sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngemva kwalolo vivinyo olunzima, uJehova, wamqinisa kakhulu uJesu esebenzisa izingelosi zakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, isibonelo sawo 'siyisixwayiso kithi esesifikelwe ukuphela kwezimiso zezinto.' - 1 Korinte 10: 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi okwesine, kufanele abantu abavamile bakuthole kulula ukuyifunda nokuyiqonda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukholo Luka - Esteri Luyavivinywa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wadelelwa, futhi sambheka njengongento yalutho | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uMdali wethu ukubheka njengokungalungile, noma okungenabulungisa, ukungabongi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, uNkulunkulu akajabuli ngokufa komubi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayala: "Bhincani nonke izinkemba zenu!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyisisekelo ekwakheni nasekulondolozeni ubudlelwane obuhle nabantu kanye noNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Chaza indlela u - Isaya 7: 14, 16 agcwaliseka ngayo (a) ekhulwini lesishiyagalombili B.C.E. (b) ekhulwini lokuqala C.E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa singakunciphisa kanjani ukuvelelwa yingozi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cha, yakuthandazela ngentshiseko yase ilwela ukufunda indlela yokuqala ingxoxo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali bangazi kanjani ukuthi ingane ikulungele yini ukuzinikezela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe lezi zinjongo zizofezeka uma kwenziwa inkonzo yomngcwabo womuntu ozibulele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
12, 13. (a) Imihlangano yobuKristu idinga ukuzithiba ngaziphi izindlela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayesephuma, waya eNtabeni Yeminqumo njengomkhuba wakhe, nabafundi bakhe bamlandela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, sonke thina esiye sanikezela ukuphila kwethu kuJehova sakwenza lokho ngoba simthanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi ngizigxeka ngokweqile. "- U - Annette. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngazibuza: 'Ingabe nabo bayizinkubela zempi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuhilelani ukutadisha iBha - yibheli? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngathola ukuthi kufanele ngizimisele futhi ngizikhandle ukuze ngibe nokholo njengoba nje kufanele uzimisele futhi uzikhandle lapho uzivocavoca ukuze ube nezikhwepha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INTOKAZI okuthiwa uKeiko * isineminyaka engaphezu kuka - 20 inguFakazi kaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingqondo zabo zigxile kulokho abayokwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi abantu baye behluleka ukubambisana ukuze baxazulule izinkinga zezwe ezinjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bathembele kuye ngosizo lwezimali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zonke Izinhlobo Zezinsimbi Zomculo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalowo nyaka, ubaba waze wakhisimusa umama ngencwadi yokutadisha iBhayibheli ethi, The Harp of God. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngabe sengicela u - Esther ukuba alethe i - Phaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinga eliphakamayo ledivosi - kwamanye amazwe kunedivosi eyodwa kuyo yonke imishado emibili - linikeza impendulo ecacile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma othile ekupha isipho esiyigugu kakhulu bese ungabonisi ukwazisa okwanele ukuba usithathe uhambe naso, ukuntula kwakho ukubonga kungase kwenze ophayo asinikeze omunye umuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela yasiza ekuqiniseni amaKristu ngokumelene nokuthandabuza, ukungabaza, nokungathembi okuvame kangaka ezweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, ungacabangi ukuthi kukhona okungalungile ngawe ngoba nje isimo sidinga okwengeziwe, ngokomzwelo nangokomzimba, kunobukade ukulindele. - Genesise 1: 26 - 31; IHubo 90: 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqaphelile yini ukukhuluma kwakhe 'ngemibono eyesabekayo'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zikholelwa ukuthi ngekhulu lokuqala C.E., inkolo yamaJuda yase yenze ukuba izimfuneko zokuzihlanza kwabapristi zisebenze nakulabo abangewona amaLevi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abahlukahlukene baye bayincoma le ncwadi eqinisa ukholo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emazweni angaphezu kuka - 25, oFakazi BakaJehova bayahlupheka ngenxa yokuvinjelwa noma ukuphikiswa noma ukushushiswa ngezindlela ezihlukahlukene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, lokhu kuyayithuthukisa kakhulu leyo ndawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuhlukahluka ngokwamakhono nezimo zethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singaqiniseka ukuthi ubelokhu efuna ukwembulela abantu izinjongo zakhe, ngoba umprofethi u - Amose waphefumulelwa ukuba abhale: "INkosi EnguMbusi uJehova ngeke yenze utho ngaphandle kokuba iyambulile imfihlo yayo ezincekwini zayo, abaprofethi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwalomqondo ophefumlelwe ngokwaphezulu otholakala eBhayibhelini lakho, ukufa kumane kungokuphambene nokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngenxa yokuba ububi obenziwayo bungahlulelwa masinyane, ngalokho izinhliziyo zamadodana abantu phakathi kwawo zigcwele ukwenza okubi." - UmShumayeli 8: 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu ongokomoya ubonakala kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe abanye bakhumbula amazwi athi: "Unyonga luyakutshekula njengendluzele." - Isaya 35: 6. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ilungu lebandla IamaProthestani ePuerto Rico labhalela Watch Tower Society: "Nginguthisha wezingane esikoleni seBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ochungechungeni oluthi "Ikusasa Lenkolo Uma Kubhekwa Isikhathi Sayo Esidlule," iPhaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nokubukeka kwami kwakusongela, ngoba umzimba wami wonke wawulenga ubucwebe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova uNkulunkulu neNdodana yakhe, uJesu Kristu, ngaso sonke isikhathi bahlukaniswa ngokucophelela emiBhalweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhuluma nangokwakhiwa 'kwamathambo' akhe, njengoba athi, lapho "ngenziwa ekusithekeni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ziningi izibonelo eBhayibhelini zokusetshenziswa kombala ukuze kudwetshwe imifanekiso ecacile yamazwi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye izazi zezimila zichaza iGuánica ngokuthi "mhlawumbe iyisibonelo esihle kakhulu sehlathi elomile elisendaweni eshisayo emhlabeni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba lalisesimweni 'sokunyathelwa phansi,' iJerusalema lalisewukuphela komuzi emhlabeni wonke owawuthandwa nguJehova uNkulunkulu ngokukhethekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, cabanga ngoKadii, ongumama wekhaya wakulendawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngaphandle kwalokho," kukhumbula uJulissa, "umshayeli weloli wayengumdala ebandleni engangabelwe kulo!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngomthandazo oqotho nangosizo lweZwi likaNkulunkulu nomoya wakhe, singakunqoba ukushiyeka okunjalo 'sibugqoke' ngokwengeziwe "ubuntu obusha." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu nokusindiswa ngokuba nokholo kuJesu Kristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, umagazini iTime uphawula ukuthi ngisho nezazi ezithile ezikholelwa ukuthi izikhali ezinjalo ziyisithiyo empini nazo zikholelwa ukuthi ezingu - 3 000 noma ngisho nezingu - 1 000 zazo zingase zibe ezanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, ukugcina ikhaya lihlanzekile kuxhomeke kakhulu esimweni sengqondo sawo wonke umkhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa eMpini Yezwe I, ukulwa kwaqhubekela emoyeni naphansi kolwandle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani sithi isikhathi esiphila kuso sihlukile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kuxhomeke ekukhetheni okwenzayo manje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilo lodwa elisembulela uNkulunkulu ongokoqobo, uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilokho uJehova uNkulunkulu akunika ama - Israyeli ngemva kokuwakhulula ebugqilini baseGibithe ekhulwini le - 16 B.C.E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Khona - ke, uma iBhayibheli likhuthaza amaKristu ukuba 'abe abalingisi bakaNkulunkulu,' kunjengokungathi uJehova ngokwakhe uthi: 'Ngiyanethemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungumuthi wokuphila kulabo abakubambayo, futhi labo abakubamba bakuqinise kuyothiwa bayajabula. "- IzAga 3: 13 - 18. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kwakungelula ngathi ukuthola izincwadi kuleyominyaka yangemva kwempi, sasisinakekela kangcono ngangokunokwenzeka isithakazelo esasisithola, sishiya omagazini, izincwadi, noma izincwajana okwesikhashana ukuze kuzuze abantu abaningi ngangokunokwenzeka esigijimini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhuluma nazo ngemfundiso yeBhayibheli yokuthi abantu bayovuswa uJehova ukuze baphile epharadesi emhlabeni, kodwa uma zazifuna ngempela ukukubona lokho kwenzeka, kwakumelwe zifunde iqiniso eliseBhayibhelini futhi zizihlukanise nenkolo yamanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuvela ohlelweni lukaGleason, ngasayina inkontileka yeminyaka engu - 7 nabenkampani yezithombe i - MGM. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengenaso isimo sokuvukela; kunalokho, wathi: "Makungenzeki intando yami, kodwa eyakho." - Luka 22: 42. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imibiko evela emhlabeni wonke ibonisa ukuthi uSathane namademoni banonya ukudlula noma yinini ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuyindida, kubonakala omama abangashadile beqhubeka kangcono, bekwazi ukunikela isikhathi esincishiswe ngamahora amabili emsebenzini wasendlini usuku nosuku. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indoda ehlakaniphile yasendulo yabhala: 'Umuntu ubusa omunye kube ngukulimala kwakhe.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Besebenzisa amathuluzi esimanje, abakhiqizi bezithombe ezingcolile zobulili baphendulela izinto eziningi, ezigcwele ezitolo ukuba zibe ubhadane olwandile emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba sasicophelela ezilwaneni zasendle, lokho kwakungelutho uma kuqhathaniswa nalokho okwakudingeka sikwenze lapho sibhekene nezikhulu zikahulumeni kanye nabanye abaholi benkolo abathukuthele abaqala ukuwuphikisa obala umsebenzi wethu wokushumayela ngoMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa eCabárceno Nature Park, esifundazweni saseCantabria eSpain, isenzakalo esivelele siye sabonisa ukuthi ngisho nendawo engasenathemba ingenziwa ibe yinhle futhi iguqulwe ibe yipharadesi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phela uSidney Fraser, umfowabo ka - Irene ngamzali munye, nomkakhe uMargaret, base benesikhathi esingaphezu konyaka bekhonza ehhovisi legatsha laseLima ngemva kokuphothula ekilasini le - 19 laseGileyadi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babebonakala beziphilela ngendlela yabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezindaweni eziwugwadule emngceleni weMediterranean, izindlela zodwendwe lwabahwebi zazixhuma amadolobha aqhelelene njengoba nje imigwaqo yanamuhla inqamula amazwekazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akungabazeki ukuthi abaningi babo babeshoshozelwa yimibono yokufuna okuhle nesifiso sokulungisa amaphutha ababewabona ezweni lesikhathi sabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, kuyisibopho sabo bobabili abangane bomshado ukulandela umyalo kaPawulu kwabase - Efesu: "Makungaphumi lizwi elibolile emlonyeni wenu, kodwa noma yiliphi izwi elihle ekwakheni kuye ngokwesidingo, ukuze lidlulisele okuhle kwabezwayo." - Efesu 4: 29. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe amaKristu namuhla kufanele enze ukukhala noma ukuhleka kube yikhona okuza kuqala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isihloko se - Jerusalem Post sathi: "Ukukhithika okunamandla kuphumelele izolo ukwenza lokho okuhlule imvula yama - rocket eKatyusha ngesonto elidlule, ukuvala izindawo zokuhlala nokugcina izakhamuzi zivaleleke ngcí emakhaya azo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokwenza isivumelwano sika - Abraharna, uNkulunkulu wanezela okwesikhashana isivumelwano soMthetho nesizwe samaIsrayeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunezizathu ezinhle zokubheka uJehova uNkulunkulu njengoPhakeme Kunabo Bonke. - Dan. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngikhumbula ukuthi ukuphila kwakungeve kumnandi ngisemncane, ngingakhathazeki ngezinto eziningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuhogela iphunga elimnandi nokubona imibala ekhangayo, ungase ulingeke ukuba unambithe lezi zibiliboco. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akuzange kube njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalalela, futhi ngemva kokusho amazwi athi, 'Yiba nokholo kuze kube sekufeni,' namanye amazwi ambalwa eNkosi yethu, kwase kuphelile.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Icocaine nesakhi esitholakala kuyo, icrack kuye kwahlotshaniswa nokuphazamiseka kwengqondo, nezinye izimpawu zokusangana, ukucindezeleka okukhulu, i - insomnia, ukungakuthandi ukudla, ukungabi namdlandla wobulili, ukucasuka kalula, ukuqhaqhazela komzimba, isifo senhliziyo, ukufa kohlangothi, ukudabuka kwesikhumba noma amabhamuza amakhulu, ukufa kwezinzwa zokuhogela nokufa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokwenza leso sinqumo, lo mzalwane wayizwa injabulo ibuya, futhi wabona indlela uJehova ambusisa ngayo enkonzweni yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - April 1980, esikhathini esingaphansi nje konyaka siphayona ndawonye, sathola isimanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukuba nalo kwakwenqatshelwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma izimo zingakuvumeli ngempela, khona - ke khuthaza labo abangase bakwazi ukuba bazenze bafanelekele lenkonzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyokwenza lokho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudingeka sigweme nokuba abahlakaniphile emehlweni ethu noma ukuzicabangela ngokweqile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Abrahama wayebonise lokhu kwethembela ekulungeni kukaJehova okufanayo eminyakeni engaba ngu - 25 ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wakuqinisekisa kanjani ukuvezwa 'kwenyoka'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba athi uyayiqonda indlela engizizwa ngayo, uSipho, umxazululi wezinkinga, ungitshele indlela yokuxazulula lenkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokokuhlola okukhulunywe ngakho ekuqaleni, "akekho noyedwa kwabahlolwa owavikela noma wasekela ukucekela phansi, ngisho nalabo abahlanganyela kukho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, balindela ukuba izingane zabo zenze umsebenzi wazo wesikole ngesikhathi ziwabelwa kunokuba zivumele izabelo zinqwabelane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubusuku nemini ngithandazela ukuba uJehova aqhubeke engisekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.