sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Iphephandaba laseFrance i - Figaro libika ukuthi ekuhlolweni kwamuva kwemikhuba yezempilo eFrance, eJalimane, eNetherlands, naseSwitzerland, abacwaningi bashaya sengathi bangabantu abalungisa izinto noma izisebenzi zokuhlanza izindlu zangasese zomphakathi ezisemahhotela, ezindaweni zokudlela, emahhovisi, ezikoleni, nasemafekthri. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Awekho amathuluzi okwelapha ayekhona ukuze kuvinjwe igazi eliphuma enxebeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isela aliwunaki uMthetho kaNkulunkulu futhi alinandaba noJehova negama laKhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMhlangano Wesibindi Noma Wokuyekethisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngala mazwi, uJehova wamembula ngokucacile "okhethiweyo" wakhe okukhulunywa ngaye esiprofethweni sika - Isaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kwezinye izimo, umuntu owoniwe angase adinge isikhathi esithile sokulungisa imizwa yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izenzo ezithile zingabhekwa njengezobuphekula, njengokuhlasela ngobuthi emzileni ohamba ngaphansi komhlaba eTokyo ngo - 1995. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, ukuvukela kukaJuda waseGalile, okukhulunywe ngaye ekuqaleni, kwabangelwa ukubhaliswa kwabantu ukuze kuqinisekiswe ukuthi bayayikhokha intela yaseRoma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nathi siyabazisa abakhulekeli esikanye nabo abakhulile lapho silingisa umbono kaNkulunkulu,. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inqwaba Yamakhemikhali Enziwe Umuntu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kepha akukho lapho sifunda khona ukuthi wabagcwalisa ngamandla okusho okuthile okungenaphutha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nangaphambi kosuku lukaJesu, abantu babenikwe umsebenzi owanelisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
12 LINGISA UKHOLO LWABO | USARA | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhaya waqoqa ngokushesha izimpahla zawo wagijima waya emotweni yawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kazi siyoyithathaphi imali engaka! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthi yini okufanele yenziwe ngemibungu engasebenzanga noma egciniwe akufanele kuthathwe kalula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezimfundisweni zabo, ingabe banamathela emiBhalweni ephefumulelwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuye atadishe iBhayibheli nezingane zakhe, aziqeqeshe enkonzweni futhi ahambe nazo ukuya emihlanganweni yebandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo ababhapathizwayo kumelwe babe nokholo kuNkulunkulu nakuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba siphikelela ekungeniseni ukwaziswa okunempilo okungokomoya, kwakheka indlela entsha yokucabanga, futhi amandla ashukumisa ingqondo yethu enziwa abe masha. - Filipi 4: 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nezingane kudingeka nazo uzigeze ubuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba uzindla ngendaba kaBharuki, cabanga ngemibuzo nangemiBhalo elandelayo: Indlela uNkulunkulu asebenzelana ngayo noBharuki yembulani ngaye nangendlela azizwa ngayo ngezinceku zakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inguqulo kaBedell iye yaqhubeka isiza abathandi beqiniso ukuba benze lokho kuze kube namuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yimiphi imiBhalo esebenzayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umagazini ofanayo wabika ngo - December 1990: "Ukuzigqaja Kwe - Hubble: Isibonelo Sobumpumputhe 'Obuqinisekisiwe.'" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wenza namakhadi ngezithombe ezincane ezinanyathiselwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma udangele, ungalutholaphi usizo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KuzAga 15: 1 kushiwo lamazwi ahlakaniphile: "Impendulo ethambileyo iyabuyisa ukufutheka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa akuyona neze leyo indlela uJehova abheka ngayo izinto! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bonke abafundi babenze umsebenzi omuhle esikoleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Watshelwa ukuthi ukuma koFakazi ngokuphathelene nobungcwele begazi kuyinkolelo engokwemfundiso kunokuba kube umbono ophathelene nempatho okufanele ulokhu ubukezwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sima sicabanga ngakho, nakanjani singazithola izizathu zokubonga uJehova futhi simdumise usuku ngalunye ngobuhle bakhe obukhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ngangineminyaka engu - 12 kuphela ubudala, abazali bami bangivumela ukuba ngihlanganyele kukho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kwe - sake, ubhiya nawo waba yisiphuzo esiyintandokazi, futhi i - baseball yacishe yaba umdlalo othandwa kakhulu ezweni lonke njengomdlalo wokubambana we - sumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi akubona bonke ososayensi abakukholelwayo ukuziphendukela kwemvelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu ovocavoca umzimba onekhono uchithe isikhathi esiningi sobusha bakhe emicikilishweni enzima kakhulu ezama ngokungayeki ukufinyelela iqophelo eliphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akunakwenzeka ukufundiswa noma ukufunda noma yini kuleso simo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, ngala mazwi wayebamema ukuba bahlanganyele emsebenzini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo masiqhubeke sithandaza ngobuqotho kuNkulunkulu wethu onothando, uJehova, sizithobe ekuqondiseni komoya wakhe ongcwele naseselulekweni seZwi lakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ezingxenyeni eziningi zomhlaba, kuvamile ukuzwa izindaba ezisekela umbono wokuthi umphefumulo womuntu awufi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, lokho kuyoba 'ukuphila kwangempela' 'okuzayo.' - 1 Thimothewu 4: 8; 6: 19. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka umsebenzi wothando! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusenezigidi eziphishekela ukukhulekela uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi ukuphila okwanelisayo nokunenjongo kuhilela ukuba nesikhathi somsebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi siyakhungatheka ngenxa yokuthi sazi okuncane kakhulu ngesizinda sabo esingokwenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, manje sibhekwa njengomsebenzi wobuciko wezombangazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lawa amazwi ayebhekisela kulokho okwakuzokwehlela uJobe maduze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IEHOVAN: IsiSaibai | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuleli qophelo udinga ukusekelwa okwengeziwe ngokomzwelo nangokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho umphostoli uPawulu athi: "Ngiyawutuba umzimba wami futhi ngiwuphatha njengesigqila." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isizathu Sokuba IBhayibheli Libe Yisipho SikaNkulunkulu Esiphefumlelwe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi ikuphi, ingoma yenyendle encane ijabulisa izilaleli ezingabantu embulungeni yonke futhi ilethe udumo kuMklami wayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zidinga nesikhathi seminye imisebenzi eyakhayo, ikakhulukazi ephathelene nezinto ezingokomoya, ezifundisa umuntu ezinguye ngaphakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe ubize... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(May 22, 1997) Ngiyakwazisa ukuzinikela nokukhuthazela kwabafowethu baseNigeria. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kuyoba nemithombo yamandla eyanele yokwanelisa izidingo zesintu ezandayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke ukuba nengxenye kulokhu kwanda kungaba umthombo wenjabulo enkulu kuwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayihumusha ingxenye yokugcina kaJohane 1: 1 ngokuthi: "Futhi ulizwi wayengunkulunkulu" kunangendlela evamile ethi: "Futhi ulizwi wayenguNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani labo abakhuluma ulimi oluhlanzekile bengakhungathekile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abangu - 500 bangodade abangashadile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa - ke ubheka izinto ngeso elingokoqobo, wenezela ukuthi "amandla okubusa eNdlovukazi [yaseBrithani] ngokwengxenye enkulu asekungabini namandla kwayo okuphawulekayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - April 10, 1938, kwenziwa ukhetho - mbumbulu ngendaba yokuhlanganiswa kwe - Austria neJalimane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuba thina siyithempeli likaNkulunkulu ophilayo, njengokuba washo uNkulunkulu ukuthi: "Ngiyakuhlala phakathi kwabo, ngihambe phakathi kwabo; ngiyakuba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Internet - Kungani Kufanele Uqaphele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthobeka kukaJesu nokulalela kwakhe kwabangela ukuba abantu abaqotho basondele kuye futhi kwamsiza waba umfundisi onomusa nesihe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa wasebenzisa igama elithi "izulu" ngomqondo ongaphezu kowodwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbiko othile wezokuphepha emsebenzini ufanisa iziboya zengaphakathi lendlebe nokolo ensimini kanti umsindo ongena endlebeni uwufanisa nomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yahlinzwa ngokuphuthumayo eStockholm. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngangingakaze ngizame ukuthola izimpendulo eBhayibhelini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wahlobanisa ukulalela uNkulunkulu nothando lapho ethi: "Uma noma ubani engithanda, uyogcina izwi lami, noBaba uyomthanda." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZINTO eziningi ekuphileni zingabhekwa kahle noma kabi, kuye ngesimo sethu sengqondo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba manje eseminyakeni yawo - 80, uJohn uyavuma ukuthi ngezinye izikhathi uzizwa edangele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba abacwaningi uJane Norman noMyron W. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangingazi ukuthi acabangani, azizwa kanjani, noma azibheka kanjani izinto. "- UTyler. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe sinomuzwa wokuthi labo abayishumi bayakufanelekela ukufunwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Kungani uJesu enza lezozimangaliso zokubuyisela abantu ekuphileni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyathakazelisa ngempela ukuhlola izinto ezingabonakali kokubili ama - athomu amancane kakhulu, ama - molecule namangqamuzana aphilayo kanye nemithala emikhulu yezinkanyezi ekudlulela kude lokho okungabonakala ngamehlo enyama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokubhula ngakunye, ngangizizwa ngitubekile futhi kunzima ukunyakaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singawubonisa yini umoya ofanayo wokuthethelela umuntu esikholwa naye okungenzeka uye wasizwisa ubuhlungu ngandlela - thile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngizoba nawe njengoba nje ngaba noMose. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Emily uthi ngendodakazi yakhe: "Wayekudinga ngempela ukuya esibhedlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
URoger wabona ukuthi amazwi akhe angenangqondo "ahlaba" futhi 'abangela ubuhlungu' kanti futhi awazange axazulule inkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi bahlala isikhathi eside futhi bacishe bafane kakhulu nezingane zangempela, ngokuvamile amantombazane athanda bona kunalabo abenziwe ngamahleza ommbila noma odoli bezidwedwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, uNowa wabona indodana yakhe uShemi ibekela umndeni wayo isibonelo esihle kakhulu sokholo. - Genesise 9: 21 - 28; 10: 8 - 11; 11: 1 - 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yibani Izigqila ZikaJehova | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isikhulumi sokugcina somhlangano sakhumbuza bonke ngesidingo sokukhuthazela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngosizo lukaJehova nosizo olungenabugovu lwabafowethu nodadewethu abangokomoya, ngokuhamba kwesikhathi lesi simo saba ngcono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Nokho, abantu ngabanye akumelwe benqabe lendaba ngaphandle kokuyicabangela ngokungathi sina. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba uJehova ayethe: "Bheka! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusho futhi ukuba nokuthula nathi ngokwethu ngenxa yokuba nonembeza omuhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka ukuthi umsebenzi wethu wokushumayela endlini ngendlu, ezindaweni zomphakathi nanoma kuphi lapho sithola khona abantu, yiwona ngokuyinhloko osenza siphawuleke kalula ebantwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ekhanga kodwa edlula ngokushesha, lamanothi angasebenzi angase abe amaphunga ezithelo, ezinjengolamula noma (iwolintshi elimuncu). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe izingelosi zinendaba nathi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, siye sabusiswa ngokucebile ngelungelo lokusiza abaningi banikezele ukuphila kwabo kuJehova uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ithini imiBhalo ngokuziphatha okunjalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
URachel uthi, "UJehova kuphela owangisiza ukuba ngizizwe ngilondekile ngesikhathi ngisele ngedwa ngingenabazali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wasijabulela kangangokuthi wahlela ukuba eze masonto onke ngosuku olufanayo ukuze abe khona njalo esifundweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, phakathi neminyaka engu - 40 edlule, amaphesenti angu - 50 amahlathi aseHimalaya eNepal aye agawulwa ukuze kubaswe noma kwenziwe imikhiqizo yamapulangwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Baye bakhulisa izingane ezintathu - uStephanie noSeraiah, abasenkonzweni yesikhathi esigcwele eCleveland, noSymeon, okhonza eWatchtower Farms, eWallkill, eNew York, nomkakhe uMorfydd. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaso leso sikhathi ngazi ukuthi ayefunani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.