sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Abangane bakhe kwakuyizinceku zikaNkulunkulu ezazikanye naye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho eya eCorinth, wahlangana nomunye uFakazi, wabe esebuya nencwadi ethi "UNkulunkulu Makabe Oneqiniso" kanye nekhophi yemiBhalo YamaKristu YesiGreki, engaqala ukuyifunda esithe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva, "amadoda ayisithupha angenacala alahlwa icala lokubulala elikhulu kunawo wonke emlandweni waseBrithani."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, ekuphetheni kwenkulumo yakhe, izilaleli zazazi ukuthi uPawulu wayesho uJesu Kristu lapho ethi uNkulunkulu 'uzakwahlulela izwe ngokulunga ngomuntu ammisele lokho, futhi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Encyclopaedia Judaica ithi "imisebenzi yabo yenkolo neyesizwe yayifuna ukuba babe abafundile."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ukuziphatha kuwohloka, ukusakazeka kwezifo ezithathelwana ngobulili kuye kwafinyelela izinga lapho kubizwa ngokuthi isibhicongo - umqedazwe osakazekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KwakugcweIe izinkulungwane zezidumbu emigwaqweni nasezindaweni ezizungezile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho iqiniso loMbuso liyaqhakaza eSri Lanka, futhi manje kukhona oFakazi abayi - 1 086 kulelizwe elihle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulowomuzi kwakukhona futhi umfelokazi owayelokhu efika kuye, ethi: Ngizwele esitheni sami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kufana Nokungena Olwandle Kunesiphepho
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bahlala lapho kwaze kwashona uHerode.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Labo abavumelana nomoya bazibeka ezintweni zomoya." - ROMA 8: 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngemva kokusebenza kanzima iminyaka engu - 20, uSamuweli watshela abantu lesi sigijimi: "Uma kuwukuthi nibuyela kuJehova ngayo yonke inhliziyo yenu, lahlani onkulunkulu bezinye izizwe abaphakathi kwenu kanye nemifanekiso ka - Ashitoreti, niqondise inhliziyo yenu kuJehova ngokungagudluki, nikhonze yena yedwa, khona - ke uzonikhulula esandleni samaFilisti." - 1 Samuweli 7: 3.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Pho, kungani iBhayibheli livame ukukhuluma ngezizwe ezingu - 12?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NjengeKhwezi elinguMesiya, ubikezela ukuqala kosuku noma inkathi entsha esintwini esilalelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lolu hlamvu lwalulingana namadrakma amane, noma intela yasethempelini yabantu ababili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, abanye abantu abashadile bangase basebenze amahora engeziwe noma benze izintwana zokuzilibazisa ukuze babalekele ukuchitha isikhathi nabashade nabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangiqaphela ukuthi izimfundiso zabo azivumelani neBhayibheli, kodwa nganginelukuluku lokwazi. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(April 22, 1998) Kwakwakha futhi kukhuthaza ukufunda ngesibindi sakhe sokuqhubeka eshumayela naphezu kokuphikiswa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubaluleka kwangempela kowesifazane akufanele kusekelwe ekubonakaleni nasebuhleni obungokomzimba okungasho lutho noma obandlululweni olungokwempucuko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izincwadi ezidumile zinikeza izinkulungwane zamagama okuthiwa awezingelosi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, liye lasindisa ukuphila kwami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubuhlungu ngendlela engenakuchazeka ukushiya amadodakazi akho amathathu esosizini olungaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naphezu kwalokho, saphikelela futhi kancane kancane sasinqoba isithiyo solimi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amagama abalingiswa abaningi athathwe phakathi kwamagama amalungu omkhaya wakhe nabangane, kuhlanganise negama elithi Hamlet - igama lendodana yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yilolu thando lukaKristu olusiqhubezela ukuba singabe sisaziphilela thina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, akulula ngaso sonke isikhathi ukuthula lapho ingane yakho ikutshela okuthile okungakuphathi kahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuthiwani ngenkolelo ethé chithi saka yalabo abathi uNkulunkulu wadala indawo yonke ngezinsuku eziyisithupha zamahora angu - 24?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuye ngenkathi yonyaka, ugcwala impova nezinye izinhlayiyana ezisemahlamvwini, kanti ezindaweni ezithile, kuba nezinkulungwane zezinto eziphilayo ezihlukahlukene.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UAthemisi Wase - Efesu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba siyazi ukuthi yonke indalo iyaqhubeka ibubula kanyekanye futhi iba sezinhlungwini kanyekanye kuze kube manje....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezimweni zezinhlekelele, oFakazi BakaJehova bazama ukulandela umyalo kaPawulu kwabaseGalathiya othi: "Khona - ke ngempela, uma nje sinesikhathi esihle sakho, masisebenzeni okuhle kubo bonke, kodwa ikakhulukazi kulabo abahlobene nathi okholweni." - Galathiya 6: 10.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yayisinakho kakade ukuqonda okufanele ngokungabikho emibhalweni kwesihogo somlilo, ukungafi komphefumulo, njalonjalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali bakaJesu Kristu 'babelusizi' lapho bengazi ukuthi ukuphi - futhi wayengumntwana ophelele!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abalindi abekho, futhi ithuna alinalutho!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okwenza izinto zibe zimbi kakhulu, ukuthi labo abasalayo bahlukene kakhulu ngenxa yamasonto abo agcwele izinkinga zobuhlanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleso sikhathi zazizine kuphela izithunywa zevangeli ezingoFakazi ezazikhonza khona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli liyasitshela: "UJehova uNkulunkulu wambumba umuntu ngomhlabathi, waphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; kanjalo umuntu waba umphefumulo ophilayo," okungukuthi, "isidalwa esiphefumulayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye kumelwe babekezelele imiphumela ebuhlungu yomdlavuza nesifo senhliziyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incwadi yesiFulentshi ethi Catéchisme pour adultes esanda kunyatheliswa iyachaza: "ISonto lamaKristu ligujwa ngosuku olungemva kweSabatha: ngosuku lwesishiyagalombili, okungukuthi, usuku lokuqala lwendalo entsha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini enye esingayifunda kokwenzeka kumhubi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nalapha futhi, cishe uyosebenzisa ubuqili kunokuba amphoqe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lona umyalo omkhulu kunayo yonke nowokuqala. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa lokho akusho ukuthi wayeshintsha umqondo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu baseHungary bezwa ukuthi ekugcineni amaJehova Tanúi (OFakazi BakaJehova) ayesethole ukuqashelwa okungokomthetho komsebenzi wawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngizophakamisela isihlalo sami sobukhosi ngaphezu kwezinkanyezi zikaNkulunkulu [amakhosi ohlanga lukaDavide],...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhombisa sibonisa ukuphelela ngokombono kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) NgokwezAga 15: 22, kungani kubalulekile ukuxoxa ngamacebiso abanye abadala?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho 'usekuqhumeni kobusha,' inkanuko yobulili iba namandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokucindezela inkinobho nje, abantu bangalawula ubude "bosuku," futhi ngokushesha abantu baqala ukwephuza ukulala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bafundiswa indlela yokuzivikela ezifweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuziphatha kwabo emshadweni nangokobulili akuyekethisi. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, yima isikhashana uzibuze: 'Ingabe amazwi okuthi angiwasho anomusa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NGAZALELWA e - Australia ngo - 1929 futhi ngakhulela eSydney, idolobha laseNew South Wales.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuba nzima ukuhlukana ngemva kokudla kwakusihlwa; sasidla ingevu ngokwenzeke phakathi nosuku noma sixoxe ngesezadlula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokutheza, ubopha izinkuni nge - chitenge eyodwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba lokhu kwephuza okwandisiwe kuvikela ubuchopho ekuthwaleni ukwaziswa okuningi kakhulu okuvezwa izihenqo zamacomputer, ebusuku, ekukhanyeni okuncishisiwe, kungenza ukusabela komshayeli kungasheshi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ungathanda ukuthola ukwaziswa okwengeziwe ngendlela ongayithola ngayo enye ikhophi, sicela wenze leso sicelo ngokubhalela i - Watch Tower, Private Bag X2067, Krugersdorp, 1740, South Africa, noma ekhelini elifanele elisekhasini 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyosisiza futhi ukuba siqonde ukuthi kungani uNkulunkulu eye walinda kuze kube manje ngaphambi kokuba athathe isinyathelo sokuqeda ububi nokuhlupheka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ayefaka iziphika zokuhlobisa entanyeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo namuhla abanemithwalo yemfanelo ebalulekile - eyomkhaya, eyebandla, noma eyenhlangano - bangaduduzeka ngokwazi ukuthi umoya kaNkulunkulu usazisekela izinceku zakhe njengoba zinakekela izibopho zazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isibonelo esihle ngabantu bakaJehova namuhla!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe liwukungacabangeli nokungabonisi uthando?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba i - didgeridoo inomsindo cishe ongaguquki - ichazwa ngokufanele ngokuthi "icilongo elivungazelayo" - ingashaya izigqi namanothi avevezelayo ayinkimbinkimbi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho ubengeke yini akuvumele ukuphana izipho ngoKhisimusi namuhla?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengeqembu, abaningi balabo abanokuphazamiseka kwemikhuba yokudla bathambekele ekubeni abantu abafuna ukufinyelela okukhulu nabafuna ukuphelela abaphuma phambili esikoleni noma emsebenzini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kungaba izimpawu zokuba khona kwamafibroid, alashwa kalula ngokwengeziwe uma esheshe atholakala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"IDiyakoni Elikhulu laseCheltenham lathi [iSonto LaseSheshi] lidinga abantu abazinikezele abahambela abanye njengoFakazi BakaJehova." - I - Gazette yaseGloucester Diocese.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ULuca: "Kunokwenzeka ukuthi iziboshwa zasempini zasetshenziselwa umsebenzi osindayo, kodwa kugcina lapho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Leliphepha liyefana, futhi ngezinye izindlela lingcono, kunephepha elenziwe nge - cellulose.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaningi bathi ukukusebenzisa kokubili kuyaphumelela kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhala kwezinkemba kwakungezwakali ngenxa yomsindo oklabalasayo wezibukeli ezihalalisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunokuba igcine isithembiso sihlanganiswe egameni layo, ukuhlanganiswa kwezizwe, iqiniso liwukuthi lenhlangano ngokuvamile ayenzanga lutho ngaphandle kokuba ikhonze njengomxhumanisi, izama ukuvimbela amazwe ahlukene ekubeni angabambani ngobhongwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi uJesu Kristu wayeziqaphela lezi zinyoni nendlela yazo yokuphila. - Bheka ibhokisi elithi "Qaphelisisani Izinyoni Zezulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izinhlobo zinamagama athakazelisayo njengathi i - Glittering Star, i - Dream's End, i - Red Alert i - Peerless ne - Silver Moon.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu namuhla ayasihlonipha isivumelwano sawo somshado
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalobobusuku wadabula ngezinyawo olwandle lwaseGalile olunezivunguvungu; wahlenga uPetru, owayeseqala ukuminza lapho ehamba phezu kwamanzi anesivunguvungu esibi; futhi wathulisa amagagasi ukuze asindise abafundi bakhe ekuphahlazekeni komkhumbi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"I - altare kuJehova" lisikhumbuza imihlatshelo eyamukelekayo eyenziwa amaKristu agcotshiwe lapho eseyizakhamuzi zesikhashana kuleli zwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa lokho kwakubonakala kulula ngokweqile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Obani namuhla ngokukhethekile abayizisulu zikaSathane, futhi imfundo yaleli zwe ingababangela kanjani ubunzima?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yibe usukhahlela ibhola lokuqala, uzame ukwenza ukuba ibhola ngalinye lishaye elilandelayo emgqeni, kuze kube yilapho eseshayisene wonke la mabhola ayishumi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lona kwakuwumkhumbi wokudoba wokuqala emhlabeni owawuneziqandisi zezinhlanzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yingakho ibizwa ngokufanele ngokuthi "uhlobo lomuthi wokuzigoma ngokwakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izingelosi zahlanganyela noSathane ekuhlubukeni kwakhe. - Daniyeli 7: 10; IsAmbulo 5: 11; 12: 7 - 9.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, amaningi ayazindela futhi awathuthuki ngokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma sithembeka kuJehova, ngeke sikuthole kunzima ukwenza intando yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ingabe ukushaya indlwabu 'akuzibulali' lezifiso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Antonio, umbonisi wesigodi eMexico, wakubona mathupha lokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, indlela engcono kunazo zonke yokwazi uBaba iwukufunda ngeNdodana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Jeanrenaud uyaxwayisa: "Sibangela umjikelezo omubi wokubhubhisa, lapho imililo emikhulu ibangelwa ukuguquka kwesimo sezulu futhi inesandla kulezi zinguquko."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukungaboni ngaso linye kubangelwa ukuthi sonke asiphelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuncika kuJehova ngomkhuleko, ungakwazi ukulinganisela phakathi kokulangazelela kwakho amalungelo engeziwe nokwaneliswa yilawo owajabulelayo njengamanje.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lemikhuba ingase ingabi engalungile, futhi ingase ibe mihle futhi ithakazelise.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikhulu zibusa ngami, namakhosana, bonke abahluleli bomhlaba. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu uyaqhubeka nengxoxo yakhe ngamagunya aphakeme, ethi: "Ngokuba ababusi abesabeki kwabenza okuhle kodwa kwabenza okubi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma sithembela kuJehova ukuze sithole insindiso, uma sisondela kuye, futhi silalela imiyalo yakhe, ukuthula kwethu kuyokwanda njengamanzi omfula ogelezayo nezenzo zethu ezilungile ziyoba ziningi njengamagagasi olwandle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Angazi noma ngizokwazi yini ukugcwalisa lesisivumelwano ngokuphumelelayo," kububula uThemba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kunjalo, omunye owesifazane ongumKristu wathi: "Uma ngibona izithombe zePharadesi elizayo kuyi - Nqabayokulinda nakuyi - Phaphama!, ngiyazibukisisa, ngendlela umuntu abuka ngayo izithombe zebhuku lokuvakasha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe "Asisenandaba" Nesono?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ukukhulelwa kungumphumela wokudlwengulwa, abangamaphesenti angu - 55,2 bayavuma ukuthi ukukhipha isisu kumelwe kuvunyelwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn