sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Kunezizathu okungenani ezimbili ezénza uJesu enze leso simangaliso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - World Book Encyclopedia iyakuvuma ukubaluleka kwalo mthandazo kuzo zonke izinkolo zobuKristu, futhi iwubiza ngokuthi enye "yezinto eziyisisekelo ezishiwo enkolweni yobuKristu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Thola nokuthi ungalusebenzisa kanjani lolu limi oluyingqayizivele ukuze udumise uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungaba yini umphumela lapho ubaba ehluleka ukunikeza umntwana wakhe lokhu kunakekela akudingayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, uDavide wayekhathalela imisebenzi kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izibalo ezingokomthetho ezakhishwa eminyakeni emihlanu ngemva kwalengozi zithi abantu abangu - 576 000 bachayeka ekukhishweni kwemisebe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emazweni athuthukile kwezomnotho, ningase nithole usizo lwezimali kuhulumeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva, wanikezwa indlwana yakhe siqu futhi ngisho nomthwalo wemfanelo owengeziwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalabo abayosinda, indlala iyoba yinto yesikhathi esidlule. - Isaya 25: 62; 65: 21, 22.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayala amasosha: "Lethani kimi, kube - yilowo nalowo inkabi yakhe, nalowo imvu yakhe, nizihlabe lapha, nidle, ningoni kuJehova ngokudla okunegazi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba omunye owayengungqingili ngaphambili aphawula: "Okungilethela injabulo ukuthi manje nginonembeza ohlanzekile, futhi ngiyazi ukuthi ngiphila ukuphila okujabulisayo kuNkulunkulu uMninimandla onke."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe kuyiphupho nje?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Leso sifundo simayelana nokuphathwa komhlaba, ikakhulukazi ingcebo yawo engokwemvelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La mavesi eBhayibheli aphefumulelwe akwenza kucace ukuthi lapho umuntu efa akabe esazi lutho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho kwangathi abasebasha phakathi kwezinye izimvu bangevume ukudunyazwa ukunganakwa kwezinto ezingokomoya okudlange kangaka namuhla emazweni amaningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Senziwe ngokumangalisayo'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungakhathaliseki ukuthi siyini isizathu sokuthutha komngane wakho, ungase uzibuze ukuthi uyokwazi kanjani ukukudlulisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwezinsuku eziyisithupha, uJesu uthatha uPetru, uJakobe, noJohane bakhuphuke intaba ende - okungenzeka umqengqe weNtaba iHermoni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, isimo sakho singase sibe esihlukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naphezu kwalengcebo, izimpi ziba khona - hhayi ngenxa yokuntuleka kwemali kodwa ngenxa yobuningi bayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okokuqala, ungafunda ukubingelela ngolimi olukhulunywa abantu abasanda kufika endaweni yangakini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuye kwamiswa imithetho efuna amaholo aphakeme ababhishobhi base - Argentina nezinye izikhulu zamaKatolika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugcwaliseka kwesiprofetho seBhayibheli kubonisa ukuthi lezinyathelo ezijabulisayo nezinhle kakhulu zizokwenzeka ngokushesha! - IsAmbulo 16: 14 - 16.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Encwadini yakhe ethi Seeds of Change - The Living Treasure, umlobi uKenny Ausubel uphawula ubuzenzisi emazweni asethuthukile lapho "ohulumeni bawo nezinkampani bezwakalisa ukudabuka ngengozi esondelayo embulungeni yonke yokuqothulwa 'kwefa elivamile' lezakhi zofuzo lomuntu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantwana abathanda futhi bathembe abazali babo bafuna ukuba njengabo, ukulingisa indlela abakhuluma futhi benze ngayo, ukulingisa indlela abaziphatha ngayo, nokumunca ukuziphatha kwabo, futhi ngokuhamba kwesikhathi izindinganiso zokuziphatha zabazali zingezingena esimisweni sezindinganiso zokuziphatha sabantwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, indoda ingase iphikiswe umkayo ongakholwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehoshafati wayeyinkosi elungile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kunjalo, uchungechunge lwezihloko oluthi "Umculo - Unamandla Kakhulu Kunokuba Ungase Ucabange" (October 8, 1999) lwaluyikho kanye engangikudinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Hhayi ugqoke lezo zingubo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ubaba wayenokhahlo," kusho osemusha okuthiwa uScott, "ngakho nganginokhahlo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyakwazi ukubona ukuthi izimfuneko ezeqile abazilindele kwabanye zingabangela izinkinga eziningi, zenze kube nesimo sokunganeliseki nokudumazeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyoba khona lapho uNkulunkulu eletha ukubusa okulungile kuwo wonke umhlaba, alungise umonakalo futhi aqede ukungabi nabulungisa obubangelwa ukubusa kwabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sicela uJesu: "Ngikhumbule lapho ungena embusweni wakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, lesi akusona kuphela isikhathi uJehova abonisa ngaso uthando lwakhe ngeNdodana yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Angiqiniseki ukuthi ngaquleka yini noma cha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isaga esijwayelekile sithi idumbe akufanele lihleke isifumbu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waphindela ekhaya ukuze abe nomkhaya wakubo izinsuku ezimbalwa zokugcina ekuphileni kwakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Osukwini lukaNowa, lapho 'ububi bomuntu babubukhulu emhlabeni futhi zonke izizindlo zemicabango yenhliziyo yakhe zizimbi njalo,' uJehova wakhipha isinqumo sokubhubhisa lelozwe lesintu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba sasikujabulela ukubhema, asizange siphinde siwuthinte usikilidi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Enye intsha inezinkinga ezingabonakali, njengokungezwa kahle noma ukungaboni kahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwenza izinqumo ngezindaba zezimali noma zebhizinisi kungacindezela kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zicabange unoMose kuleyo ntaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NGESIKHATHI umntanakho esemncane, ingabe wawumvikela ezintweni eziyingozi ekhaya?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazalwane nodade abaye bakhuthazela kuyo yonke leyominyaka baye babusiswa ngokucebile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ake siqhathanise izimfundiso zeBhayibheli nezinkolelo ezithile ezivamile ezishiwo yilabo abathuthukisa ubuthakathi namuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba unguMbuso wobuMesiya oyolwela ubukhosi bukaJehova bendawo yonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kufanele enzenjani - ke umuntu ofuna ukujabulisa uNkulunkulu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhlawumbe uJesu wayezindla ngalombhalo lapho ehambahamba kulelihlane izinsuku ezingama - 40 nobusuku obungama - 40.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho kuhlasela i - tsunami esiqhingini sase - Indonesia iSimeulue ngo - 2004, kwafa abantu abangu - 7 phakathi kwezinkulungwane eziningi zezakhamuzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova Wangibonisa Umusa Wothando Futhi Wanginakekela
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indoda ekhathalelayo iyakuqaphela futhi iyakuhlonipha ukuhluka kobuntu okukhona phakathi kwayo nomkayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka ukuthi lokhu kudabukisa kanjani!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, u - Eliya watshela u - Ahabi ukuthi uJehova wayezoqeda isomiso futhi anise imvula enkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyajabulisa kakhulu ukubona umuntu osemusha onomqondo ophusile futhi ogxile entweni eyodwa njengawe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukucabangisisa ngalokho kwaziswa kwenza umuntu aqiniseke ukuthi ngisho nezinto ezingenakubonakala ngeso lenyama, zingokoqobo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPontiyu Pilatu, owaba umbusi waseJudiya ngo - 26 C.E., wamyeka uKayafase ekulesi sikhundla phakathi neminyaka yakhe eyishumi engumbusi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwangathi izinhliziyo zethu zingaba nobunye kulokho kwesaba uJehova okunempilo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yingakho umphostoli uPawulu ayengabhala: "Manje - ke kumi ukukholwa, nokwethemba, nothando, lokho kokuthathu; kepha okukhulu kulokho luthando."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi Sikhungo Sokulondoloza Imvelo sinakekelwa i - Alaska Division of Parks ngosizo lwebhodi yabaluleki abangu - 12 eyakhiwa izakhamuzi, izikhulu zikahulumeni, nesazi sesayensi yezinto eziphilayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphila kwethu kuxhomeke egazini, elithwala umoya - mpilo kuwo wonke umzimba wethu, lisuse isikhutha, lisenze sikwazi ukuzifanelanisa nezinguquko zezinga lokushisa, futhi lisisize ukuba silwisane nezifo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amaningi agcina efile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma sithatha isikhathi esingaphezu kwemizuzwana emibili ukubuyela endaweni yaso evamile, kungenzeka ingane intula amanzi kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abafana bahlale besilangazelela isifundo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikhulu zedolobha zenqaba ngokuphindaphindiwe ukusayina imvume eyayidingeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umsebenzi wabe usuqala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zimiso azivumelani ngokuphelele nezinhlobo zobugqila ezixhaphazayo eziye zasetshenziswa emazweni amaningi, ikakhulukazi emakhulwini amuva eminyaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunokuba siphile ukuphila okugxile ezintweni ezibonakalayo futhi sibanjwe ukunakekela izidingo zomkhaya ezingokwenyama kuphela, sigcina iso lethu ligxile ezintweni ezingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile, bangase babizane ngokuthi mfowethu, dadewethu, anti, malume, gogo noma mkhulu - ngisho noma beqala ukubonana!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abakholelwa kuZiqu - zintathu bangase bathi iBhayibheli "liyawusikisela" uZiqu - zintathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi ezinye iziphathimandla azinazo izinhloso ezinhle; zifuna isikhundla namandla ukuze zifeze izinjongo zazo siqu zobugovu nezezinto ezibonakalayo, hhayi ngenjongo yokuzuzisa abanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umagazini nomagazini owawufika babewutadishisisa bese bewudlulisela kwabanye ababehlala endaweni uze uvithike.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngolunye usuku yambamba, yathi: "Lala nami."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiyenza yazi ukuthi nami ngiyawenza amaphutha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyaduduza ukukhumbula lokhu lapho sibhekene nokuhlupheka ezandleni zabashushisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiyakuthanda ukucwaninga ngeBhayibheli, ngakho ngizokuhlolela umbuzo wakho bese ngibuya. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho nalesi sici sigcwaliseka ngezinga lokugcina noma ngokuseduze nalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje, kokubili kuye kwenziwa ngaphandle kokumpompela igazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokwenezela ukheshi, inkululeko engokomthetho, izimali zokuxhaswa, namanye amalungelo anikezwayo, inani eliyingqikithi yosizo olunikezwa uhulumeni lifinyelela esilinganisweni sonyaka sezigidi ezingu - 246 pesos (R722 750 000).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, sonke kufanele sivumele iseluleko sayo sisisize sinamathele okholweni lwethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthanda ukuthula kuhileleke kanjani esigijimini esisishumayelayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imilenze ekhubazekile manje isiqinile futhi iphelele - nilahla lezozindondolo, izinduku, nezihlalo zabakhubazekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngekhulu lokuqala, sasingekho isizathu sokubuza lo mbuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izisulu zabakhwabanisi azilahlekelwa nje imali yazo noma impahla kuphela kodwa nokuzethemba nokuzihlonipha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wanxusa uJehova ukuba ezwe umthandazo womuntu ngamunye onenhliziyo eqotho othandaza kuYe ngokuqondene 'nenhlupho yakhe nobuhlungu bakhe.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isivumelwano esibhalwe phansi siyisinyathelo esibalulekile uma sifuna ukugwema ukungezwani ngesikhathi esizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isihluthulelo sokulawula imizwa yakho ukufunda ukulawula imicabango yakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esesibili, uNkulunkulu uzongenela ukuze asindise le planethi kanye nabantu abesaba uNkulunkulu lapho zombili izinhlobo zokungcola zifika emvuthwandaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuyengwa Yisitha
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emakhulwini eminyaka lapho amaKristu - mbumbulu ayenamandla amakhulu khona, kubonakala sengathi kwayekwa ngokuphelele ukushunyayelwa kwezindaba ezinhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke kwenzeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ngokuqinisekile bengingafuna ukumazi kangcono umuntu uma enamancoko kodwa futhi ekwazi ukukhuluma ngezinto ezibalulekile ngaphandle kokuzenzisa." - UKelly, oneminyaka engu - 24.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwesinye isenzakalo, lapho besavubukula amathuna eTebtunis, abazange bathole lutho ngaphandle kwezidumbu zezingwenya ezomiswe ngemithi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbumbi angenza ngalo olunye uhlobo lwesitsha noma amane alulahle!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bonke ababekhona nabo bonke abantu bakaNkulunkulu emhlabeni wonke, bakwamukela ngenjabulo lokho kunxusa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikhundla ezihlobene zikaJehova uNkulunkulu neNdodana yakhe, uJesu Kristu, zicaciswa kahle kakhulu umphostoli uPawulu lapho ethi: "Nokho kithina kukhona uNkulunkulu munye, uYise, okuvela kuye konke, nathi sikhonela yena, nenkosi inye, uJesu Kristu, okungaye konke, nathi sikhona ngaye."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, izingane eziningi zihlanganyela nabazali bazo ekushumayeleni izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ababhishobhi bacabangela ukuwaqeda amamisa angeSonto ukuze babonakalise ukungahambisani kwabo nokukhwabaniswa kwamavoti; kodwa uPapa wangenela. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, saba nezingxoxo eziningi zobungane, futhi kwahanjiswa izincwadi eziningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incwadi eyabhalelwa uHector Macleod ngo - 1886 lapho elandela uyise naye eba yiphoyisa, ibonisa ukuthi lokho kwabangela isimo esinjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani uJehova enika izinceku zakhe inkululeko?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn