sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Amavesi EBhayibheli Aduduzayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze ulwe nesimo sengqondo sokungawamukeli amaphutha, kuhle ukukhumbula ukuthi 'Akekho umuntu olungileyo, ngisho noyedwa; bonke baphambukile.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, lapho sihlangana nabantu abahlukahlukene emazweni esihambele kuwo, wayevame ukuthi: "Audrey, uma ngezinye izikhathi ngingakwazisi amagama abantu esihlangana nabo, ubokwazi - ke ukuthi ngisuke ngiwakhohliwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa iqiniso lalisengqondweni yami ngaso sonke isikhathi - liqine njengokhonkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwe ase - Angola, eSierra Leone, nase - Afghanistan ayizindawo eziyingozi kunazo zonke emhlabeni ezinganeni, futhi 'mancane kakhulu amathuba okuba ingane iphile ize ibe neminyaka engu - 18 ubudala,' kusho umbiko we - United Nations Children's Fund (UNICEF). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokholo, sithembela ngokugcwele ekufezekeni kwezinjongo zikaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owesifazane ubeletha "umntwana wesilisa," ohlwithelwa ngokushesha esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu. - IsAmbulo 12: 1 - 6, 9; Genesise 3: 15; Daniyeli 2: 44; 7: 13, 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
14 Ingabe Ukudabuka Kumelwe Sikuveze? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyanezela: "Ukuze siqonde kokubili ukuphumelela kwenkolelo - mbono kaDarwin njengegunya nokwehluleka kwayo njengesayensi ukuchaza umsuka wamangqamuzana, kudingeka sihlole izincwadi ezisetshenziselwa ukufundisa abafisa ukuba ososayensi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Biza amadoda ahlakaniphile - abenzi bemilingo nabafundi bezinkanyezi ababaziwa ngekhono lokuchaza izibonakaliso nemihlola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Safundiswa nokuthi uJesu unguNkulunkulu nokuthi uyazithanda izingane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ikulesi simo, isimiso somzimba sokugaya ukudla salesi sibungu sima nse. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho enyukela ezulwini ngo - 33 C.E., uJesu akazange asheshe alisebenzise ngokugcwele igunya lakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe imali iyohlala iyimbangela yokukhathazeka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka indlela engajabula ngayo ngokufinyelela ukwazi Lowo owathembisa: "Bheka, ngenza konke kube - kusha"! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
2 Thimothewu UPawulu ERoma c. ngo - 65 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amanothi antanta adlule kwabethamela ilanga abacebile, izinsana ezixosha izinja, abathengisi abathengisa amabalazwe eSt. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abamesabi ngoba banokwesaba kokuhlonipha uNkulunkulu futhi 'bathola isiphephelo emthunzini wamaphiko akhe.' - IHubo 34: 9; 36: 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UFitzgerald ubhala ukuthi ngenxa yalokho, "cishe inani lokuhlola okwenziwa ngaphambi kokubeletha lizokwanda, futhi ngenxa yalokho, nenani lokukhishwa kwezisu okunemibandela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, izimvu zihlala zinawo kuzo zonke izinhlobo zesimo sezulu futhi aziphathwa imikhuhlane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDaniel wasebenzisa neseluleko seBhayibheli sokuba silalele abazali futhi sibahloniphe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IHubo 119: 98 - 100 lifundeka kanje: "Ngemiyalo yakho ngiyahlakanipha kunezitha zami, ngokuba inami kuze kube - phakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uJesu wafanisa abalandeli bakhe nezimvu, izinyoka, amajuba, nezinkumbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okumelwe yenziwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo sengqondo esincintisana kakhulu asisona esothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, icebo elikhulu leUN alikakulethi ukulondeka kwezizwe zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkolo eziningi zinabefundisi abakhokhelwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokumangalisayo, iningi lemilutha emisha yenicotine amantombazane evé eshumini elinambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDavide wawasebenzisa kanjani "amasu," futhi yini uNkulunkulu ayilungiselele ukuze asisize senze okufanayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokudabukisayo, naphezu kwesimo sawo sokuba nokuthula nokuma kokungathathi hlangothi, umkhaya wakwaNtabana wabulawa isixuku esasomele igazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini engashiwo ngendawo ukufakaza okwaba nayo ekuphileni kwamaKristu okuqala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, yima ucabange. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwashintsha kanjani ukuphila kukaDavide? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IChina neNdiya, amazwe angawesibili nesithathu ekukhiqizeni ukudla, abhekene nenkinga efanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba manje isendlunkulu yomhlaba wonke yoFakazi BakaJehova eBrooklyn, eNew York, iGileyadi yamiswa ngo - 1943 ukuze kuqhutshekiselwe phambili umsebenzi oyalwe uNkulunkulu 'wokwenza abafundi.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siqaphela izinzuzo zokwelapha ngokushesha, isazi sezinto eziphilayo saseBrazil, uConstança Britto sasungula ukuhlola ngokuguqula amakhemikhali e - polymerase, okwenza kube lula ukuxilongwa ezinsukwini ezimbili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengeke avumele lutho ukuba lulwenze lube usuku oluqalekisiwe, futhi noma isiphi isiqalekiso esasiyocetshwa yinoma ubani ukuba sehlele lolusuku lwakhe lokuphumula wayeyosivimba futhi asenze sibe isibusiso, enze lolosuku lugcine lubusisiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukubi ukuba nomuzwa onjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kuye kwaba nezibikezelo zamanga eziningi kangaka ngokuphela kwezwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ebuyisiwe ekuthunjweni kwaseBabiloni, alandela amasiko ezizwe lawo enza iZwi likaNkulunkulu laba yize. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayesanda kuthuma abafundi bakhe abangu - 70 ukuba bayoshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungabathola abangane ngaphandle kokuba yilungu lengosi ethile yezokuxhumana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naphezu kokulimala kabi, lona wesifazane wasinda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyenza ukugeza eshaweni noma kubhavu kube okuhlangenwe nakho okujabulisayo kunokuba kwethuse? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Badumisa uJehova, bemhlonipha kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthini owakho umbono? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezizimvemvane Ezinhle Zinoshevu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakhala njengoba ngangifunda ngalokho loFakazi omuhle osemusha okwakudingeka adlule kukho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kunzima ukuqeda inkulumo echaphayo, ikakhulukazi uma iye yagxiliswa abazali ababegxeka bona ngokwabo noma isiko elikhuthaza ukubusa abanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe nathi namuhla 'singambona' uNkulunkulu, okungukuthi, sidlulele ngale kokumjwayela kuphela, sizazi kahle izici eziningi zobuntu bakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Usuku LukaNkulunkulu Lwempndiselo, 11 / 1 Usuku Lokwahlulela, 8 / 15 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bamemeza ngezwi elikhulu, bathi: "Koze kube nini, Mbusi ongcwele noqinisileyo, ungahluleli, uphindisele igazi lethu kulaba abakhileyo emhlabeni na?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlando wakuqala webandla ubonisa ukuthi abaphostoli abangu - 12, kuhlanganise noMathiya, babeyisisekelo sendikimba ebusayo yekhulu leminyaka lokuqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi abantu bayokwazi ukuphila ukuphila okujabulisayo nokuzuzisayo phakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amagama eziteshi agqamile - afakwe ifulemu yama - tile odongeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, wakwazi ukuqhuba ingxoxo nenkosikazi eyayineminyaka ephakathi kuka - 30 no - 39. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyo ndlela, okuningi kwakushiyelwa ekwahluleleni kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu weluleka amaKristu wathi: "Niqiniseke ngezinto ezibaluleke ngokwengeziwe, ukuze ningabi nasici futhi ningakhubekisi abanye." - Filipi 1: 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosuku olulandelayo, wahlanganyela emsebenzini wokushumayela okokuqala ngqá. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umama washona eminyakeni emithathu edlule, kanti ubaba washona ezinyangeni ezintathu ezidlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yomibili yayimpofu kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, u - Eva wasidla isithelo somuthi uNkulunkulu ayewunqabele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, akumangalisi ukuthi ngisho nanamuhla abaningi bathola ukwaneliseka ngokuba nezilwane futhi badlale nazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDustin uthi, "Nathi sasifuna ukuyithola leyo njabulo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini abangayisho ngawe kulokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkathi YamaGreki | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amabutho ayenezithombe, ngokusobala imifanekiso noma izimpawu ezenziwe ngokhuni noma ngensimbi ezazenza umsebenzi owenziwa amafulegi anamuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba UNisan 11 Uphela | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ngashaqeka lapho engitshela ukuthi wayengeke esahlanganyela ekukhulekeleni okhokho, nokuthi wayengeke angikhulekele lapho sengifile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okokuqala, ngoba siye sazuza izici zobugovu ku - Adamu no - Eva; okwesibili, ngoba siphila ezweni eligqugquzela ubugovu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kuyingozi ukwenza kanjalo, khosela ngaphansi kwendawo ephakeme, njengebhuloho noma isakhiwo sokubophela imikhumbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, naphezu kwalezo zinzuzo, kuyadingeka yini sikhathazeke ngokuthi kungenzeka ukuthi umphakathi wanamuhla okhonzé ukulahla izinto usuyeqisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukhazimulisa Igama LikaJehova Eziqhingini Zolwandle | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwenza abantu bamesabe kakhulu uJehova nommeleli wakhe, uSamuweli. - 1 Samuweli 12: 11 - 19. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayemnikeze ezinye izincwajana ezinyatheliswa i - Watch Tower Bible and Tract Society. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile abantu bafisa ukuphila kwabantu abacebile nabangosaziwayo, hhayi okwabantu abathobekile nabamnene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyindlela ewubuciko obuthuthukisa ukufunda, ngakho hlanganyela ngenjabulo ekubukezeni okwenziwa njalo ngezikhathi ezithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ophezu kwendlu angehli, angangeni ukuyothatha utho endlini yakhe, | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nalabo abakholelwa ukuthi uNkulunkulu wakusindisa ngokuyisimangaliso ukuphila kwabo noma abaye bathi ubasindise ekuguleni kwabo kungalindelekile ekugcineni ukufa kuyabafica. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, lukhona usizo oluncane olunikezwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho, abazalwane abahlala enyakatho ekude yeQueensland balungiselela futhi bathumela esakhiweni amapulangwe ayegcwele amaloli amane anenani elilinganiselwa ezi - R120 000 kuya ezi - R140 000! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Laliseduze noMfula iMaritsa, ethafeni laseThrace elivundile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Wonke umuntu onengxenye emncintiswaneni uyazithiba ezintweni zonke." - 1 KORINTE 9: 25. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukugcina iSikhumbuzo sokufa kukaJesu Kristu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba yayingathembekile kuJehova, leyonkosi yavunyelwa ukuba ihlale esihlalweni sobukhosi sikaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha isikhukhukazi sasesinamachwane angu - 12 anezimpaphe ezithambile okwakumelwe siwanakekele, ngenxa yosizo lwezinyosi ezimatasa. - Inikelwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe siphile ngezindinganiso zakhe zokuziphatha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unefosholo azifakela kulo inkintsho yensimbi, ngakho ufaka ingalo yakhe kuyo bese ngobuhlakani akhe udoti awufake ebhaleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi wachaza igolide nesiliva "njengezinto zokuhlobisa nanjengezinto zokuyenga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NjengoRuthe, amaKristu emhlabeni wonke aye abonisa ukholo emandleni kaJehova okuwasiza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokutadisha kwalo iBhayibheli, lathola ukuthi unyaka ka - 1914 wawuyosho ushintsho emlandweni wesintu, futhi laxwayisa ngalokhu iminyaka engama - 40. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho umdlavuza usendaweni eyodwa ebeleni, lesosigaxa singakhishwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isiyalo seBhayibheli sizuzisa oFakazi BakaJehova ebandleni nasekhaya | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okufanele ikhunjulwe ngokuqondene nesihloko sengxoxo, futhi yini okufanele igwenywe lapho sibuza abanini - khaya imibuzo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amakhamera amaningi anezivinini ezihlukahlukene zokuvaleka kwesivalo, kodwa ngokuvamile kufanele usebenzise isivinini sokuvaleka kwesivalo seso lekhamera ngokuvumelana nesilinganiso sokukhanya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni ezayo, uyokwenza izinqumo eziningi ezibalulekile mayelana nokukhulekela, umsebenzi, umshado, umkhaya nezinye izindaba ezibalulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangolimi, kodwa ngezenzo nangeqiniso. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho bengaphenduli, uJesu waphendula umbuzo wakhe ngokubabuza ukuthi babengeke yini bayihlenge imvu ewele emgodini ngeSabatha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isazi se - microbiology uJames Bicknell sithembisa ukulondoloza i - DNA yakho, ukuze njengoba leli phepha likubeka, "ekhulwini leminyaka elithile elizayo, isizukulwane esithile esithandekayo sikwazi ukusebenzisa ukwaziswa okutholakala kule - DNA ukuze senze umfanekiso wakho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inselele yethu yokuqala kwakuwukufunda ulimi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.