sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Phakathi nalezo zinhlungu, ngakhumbula amazwi kaJesu: "Niyajabula lapho abantu benihlambalaza, benishushisa... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yibe usulisika i - apula, bese unika ingane imbewu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekupheleni kosuku ngihlale ngizizwa ngijabule! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, edolobheni kunamashumi ezinkulungwane zabanjengabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe izizwa inesizungu futhi ingenabo abangane ebandleni lobuKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela ngo - 1982, uchungechunge oluthi "Intsha Iyabuza..." komagazini bePhaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, phakathi nempi yombango eyaqala ngo - 1975 futhi yadonsa iminyaka engaphezu kwengu - 15 eLebanon, oFakazi babhekana nobunzima obuningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuba ngumuphi kubantu owazi okomuntu, uma kungesiye umoya womuntu okuye na? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umcwaningi kwezokwelapha u - Albert Schweitzer waphetha: "Ubuhlungu buyinkosi yesintu embi ukudlula ukufa ngokwakho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ujantshi wawuphela eGiruá, eyayifana nedolobha elingamagebhugebhu eliseNtshonalanga lezinsuku zakudala zeNyakatho - Melika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanethemba lokuthola isehlukaniso noma ukulahla obunye ubuhlobo abangabufuni bathutheleka ethempelini elithile lobuShinto e - Ashikaga, engamakhilomitha angu - 80 enyakatho yeTokyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingqondo yethu ingase isenze singacabangi ngokunye okungaba isizathu saleso senzo sawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngifuna ukwazi okwengeziwe ngoNkulunkulu noJesu Kristu ngisho nokutadisha iBhayibheli. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho noma siye samazi uKristu ngokwenyama, ngokuqinisekile manje asisamazi kanjalo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phawula nesikhuthazo sikaPawulu kumshumayeli wevangeli owayekanye naye, uThimothewu: "Shumayela izwi, ube kulo unomuzwa wokuphuthuma." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa sekuyiminyaka ethile nginomuzwa wokungabi yilutho futhi ngiye ngakhathazeka kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KUSUKELA eCaucasus kuya e - Atlantic, kusukela eCrimea kuya eSinayi, kusukela eDanube kuya eSahara - leyo kwakuyindawo yoMbuso WaseByzantium phakathi nesikhathi sokuchuma kwawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yena nomyeni wakhe uNick Simonelli, bababelwe ukuyokhonza e - Ecuador, eNingizimu Melika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kucatshangwa ukuthi le nhlanganisela eyingqayizivele yezici iyona eyenza ama - blood orange aseSicily ahluke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela ngo - 1914 kuye kwafa abantu abangaphezu kwezigidi eziyikhulu ngenxa yempi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
futhi naye samsiza ukuba angiqonde kangcono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
1, 2. (a) Kukanjani ukuthi indalo kaNkulunkulu eyindoda nowesifazane yayiwumsebenzi ovelele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lemfihlakalo engcwele ikuthinta kakhulu ukuphila kwethu, kokubili okwamanje nokwesikhathi esizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bathi uKesari cishe wayengeke aphoqelele amaJuda athambekele ekuvukeleni ukuba athathe uhambo lokuya emizini yakubo phakathi nenkathi yamakhaza nezimvula, okwakungabathukuthelisa ngokwengeziwe laba bantu ababethambekele ekuvukeleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuthakazelisayo, igama lesiHeberu elisho "isihe," noma "isihawu," uJehova alisebenzisa kuye, lihlobene eduze negama elisho "isibeletho" futhi lingase lichazwe ngokuthi "umuzwa kamama." - Eksodusi 33: 19; Isaya 54: 7, NW. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sabe sesiya kudokotela ozimele wezifo zabesifazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izigxobo ezingcwele (o - Ashitaroti noma o - Ashera) cishe kwakuyimifanekiso yobulili besilisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ingabe ukholo lwethu seluye lwancipha, nothando lwethu lwaphola ukusukela ngaleso sikhathi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe wena nomngane wakho womshado nizimisele ukwenza umzamo wokuthuthukisa umshado wenu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intsha eningi eyesaba uNkulunkulu yangezikhathi zeBhayibheli yenza lokho kanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba kuye kwaqashelwa, embhalweni weyakhe ethi Studies in the Scriptures, imiqulu eyisithupha enamakhasi angaba ngu - 3 000, akakaze nakanye abhekisele kuye ngokwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyabonga baba, ngokwenza uJehova eze kuqala ekuphileni kwakho nangokuphatha abantwana bakho njengezipho ezivela kuNkulunkulu! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani ikhetha le ndawo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Converted from tables of the Society of Actuaries and Association of Life Insurance Medical Directors of America | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esihlokweni esilandelayo sizobukeza amanye amalungiselelo angokomoya amaningi uJehova asinike wona ngothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva nje kokuvuswa kwakhe, uJesu wahlangana nesixuku sabantu ababengaphezu kuka - 500 ababengase babe abafundi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasilindele ukuhlanganyela usizi lomkaso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ulwazi Ngezenzakalo Zesikhathi Sethu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufa kuyinto engokoqobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba iSikole Sokuqeqeshelwa Inkonzo siwuphiko lwe - Watchtower Bible School of Gilead, eqeqeshela izithunywa zevangeli inkonzo yakwamanye amazwe, uhlelo lwaso lwezifundo luyingqayizivele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umoya ongcwele ungasenzelani, kodwa yini okumelwe siyenze ukuze siwuthole? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isigaba senceku sazibonakalisa kanjani sithembekile ekwenzeni umsebenzi waso esikhathini esidlule kwaze kwaba u - 1914? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abayishumi nambili base bebiza ibandla labafundi, bathi: "Akukuhle ukuba thina sishiye izwi likaNkulunkulu, sikhonze ematafuleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, umhubi uDavide wabhala ukuthi aba - ntu bathweswe umqhele 'wenkazimulo nobukhosi.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukube lesi bekuyisiguli esivamile, cishe odokotela bebeyothi sinesifo esingalapheki bathi futhi sezihubela sakusha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi ethi Byzantium ithi: "Njengoba ayekuthathe ebuJudeni ukwenyanya ukukhulekelwa kwezithombe, amaKristu okuqala ayengakwamukeli ukuhlonishwa kwemifanekiso yabantu abangcwele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ngilapha kule ndawo ephakeme, ngicabanga ukuthi kungenzeka lena yindawo lapho uMose akhuphukela khona esuka ekamu lakwa - Israyeli eyokuma phambi kukaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Kusukela ngaleso sikhathi, liye lenza ukuhlinzwa kwemithambo yenhliziyo ngaphandle kwegazi okuyikhulu kulandelana kungabanga khona ofayo,' kusho uKrieger. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi baze bakukhalele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[Ibhokisi / Isithombe ekhasini 15] | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nenkonzo yakhe yasemhlabeni, uJesu wayewukukhanya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okumelwe siyenze ukuze sihlakulele izimfanelo ezithandwa nguJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubude bomkhumbi babuphinda ububanzi bawo kasithupha nokuphakama kwawo kayishumi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa umuntu ushumayela kubani lapho evalelwe yedwa ejele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungakwazi yini ukuzifuyela izinkukhu, izimbuzi, amajuba noma ezinye izilwane? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ungavumeli lutho lukuvimbele ukuba ufune ukuhlakanipha njengokungathi amagugu afihliweyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayike yagetshengwa futhi yayizibuza ukuthi kungani uNkulunkulu ayevumele lokhu kungabi nabulungisa nokunye kwenzeke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Baye bafundisa izigidi ngegama likaNkulunkulu. - Johane 17: 6. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho qikelela ukuba ubonise abantwana bakho ukubaluleka kokuba bacabangele ukuthi okuwukuphela komuntu oyoba ngumngane wabo womshado othile olandela izimiso zokuziphatha okuhle nezingokomoya abazilandelayo futhi oyokwazi ukubasiza ukuba bazidlulisele kunoma yibaphi abantwana abangase babe nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuzodingeka abonise nokholo kuJehova futhi azibonakalise enesibindi futhi eqinile. - Dut. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sithi bayajabula labo abaye bakhuthazela. "- Jakobe 5: 10, 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Amanye amantombazane ayabhema ukuze angakhuluphali - kulula kakhulu kunokulandela indlela ethile yokudla!" - USamantha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isethi yezitembu ezingu - 7 eziyivelakancane eyayibiza amaRandi angu - 307 460 ngo - 1974 yakhuphukela emaRandini angu - 1 110 780. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyosisiza nokuba sazi indlela yokusebenzisa iseluleko esisithola lapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapha uSolomoni uthi ukuphila kumnandi futhi kufanele 'sijabule' zingakafiki izinsuku zobumnyama, noma ukuguga, okusiphuca ubungqabavu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NJENGOBA ILANDISWA NGUWINIFRED REMMIE | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuleli khulu lama - 20 kuphela, kuye kwabulawa abantu abangaphezu kwezigidi eziyikhulu ezimpini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, sidinga ukubonisa ukulinganisela okuhle ezindabeni zempilo, futhi iBhayibheli liyaseluleka ngalokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye bayehluleka ngoba abakhuthele ngokwanele ukuba bakhule babe namandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NjengeNkosi uDavide, kungani kukuhle ukuba sizindle ngalokho esikufundayo ngoJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Funda ngokuthi obani ngempela abayizakhamuzi zoMbuso kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Qhathanisa no - Isaya 2: 4.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umculo Owengeziwe! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezilinganiso ezikhohlisayo, babekhohlise abampofu ngobugovu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sebenza ngenkuthalo nangobuqotho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukhomazwi obuqili angenza imiBhalo enjengoLevitikusi 18: 22 nabaseRoma 1: 26, 27 ishabalale (Bheka ibhokisi). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ukulihumusha ngamagama anjengathi "uthando," "isihe," nelithi "ukwethembeka" akuwudluliseli ngokugcwele wonke umqondo walo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo namuhla, abantu abaningi bakhalela ubulungisa, kodwa ngokuvamile, ukukhala kwabo akuzwakali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, abafundi bakaJesu kwakumelwe bazame ukubabalekela abashushisi babo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lenkolelo, njengoba sibonile esihlokweni esandulelayo, ivela kumaSumerian nakwabaseBabiloni basendulo eMesopotamiya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, labo abayizikhonzi zoMbuso kaNkulunkulu basebenzisa igama likaNkulunkulu, elithi Jehova, futhi bayalihlonipha, njengoba kwenza uJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngingakujabulela lokho," ngiphendula, "kodwa ake ngikuchazele ukuthi sizethula kanjani izikhulumi zethu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwezakhi * ezazaziwa endulo kukhona igolide, isiliva, ithusi, ithini nensimbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ibuka ithelevishini, yayiphindaphinda ekuzwayo, noma uma ukhuluma nayo, yayiphinda okushilo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezizici zobuJuda ngokwezinga elikhulu ngokuqondile ezaseBabiloni. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, singabaqinisekisa kanjani abanye ngalokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amaqembu ezigebengu anabafana asebekhulile ayegange kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sonke sinesono futhi sizuze ngefa ukungapheleli kubaba wethu wokuqala wasemhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kuba njalo, imiBhalo ibiyogcwaliseka kanjani ukuthi kumelwe ukuba kwenzeke ngalendlela? " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda eyoku - 1 Petru 2: 21; 3: 1, 2.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamanye amazwi, kungenzeka yini ulahlekelwe imali yakho uma ibhizinisi liwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ufunda iBhayibheli. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhuthaza uJobe ukuba alinde uJehova, kunokuba azame ukubonisa ukuthi ulungile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
19 Imibuzo Evela Kubafundi Balo Magazini... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukhona yini lokho kanye okwenzekile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le mfundiso yeBhayibheli iye yasiza abaningi ukuba babuye babe nokholo kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nabantu abadala ngokuvamile siyabakhanga isimo esinjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wafundisa obala futhi wenza abafundi 'ngokushumayela ivangeli lombuso.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NjengoPawulu, nathi singamemezela ngokuqiniseka ukuthi uvuko luyoba khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNKULUNKULU AKAJABULI NGOKUFA KWABANTU, KUHLANGANISE NABABI. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.