sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ngaphezu kwakho konke, wayeyingane yesonto.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
5 / 1 Isayensi, Inkolo, Nokufuna Iqiniso, 9 / 1
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusobala ukuthi kudingeka ahluke ukuze afinyelele kulelo zinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umsebenzi Wokunyathelisa Emhlabeni Wonke
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ikilasi lokuqala liphothula, abathweswe iziqu bathunyelwa njengezithunywa zevangeli emazweni angu - 9 aseLatin America.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eyokuqala kaPetru 5: 7 isimema ukuba 'siphonse izinkathazo zethu zonke phezu kwakhe, ngokuba uyasikhathalela.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Ngiyazi ukuthi ngizongenela inkonzo yesikhathi esigcwele, pho kubaluleke ngani ukusebenza ngokuzikhandla esikoleni?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungakhohlwa: "Ukuhlinzwa kuhlale kuwukuhlinzwa, kunezingozi," kusho incwajana yezempilo i - Apotheken Umschau.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi, imihlangano yayiqinisa, njengoba yayiyilungiselela ngokuzimisela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka izibusiso ezijabulisayo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhlawumbe ngenxa yezenzo zikaPawulu, uLuka owayengudokotela futhi ehamba noPawulu wakwazi ukusala eFilipi ngemva kokuba uPawulu noSila behambile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma bengahleki, ngaso lesosikhathi abafundi babeyiswa emakilasini esiNgisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inhliziyo embi iyakwazi nokuba mbaxa - mbili - ilalise ulimi isho okuthile, izenzo zisho okuhlukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Amalungu aleyo nkolo aye abamba iqhaza elikhulu emashumini eminyaka ekwandiseni inkululeko kanembeza." - UNat Hentoff, kwethi Free Speech for Me - But Not for Thee.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile kwakusetshenziswa ikamelo eliphezulu lekhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubonakala sengathi ukuthi uSitting Bull waba nengxenye kulempi noma cha kuyindaba izazi - mlando ezisaphikisana ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha wakholiseka ukuthi abaFundi BeBhayibheli babefundisa iqiniso nokuthi izimfundiso zokungafi komphefumulo womuntu nokuhlushwa phakade kwababi zazingelona iqiniso. - Genesise 2: 7; UmShumayeli 9: 5, 10; Hezekeli 18: 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, iBhayibheli lixwayisa ngokuqondile: "Ohamba nabahlakaniphile uyohlakanipha, kodwa osebenzelana neziphukuphuku kuyomhambela kabi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wasizwa Wathola Lokho Ayekufuna
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasanga futhi sasijabule kakhulu ukusibona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali bethu bokuqala, u - Adamu no - Eva, babephelele, ngakho kwakudingeka imithetho embalwa nje kuphela yokubaqondisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJuda wabuyisela leyomali kubapristi abakhulu, kodwa uPetru wathi lomkhapheli "wazuza insimu ngomvuzo wokungalungi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye balinganiselwe kulokho abangakwenza ngenxa yokuguga noma impilo ebuthakathaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuba nokholo kuhilela okungaphezu nje kokuvuma ukuthi kumelwe ukuba ukuphila nendawo yonke kwadalwa oThile ohlakaniphile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngokuhamba kwesikhathi intshiseko yasekuqaleni yamanye amaKristu yancipha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusebenza ekamelweni noma endlini egcwele amafuhlufuhlu kudla isikhathi esengeziwe futhi kuyakhungathekisa kunokusebenza endaweni eshaya umoya nengagcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
20, 21. (a) Phakathi nonya lwamaNazi, ubuqotho boFakazi BakaJehova babakhuthaza kanjani abanye?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ENIGERIA OFAKAZI abangaphezu kuka - 500 babebuthene ekudleni kwasemini eKhaya laseBethel yaseNigeria ngo - February 9, 1994, lapho oweta beletha uphudingi ka - ayisikhilimu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Siyaqinisekiswa: "Ngokuba imiyalo iyisibani, nomthetho ungukukhanya, nokusola ngokulaya kuyindlela yokuphila, ukuze ugcinwe kowesifazane omubi, nasekuthopheni kolimi lowesifazane ondindayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMdali wendawo yonke unebutho lezingelosi ezingaphansi kukaJesu Kristu eselilungele ukubamba uSathane namademoni akhe ukuze lisuse ithonya labo elibi emhlabeni. - IsAmbulo 11: 18; 16: 14, 16; 20: 1 - 3.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Laba besifazane bazala imidondoshiya eyingxube, eyayibizwa ngokuthi amaNefili, eyayicindezela futhi ihlukumeze isintu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kunjalo ikakhulukazi uma iseluleko abasinikezayo silimaza noma siphambukisa, sibandlulula, noma sibambezela usizo oluye lwaba oluphumelelayo ezikhathini eziningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungokufanayo nalapho amazwe acebile elahla ukudla okusele emazweni ampofu ethi "ayasiza."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwezinye izingxenye zomhlaba, ukubonakaliswa obala kothando phakathi kwabantu abangashadile kubhekwa njengokungafanelekile nokucunulayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Benginethemba lokuthola umngane womshado.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, masikhulume ngendlela ekhuthazayo ngabafowethu nangabantu bakaJehova njengeqembu elihlelekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Siyahamba" siye emahlathini asezindaweni ezishisayo nasezindaweni ezibandayo ezimbozwe yiqhwa, siye eziqongweni zezintaba nasekujuleni kolwandle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa sifunda lokhu ngokuvuswa kukaJesu: 'UJesu Kristu ungakwesokunene sikaNkulunkulu, ngoba waya ezulwini.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugqashula Nokuzigcina Ungekho Engozini
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, kudingeka sithathe isinyathelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhla ngibhapathizwa
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umeluleki wezingane eLiberia wathi: "Omama bavele bathi kithi, 'Mgcineni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova usithembise ukuthi uzosinika esikudingayo uma sinokholo futhi sibeka uMbuso wakhe kuqala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lonke iqulu laqala ukushesha, futhi umsindo waba mkhulu nakakhulu njengoba zaziklabalasa sezicasukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, odokotela abayisithupha ababevela kwamanye amazwe basula kulesosibhedlela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Philips waphawula ukuthi "izindaba ezitholakala eBhayibhelini eziphathelene nobulili, ukuxilonga izifo, ukuzelapha, kanye nokugoma ziseqophelweni eliphezulu futhi zinokwethenjelwa ngaphezu kwemibono kaHippocrates."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindaba zihamba ngokushesha, kanjalo nabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani izinceku zikaJehova zingama isibindi lapho zihlaselwa phakathi 'nosizi olukhulu'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa uma ifulathela ukukhanya, leli bala livele libe mnyama bhuqe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwaqhubeka isikhathi eside kwaze kwaba sezinsukwini zika - Esari - hadoni, inkosi yase - Asiriya, indodana kaSaneheribi neyamlandela esikhundleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Funda uMathewu 25: 14 - 30.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwafa amakhulu ezingane nabantu abadala, kuhlanganise no - Anzhelika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga ngalokhu: Izinsephe zembaza ziwuqhotho kolunye uhlangothi, kanti zithambile futhi ziyanwebeka kolunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emhlabeni wonke, cishe amaphesenti angu - 60 abantu abasebenzisa omakhalekhukhwini bahlala emazweni asathuthuka, okwenza umakhalekhukhwini ube yinto yokuqala yobuchwepheshe bokuxhumana esetshenziswa iningi labantu bakulawo mazwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokho kungase kuye ngesizinda sakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi lapho izinceku ezikhonzayo zisebenza kanzima, zingase zikwazi ukukhonza njengabadala kamuva.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UZuleica, ohlala e - Italy, uyakhumbula: "Lapho ngisemncane, nganginamahloni, futhi ngangikuthola kunzima ukuba nabangane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njalo uFakazi wayehamba ngebhayisekili eyoqhuba nayo isifundo seBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, uNkulunkulu wenza abakwaMowabi balandisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, imiphi eminye imithwalo yemfanelo yezingelosi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngo - 1904 kwenziwa intuthuko enkulu lapho kusungulwa i - diode, ishubhu lokuqala eline - valve engafaki moya, eyenza kwaba nokwenzeka ukuthumela nokwamukela umsindo wezwi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDEVON uthi: "Kukhona okungixakayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izingxoxo eziqotho nezikhululekile ziphenduka izimpikiswano ezingapheli nganoma yini, nangezinto ezingelutho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokomunye umcwaningi, "amaphesenti angu - 70 e - oxygen enezelwa emoyeni unyaka ngamunye avela ohlazeni oluntanta olwandle."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba yalethwa e - Afrika eLake Victoria emashumini eminyaka edlule, i - hyacinth iye yasabalala ngokushesha kangangokuba manje isihlanganisa indawo yaleli chibi engamakhilomitha - skwele angu - 2 000, iphazamisa imboni yokudoba ebalulekile eyondla izigidi zabantu abasemazweni angomakhelwane eKenya, eTanzania nase - Uganda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusukela ngo - 1930 kuya phambili, elaseSoviet Union lavula uMzila Wasolwandle OseNyakatho futhi lakha amatheku okunakekela izindawo ezintsha zezimboni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
30 Ingabe Izwi Lakho - 'LinguYebo Libe LinguCha'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, imuphi umholi oye wazibonakalisa ehlakaniphile futhi enamandla kangako ukuthi angaqeda ubugebengu nempi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho lapho usuku lokuba sihambe lufika, kwakunamazwi ayisikhuthazo nokujabula kuphela ngelungelo lethu elikhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Yisiphi isimo sengqondo esiqondile amaKristu anaso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kweza oFakazi abathathu, abamgibelisa emotweni - futhi bafakaza kuye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi nalo nyaka odlule, ukuthula kwamazwe nokwabantu kuye kwasongelwa kakhulu kunanini ngaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuzwa wokulondeka washabalala nini ngokukhethekile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izinguqulo zeBhayibheli zifundeka kanje: "Umbuso kaNkulunkulu uphakathi kwenu" noma "unani."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma nihlala kude nabazali, kunganela yini ukuba omunye uFakazi noma umakhelwane adamane ebahlola futhi azise omunye wenu ukuthi banjani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iphephandaba laseLondon i - Independent lithembisa umklomelo ka - £5 000 (R53 000) kunoma ubani ongabhala umbiko ongokwesayensi ongaxazulula le mpicabadala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi isikhathi sokudambisa lelogalelo kubantwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lelibhungu lajikijela itshe ngamandla kangangokuthi langena lashona ebunzini likaGoliyati, lambulala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi okubi nakakhulu, kuye kwalwenza buthaka ukholo lwabanye kuJehova nasenhlanganweni yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMPHATHI womsakazo iBBC Wales wasolwa ngenxa yokwenqaba ukungawafaki "amagama enhlamba" ayesengxoxweni ayenayo nongqingili, ngokomkhulumeli weBBC owacashunwa ephephandabeni iGuardian, owasebenzisa "ulimi olungcole ngokweqile ukuze achaze izenzo ezingase zibangele umuntu ukuba abe nengculaza."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi, uthando "aluzifuneli izinzuzo zalo siqu" - noma singase sithi, amalungelo alo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cha, akunjalo; iBhayibheli likhuluma kahle ngokuzihlobisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okwenza Kube Nzima Ukuxoxa Ezinganeni
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu ekhulu lokuqala enzenjani lapho ebhekene nokuphikiswa, futhi ngani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakhuliswa abazali ababevelele emikhakheni yezemfundo, ezombangazwe, nezokwelapha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke, lapho sitadisha iBhayibheli nabasanda kuhlanganyela, akukuhle ukusikisela ukuthi bazame ukunquma ukuthi banalo yini ubizo lwasezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangivame ukulunguza ngaphandle ngikuvulandi wesitezi sesine engangihlala kuso eTiranë, ngizibuze, 'Siyoke sikwazi yini ukubafinyelela bonke laba bantu?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
noma "Uzophela nini umcimbi?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukungondleki, 3 / 8
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphumela wokungalaleli wawuwukufa baphele nya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
siyobe singachazi ukuthi lomhlaba awusonakele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwababusi abangu - 88 kusukela kuConstantine I kuya kowe - XI, bangu - 13 abangena esigodlweni sezindela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, ngemva kokuthandaza kuJehova, waya ekomkhulu lamaphoyisa wayisa imisakazo yezimoto yestereo eyisithupha ayeyebe ezimotweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1530, uTyndale wenza inguqulo yePentateuch, izincwadi ezinhlanu zokuqala zemiBhalo YesiHeberu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akukaze kwenzeke emlandweni ukuba abantu babo bonke ubudala babhekane nezinselele ababhekene nazo namuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukube lo muntu ubengaveli kuNkulunkulu, ubengeke enze lutho nhlobo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuzibekela imigomo esingayifinyelela, siyoba nomuzwa wokufeza okuthile naphezu kokulinganiselwa kwethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba eqhubeka egijima kulelo thafa elivulekile, ekhathazeke ngokuthi amasosha akwa - Israyeli angamfica, wangena ematendeni kaHebhere umKheni owayenze isivumelwano neNkosi uJabini sokuhlala kulelo zwe. - AbaHluleli 4: 11, 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu uyaxwayisa: 'Ningayihluphi intandane.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu wabakhuthaza wathini abaseFilipi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn