sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Futhi ukugcwaliseka okunjalo kusinikeza isizathu sokwethembela nakwezinye izici ezingokwesiprofetho zeZwi likaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe ngo - Evans Emiot, bheka INqabayokulinda ka - January 1, 1999, amakhasi 22 no - 23. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangihlala khona eStaten Island kodwa ngangithatha uhambo lwamahora amathathu ngesikebhe nangesitimela ngiye efekthri eBrooklyn ngiyokwenza umsebenzi kagesi noma wokukhenikha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma othile okufanele ahlinzwe engitshela ukuthi unovalo ngalolo suku futhi akafuni ukuhlinzwa, ngiyakuhoxisa ukuhlinzwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, uNkulunkulu wabonisa ukuthi ukubeletha kwakuyohambisana nobuhlungu obengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, naphezu kwalokhu, inhlangano yamaKaraite yaqhubeka ithandwa futhi iba nethonya nasezindaweni ezikude kakhulu nomphakathi wamaJuda aseBabiloni futhi yasakazekela kulo lonke elaseMpumalanga Ephakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyini umehluko phakathi kwenqubo yentando yeningi nenqubo engokwasezulwini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuchaza indlela le nyoni efunza ngayo amaphuphu ayo, uRaffaele unikeza lesi seluleko: "Ngokuvamile kuyazikhanga ukushayanisa amatshe amabili." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele senzenjani lapho abafowethu bebhekene nobunzima, futhi ngani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Isiphi esinye isici sokuphila iBhayibheli elinikeza isiqondiso kuso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimpi, izinhlekelele zemvelo, izinhlekelele zasemisebenzini, izingozi zasemigwaqweni emikhulu, ubugebengu, ubuphekula, ukunukubeza ngobulili, ukudlwengula, ubudlova basekhaya - konke kwenza ukuphazamiseka kwengqondo kube yinsakavukela esabekayo yekhulu lama - 20. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa 'waphiwa amandla' nguNkulunkulu, owamnika ukunqoba - futhi nokusho enamadoda angama - 300 kuphela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho noma sekudlule isikhathi eside, kungcono ukuya kudokotela wamazinyo futhi yena anqume okufanele kwenziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kugcwele izindlawu ezincane, izikele, ompompi, izinjini, amagiya, izivimbo, amapayipi, amaketanga ngisho nezimoto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo Mbuso uyoqeda ukugula nokufa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Edumele, uPercy wanquma ukungaphinde azihlanganise nesonto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabangela indaba yombusi osemusha owayecebile owaya kuJesu futhi wambuza ukuthi angakuthola kanjani ukuphila okumi phakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunenye futhi imfuneko edingekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IsAmbulo 4: 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusetshenziswa izindlela eziningana ukuze kuhlolwe ukungezwani ne - lactose. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, igama lomprofethi uHagayi lisho ukuthi "Owazalwa Ngomkhosi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kunezinkolelo ezihlukahlukene eziphathelene noZiqu - zintathu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade, uzwela lukaJehova lumshukumisela ukuba akhumbule ukuthi "siluthuli." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwacatshangwa ukuthi zimelela izipikili ezasetshenziswa ekubulaweni kukaJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu uze asiyale nokuba sibathandazele labo abasemagunyeni ukuze sikwazi ukumkhulekela ngokuthula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umbhangqwana owawujikeleza, uMaarten Kaptein nomkakhe uNel, waze wahlala emzini wethu iminyaka engu - 13! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakwenza kubonakale sengathi ngangenza okuthile okwakubangela isithuthwane; kuyilapho ngangenza konke engingakwenza ukuze nginakekele impilo yami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo sihlukile ngezifiki ezinjengoMagnette noMagnum. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi sibonga kanjani ngokuthi uthando lwashukumisa uJehova ukuba adale indawo yonke nazo zonke izinto eziphilayo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa sonke singafunda ukuthanda uJehova 'ngayo yonke inhliziyo yethu, umphefumulo nengqondo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini oyithole iphawuleka ngokubhekisela kukaSolomoni enhliziyweni emthandazweni wakhe wokunikezela ithempeli? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) UJesu wasibeka kanjani isisekelo somkhankaso wokushumayela emhlabeni wonke? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Joshua, umbhishobhi waseBombay, wabuchaza ngokungenathemba ubunye bamasonto ngokuthi "umbono oyiphupho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UFakazi oneminyaka eyi - 13 ubudala eMexico wahlangana nentombazane encane eyayifuna ukufunda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze bagweme izingozi bancamela ukuba nabangane nje abavamile. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Adolf Deissmann wayekholelwa ukuthi ngenxa yobufakazi obuvela kulamapapyrus, "umqondo oyisisekelo... wenkulumo ethi ukubhapathiza egameni leNkosi, noma ukukholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu, uwukuthi ubhapathizo noma ukholo lusho ukuba okaNkulunkulu noma oweNdodana kaNkulunkulu." - Omalukeke abakaDeissmann. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho uPawulu esinxusa: "Noma yini eniyenzayo, yenzeni ngomphefumulo wonke njengokungathi nenzela uJehova, hhayi abantu." - Funda eyabaseKolose 3: 18 - 24. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubonakala ngenjabulo eshukunyiswa ukholo lokuthi imiyalo kaJehova ayiwona umthwalo nokuthi "uba umvuzi walabo abamfuna ngobuqotho." - Heb. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli libe selinikeza umkhondo omfushane ngokuphila kukaJosefa, kodwa kuyafaneleka ukuba siwuhlolisise. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba sikhuthazela, ukukhuthazela kwethu ngokwakho kuyoqinisa isigqoko sethemba. - Roma 5: 3 - 5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwesokudla: Ukufakwa kwe "rosette" nokulolongwa kwezinhlangothi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka wayebizwa kanjalo ngenxa yokuthi wayenomzimba omncane noma emncane ngeminyaka kunoJakobe, indodana kaZebedewu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha nje, lapho uMbuso usulawula ngokugcwele emhlabeni, bayobheka emuva ngenjabulo nangokuqabuleka ngokuthi abazange basibalekele isibopho sabo kodwa babonisa ukuzinikela kokwesaba uNkulunkulu ngokubonisa uthando lobuKristu kwasebekhulile. - 1 Thimothewu 5: 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingxenye - 23 1945kuqhubeke - Isikhathi Sokulungisa Izindaba Siseduze | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje umcwaningi waseColombia, uDkt. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, owesifazane ongumJuda owayevalelwe ekamu laseLichtenburg wathi ngoFakazi: "Babengabantu abanesibindi, ababekhuthazelela isimo sabo ngesineke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UmShumayeli 9: 11 uthi: "Bonke bahlangabezana nesikhathi nethuba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ungacabangi ukuthi lokhu kumane nje kuwumlando wasendulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasimbonisa izithombe zabangane futhi simcele ukuba akhombe abathile, futhi lokhu wayekwenza ngokunembile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma lokhu kungenzeka, ngeke yini kusisize ukukhumbula ukuthi uJehova uyazithanda izinceku zakhe naphezu kokungapheleli kwazo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Watuswa 'ngentukuthelo yakhe enomhawu,' 'engakubekezeleli ngokuphelele ukuba kube khona obangisana' noJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ubuka izithombe ezingcolile, cishe izenzo zakho ziyakuceba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Kungani singenakumane sikhethe phakathi kokwenza imisebenzi emihle nokuhlanganyela enkonzweni yasobala kuphela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okuwukuphela Kwendlela Eya Ekuphileni Okumi Phakade, 4 / 15 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma ubani owake wayizwa injabulo yokusiza umuntu ukuba anikezele ukuphila kwakhe kuJehova uyazi ukuthi ayiqiniso kanjani la mazwi kaJesu: "Kukhona injabulo eyengeziwe ekupheni kunasekwamukeleni." - IzEnzo 20: 35. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waphendula: "Kumelwe udlule ekuhluphekeni okuningi ukuze ufanelekele ukuya ezulwini." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunanini ngaphambili, kumelwe aqhubeke "enze izizwe zonke abafundi," ngaleyondlela eqoqa "isixuku esikhulu" esingenasibalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, cabangela isikhathi namandla alabo abakusizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intombazane eneminyaka engu - 8 okuthiwa uTara yayilalelisisile lapho uthisha wayo etshela ikilasi ukuthi phakathi neMpi Yezwe II, iziboshwa ezingamaJuda emakamu okuhlushwa zazigqokiswa i - Star of David esiphuzi ukuze zibonakale. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ingekho imikhaya yabantu ezulwini, ngomqondo ongokomfanekiso uNkulunkulu ushade nenhlangano yakhe yasezulwini, futhi uJesu uyohlanganiswa nomlobokazi ongokomoya emazulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli aliyona incwadi eluleka ngezimali, kodwa linezeluleko ezihlakaniphile ezingasiza abashadile ukuba bagweme izinkinga zemali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lona uJuda Iskariyothe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Thola ikhophi ngokumane ugcwalise bese lithumela isigqebhezana esingezansi kanye noR1,80. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zimbewu ezingasetshenziswa ngezindlela ezihlukahlukene zingasetshenziselwa nokwenza amafutha okupheka, insipho, izimonyo, amafutha ezibani, kanye nomuthi wezifo zesikhumba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa akukho silwane esinemicabango enjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kungani amasonto enza lokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuqaleni uJohane wenqaba, kodwa kamuva wavuma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lasiza kanjani ikhadi lokufakaza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Day, Q.C., wase - St. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihloko sathi: "Kunemibungu okungenani engu - 400 000 eqandisiwe egcinwe emitholampilo yakulo lonke leli zwe, kanti kunezelwa eminye usuku nosuku... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, uzivikela ngokushesha - njengoba kuyoba njalo ukuthambekela uma ukusolwa kwakho kungalungile - ungase unezele ezikhalini zokugxekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyondlela iBabiloni laba ngowesithathu walemibuso yezwe, okubhekiselwa kuwo ngokufanelekile kulendaba ngokuthi "ikhanda legolide." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sawathanda Ama - Altay | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, manje ngaqala ukujwayelana noMuntu ongokoqobo, uNkulunkulu ophilayo futhi ofeza izinto! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi, siyakhuthazeka ngokwazi ukuthi lokhu kuqeqeshwa kwethu ngelinye ilanga kuyophela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapha, abantu babonakala behlelekile futhi benesizotha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuboniswe amaHeberu 5: 7 - 9, lapho sifunda khona ukuthi: "Owathi esenikele emihleni yenyama yakhe ngemikhuleko, nokunxusa, nokudazuluka okukhulu, nezinyembezi kuyena onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngenxa yokumesaba uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJobe Wadumisa Igama LikaJehova | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wake wazizwa yini ngaleyo ndlela nawe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bazalwa benokungapheleli kobuntu okufana nokwabanye, futhi banezinkinga ezifanayo zezomnotho nezidingo eziyisisekelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe amanoveli avusa inkanuko, amabhayisikobho, iTV, namavideo akuvezi ukuziphatha okubi okunengekayo esesanele yikho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Ulimi lwamanga' kanye "nofakazi wamanga ophafuza inkohliso" kwenziwe kwavelela kulolu hla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu bakaJehova sebephila ngokuvumelana nesimiso esikweyabaseRoma 12: 5: "Singamalungu elinye nelinye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye wababaleki kuleli kamu kwakungowesifazane osemusha okuthiwa u - Esther. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukujezisa kungase kungakhi, kanti - ke imivuzo - njengokuncoma - ingase ikhuthaze ukuziphatha okwakhayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthenga ngamakhadi esikweletu eBrithani kuye kwaphindeka kabili eminyakeni emithathu, kwafinyelela emaRandini ayizigidi eziyizinkulungwane ezingu - 695 ngo - 1998. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Kodwa bayazamukela - futhi bazifuna kakhulu - izindlela zokwelapha ngaphandle kwegazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* UJesu akazalwanga ngo - December 25. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IsAmbulo 5: 11, NW sithi: "Ngabona, futhi ngezwa izwi lezingelosi eziningi zihaqe isihlalo sobukhosi [sikaNkulunkulu]... nesibalo sazo sasingamashumi ezinkulungwane aphindwe kamashumi ezinkulungwane." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba uNowa ayengase angayiqondi ngokugcwele imininingwane yesiprofetho esikuGenesise 3: 15, akungabazeki ukuthi samnika ithemba lokusindiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma wake wadumazeka, cishe uzovumelana nalawo mazwi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayecabanga ukuthi kumelwe ukuba sasibalulekile kimi ngokwenkolo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba simunye 'njengamalungu elinye nelinye,' ngempela akufanele sibe nobuqili noma sizame ngamabomu ukudukisa amaKristu esikanye nawo, ngoba lokho kuyafana nokuwakhohlisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifo sokucindezeleka | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzibonakalisa Uthembekile Ezintweni Ezincane | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isisulu sokulahlekelwa ukuzihlonipha kwakunguJean, umzali oyedwa oneminyaka engama - 37. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokudabukisayo, ukubonga okushiwo ngomlomo noma okubhalwe phansi, kubonakala kuya ngokuya kunyamalala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kungenzeka ngempela ukuxhumana nendawo yomoya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuhlukanisa abangane abakhulu kwenze imiphakathi ezwanayo iphile ngokwesaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uJesu eqala inkonzo yakhe wayeyiqonda ngempela indlela abantu abakheke ngayo futhi wayezwelana nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.