." - UmShumayeli 9: 5, 10.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkululeko yokuzikhethela yayibalulekile uma abantu babezodumisa futhi bakhonze uNkulunkulu beshukunyiswa uthando, hhayi njengamarobhothi akusebenza kwawo kuhlelwe kusengaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abangaphezu kwengxenye yezakhamuzi zaseMonrovia babengenamakhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kunenye inzuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babethi Ezokuzijabulisa
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho inkaba isinqanyuliwe, ihhashi lensikazi lagxuma lema ngezinyawo, likhala ngenxa yenjabulo futhi lijahe ukubona inkonyane lalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi esifanayo, omakhelwane babehlaselwa izifo, futhi abanye bebonakala bekhungethwe yindlala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babefundisiwe ngezindlela zikaNkulunkulu; iqiniso lalisezingqondweni nasezinhliziyweni zabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, izazi zokuziphendukela kwemvelo zadumisa ukunqoba kukaMiller njengentuthuko enkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleso sikhathi olungileyo uyakuqhakaza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba izikhulu embuthweni wakwa - Israel njalo zingena kuqala, ngangazi ukuthi kwakumelwe ngibe phakathi kwabokuqala ababezobhekana namaphekula, kodwa umcabango wokubulawa noma ukulinyazwa awuzange ungithene amandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
USimeyoni noLevi, amadodana enzalamizi yasendulo uJakobe, asabela ngentukuthelo yokufuna ukuphindisela lapho koniwa udadewawo uDina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amanzi angena emifantwini yolwandle, ashise kakhulu, abese ekhuphukela phezulu namaminerali ancibilikile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Elinye igatsha liye lathola ukuthi isibalo samacala saphindeka kabili phakathi neminyaka emihlanu eyandulela u - 1983.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, iBhayibheli likhuthaza abantu bakaNkulunkulu ukuba babe ngabongayo, abakhuthele, nabasebenza kanzima.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengesishayo - "into ebangela ukuhlupheka okukhulu noma okusakazekile," ngokwendlela elichazwa ngayo leli gama - ukungalingani kusakazeke kuzo zonke izigaba zomphakathi wesintu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi uma sinezinkinga emshadweni wethu, sizobonisa uthando ngoJehova ngokuhlale siqotho kubayeni bethu nakomkethu. - Funda uMalaki 2: 13 - 16.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapha, "elithambileyo" liyiNkosi yobuMesiya, uJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli liyeluleka: "Hlukana nentukuthelo uyeke ukufutheka."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) 'Injongo kaNkulunkulu engunaphakade' ihilelani mayelana nesintu esilalelayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuzo zonke lezihloko kuye kwasetshenziswa amagama awumfakela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kanti abanye bakuthola kuyinselele ukulinganisela ekudleni noma eziphuzweni ezidakayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izithunjwa ezingamaJuda zasabela kanjani ezenzweni zikaHezekeli ezingokomfanekiso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuhlanganyela Ngokugcwele Ekwandeni
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga, uye wagwetshwa ngaphambi kokuthethwa kwecala lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhlawumbe into entsha ebaluleke kakhulu kuye kwaba yileyo ebizwa ngokuthi ihospice, eqashelwa ngokwandayo emhlabeni wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okwamanje, kufanele siqinise ukholo lwethu kuJehova owasiqinisekisa ngoJesu ukuthi uyobavusa abafile abasenkumbulweni yaKhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi uze azibophe ngemithetho yakhe siqu. - 1 Korinte 11: 3; Thithu 1: 2; Heberu 6: 18.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okubalulekile kulokhu uzwela, okungukuthi, ikhono labazali lokubona izinto ngeso labantwana babo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bayodinga isikhathi ukuze bafunde izindlela zikaNkulunkulu futhi bamlalele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye ngokwesilinganiso esithile baze bathukuthelele ngisho nalomzali ongasekho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali banganakekela izidingo zelungu ngalinye lomkhaya futhi bangazivumelanisa nezimo lapho bekhetha indaba ezofundwa nendlela ezofundwa ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izinguqulo zeBhayibheli zihumusha la mazwi ngokuthi "umthetho osikhululayo" (The New English Bible) nangokuthi "umthetho ophelele wenkululeko" (IBhayibheli lesiZulu elivamile).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - American Spectator ithi "into ekhathaza izazi ngempela inhlanganisela eyingozi yamanyela anemisebe yenuzi kanye neziqhumane ezivamile."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, njengoba kwenza umhubi, yeka ukuthi kubaluleke kanjani ukuzithanda izikhumbuzo zikaJehova!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abalimi batshala umvini ukuze bathole izithelo, futhi uJehova ulindele ukuba abantu bakhe bathele izithelo ezingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubani ongathinteki nangokulandisa okuphathelene nomphostoli uPetru ngesikhathi ephika uJesu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba babebakhathalela ngothando abafowabo baseThesalonika, uPawulu nabangane bakhe bakujabulela ukungadluliseli 'nje kuphela izindaba ezinhle zikaNkulunkulu kubo, kodwa futhi nemiphefumulo yabo uqobo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kunjalo, amasonto obuProthestani ayesanda kumiswa aqhubeka nemikhuba eminingi engekho eBhayibhelini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMthetho kaMose obhaliwe awuzange ubeke mingcele othandweni: "Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Igazi elishube kanjalo alidluli emithanjeni emincane, okubangela ukuthi izicubu zingazitholi izakhi ezidingekayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka wayekhathazeke ngomshana wakhe uLoti nomndeni wakhe, ababehlala eSodoma.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJeremiya 10: 23 uthi: "Akukuyo indoda ukuba ihambe iqondise izinyathelo zayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje njengoba ngangingacabanga ngendalo futhi ngiyibuke ngokoqobo nsuku zonke, ubuhle bayo nalokho engakwenza kwangenza ngayazisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Siyathanda ukuba ndawonye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba wayengafuni ukuba umsebenzi wakhe wokuziphilisa udle isikhathi ayesibekela umkhaya wakhe nezinto ezingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwenye incwadi, leli vesi lingasebenza kubantu "abazindla futhi batadishe" ngemisebenzi kaNkulunkulu "ngokuzimisela nangokuzinikela."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngolunye usuku lapho ngisacathula, abasekhaya bangibona ngidonsa umsila wehhashi leduna.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngempela, uNowa waqhubeka ehamba noNkulunkulu kwaze kwaba sekufeni kwakhe eneminyaka engu - 950. - Genesise 9: 29.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izipho ezinjalo zazidluliswa kuphela abaphostoli bakaKristu Jesu ngokuqondile noma lapho bekhona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqulwa kwecala lesehlukaniso kwangicindezela, ikakhulukazi lapho ngibona umyeni wami ekhohlisa ijaji lesizwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ibutho lamaJalimane lalingase lithole idepho yokudla enjalo, kwakungafa umuntu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngasekupheleni kwaleli khulu lama - 20, kuyinkinga yomhlaba wonke futhi kuyaqhubeka kubhebhetheka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuyinhloko, inkolo, nakuba amasonto amakhulu ayengahilelekile, yayibonakala sengathi iyasimama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi nenkathi yokukhulelwa, le hormone ivimbela ukufinyela okunamandla kwesibeletho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
BABEWUMBHANGQWANA osemusha onobungane, behlonishwa kakhulu ebandleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphela Kwendlala Kuseduze!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile, la mazwi aphefumulelwe ayeyomkhuthaza uHezekiya, ngoba abonisa ukuthi kwakuyovuswa ibutho elingajwayelekile neze ukuba limelane nama - Asiriya nokuthi labo bahlaseli abanenzondo babeyogcina ngokunqotshwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kweyoku - 1 Korinte isahluko 15, umphostoli uPawulu unikeza ubufakazi obuqinisekisayo bovuko, kodwa umshaya indiva ngokuphelele uMathewu 27: 52, 53.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wavuma ukuba eze emhlabeni azozalwa njengosana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
• Izingane zakho zithola ulwazi oluhle kakhulu lapho ziyisebenzisa nawe, njengoba zifunda ukwazisa ukwahlulela kwakho nesiqondiso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isiphi iseluleko uPetru asinikeza abadala akanye nabo, futhi ukusabela kwabo kuso ngokufanele kuhlangene ngani namathemba abo esikhathini esizayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwanikezwa ubufakazi obuhle kakhulu phakathi nala masonto angu - 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi lokhu kwabonakala kuyisinyathelo esihlakaniphile ngokombangazwe, kodwa kwabonisa ukungawuhloniphi okuhlazisayo umbuso ongokwasezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile ngangisebenza amahora angaphezu kuka - 200 ngenyanga ngishumayela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emasontweni ambalwa ngemva kokushonelwa kwakhe, u - Alec wazithola izimpendulo zemibuzo yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba uSawule awabhubhisa njengesizwe, wasindisa inkosi yawo futhi walondoloza ezinye zezimvu nezinkomo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali badinga usizo ekunqumeni indlela engcono yokukhulisa abantwana babo kulesimiso sezinto esididayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn