sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngacabanga ukuthi uma kungenzeka sixoshwe ezweni, sasingeke siphinde sibuye sizovakashela abangane bethu eSingapore. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umfanekiso womfelokazi nomahluleli uqokomisani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kimina, lolu hambo lwalulude futhi lukhathaza, kodwa ngabekezela, ngizama ukuzigcina ngimatasa ngokubuka ubuhle bezwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
USathane uzoqhubeka ebhebhezela amalangabi okuphikiswa futhi ezama nokusibangela usizi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ebuthakathaka ngenxa yokulahlekelwa igazi, uWyndham Cook oneminyaka engu - 15 ubudala waphendula ngokuthi ngisho noma kwakungasho ukulahlekelwa ukuphila kwakhe, wayezimisele ukulalela umyalo weBhayibheli 'wokuyeka igazi.' - IzEnzo 15: 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyenzeke kusukela ngo - 1914 ebonisa ukuthi isikhathi sifushane? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naphezu kwezinselele, ingaba khona inhlansi yethemba nakuba ingane ikhubazekile engqondweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yemibiko yamuva yemithombo yezindaba, izinyathelo ezicindezelayo uhulumeni wenu azithathela oFakazi BakaJehova eSingapore seziyaziwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye sezizathu ezenza kwamiswa iSikhumbuzo sihlobene nenye yezinjongo ezafezwa ukufa kukaJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini enye ongabuye uyifune esihlahleni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1970 amaphesenti angaphansi kwamahlanu amantombazane aneminyaka engu - 15 ubudala ayebe nobuhlobo bobulili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi sebandile ubugebengu obunjalo obunobudlova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPeter, umfundi wasesikoleni esiphakeme oneminyaka engu - 17 ubudala, uhlezi ekamelweni lakhe, ezungezwe imishini yesimanje yama - electron. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafowethu abangamaKristu eFrance bayaqiniseka ukuthi amazwi omprofethi u - Isaya ayofezeka kubo: "Noma isiphi isikhali esiyokwakhiwa ngokumelene nawe ngeke siphumelele, nanoma yiluphi ulimi oluyokuvukela ekwahluleleni uyolulahla." - Isaya 54: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu yilokho izazi zezenhlalakahle ezikubiza ngokuthi isimiso sokusekelana komphakathi, lokho ezizukulwaneni eziningi okuye kwasebenza njengendlela eyisivikelo ezikhathini ezibucayi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, uNkulunkulu angakuqinisa ukuba ube nengxenye enomvuzo emsebenzini ongaphambili. - Filipi 4: 13; 2 Thimothewu 4: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphela kwento eyayibonakala inengqondo kwakuwukuziphonsa olwandle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu watshela abazalwane baseFilipi: "[UThimothewu] oyozinakekela ngobuqotho izinto eziphathelene nani." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi, umkakhe wayesezohlukanisa naye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
4, 5. (a) Obani abaye baba nendima ebalulekile ekusakazeni izindaba ezinhle? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inzalo yazo, eyaziwa ngokuthi amaNefili, yayiyimidondoshiya futhi idumile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwabaningi, ukukhuluma amanga kungase kubonakale kuyithuluzi elihle lokuthola izinzuzo ezithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lihlanganisa nabantu ngabanye, izinhlangano nezizwe eziqamba amanga zithi zimelela uKristu noma ezigabadela indima kaMesiya ngokuthembisa ukufeza lokho okungafezwa nguKristu kuphela - ukuletha ukuthula nokulondeka kweqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlakanipha kwaleyomfihlakalo engcwele kwembulwa kuJesu Kristu, okunguyena izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu ezigxile kuye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kuyocaca ngokuhamba kwesikhathi ukuthi ayokwazi yini ukubhekana nezinye izinselele zekhulu lama - 21. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akazange aphoqe uDavide ukuba avume izono zakhe kodwa wamane wacela uNathani ukuba axoxele inkosi indaba eyayicacisa ububi bezono zayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhuliswa ubaba onothando kodwa onomthetho, owayemnakekela ngokwethembeka unina. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe UJesu Wayenalo IBhayibheli? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imibiko ibonisa ukuthi oFakazi abangaphezu kuka - 5 000 bathunyelwa emakamu okusebenza kanzima futhi babeboshwa ngenxa yenkonzo yabo yobuKristu nokungathathi kwabo uhlangothi. - Isaya 2: 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okunye ukuhlola kwezemisebenzi kubonisa ukuthi umsindo ongama - decibel angaphezu kwangu - 85 ungalimaza umbungu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wachaza ukuthi lesi sipho sezilimi eziyisimangaliso sasiwukugcwaliseka kwesithembiso sikaNkulunkulu ngomprofethi uJoweli: "Ngiyothululela omunye womoya wami phezu kwayo yonke inhlobo yenyama." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isivuno Esibonakalayo Sokungcola | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva, amaKristu okuqala ashushiswa amaRoma ngoba enqaba ukukhulekela umbusi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngemva kokufunda iqiniso, umuntu uzenzela isinqumo sokuthi uzokhonza bani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunini lapho kufanele sihlanganyele esinakho nabanye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siza abazali bakho ukuba baqonde indlela isikhathi sangasese esibaluleke ngayo kuwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye wayengumbonisi wesifunda, futhi omunye wayengumdala kwelinye ibandla owayezazi izimo zethu, njengoba ayefunde nomyeni wami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuhamba kwesikhathi, ngaqala ukukhonza njengombonisi ojikelezayo, ngihambela la mabandla andayo namaqembu kulo lonke izwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AbaseMelika nabo babefana nabaseNgilandi ngokwesaba amaphoyisa aphatha izikhali angaphansi kukahulumeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ake sicabangele amazwi omphostoli uPawulu alotshwe kweyamaHebheru 10: 26 - 31. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi ubhekene naziphi izimo, ngaso sonke isikhathi thandaza ngokholo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izigidi zabantu zibekezelela ukucwaswa okungafanele njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, ukuhlukana ngokobuzwe, isizwe, nohlanga kuyavunyelwa ukuba kuhlukanise amalungu azo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Icashunwe encwadini ethi, No: Why Kids - of All Ages - Need to Hear It and Ways Parents Can Say It. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla siphila njengabantu abagogobele kuleli zwe eliziphethe kabi nelingamkhonzi uNkulunkulu ngenxa yeBhabhiloni Elikhulu, umbuso wezwe wenkolo yamanga, "indawo yokuhlala yamademoni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OMUNYE wesifazane wathi komunye woFakazi BakaJehova: "Nina anikholelwa kuJesu nasegazini lakhe elihlengayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Zazingamakhosi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, abantu banelukuluku lokwazi ngesigijimi sethu futhi bamemela abamemezeli boMbuso ezindlini ukuze baxoxe nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, manje kudingeka silwe nokudikibala kakhulu kunakuqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezwa ukuthi uHelen wayengahlupheki esihlanzweni, njengoba umpristi ayeshilo, kodwa wayelele ekufeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma nisishaya indiva lesi sixwayiso, futhi impahla yenu nezinto ezibonakalayo kuyizona zinto ezibaluleke kakhulu kini kunokuphila, le ntaba izonijezisela leso simo senu sokuzithela ngabandayo nesobugovu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho udla ukudla okungaphezu kokudingwa umzimba, kulondolozwa kungamafutha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kubhekwa izinga uwoyela okhiqizwa ngalo manje, kubikezelwa ukuthi imithombo yawo iyoqhubeka ikhona eminye iminyaka engu - 40. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthambekela kwethu kobugovu kungawusonta unembeza wethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bazoyibonisa kanjani injabulo yabo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kuwakhetha kwakhe kwakuhilela okungaphezu kwenhlalakahle yawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AMAKRISTU okuqala eFilipi ayaziwa ngokusekela kwawo ukukhulekela kweqiniso ngesandla esivulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba nje ngangilalele iseluleko sikaNkulunkulu futhi ngasisebenzisa, ngangiyokugwema lokhu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Empeleni, ingxoxo kaJesu isisiza ukuba siphendule le mibuzo emihlanu ebalulekile: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyawukhumbula umhlangano wokuqala engaya kuwo ngo - June 1991. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, kwakusenemibuzo eyayilokhu ingihlupha ngenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ihhovisi legatsha loFakazi BakaJehova laseCameroon eliseDouala njalo linikeza izincwadi ezisiza abamemezeli boMbuso abangaphezu kuka - 30 000 nabantu abathakazelayo baseCameroon nasemazweni amane angomakhelwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMargarita uyaqhubeka: "Kwangilethela injabulo enkulu ukufunda ngelungiselelo likaNkulunkulu lokuxazulula izinkinga zomhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakuqala ukuba kutholakale izidleke zezinyosi eMpumalanga Ephakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbulali Oqothula Kunabo Bonke | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wabakhumbuza ukuthi babeye banamathela kuye bangamshiya ezikhathini ezinzima. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamunye wayeyinceku kaJehova ekholekile ukuphila kwakhe konke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unqamula endaweni eqhuma izibhamu nombayimbayi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ngathandaza kuNkulunkulu ukuba anginike amandla okukhuthazelela noma yikuphi ukuhlupheka engangingase ngibhekane nakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ITower Bridge ingesinye sezakhiwo zaseLondon eziphawulekayo ezaziwa kabanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubantu abaningi, amaphela ayizilokazana ezicasulayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Udade othile osemusha umnyundu owanamathela kuye emlenzeni wamemeza njengohlanya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwazi ngoJehova nangenjongo yakhe yothando kwakushintsha konke ukuphila kwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungacabanga nje ukuthi kunjani ukudla ngemfoloko noma ngesipuni usibambe ngezinzwani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe sizame ukuqonda intando nezinjongo zikaNkulunkulu ngokunembe nangokugcwele ngangokunokwenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambi kuka - 1961 lapho uPontiyu - Pilatu ayethintwa khona kuphela kwa kusemakhasini eBhayibheli nasemibhalweni yekhulu lokuqala yabalobimlando bamaRoma nabamaJuda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo sasishubile kubafowethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emiswa njengombusi ngo - 284 C.E., waduma ngenxa yenguquko engokombangazwe lapho emisa ubutetrarki, ubuholi obuhlangene babantu abane, ukuba bube inhloko yombuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umprofethi u - Isaya wabuveza kahle ububanzi bolwazi lukaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Abakaze baxoxe nami ngokukhululekile nangendlela engathi sina," kulandisa umfundi omuhle ophumelela ngamalengiso oneminyaka eyi - 15 ubudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, isihawu nokucabangela abanye kufanele kusishukumisele ukuba sibe nesihe. - Jak. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babengenalo usizo, bengenakuzikhethela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Impela lesi isibonelo esihle esingacabanga ngaso lapho sibhekene nezinkinga zomkhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudinga futhi ukuzithiba ukwenza izinto ngokufanele ngazo zonke izikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova uyosabela kanjani emizamweni kaSathane yokubhubhisa izinceku zaKhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
- UMakis Tsapogas, umeluleki we - World Health Organization. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva komhlangano, sasilandela inqubo efanayo ukuze sibuyisele wonke umuntu ekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayinenkinga yesivalwana esingasebenzi kahle enhliziyweni yayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uJehova wayesesikhohliwe isithembiso ayesenze ku - Abrahama? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi bekungaba nengqondo yini ngalabo abafuna ukumthokozisa ngempela ukuba bangamchazi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwalokho zifuna ezinye izinto. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaJuda ayebheka umsebenzi wokushuka izikhumba njengongcolile nophansi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umfanekiso wawubonisa impisi newundlu, izinyane nengwe, inkonyane nebhubesi - konke kunokuthula, kuqhutshwa umfanyana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Uyawuvumela Umoya KaNkulunkulu Ukuba Ukuhole? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze bavumelane nombono kaJehova ngokuzingela nokudoba, abanye kungase kudingeke balungise ukucabanga kwabo maqondana nezindinganiso zakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, emabandleni amaningi akekho ozodla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umoya ongcwele wenza sibe nesimo sengqondo sokuhlonipha uJehova esenza ahlale ephambi kwethu njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ayethuthukisa ukukhulekelwa kukaJehova, injabulo yawo yanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyamlalela yini uJehova kulezi zici ngisho nalapho izimo zinzima? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akungatshazwa ukuthi ulimi olusetshenziswe lapha lubonisa lokho okwakwenziwa emhlatshelweni ovamile ngaphansi koMthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.