sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Lapho uSamuweli edlulisa leso sixwayiso, aba nenkani, athi: "Cha, kuzoba khona inkosi phezu kwethu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini ososayensi abayifundile ngezipanji?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakungeve kumnandi ukuxoxa ngakho konke lokhu - nokunye okuningi - nabantu abathanda uNkulunkulu nabanamaBhayibheli abo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Impendulo siyithola evesini elilandelayo: "Bheka, ubumnyama buyasibekela umhlaba, nesigayegaye abantu; kepha uJehova uyaphuma phezu kwakho, nenkazimulo yakhe iyakubonakala phezu kwakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akungcono yini ukuvele uzinikele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isono sokuqala sadalela isintu inkinga ebucayi kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani izisulu eziningi zaseziQhingini zaseMariana zinakho kokubili i - ALS ne - PD, kuyilapho iziguli zakwezinye izindawo zinesifo esisodwa kulezi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sabambana sakhala, okwasiza ekubeni siqale ukululama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba abazali bami babengavamile ukuya esontweni, uMama waqala ukungiyisa kuSonto - skole eSontweni laseWeseli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ibhizinisi elichumayo lokuhwebelana ngezikhali liqinisekisa ngokuthi amabutho omhlaba wonke - nabashokobezi - ngokudabukisayo bayoqhubeka bephumelela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khumbula lokho okwalotshwa uSolomoni: "Ngenxa yokuthi isigwebo ngomsebenzi omubi asizange sikhishwe ngokushesha, yingakho inhliziyo yamadodana abantu iye yaqina ngokugcwele ukuba enze okubi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe kubalulekile ukwazi ukuthi ukuphila kunayo yini injongo noma akunayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPawulu waloba: "Qhubekani nizuza amandla eNkosini nasebukhulwini bamandla ayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangiyophumelela kanjani? "- Njengoba ilandiswa nguJess Romero, waseNew Mexico, eU.S.A.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ngiboshwa okokuqala, ngagwetshwa izinsuku ezingu - 20 ejele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Jabulelani izibusiso eninazo nethemba lenu ngekusasa!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, abantu balisakaza kakhulu igciwane phakathi nalesi sikhathi (ngemva nje kokuchayeka egciwaneni lesandulela - ngculaza). "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sizwile ngensimu ekhiqizayo yakuleli zwe laseNtshonalanga Afrika, futhi simagange ukuzibonela mathupha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini ezingayenza ukuze zibhekane nesimo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngilangazelela nje usuku lapho ngingangena ethilomu [ngino - R140] esikhwameni sami semali futhi ngibe namandla okuthengela abantwana bami ngayo [esikhundleni sokuyifaka emishinini yokugembula].
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, uClement wase - Alexandria wagxeka izithombe zenkolo (zobuqaba) ngoba zikhuthaza abantu ukuba bakhulekele okudaliwe esikhundleni sokukhulekela uMdali. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, uMose akazange akhulume nedwala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emihlanganweni, sinamathuba okubonisa abafowethu nodadewethu ukuthi siyabathanda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayese - Albania.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubonakaliswa okusobala kwesibusiso sikaNkulunkulu ngezinto ezibonakalayo kuyolandela ngesikhathi esifanele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okokuqala, wafa, njengoba iBhayibheli lalibikezele ukuthi uyokufa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incithakalo ngempela!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Via Egnatia Umgwaqo Omkhulu Owabangela Ukwanda
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
23 Ukuyenga KobuSanteria
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkuu wayefuna ithempeli libe "yindlu yomthandazo yazo zonke izizwe." - Marku 11: 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Qhubeka uzama ukulondoloza ukuthula nabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubikwa ukuthi amathani amaningi omhwamuko wemisebe akhishelwa emkhathini!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungokuhlangenwe nakho okudabukisayo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iveza idlanzana lodokotela abazibukela phansi izingozi zokunciphisa ukudla ngokweqile, le - ibala ezinye izingozi zokuba ozacile ngokwemvelo, mhlawumbe ngamaphesenti angu - 20 ngaphansi kwesilinganiso sesisindo uma kubhekwa ubude bomuntu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengamalungu esivumelwano esisha, anelungelo lokudla izifanekiselo zeSikhumbuzo, ezihlanganisa indebe yewayini elibomvu uJesu athi ngayo: "Le ndebe isho isivumelwano esisha esenziwa ngegazi lami, elizothululwa ngenxa yenu." - Luka 22: 20.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, osomkhathi uJerry Ross noJames Newman baxhuma izintambo zikagesi, zama - computer namapayipi amanzi kule mishini emibili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwezici zayo eziyingqayizivele kunezingxoxo nemithandazo okulondolozwe encwadini yezEnzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imikhosi yaminyaka yonke, njengoMkhosi Wamadokodo, yayiyizenzakalo zokubonga uJehova
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabe esebanga bonke abafowabo wakhala phezu kwabo. - Gen.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ukuxoxa ngobulili ocingweni kukhuthaza ukuqhelelana nokungazani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngezizathu ezihlukahlukene ubufakazi obuqondile abasishiyela bona bokuthi labantu babekhona cishe buyizinto ezenziwa yibona kuphela, ezatholakala ngokukhethekile emathuneni abo amaningana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu wamchaza ngendlela efanayo kuJobe 2: 3, ebuza uSathane: "Inhliziyo yakho iyiqaphele inceku yami uJobe na?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukube belungekho lolu sizo, kungakanani ebesiyokuqonda ngezinjongo zikaJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyodingeka ziyeke ukukholelwa emangeni angokwenkolo, zishiye nendlela ezaziphila ngayo ngaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze sithole injabulo nokwaneliseka enkonzweni yethu kuNkulunkulu, kudingeka sifunde ukucabangela amandla nezimo zethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kunabantu abangaphezudlwana nje kwezigidi ezinhlanu, lokho kusho ukuthi lelizwe labantu abangamaJalimane line - sauna eyodwa kubantu abathathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bazibulala lezi zilwane, bengaqapheli ukuthi ngokwenza kanjalo, babenikeza inkululeko esilwaneni okwakuyiso esasihilelekile ekusakazeni lesi sifo - igundane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, e - Afghanistan naseBangladesh kunabesifazane abangu - 94 kuphela kulawo nalawo madoda angu - 100, eNdiya kunabangu - 93, futhi iPakistan inabangu - 92 kuphela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(Roma 15: 12) UJesu wavela "esiphunzini sikaJese" ngokoqobo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akukho simiso esilotshiwe somthetho esibonakalisa abantu bakaNkulunkulu namuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lolu shintsho alugcinanga ngokuthuthukisa impilo yakhe, kodwa lwathuthukisa nesimo sakhe sezomnotho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Ngenziwa Ngokumangalisayo'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esiprofethweni sakhe esiphathelene nesikhathi sokuphela, uJesu wathi abantu babeyoba "nesinxi ngenxa yokwesaba nokulindela izinto ezehlela umhlaba owakhiweyo; ngoba amandla amazulu ayonyakaziswa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngineminyaka ecishe ibe ngu - 15 ubudala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMFULA iMekong uzombeza phakathi kwamazwe ayisithupha ase - Asia, wondla abantu abangaba yizigidi eziyikhulu bamaqembu abomdabu nezinhlanga ezicishe zibe yikhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Marco Villegas usebenza edolobhaneni elisemajukujukwini ase - Amazonia eBolivia
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakunezikhathi eziningana ezishubile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo: Ingabe laba bantu bayathandana?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyakwahlulela izwe ngokulunga nezizwe ngobuqotho. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Saphatha ukudla nophethiloli owanele izinsuku ezintathu, sangena indlela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ihhovisi legatsha loFakazi BakaJehova elise - Ebina, eJapane, ngokushesha lathumela abameleli abane endaweni yaseKobe ukuba bayohlela umsebenzi wosizo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayengasasitholi isikhathi esanele sezinto ezingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Utholakala kuLuka 12: 16 - 21.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu akuqala, lapho nje esebhapathiziwe, ayeba nomuzwa wokuthi kumelwe asakaze iVangeli. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
19 Intsha Iyabuza
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kunezinto ezinhlobonhlobo kangaka?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izigidi ziyochitha ukuphila kwazo zingafundile, zintula imisebenzi, zingenazo izindlu ezifanele futhi zingatholi ukunakekelwa okuyisisekelo kwezempilo, izinkonzo zenhlalakahle nezokukhucululwa kwendle, futhi ukwanda komphakathi okungavinjelwe kuyisici esiyinhloko esiyimbangela yalokhu. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sonke sajabula ngalesinqumo lapho, ezinyangeni ezimbalwa nje kamuva, kunqunywa ukuba singabe sisafakwa isifundo sezomlando womhlaba wonke ezifundweni zasesikoleni esiphakeme.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho ngemva kokuqala isikole, ngaqala ukuthanda ulimi lwendawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wanikela ngokuphila kwakhe ukuze asisindise esonweni nasekufeni. - Funda uMathewu 20: 28; Roma 6: 23.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kubalulekile ukuzinika isikhathi sokuzindla ngalokho esikufundayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mina nobaba sifunda ngefa lomndeni wakithi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ULuka wayenethemba lokuthi ukulandisa kweVangeli lakhe kwakuyokwenza uTheyofilu "azi ngokugcwele ubuqiniso bezinto [ayezifundiswe] ngomlomo." - Luka 1: 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma sifuna ukuqhubeka sithola umusa kaJehova, kumelwe siqhubeke singenisa ulwazi ngaye futhi siphile ngokuvumelana nalokho esikufundayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba i - HIV ingelona igciwane elithwalwa umoya, akudingeki ukhathazeke uma isisulu sengculaza sikhwehlela noma sithimula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lalisetshenziswa ngisho nanjengengxenye yamagama awo siqu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uvalo lokuthi umzali angase ashone nalo luvamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugcina Iso Lethu 'Lilihle' Emsebenzini WoMbuso
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
[Izithombe ekhasini 4]
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Zabhubhisa amathani ayizi - 5 046 amahlamvu ecoca namathani ayizi - 17 585 ezihlahla zensangu," kusho iU.S.News & World Report.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngokushesha lokho kulalela kwavivinyeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubhalwe ukuthi owangasekuqaleni kwekhulu lesithathu leminyaka C.E.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, ubuso bakhe bumboziwe ngeduku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho umgoqo - indinganiso kaNkulunkulu yokulunga? - wawubekwe phezulu kakhulu kumaIsrayeli angaphelele, noma amaJuda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nalapha futhi, uJesu wakulungisa ngesineke ukucabanga kwabo. - Mathewu 20: 20 - 28.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EShunemi, u - Eliya wathandaza eseduze komzimba womfana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaningi bavilizisa izibhamu zabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa uJesu wabuyisela ukuthula futhi waxwayisa uPetru: "Bonke labo abaphatha inkemba bayobhubha ngenkemba."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunezindlela ezisobala esingabonisa ngazo ukuthi siyayihlonipha imibuthano yethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye intatheli yathi le ndawo 'iyindawo ephansi kakhulu kangangokuba kuyaxaka ukuthi nezisebenzi zasepulazini zihlala kanjani kuyo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthi lwe - eucalyptus olubekwe lwavundla phezu kwe - billy luvimbela umusi ukuba ungangeni etiyeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, okwamanje, abalandeli bakaJesu kumelwe bayisebenzise 'ngokuhlakanipha' "ingcebo engalungile" yaleli zwe, ukuze bajabulise uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi siqhingi esiphawulekayo sakheka kanjani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Igama lakhe langempela kwakunguJosefa, kodwa abaphostoli bamnika isibongo esichazayo esasivumelana kakhulu nobuntu bakhe - esithi Barnaba, esisho ukuthi "iNdodana Yenduduzo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu Uzwa Abangane Bakhe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
16 Izifundo Zami ZeBhayibheli
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wathi: "Bayajabula abanomoya omnene, ngoba bayokudla ifa lomhlaba."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu uyazi ukuthi kunjani ukuba ingane phakathi kwabantu abadala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke funda ukubhala uhlu lwezinto ozozithenga, bese unamathela kulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ningaya ejele ngenxa yalokhu," sitshelwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn