sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ngiyazi ukuthi njengabazali zikhona izinto esingazange sizenze kahle, futhi akulula ukukhumbula izinto esazenza kahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu kumelwe banqobe ukuzikhathalela bona siqu ngokuyinhloko futhi bakhe izimfanelo zokungabi nabugovu, babonise ukucabangela abantu abakanye nabo kanye nezilwane ezingomakhelwane babo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umongo ubonisa ukuthi abesifazane abaningi bosuku lukaSolomoni babengenazo izimiso ezinhle zokuziphatha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ebusuku, sabukela njengoba kuphuma izinkalankala - ezazingaba ngu - 60 000 kuyihektare ngalinye - zifuna amaqabunga abunile, izithelo nezimbewu, ezazibuyela nako emigodini yazo engaba imitha ukujula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiyakwazisa ukuba nezivakashi eziningi kangaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphathelene nesinye isenzakalo, iBhayibheli lithi:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa wayesazi nesiHebheru sasendulo esasikhulunywa uMose nabaprofethi, abamibhalo yabo yayifundwa esinagogeni isonto ngalinye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthi lokho bekungazenza yini izizwe zomhlaba zibe nobunye, asazi, kodwa isiprofetho seBhayibheli siyakhuluma ngenhlekelele ezayo ezobangela ukuba izizwe zomhlaba zihlangane ndawonye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, ukusondelana komkhaya kungenza kube lula ukuba ubuhlobo bengane noJehova bukhule.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umhubi waseBhayibhelini ophefumulelwe wabhala: "Ningethembi ezikhulwini nasendodaneni yomuntu okungekho kuyo ukusiza."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INgo - 1962, lapho ngineminyaka eyishumi, umama waqala ukutadisha iBhayibheli noFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
[Ngiyanicela, NW] ake nizwe lokhu nina - zinhloko. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lungiselela Ikusasa Ngokuhlakanipha Okunenzuzo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu Eziqondiswe Kubo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka umphostoli uPawulu wayecabanga ngale ndaba lapho ebhala la mazwi: "Ningakukhohlwa ukungenisa izihambi, ngoba ngakho abanye, bengazi, babungaza izingelosi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunokuba uqhathe umunyu, cabanga ngendlela obusiseke ngayo ngokwazi uJehova, ukuba nendawo phakathi kwabantu bakhe, nokuba nethemba lokuphila okuphakade. - Johane 3: 16, 36.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayeshiseka kakhulu, futhi kuyo yonke leminyaka wazenza wathandeka kuyo yonke inhlangano yabazalwane endaweni yaseVancouver.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuntu angakucabanga ukumangala kwami nokujabula okungenamingcele lapho... ngihlangana nepulani edwetshiwe... enesihloko esithi ÌPulani Yenqaba KaMaccabea YaseGezeri. '"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingamakhilomitha angu - 55 ukusuka enyakatho yeSeoul, eyinhloko - dolobha yeRiphabhuliki yaseKorea.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* "Nakuba ngiye ngaphayona futhi ngajabulela namanye amalungelo amaningi, akukho nokukodwa kulokhu okubonakala kwanele ukuba kungenze ngikholelwe ngokusuka enhliziyweni ukuthi ngiyakufanelekela ukubizwa njengomunye woFakazi BakaJehova."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bhekani, ngininikile igunya lokunyathela izinyoka nawofezela. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqhathanisa ngokucophelela amaX - ray aphuma kuwe namaX - ray angene kuwe, icomputer ingasho ukuthi yini okumelwe ukuba ibingaphakathi kuwe lapho amaX - ray edlula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikole Sasekhaya
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, abaphikisi ngokufanayo bafuna izaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokokunye ukulinganisela, ngonyaka ka - 2000, kuyoxilongwa abanomdlavuza wamabele abangaba isigidi emhlabeni wonke unyaka ngamunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwanyatheliswa imiBhalo emibili uDustin ayeyithanda kakhulu yanikwa labo ababekhona emngcwabeni wakhe - uMathewu 24: 14 neyesi - 2 Thimothewu 4: 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu wavumela abantu ukuba bazalwe bebhekwe 'ubuze' ngenxa yokungapheleli kwabo abakuzuze njengefa, kodwa wanikeza ithemba 'ngenzalo,' uJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Kodwa kungani sizikhathaza kangaka?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuyizwe elinokudla okuhlukile, amasiko, nolimi, nabantu abanezinkolelo zenkolo ezihlukahlukene - amaHindu, amaMuslim, amaParsi, amaJain, amaSikh, namaBuddha, kanye namaKatolika namaProtestani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuntu Owabona Amabutho Asezulwini
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kusebenza njengesimiso sokukhulisa, kwenyusa noma yimuphi umsindo ongenayo ngamaphesenti alinganiselwa ema - 30.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuningi kakhulu okungabhalwa ngabesilisa nabesifazane abazimisele abaye basiza ekwenzeni iBhayibheli libe incwadi etholakala kabanzi kunazo zonke emhlabeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sibonga ukuthi wabuye waphaphama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enyakatho - ntshonalanga yeAustralia umzalwane osemusha oyiphayona nomngane wakhe bavakashela owesifazane ongowomdabu waseAustralia endaweni yesizwe ethiwa ishede likavolo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani SasiseMalawi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakukhona-ke esinagogeni umuntu onomoya ongcolileyo, wamemeza,
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isifo sokusha kwesibindi singena amakhulu ezinkulungwane futhi sibulala abantu abaningi kakhulu abamukela ukumpontshelwa igazi kunokuba kwenza ingculaza, kodwa asaziwa umphakathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindinganiso Zokuziphatha ZeBhayibheli Ziyisivikelo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJessica uthi: "Ngamchazela ukuthi njengomunye woFakazi BakaJehova, ngangingeke ngivunyelwe ukuthandana nomuntu okwenye inkolo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma indlela ukudla okubukeka futhi kunambitheke ngayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngempela, kuyoba yingebhe yodwa lapho uJehova ededela amandla akhe amakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isimanga siwukuthi u - Edwin Drake, indoda eyamba umthombo wokuqala ePennsylvania, wayengomunye wabaseqenjini lakamuva.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphenduka ngayibona ibambe ikhanda ikhala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
12 Usizo Lokubhekana Nezinkinga
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isimiso sasekuseni siyoqhubeka ngenkulumo eyokwethula isenzakalo esivelele somhlangano, idrama yasendulo esekelwe esahlukweni 13 sencwadi yeBhayibheli yamaKhosi Okuqala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaqaphela ukuthi kunopulasitiki abakhulu abamnyama ababengehliswa ezindizeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa manje ukubusa kukaNkulunkulu kwabekelwa inselele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umoya ongcwele wawuyosiza futhi ekuvezeni obala ibandla lobuKristu futhi ushukumise amalungu alo ukuba azenzele izinqumo ezihlakaniphile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu bakaNkulunkulu babesazi kahle lesithelo. - Duteronomi 8: 8; IsiHlabelelo seziHlabelelo 4: 13.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye ilangazelela ukuthola abantu abayizala; enye izimisele ukuba ingakwenzi lokho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleso sikhathi umama nobaba base bethuthele eHamilton, eMontana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka usizi abazali abaluzwayo lapho enye yezingane zabo iyeka ukukhulekela uNkulunkulu weqiniso ophilayo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungayiphi indlela lokhu kuvuka okungokomoya kungaba ukuvukela "ihlazo nokunengwa okuphakade"?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuthakazelisayo, ngokweNew Encyclopædia Britannica, isithombe sokuqala salonkulunkulukazi "sasenziwe ngegolide, ukhuni olumnyama, isiliva, netshe elimnyama."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iqiniso liwukuthi ukushwiba inkemba yokushushisa abantu abakholelwa enkolweni ehlukile kuye kwaba uphawu lwenkolo yamanga kusukela uKayini abulala uAbela. - Genesise 4: 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye i - encyclopedia ithi: "Lokhu kuye kwabangela ukwehla okuphawulekayo kwenani lazo eminyakeni yamuva."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma wayeyoqhubeka enaka inyama futhi agxilise ingqondo yakhe ekuthambekeleni okubi okwakucashe enhliziyweni yakhe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - International date line iba yinkinga kulabo abakholelwa ukuthi kumelwe bagcine iSabatha lamasonto onke ngosuku olufanayo emhlabeni wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Kufanele Ngihlinzwe Ukuze Ngibe Muhle? "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, izifihla - buso zisho okuthile kulabo abaqhuba inkolo engokwesiko kanti zisho okuhlukile kulabo abaziqongelela njengemisebenzi yobuciko nempucuko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubhapathizwa emanzini kuqashelwa uYise, iNdodana, nomoya ongcwele kwakumelwe kwehluke ekubhapathizweni ngomoya ongcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani Ukudla Kuvame Ukubiza?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okuningi osekukhulunywe ngakho kungashiwo futhi nangemibukiso yonobuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IGUGU ELIKHAZIMULAYO ELILUHLAZA NOKUMHLOPHE.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthula kukaNkulunkulu kuyoqeda zonke izimbangela zempi nemibango.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungazelelwe, kwatheleka amadoda ahlome ngezibhamu nazinkinofele ngamabhomu, edubula emoyeni futhi ememeza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini eyokusiza ukuba uzifanelanise nebandla elisebenzisa lolo limi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Elinye iphayona [isikhonzi sesikhathi esigcwele] lathi ayikho insimu engcono kwenye indawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho usalawuleka, uyisikhonzi esiwusizo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwamukelwa kwalokhu kwenza kucace ukuthi aqala kanjani amasiko ama - Easter, njengama - Easter egg, i - Easter rabbit, nama - hot cross bun, emazweni athile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Impendulo yomntwana ingase ingabi yilokho obukulindele, kodwa ungamsiza ngokumbuza eminye imibuzo, enjengokuthi "Ikhona into ephephile ocabanga ukuthi ubungayenza?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ebhekisela kuJakobe 3: 18, uTom uthi: "Sizama ukuba nobungane nokuthula nabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ungakaze uwunambithe ukwatapheya, kungakuhle uwuzame ngokulandelayo lapho kuvela ithuba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho efika ngangihamba. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba le ndwangu isetshenziswa kakhulu ezintweni zokulala, manje isisetshenziselwa nasekwenzeni amasokisi nezingubo zangaphansi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuba ukulunga kukaNkulunkulu kwambulwa kulo, kuvela ekukholweni, kuyisa ekukholweni, njengokulotshiweyo ukuthi: Olungileyo uzakuphila ngokukholwa." - Roma 1: 16, 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngibheke phambili ekukusebenziseni konke ukuze ngizigcine ngisondelene naye futhi ngenza intando yakhe. - Njengoba ilandiswa uMarlene Pavlow.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMichael Denton waqhathanisa ngisho nengqamuzana encane kunawo wonke "nefektri enokwethenjelwa yezinto ezincane kakhulu enezinkulungwane zezingxenye eziklanywe ngokumangalisayo zomshini wama - molecule oyinkimbinkimbi, owenziwe ngokuphelele ngama - athomu ayizigidi eziyizinkulungwane eziyikhulu, oyinkimbinkimbi kakhulu ngaphezu kwanoma yimuphi umshini owenziwe umuntu futhi ngokuqinisekile ongenakufaniswa nalutho ezintweni ezingaphili."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, uJehova wanikeza uJohane isibonakaliso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova uNkulunkulu ngokwakhe unemizwa ejulile, nomuntu - owadalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu - unemizwa efanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isibukeli esithile esingashiwo ngegama sakhuluma ngesiqubulo esidumisa leli thempeli njengeliyisimangaliso sasendulo, sathi: "Manje seliyindawo engamanxiwa futhi embi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umsebenzi wakhe kwakuwukushisela nokulungisa izimoto.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje ngikhonza njengephayona elivamile, ngokuphila okungeyona inkimbinkimbi futhi okuzuzisa kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi simiso sihlanganisa izandla, izindlebe, amehlo, nobuchopho bethu obumangalisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuthiwa amazwe angaba ngu - 9 angase ahlasele ngezikhali zawo zenuzi uma ethanda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isikebhe esihamba ngezinjini sasihambisa sagudla umngenela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye indlela ingokusiza abanye ukuba nabo bajabulele izibusiso ezifanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakukhona amakhulu abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho imfundamakhwelo nayo iyaqeqeshwa ukuthi le nsipho isetshenziswa kanjani ngendlela efanele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imijondolo eba umthombo wezifo, ubugebengu, nokuntenga kwezombangazwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini ebangela ukuba izibukeli zibe nesithakazelo kangaka kumabhayisikobho akhuluma ngokuphela komhlaba?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, abazali bangenza okungaphezu kokumane batshele izingane zabo ukuba zingaphinde zihileleke ekwenzeni okubi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngesifundo seBhayibheli, isiye yaqaphela isidingo sokugwema ukuzijabulisa okonakalisa ukuziphatha okuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izinhlobo zemithandazo okudingeka uyenze njalo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sikuthola ngokuyinhloko phakathi kwalabo abanokuncane kakhulu abangakwenza, futhi abangenanjongo ekhethekile ekuphileni. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba babethi bayamazi uNkulunkulu, bakuphika lokhu ngemisebenzi yabo. - Thithu 1: 16.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma uphoqelekile ukuba usebenzise isitsha sokugezela esikhundleni samanzi agelezayo, sigeze futhi usebenzise isibulala - magciwane isikhathi ngasinye lapho usisebenzisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ICFS (isifo sokukhathala esingamahlalakhona) "iwusongo olukhulu lwempilo kanye nezomnotho, idlulwa ingculaza kuphela."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
• Edolobheni elisentshonalanga yeLatvia, uFakazi othile wahlangana no - Anna oneminyaka engu - 85 ubudala, owabonisa isithakazelo sangempela futhi wamukela isifundo seBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJakobe 4: 17 uthi: "Owaziyo ukwenza okuhle engakwenzi kuyisono kuye."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn