sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
UJakobe wathi: "Yibani abenzi bezwi, ningabi abalizwayo kuphela... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izidakamizwa zangenza ngakhuluma ngokunensa ngaba inanabuluka futhi zathinta inkumbulo yami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwaqalwa isifundo seBhayibheli ngokushesha nalona wesifazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, zonke lezi zimpi nokuvukela kwabantu umbuso akuzange kulethe ukuthula noma injabulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babonakala kanjani - ke abantu abanomoya ongcwele namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akungabazeki ukuthi kwamphatha kabi uJehova ukubona igama lakhe liphathwa ngaleyo ndelelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukukhulisa abantwana ngokuphumelelayo kuyisabelo esiyinkimbinkimbi, sesikhathi eside. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
2, 3. (a) Kungani kungase kuthiwe ithemba lakho elisekelwe eBhayibhelini linesisekelo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iphephabhuku laseBrithani IThe Ecologist, liyachaza, iAfrika "isalokhu ingumthombo onamandla osinika izitshalo esizidla nsuku zonke eU.K.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Ukwenza konke ngenxa yodumo lukaNkulunkulu' kudinga ukuba sibonise inhlonipho ejulile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UWendi Strahm we - IUCN uthi: "Ukushintshwa okuncane kwezindawo zemvelo kwenza ukuba izinambuzane ezithwala impova zishabalale noma zithuthele kwezinye izindawo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uNkulunkulu uqondisa lomsebenzi ngoJesu Kristu futhi udonsa abanhliziyo ziqotho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isazi sokusebenza kwengqondo siyaphawula: "Ukuba ngophuma phambili nokuceba akukwenzi uzizwe wanelisekile, uhlonishwa ngempela noma uthandwa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni eyinkulungwane ukusuka manje, uyobonakala ubaluleke kangakanani umsebenzi wakho, indlu, noma imali esebhange? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ephawula izimfanelo ezengeziwe zikaNkulunkulu ezifanele ukudunyiswa, uDavide wathi: "UJehova unesihe [nomusa," NW "] uyephuza ukuthukuthela, mkhulu ngomusa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Safunda leyo mfihlo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokubona uphawu lwesiphelo sesimiso sezinto, abaningi balindele ukuba usuku lukaJehova lufike esikhathini esithile kodwa cishe hhayi ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ungeke uthande ukumhloma imibuzo njengephoyisa uma nixoxa, kungase kube usizo ukuxoxa nomuntu ohlela ukuhlala naye ngezinto ahlela ukuzenza maduzane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva waya eMpini Yezwe I, futhi ngangikhulelwe okuwukuphela kwengane engaba nayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kumelwe ayekwe aze afe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyokhuthazwa ukuba lamagama asetshenziswe esikhundleni sezabizwana zesilisa kanye namagama anjengathi Nkosi, noBaba, abhekisela kuNkulunkulu njengowesilisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantwana bachitha amahora amaningi bebuka opopayi be - TV. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu badalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu, ngakho saklanyelwa ukuba sithande. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasinda Ekuqhumeni Kwebhomu Lombulali | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ngiyibuza ukuthi isiqedile yini ukwenza imisebenzi yasendlini, yayithi 'Ake uyeke ukungifundekela!' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze nibe abangokwasezulwini, "konke enikwenzayo akwenziwe ngothando." - 1 Korinte 16: 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(December 8, 2000) Siyiqiniso kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusola izisusa zabanye ngaphandle kwesizathu esizwakalayo kufana nokubahlulela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulinganiselwa ukuthi kusetshenziswa amakhadi okuthenga ngesikweleti angaphezu kwezigidi ezingu - 600 embulungeni yonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wamangala kakhulu lona wesifazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi nguJesu Kristu onguMholi wamaKristu eqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusebenzisa imibuzo efanele enkonzweni yethu kuvame ukuba nemiphumela emihle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufa okunjalo okwesabekayo akuvamile ukubikwa emaphephandabeni omhlaba wonke, kodwa kuyaphawuleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umngane wabo omusha kwakunguWillie Sneddon, owayesuka eScotland njengabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuso sonke lesikhathi, sasiqhubeka sishumayela ngomshosha - phansi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akekho owabona kusengaphambili ukuthi izigidi zabantu zazizohileleka empini iminyaka eminingi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siqhubeka singikhulekela ngeze, ngoba sifundisa imiyalo yabantu njengezimfundiso. "- Mathewu 15: 1 - 9; Isaya 29: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungangabazeki, ukuze siqhubeke sisemncintiswaneni wokuphila akufanele sizitotose! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - April 1994, abaphathi abavelele bezinkampani zikagwayi ezingu - 7 eziphambili e - United States bafunga phambi kwekomiti yeSishaya - mthetho ukuthi "babengacabangi ukuthi i - nicotine iyalutha, ukuthi ugwayi ubangela izifo noma ukuthi izinkampani zabo zazisebenzisa ngobuqili amazinga e - nicotine emikhiqizweni kagwayi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi yayiyini inkinga kaPawulu, uNkulunkulu akazange ayisuse, kodwa wamduduza ngala mazwi aqinisayo: "Umusa wami ongafanelwe ukwanele; ngoba amandla ami enziwa aphelele ebuthakathakeni." - 2 Korinte 12: 7 - 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwesaba uNkulunkulu kungasizuzisa kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amaphilisi amaningi kumelwe aphuzwe nsuku zonke, ngezikhathi ezimisiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngokumangalisayo uMama wayetshela ubaba: "Uzoguquka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ufuna ukuphila phakade ePharadesi futhi uyakujabulela ukuzindla ngalokho iBhayibheli elikushoyo ngokuphila kwasemhlabeni esikhathini esizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OMAKHALEKHUKHWINI sebethandwa nakakhulu emazweni amaningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufundwa Kwezinkanyezi Angikaze ngibe nesithakazelo esikhulu ekufundweni kwezinkanyezi futhi ngalokho angizange ngithande ukufunda umagazini wePhaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ntambama, inkulumo yeningi enesihloko esithi "Ezikhathini Zethu Ezisabisayo, Ubani Ongamethemba Ngempela?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Sifundani ngokutadisha iHubo 147? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, usebenzisa "amandla akho okuqonda," zibuze, 'Yini engenza ngiqiniseke ukuthi ukhona uMdali?' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini abayifezayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusho ukuthi uJesu uyindlela yokuya kuBaba, uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kusenezindlela eziphumelela ngisho nangokwengeziwe zokuvimbela ukuvukela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubalulekile ukugcina uphuzo oludakayo lusesilinganisweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesizotha, xoxa nabazali bakho ngalolu daba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwenza ukudla kwaseThailand kukhange inhlanganisela yemifino, izimpande, amaqabunga nezinhlamvu ezikhethwe ngokucophelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, kwakudingeka ukuba alithande ikhaya lakhe elingumhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi, ngangicabanga ukuthi ukuziphatha okunjalo kwakuwubuqhawe, buveza ubudoda bami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho imishini ishesha kakhulu, nogembulayo usheshe alahlekelwe ukuzithiba futhi alutheke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma umzamo wethu wokuqala ungaphumeleli, lokho kungasithena amandla okuba siphinde sizame. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"NSUKU ZONKE, umyeni wami, uJames, wayebuya emsebenzini ekhathele, kodwa umholo wakhe wawanela izidingo zosuku nje kuphela," kuchaza uMarilyn. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwangenza ngaba nombono omuhle futhi ngaqonda ukuthi abazali bami babengiphikisa ngoba bekhathazekile ngami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Qhathanisa uJeremiya 51: 6 - 8 nesAmbulo 18: 2, 4.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, obani abawinayo emdlalweni wokugembula? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe liqapheleka kakhulu ngakolunye uhlangothi kunakolunye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye baveza ukuthi eminye imithi (njengama - antihistamine nezidambisa - zinhlungu) ingaba nethonya elithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba abhekane nemizwa yakhe ngokuqondile, wazama ukunqamula ubuhlobo kancane kancane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa sekunohlobo olusha lwemikhumbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayezazi izimpikiswano ezibalulekile zendawo yonke ezaphakama kudala ensimini yase - Edene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye owayehambe ecela ukugitsheliswa wayevame ukunqamula ingxoxo nabazali bakhe ocingweni lapho esephelelwe imali ewuhlweza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Nginesikhokhelo sayo," esho nge - Phaphama!, "nakuba ngithambekele ekuyishayeni indiva njengoba ngiyibheka njengomunye womagazini bezwe abangcwele - ngcwele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sisuka KuNkulunkulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungase uye nayo emihlanganweni yobuKristu futhi uhlale nayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wabhala: "Izikhali zempi yethu azizona ezenyama, kodwa ngoNkulunkulu zinamandla okugumbuqela izinto ezibiyelwe ngokuqinile." - 2 Korinte 10: 4; 1 Thimothewu 1: 18. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangingaswele lutho. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kunjalo, ziyigugu futhi zikufanele ukunikezwa inhlonipho, futhi ngaphezu kwakho konke, uthando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi sithembiso sanikezwa ngomprofethi u - Isaya: "Ngiyadala izulu elisha nomhlaba omusha;... jabulani, nethabe kuze kube - phakade." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ngokuhlakanipha 'ulalela ukuyalwa'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bangobani abaprofethi okungenzeka baba yithonya elihle kuJosiya, futhi kungani ucabanga ukuthi kubalulekile ukuba nabangane abafana nabo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Beqaphela ukufana kwezibalo, abanye baye bafanisa iminyaka engama - 49 yesikhathi seJubili lasendulo neminyaka enjalo eyizi - 49 000 yesonto lokudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufundisa kukaJehova kuyohlale kuzuzisa futhi kunqoba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, njengoba uRichard Dawkins abhala, "uDarwin wenza kwaba nokwenzeka ukuba umuntu abe isihlakaniphi esanelisekile esingakholelwa ebukhoneni bukaNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngangivame ukucabanga: 'Ekugcineni sonke siyaguga, sigule futhi sife. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zonke izinkolo zazingathandisiswa e - Albania kwaze kwaba ngo - 1967. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli incwadi eqhubeka isakazwa futhi ifundwa kabanzi, manje litholakala ngokwengxenye noma liphelele ngezilimi ezingaphezu kuka - 2 120. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi, umuntu onochoko wathi kuye: "Uma uthanda ungangihlambulula." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esefikile endaweni wathi kubo: "Khulekani ukuba ningangeni ekulingweni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umucwana ungase ube utshani obuncane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakwenze njani lapho umphostoli uPawulu eqiniswa abazalwane baseRoma? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ingabe yayiyokuyeka ngokuzithandela ukuba nobuhlobo bobulili nayo lapho iya esikhathini, njengoba kwakufunwa uMthetho kaMose? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zibuze imibuzo eqondene nawe siqu kodwa eqotho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lowo mbono ulishaya indiva leli qiniso: Ingqondo yengane ifana nebhakede elingenalutho okufanele ligcwaliswe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zazingezanga ukuzothola udumo lwezwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imifanekiso emihle ekulencwadi inengxenye ekuthonyeni imizwa, njengoba umfundi onokwazisa ephawula: "Kungenza ngizwe sengathi ngibezwa ngokoqobo bekhalela umntwana oshonile (isahluko 47) noma ukuthi uJesu wayecabangani lapho owesifazane onomopho emthinta futhi ephulukiswa (isahluko 46). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyakhanga ukubukela lenqubo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje base bemagange ukuza bazobona iHholo LoMbuso elisha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho sahlala eminye iminyaka emine. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu uyakwazi ukufunda inhliziyo yomuntu, njengoba akwenza kwacaca kamuva: "Mina Jehova ngivivinya inhliziyo, ngihlola izinso ukuba nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengezithelo zezenzo zakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amandla KaNkulunkulu Embulwe Ezinkanyezini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiye ngakhonza njengesikhonzi sesikhathi esigcwele kusukela ngoMarch 1988 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amalungu amasha, wonke angamaKristu agcotshiwe, nguSamuel F. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.