sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ingabe amaqembu entsha eyizigilamkhuba nabathengisi bezidakamizwa abasebenzisi izindlela ezifanayo zokuthola amalungu amasha? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZINYONI zitholakala kuwo wonke umhlaba futhi ziphakathi kwezidalwa okulula ukuzibuka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Frankl, esawuchaza ngokuthi "umuzwa wokungabi nanjongo nokunganeliseki" ekuphileni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IPort Arthur, eseNhlonhlweni yeTasmania, yayiyindawo eyinhloko yokujezisela, kodwa iziboshwa ezingontamolukhuni zazithunyelwa eMacquarie Harbour, eyayibhekwa "njengendawo yokuhlukumeza engcwele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke awanakufundwa njengayimfuneko yokukhulekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyavuma, "Nginakho ukungalondeki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, amaKristu ase - Efesu kwakudingeka amelane ngokuqinile nokukhonza amademoni, ukuziphatha okubi, nokukhonza izithombe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NGOKUKAPAPA UJOHN PAUL II, abantu bangalilindela ngokuqiniseka ikusasa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ube esenezela: "Ngokwesilinganiso ngamunye amukele ngaso isipho, sisebenziseni ekukhonzaneni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uPawulu wabhala: 'Ngoba uNkulunkulu usebenza ngaphakathi kini ukuze nithande futhi nenze.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuma okuthathwe iSonto lamaRoma Katolika ngokuzenzakalelayo kuye kwadala izinkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiziphi izindlela okufunwa ngazo okuningi kubadala bamabandla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi wayeqiniseka ukuthi kwase kufike isikhathi sokuba amaVangeli "amenyezelwe enjengoba enjalo kulo lonke izwe, ukuze abantu bangabe besadukiswa izimfundiso zabantu ezingaziwa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
3 - 9 Abantu abaningi bayaqhubeka bephila bengaqiniseki ukuthi yini elungile noma engalungile nokuthi ukuphila kwabo kuphokophelephi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umnyango owawunswininiza kabuhlungu wagaklazwa, wavalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJESU waseNazaretha... wasiyala ukuba sishumayele kubantu, sinikeze ubufakazi obuphelele bokuthi lo nguYe uNkulunkulu anquma ukuba abe umahluleli wabaphilayo nabafileyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le mithi ididiyelwa ngaphansi kwesihloko esikhulu esithi "chemotherapy" okuyigama elibhekisela ekwelapheni isifo ngamakhemikhali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isiyalo somzali akufanele sishiye ingane izizwa ilahliwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi usechitha isikhathi sakhe nabantu abanombono ofanayo ngoNkulunkulu, usezakhele abangane abaningi abahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lomagazini ngaso sonke isikhathi uye waqokomisa ukuba neqiniso kweBhayibheli futhi ngokuvamile uye wanikeza ubufakazi bokunemba kwalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe ukuze abonise ukuthi akunakwenzeka ukondla abantu abaningi kangaka, uAndreya uyaphawula: "Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali eziyisihlanu nezinhlanzana ezimbili," enezela: "Kepha kuyini lokho kwabaningi kangaka na?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yomusa kaNkulunkulu, sinethemba lokuthi umhlaba omusha uzofika maduze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lolu shintsho lungaqeda amandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emizuzwini ethile ngemva kwalokho, washo umthandazo wakhe wokugcina ngalendaba kuJehova: "Baba, uma uthanda, susa lesisitsha kimi; nokho makungenziwa intando yami kodwa eyakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inganekwane: UMose wayebanga isihlalo sobukhosi saseGibhithe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayingeye - 19! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyokwenziwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngaqonda ukuthi uMbuso kaNkulunkulu uwukuphela kwethemba langempela lomhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini engase iqede umoya wethu wokuzidela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kweminyaka eminingana, wacela umdala owazisondeza kuye ukuba amfundele iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgeDolobha I, i - Time ithi: "Njengoba abaseNtshonalanga babeyibheka njengenhlokodolobha enokuthula, ejabulisayo yaseSiam yasendulo, 'iVenice YaseMpumalanga,' idolobha lanamuhla elingaqondakali lezingelosi namathempeli egolide liyidolobha lamuva lase - Asia elichuma ngamabhizinisi nangamanani abantu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungase kukumangalise ukwazi ukuthi uKhisimusi awuqaliswanga uJesu Kristu nokuthi yena nabafundi bakhe bekhulu lokuqala babengawugubhi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umyeni wakhe, uWally, wayeyiKhomanisi futhi ekuqaleni wayengigwema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungakhathazeki kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Luka 21: 10, 11; Impi engenakuqhathaniswa, indlala, | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiziphi izibusiso ozijabulelayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isivikelo sesifuba sasiyisivikelo seqhawe esihlonyisiwe, sinamazenga, amaketanga, noma insimbi eqinile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umsebenzi wakho njengomdala othembekile wawenza inhliziyo kaJehova ijabule, njengoba nje wawuyijabulisa neyakho. - IzAga 27: 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzimisela kuyanezela emandleni okubekezela omqwali wezintaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umfundi othile womagazini INqabayokulinda ne - Phaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukumqeqesha Ngendlela KaNkulunkulu Esewusana Kuba Nezithelo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangingakaze ngicabange ukuthi amaqiniso ajabulisayo ngoJehova uNkulunkulu nangenjongo yakhe angashintsha ukuphila kwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama elithi "kusulwe" lihumusha isenzo sesiGreki esingase sisho "ukusula, ukuhlikiza, ukuhoxisa, noma ukubhubhisa" uma sisetshenziswe njengesingathekiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJeanne usefulethini lakhe elincane futhi izibani zikhanya lufifi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuwukuhlakanipha futhi ukuba nesimiso sokuhlola izinto ezithile zokuphepha (izibuko, umoya emathayini, ukusebenza kweminyango, ukuvuza kwamafutha, njalonjalo) ngaphambi kokudumisa imoto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzuza ukuqonda iZwi likaNkulunkulu akuxhomekile ekukhalipheni noma emfundweni yezwe, okuvame ukukhuthaza ukuqhosha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, atshala kakhulu kodwa avuna isivuno esincane futhi antula ukudla neziphuzo ezanele ukuze anelise izidingo zawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukube nje bengiqiniseka ukuthi leli yiqiniso, bengingeke nje ngizimisele ukuhlala ejele iminyaka emithathu noma emihlanu kuphela kodwa ukuma ngomlenze owodwa ejele iminyaka engu - 60. ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singayandisa kanjani injabulo esiyithola emsebenzini wokwenza abafundi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
▪ "Noma kungenzeka ubaba nomama bangishiye, uJehova yena ubeyongamukela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okufanele siyikhumbule lapho 'sisondela esihlalweni sobukhosi somusa ongafanelwe'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cha, akulona ifa emazulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba ngokhululekile akusho ukukhathalela ngokweqile ukwengamela inkulumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izifo ezithathelwanayo esibhedlela (HAI [hospital acquired infection]), njengoba zibizwa kanjalo, zidinga ukwelashwa okwengeziwe nokuba isiguli sihlale isikhathi eside esibhedlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, wonke umuntu ubhekana nokuhlupheka ngenxa yokungapheleli okuzuzwe njengefa nokuphila phakathi kwalesimiso esibi sezinto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukhulumisana kuhlanganisa nomzamo wokuhlanganisa lokhu kungafani kube ubuhlobo obunyamanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngeminye yemiphumela: ukwanda kokungathembani, ukungalondeki, ukuphela kobuhlobo, izingane ezikhula zingenababa noma umama, ubhadane lwezifo ezithathelwana ngocansi, ukukhulelwa okungafunwa, ukuluthwa yizidakamizwa nobudlova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kungenzeka ukuthi omunye kulaba bantwana abane unegazi lohlobo SS, kungenzeka nokuthi ababili, abathathu, noma ngisho bobane banegazi lohlobo SS. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti labo ababegxeka lokho okwakufundiswa abaholi besonto babejeziswa kanzima. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka ukuthi kwakubonakala kuyinto eyamukeleka ngokuphelele kuye ukubheka abantu beZizwe njengezitha okwakumelwe zizondwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Siyohlangana Emthonjeni" (Moldova), 11 / 8 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wabhala: "Qhubeka uzimisela ekufundeleni iningi, ekukhuthazeni, ekufundiseni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushiya amafasitela evuleke ngamasentimitha amane akwenzanga mahluko, ngisho nokuvulela umoya obandayo ngaphambi kokucima imoto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje lalela esinye isithembiso saphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasiyini 'isibalo'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinsukwini ezimbalwa kamuva satholakala emakhilomitheni amahlanu ezansi nomfula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKorneliyu wayebizwa ngokuthi "umuntu ozinikele nowesaba uNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubonakala sengathi ama - alga ayanda ngaphansi echibini futhi aphuca amanzi umoya - mpilo wawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukutusa okuqotho kuyingxenye eyinhloko yokuhambela kokwalusa, ngoba kuqinisa umuntu ukuba akhuthazele. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - sequoia ingakwazi ngisho nokumelana nokuzamazama komhlaba okunamandla! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IThe New Encyclopædia Britannica (ka - 1987) ifaka ohlwini "ukuzamazama komhlaba okukhulu okwaqopha umlando" okungama - 63 okuhlehlela emuva eminyakeni eyi - 1 700 edlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifundo esijulile somuntu siqu seZwi likaNkulunkulu singakusiza ukuba usondele kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunzima ngempela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe leli hlathi lemvula lase - Amazon linekusasa? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla uyaphila futhi uqondisa umsebenzi ohilela wonke umuntu emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le ndalo engaphili ingakwenza kanjani lokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile izinhlobonhlobo ezinhle kangaka zemiklamo zibonisa uMklami, uJehova uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ngokuvumela izifiso ezingalungile, uTom noMary abazilimazanga bona ngokwabo kuphela kodwa balimaza nemikhaya yabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungaba ubulima ukuyiziba imizwa enjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wells noWill Durant zithini mayelana nokuba kukaJesu ngumuntu ongokomlando? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Rutherford, ngaleso sikhathi owayengumongameli we - Watch Tower Bible and Tract Society. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Kuwukunyundela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ngoba maningi amaKristu amasha enza kanjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EUnited States, kakade kuke kwenziwa imizamo yokubulala omunye umuntu onenkampane eyenza ukucwaninga ngezilwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lingasisiza kwamanje ngokusinika izimiso ezinengqondo esingaphila ngazo - izimiso ezithuthukisa ukulondeka kwethu ngokwezomnotho nempilo yethu engokomzwelo, njengoba kwaba njalo ngoJoe noMartín. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Lalela Futhi Uqonde Incazelo' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwangimangaza, amandla engxoxo engangibe nayo nomphathi ayemangalisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusihlwa, umndeni wakhe wawungase udle imifino nenhlanzi eyomisiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uhlu lokuphakathi alunikezi izilimi nje kuphela kodwa lunikeza nezimpawu zolimi ngalunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwi kaDavide ngentethelelo kaJehova asibonisa ukuthi sinoBaba onesihe ngempela: "Yena othethelela sonke isiphambeko sakho, ophulukisa zonke izifo zakho, owophula ukuphila kwakho egodini, okuthwesa umqhele womusa wothando nesihe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angikhuthaza ngempela lawo mazwi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ihlaya lihle futhi lingenza esikushoyo kujabulise kakhudlwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenxa yakho kanye lokhu kunamathela ezimfundisweni zeBhayibheli okwenza ukuba ukuhlonishwa ngokweqile nokukhonzwa kwabaholi abangabantu okukulamahlelo namuhla kungatholakali koFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lokhu akusho ukuthi ufane nebhomu elingaqhuma noma nini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantwana abakhathele abafundi kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesonto elilandelayo mi - na no - Aileen sahlangana no - E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezulu, indlu ngayinye inesakhiwo esincane, esihlukile esingenazo izindonga esinendawo yaphansi ephakanyiswe kancane efulelwe ngolunye uphahla lotshani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ubungamane nje uye ekhaya, uzisule, futhi ukhohlwe yikho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba abanye bengase bangakuqapheli ukubaluleka kwaleso sipho, amaKristu eqiniso asibheka 'njengesiyigugu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingxenye yenkomishi ye - mayonnaise | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.