sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Omunye umzalwane uyabhala: "Kwakunomoya wokubambisana ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, abaningi kakhulu koFakazi BakaJehova babheke phambili ekuphileni okuphakade ePharadesi ngaphansi kwalowoMbuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bangaphinde bafe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ekugcineni ngithola izimpendulo ezanelisayo zemibuzo yami, ngafuna ukuzixoxela wonke umuntu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikhali ezincane nezikhali zempi ezilula zinendima enkulu ezimpini zanamuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UScott useBethel yaseBrooklyn, uSteve ukhonza njengomdala kwelinye lamabandla aseMoscow - sobabili sibonga kakhulu ngokuthi uNkulunkulu wenza ukuba simthole.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wakwenza kahle kakhulu lokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe uzama nokubasiza ukuba banqobe noma isiphi isimo sengqondo esiphambene, ngaleyo ndlela abenze baqine ngokwengeziwe ngokomzwelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakolunye uhlangothi, amaKristu eqiniso ayasazisa iseluleko esiwusizo, ikakhulukazi uma sisekelwe eZwini likaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengesizwe, ayamukele isivumelwano soMthetho ngoMose eminyakeni engaba ngu - 1 500 ngaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NjengamaRoma Katolika, abefundisi bobuOrthodox bavumela ukuhlonishwa kwama - ayikoni njengesenzo esivumelekile esidlulisela ukuzinikela kosezulwini omelelwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usebenzisa 'amehlo asekhanda lakhe,' empeleni amsiza ukuba ahlakaniphe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iphephandaba laseSpain i - Vanguardia lalinalesi sihloko esikhulu esithi "Abazali [BaseSpain] Abangamaphesenti Angu - 42 Bayavuma Ukuthi Abazi Ukuthi Bangazikhulisa Kanjani Izingane Zabo Ezeve Eshumini Nambili."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inyumba uyayipha ukuphatha umuzi, ibe - ngunina othokozayo wabantwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphila, kuhlanganise nokwakho, kusengozini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke, ngempela, amabandla aqhubeka eqiniswa okholweni futhi anda ngesibalo usuku nosuku. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba ngahlangabezana nezikhathi ezinzima, isikhathi esiyinselele kakhulu ekuphileni kwami simanje, njengoba ukuguga nezinkinga zempilo zikulinganisela lokho mina no - Irène esingakwenza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, akuzange kube nempi yezwe kusukela ngo - 1945, kodwa kuye kwaba khona izimpi ezincane eziningana okuye kwafa kuzo izigidi zabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngempela, isinyathelo sokuqala sokuba ubaba omuhle siwukuqaphela ukuthi izingane zidinga ubaba onjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuzivocavoca kukhiqiza amakhemikhali angakusiza ujabule, ube nomdlandla futhi ukwazi ukulala ngokwanele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba bengekho abalimala noma ukushayisana kwezimoto okwabikwa, amaphoyisa omgwaqo nawo ajikijela izimfene ngamatshe ezama ukuzixoshela kude nomgwaqo omkhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngolunye usuku, lapho uJack, owayezithakaselela izinkolelo zami, enezivakashi, wazitshela: "Vakashani noPepita.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isihloko esilandelayo sibonisa usizi oluvela kumakhemikhali ayingozi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yibe usufunda isandulela noma isethulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
USathane uDeveli naye ubangela ukuhlupheka okuningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusebenzisa izidakamizwa nakho konakalisa izingane eziningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waphawula kanjalo uCharles T.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa nalapha futhi, lokho okungahlanganisa umbhangqwana ndawonye ngokuvamile yikho okuwuhlukanisayo. "- UDkt.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe ukumenyezelwa 'kokuthula nokulondeka' kuyozwakala kakhulu nangamandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, sinomuzwa wokuthi abakhuthazwa ngempela kwakuyithina sonke esakwazi ukuhlangana nabo futhi sabona uthando nentshiseko yabo ngeqiniso leBhayibheli. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu uye wasebenzisa izinceku eziningi esikhathini esidlule futhi akungabazeki ukuthi usazosebenzisa eziningi esikhathini esizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyavuma, "Mina - ngingumuntu ongakholelwa ebukhoneni bukaNkulunkulu - ngangifuna ukumthengela lona."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalendlela ziye zazizuzela inzuzo enkulu yezinto ezibonakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lithi: "Lalela uyihlo owakuzalayo, ungamdeleli unyoko lapho esemdala."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova wathi uma umuntu ongahlanzekile edla umhlatshelo wenhlanganyelo, owawuhlanganisa neminikelo yokuzithandela kwakumelwe anqunywe phakathi kwabantu bakaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova uNkulunkulu uhlala ekulungele ukusisiza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yincwadi okungenzeka wake wezwela ngayo noma okungenzeka awukaze - uCezu LukaMuratori (Muratorian Fragment).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ubani owayezoba uMesiya?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nangamkhondo munye na?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isimiso esifanayo siyasebenza emkhayeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, kunesakhiwo esiyisikhumbuzo endaweni eyayinalesi sihlahla izigqila ezaziphoqwa ukuba zisizungeze - kuthiwa abesilisa babesizungeza izikhathi ezingu - 9 kanti abesifazane kwakuyizikhathi ezingu - 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle,
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulabo abaqhubeka befuna, iBhayibheli liyathembisa: "Uyoluthola ulwazi ngoNkulunkulu." - IzAga 2: 4, 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Pho, kungani singabi abacabangelayo, abalalelayo nabangakhathazeki ngokweqile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakusho ukuthi wayelahlekelwe yilungelo lokuhlala nabantwana bakhe ababili abasebancane - omunye owusana olunezinyanga eziyi - 11 ubudala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kwabikwa kuyi - Times, "cishe ingxenye yalabo abahlolwa yathi yayifunda incwadi ukuze izijabulise, okuyisilinganiso esishintshe kancane kusukela ngo - 1989."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba sase sikhathele futhi silambile ngenxa yohambo, samisa omunye umalusi wakule ndawo, sathenga imvu, salungiselela ukudla kwakusihlwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe kukhona ozindelayo ukukwenza - isabelo ongasithandi noma ukubonisana nothile ngento engakuphethe kahle?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe ukuthola kunzima ukulawula intukuthelo yakho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho abanazaba labo abayiphikayo inkazimulo kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Imithombo Yemvelo Yanele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abahlupheki njengabanye abantu. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Kungalondoloza izinhliziyo zenu nemicabango yenu,' njengoba uPawulu abhalela abaseFilipi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Amehlo kaKristu, afaniswa 'namalangabi omlilo,' aye abukela ngokuqhubekayo lokho obekwenzeka 'emabandleni onke.' - IsAmbulo 1: 10; 2: 18, 23.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sathandazela isivikelo sikaJehova ngoba kwakuvame ukubikwa ukuthi cishe bonke ababeyiswa khona babebulawa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, amaKristu kumelwe alwe nemicabango nezindinganiso ezingavumelani nemiBhalo kanye nezingcindezi ezingalimaza impilo yethu engokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, uJehova uNkulunkulu unendawo yokuhlala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ufuna ukwamukeleka kontanga yakho, abafana namantombazane. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgeSonto, usuku lwesibili, abayizi - 3 000 banikezwa ukudla ngemizuzu eyi - 12.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Muva nje i - Rockland Journal - News (U.S.A.) iye yalandisa ngesibonelo salolo hlobo lokupha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa kuthiwani uma umuntu elwela ukunqoba lomkhuba omubi, futhi lapho ngokuvamile ephumelela, aqhubeke enezinkinga ngawo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukumbona njalo ngemva kwezinyanga ezintathu akusinikezi nje ithuba lokunakekela isimo sikaSonya kuphela kodwa futhi kusinika isiqinisekiso sokuthi simenzela konke okusemandleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, kusukela osukwini u - Adamu no - Eva abona ngalo kuJehova uNkulunkulu, baqala ukuzwa imiphumela emibi yokonakala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba abantu baseTimgad baphila eminyakeni engaba ngu - 1 500 edlule, indlela abantu ababheka ngayo ukuphila ayikashintshi kangako.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eziqhingini eziseNingizimu yePacific, ukunyamalala kwamalulwane kuyodala umonakalo omkhulu ngoba ezinye izinhlobo zezitshalo zakulezi ziqhingi kubonakala zingenayo enye indlela yokuthutha impova ngaphandle kwamalulwane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Hlobo luni lwezakhiwo oluhlanganiswa nokukhulekelwa kukaNkulunkulu weqiniso nophilayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okushoyo kuwukuthi kungaba isabelo esinzima kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDeveli Uyasenza Sigule?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangingakhaca ilungu lomkhaya ngaphandle kwesizathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu ekhulu lokuqala asabela kanjani ekuqanjelweni amanga, futhi sinjani isimo namuhla?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Albert wathi iphupho lafezeka futhi wathi ngemva kokuthola lencwadi, uPeter walibangisa eRoma, lapho ahlangana khona nopapa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mehluko ongabalulekile akufanele ugubuzele iphuzu eliyinhloko, lokuthi uJesu wathuma iqembu elikhulu labafundi bakhe ukuba liyoshumayela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ImiBhalo ilandisa ukuthi ukuthuthwa kwezinto zezentengiselwano kwasiza uPawulu ukuba andise umsebenzi wakhe wokushumayela emazweni asentshonalanga njenge - Italiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Kudingekani ukuze umuntu athole ukuqabuleka ngokusebenzisa izimfundiso zikaJesu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uhlanganisa ibanga lamakhilomitha angu - 4 000 kuya kwangu - 4 800 futhi uthatha cishe amasonto amathathu, manje uphelela eParis.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo abanemithwalo yemfanelo ebandleni kumelwe futhi 'bathobelane,' babonise umoya wokuthobeka nokubambisana. - Efesu 5: 21.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Wakha Ubungane Nabantu Abahlukahlukene? - 2 Korinte 6: 13
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkonzo yadla isikhathi, iSikhumbuzo saze saqala ngemva kokuba inkonzo isiphelile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Unembeza wabo wawusubahlupha kakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wayethe kubo: "Nizoba ofakazi bami kokubili eJerusalema nakulo lonke iJudiya neSamariya nasezingxenyeni eziqhele kakhulu zomhlaba."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwelinye izwe laseLatin America, abayizi - 51 249 baye bafunda ukuzifundela nokubhala eminyakeni engama - 26 edlule ngosizo lwalencwajana!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma uNkulunkulu ekhishwa emaphepheni abo, kusizani ukukholelwa kuye?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinkontileka zendawo ezipendayo zanikela ngamalitha ayikhulu kapende.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bujabulele uma uthanda, futhi ungavumeli muntu akukhohlise ukuba ukholelwe ukuthi 'abulungile' noma 'buwukusangana.' "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokudlala abantwana bavuleka izingqondo baqinise nemisipha yabo futhi bathuthukise amakhono abalulekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba kunjalo, ibalulekile ekuphileni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amaqembu amaningi abahumushi adinga iminyaka engaba mine ukuze ahumushe "iTestamente Elisha" neminyaka engaba ngu - 8 ukuze ahumushe "iTestamente Elidala."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KuNkulunkulu ophila kuze kube - phakade, iminyaka eyinkulungwane injengani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Ukuqondisa Komuntu Kuhlulekile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Konke okwenzayo ukwenza ngosizo lwemisipha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthisha wangihalalisela futhi wanginikeza amamaki amahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 7 - 15
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPawulu wabhala: "Ningaboshelwa ejokeni nabangakholwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungakuthatha isikhathi esingakanani ukuthola leyo nto oyifunayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La mazwi awatholakali emibhalweni yesandla ekhona yemiBhalo YesiHebheru.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IHu 90 Amavesi 7 kuya ku - 12 abonisa lokho esikudingayo ukuze iminyaka yethu yokuphila edlula ngokushesha siyisebenzise ngendlela eyamukelekayo kuye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengababambele uKristu siyancenga: 'Buyisanani noNkulunkulu.' "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Owethu "umhlatshelo" wokudumisa uJehova, 'uyisithelo sezindebe ezivuma igama lakhe.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma kunjalo, sasiqasha umalusi owayengahlanganisa lowo mhlambi omncane nomunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zinhlangano ezimbili manje ziye zayeka ukuxhasa ngezimali amazwe ayekelela loku kungcola.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn