sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Wayangenawo nje kuphela amandla okusiza abantu kodwa wayenanesifiso sokukwenza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyathakazelisa ukuphawula ukuthi abafundisi bokubhula ngenduku ngokuvamile bafundisa abafundi ukuba batshele induku ngokuqondile lokho abakufunayo, njengokungathi iyinto enengqondo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikole Zisenkingeni, 8 / 8
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu "wenze njalo - ke," ethi: "Angehlanga ezulwini ukuba ngizokwenza intando yami kodwa intando yalowo ongithumile."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UCook wazama ukubuyisa lesisikebhe ngokuthumba inkosi uKalaniopu'u.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Elinye ilungu lomkhaya lingase libe nomuzwa wokuthi noma yini eyenziwa elinye ilungu lomkhaya ayilungile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva, lendima yathathwa iRoma.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abasenamandla ekufeni, ngeke bavuke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NjengeSamariya neJerusalema, eLobukholwa liye lazitika ngokuphuza iwayini lezivumelwano zezombangazwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Latin American Research Review ithi: "UbuProthestani bebulokhu bubhangqene nezombangazwe eGuatemala selokhu bafika kulelizwe," inezela ukuthi "buye baba yinto yokudlulisela ukuziphatha okungokwezombangazwe nokungokwezenhlalo njengohlobo oluthile lwenkolo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka ukuthi kufaneleka kanjani ukuba siqale isifundo somuntu siqu seBhayibheli ngasinye ngomthandazo oqotho bese silondoloza isimo sengqondo esihambisana nalowo mthandazo kuso sonke isifundo sethu!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalolo hlelo lokubhala izinombolo, izinombolo ezizimele ziba nenani elingafani kuye ngendawo ezikuyo nokuphawulwa kwayo ngo - 0.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umakhalekhukhwini - Uwusizo Noma Uyingozi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo ababelalele isixwayiso sikaJesu sokubaleka ngokushesha, basheshe baphuma ngokuphepha eJerusalema naseJudiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke, noma yimuphi umKristu ozitika ngokuzijabulisa okukhuthaza ubudlova, ukuziphatha okubi noma ukuvukela wenzé isinqumo esibi. - IHubo 97: 10; Johane 3: 19 - 21; Galathiya 5: 19 - 23; Efesu 5: 3 - 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Aaron waseBelgium oneminyaka engu - 18, wenza okufanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Uma abantu abalambile bebengawadla amazwi," kusho umkhulumeli wethelevishini yeBBC, "iAfrika ibingalulama."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isigijimi soMbuso uJesu athuma abafundi bakhe ukuba basimemezele siyokwahlukanisa imikhaya, njengoba amanye amalungu omkhaya esamukela futhi amanye esenqaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokudabukisayo, emsebenzini kungaba yindawo yokuqhuba ezothando zasemahhovisi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu ufuna ukuba uphile ngendlela ayehlose ukuba uphile ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu waqaphela ukuthi abaFarisi babefuna udumo, ngakho ngasekugcineni kwenkonzo yakhe wathi: "Wonke umuntu oziphakamisayo uyothotshiswa nalowo ozithobayo uyophakanyiswa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye abawasebenzisayo basakhononda ngobuhlungu bamehlo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho izikhulu zesonto ezisenhloko - dolobha zizwa ngalokhu nokuthi oFakazi BakaJehova babehlala endlini yomfundisi, zayala idikoni ukuba lisixoshe ngokushesha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwenza lokhu kuyosiza ekwenzeni inkonzo yasensimini yomkhaya wonke ithele ngokwengeziwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, angizange ngizinake lezi zincwadi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nganginelungelo lokuthumela amakhophi akwazi ukungena ephaketheni e - The Finished Mystery kubangane bethu abaningana ababephucwe amakhophi abo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungavunguza uye ngakolunye uhlangothi noma nini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Eksodusi 34: 5 - 7 uthi uNkulunkulu wadlula phambi kukaMose, wathi: "NguJehova, nguJehova, uNkulunkulu onesihe nomusa, owephuza ukuthukuthela nochichima umusa wothando neqiniso, olondolozela abayizinkulungwane umusa wothando, oxolela isiphambeko neseqo nesono, kodwa ongeke neze akhulula esijezisweni, oletha isijeziso ngenxa yesiphambeko soyise phezu kwamadodana naphezu kwabazukulu, phezu kwesizukulwane sesithathu naphezu kwesizukulwane sesine."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wazifeza ngokugcwele izinjongo uNkulunkulu ayewumisele zona - ukuvikela abantu bakhe nokubaqaphelisa izindinganiso zakhe eziphakeme.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ake sicabangele lowo mbuzo esihlokweni esilandelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphambi kokuba ngabelwe kuleli butho, iqembu lokuqala lase lihambile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izifundo Ezitholakala Endaweni Yonke
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Yayiyini indima kaPawulu emsebenzini wokwakha wamaKristu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingelosi yayimqondise kulendawo, futhi manje watshelwa: "Sondela uzihlanganise nalenqola."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Icala lami lahlehliselwa izinyanga eziningana, futhi khona - ke ngaqhubeka nenkonzo yendlu ngendlu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kamuva zaphumelela ukufaka ngesinyelela impimpi ebandleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunokuba sigcine injongo yokukhululwa kwaso igxile ngokukhanyayo engqondweni, saqala ukuthi: "Akukabi - yisikhathi sokuza, isikhathi sokwakha indlu kaJehova."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ingabe sakwazi ukuthatha isithombe sanoma yisiphi salezidalwa ezixakile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Intsha enobuhlobo bomkhaya obuhle, ngisho noma inabazali bokutholwa noma osingamzali noma omama abangabodwa, yayiqhubeka kahle kunaleyo enemikhaya ephelele enobuhlobo obungebuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwaba sobala kanjani ukuthi ubuhlobo buka - Adamu no - Eva baba muncu ngemva kokona?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yathi kimi: "Umusa wami ukwanele; ngokuba amandla ami apheleliswa ebuthakathakeni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuvimbela isitimela ekubeni sishelele bese siyahlehla lapho sikhuphuka noma sehle ngamandla lapho sewuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
□ 4: 3 - Unya lomama kubantwana babo lapha luqhathaniswa nokunakekela kwezindlezane okunikezwa amakhanka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inhlebo elimazayo, ukugxeka abanye bengekho, amazwi angenamusa nanokhahlo, ukukhononda, kanye nokutusa okweqile kokungathembeki ukuze umuntu azizuzise - konke lokhu kuyimisebenzi yenyama ephazamisa ukuthula kwabantu bakaNkulunkulu. - 1 Korinte 10: 10; 2 Korinte 12: 20; 1 Thimothewu 5: 13; Juda 16.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwezimfuneko ezabekwa abapristi ukuze ngelapheke bathi kwakufanele ngingadli izinsuku ezintathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sebetholé ukusekela kwesonto, abahloli bokuqala bamazwe baseYurophu nabahweba ngezigqila abazange bazisole ngokuphatha kwabo ngonya abantu bomdabu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho izimila nezilwane zifa, kuba nolunye uhlobo lwama - bacterium oluhlukanisa izakhi ze - nitrogen bese luyibuyisela enhlabathini nasemkhathini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJakobe wabonisa ukuthi 'izizwe' zaziyolalela uShilo wesizwana sakwaJuda, kodwa kamuva kwavezwa ukuthi iMbewu yayiyovela ohlwini lozalo lukaDavide.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinga lawo eliphansi lokuzala nalo likwenza kube nzima ngamanani awo anciphe kakhulu ukuba asimame.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ibutho lempi elesabekayo leza kubo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wathi: "O Jehova, ngazise izindlela zakho; ngifundise imikhondo yakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokulawula izindebe zakho, ungagwema ukusho okuthile okulimazayo noma okuwubuwula. - IzAga 10: 19; 13: 3; 17: 27.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inani elikhulu labantu liyaphikelela ekwenzeni lokho elifuna ukukwenza, kunokuba licabangele indlela izenzo zalo ezithinta ngayo abanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi sabelo sasivumelana nencazelo eyisisekelo yegama lesiGreki elithi apostolos, elisuselwa esenzweni esisho "ukuthunywa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi izimo zasekamu zingase zibe zimbi ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imithandazo yayo iyothiyeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, umnyakazo nobudlova kuye kwagcwala kakhulu ezindabeni ezidlalwayo nasezingxoxweni kumabhayisikobho kangangokuthi imidlalo yamathelevishini namabhayisikobho yanamuhla ingamaphesenti angu - 25 ngaphansi ngokubhalwa kunangawo - 1940, ngisho nakuba amabhayisikobho ngokwawo esalokhu emade kangako.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ungase ubone kulolu hambo olufushane lwaseBelize Barrier Reef, kunesizathu esihle sokulondoloza leli gugu ukuze lijatshulelwe yizizukulwane ezizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Usuku Oluhle Ekuphileni Kwami' (e - Australia), 11 / 1
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulala imizuzu engu - 20 ngosuku kungazuzisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova baye basiza izigidi ukuba ziqaphele ukuthi lezithembiso zizogcwaliswa esikhathini esizayo esingekude.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi into engaqinisa umbhangqwana kunazo zonke ukuzinikela kwabo bobabili abashadile kuMdali futhi basamukele ngokugcwele isiqondiso sakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye intombazane esentsha iyakhumbula: "Umama waqala ukugcoba izimonyo esemncane kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kungase kusikhumbuze iseluleko somphostoli uPawulu esiphefumulelwe esithi: "Balekelani ubufebe!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
yaxoxa nedlanzana labantu abaye bashikashikeka nezinkinga zokukhuluphala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubhekisela kukaTheophilus emiBhalweni kaningi kwenza indlela yokucabanga yabantu bangesikhathi sakhe iqondakale ngezinga elikhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UHoseya 8: 13 uthi: "[UJehova] uzosikhumbula isiphambeko sabo futhi abenze balandise ngezono zabo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa nakuba singabavimbeli abanye ukuba baye nomaphi nasezindaweni zonke ukuze bathole ukudla nokukhanya okuyobanelisa, ngokumangalisayo, labo ababa abaphikisi bethu bathatha inkambo ehluke kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abadala babeyocabangela ngokucophelela ubuhlobo bakho nofileyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova wazibonakalisa kanjani ethembekile kuJesu, futhi kwaba namuphi umphumela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, wagcina eyile eNineve futhi wazixwayisa izakhamuzi zakhona ngenhlekelele eyayiza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Washintsha Izinto Eziza Kuqala Kuye (J.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wathi: "Lungisa izindaba masinyane nalowo okumangalele."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengebalazwe i - Index ingakusiza kuphela uma uyisebenzisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, ezikhathini eziningi ukubusa okubi kuyimbangela yokuhlupheka!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziqubulo ezinjengezithi "Thatha iphakethe kunokuba uphafuze," "Ngithola injabulo yangempela kagwayi ngingokhelanga ngisho nokokhela," nesithi "Kudingeka ingcosana nje" ngokuhlakanipha zibonisa ukuthi usezingeni eliphezulu ngokwenhlalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
WAKE waphawula yini ukuthi izihloko ezibika izindaba ezimbi zivusa isithakazelo esikhulu kwabazifundayo kunezibika izindaba ezinhle?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa siyazikhethela ukuthi siyibonakalisa kanjani intukuthelo yethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenhla: ICodex Amiatinus Kwesokunxele: Umfanekiso ka - Ezra okuyiCodex Amiatinus
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umkhankaso wokushumayela owaqalwa ngalesosikhathi wenza kwakhanya ukuthi "isikhonyane" sasiphumile "kwalasha" futhi ukuhlasela 'kwabakhwele amahhashi' kwakuqhubeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isiguli singase simpontshelwe ngoketshezi (mhlawumbe iFFP, uketshezi olusha oluyiqhwa) ekwelapheni ukwethuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqondene nalokhu, uPawulu wathi: "Uyini uApholo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindaba ezinhle zimenyezelwa obala "kuyo yonke indalo engaphansi kwezulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye intsha yezwe ingase ibonakale ikahle ngoba nje ingabhemi, ingalusebenzisi ulimi olubi, noma ingahlanganyeli ekuziphatheni okubi kobulili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La mangqamuzana avumela ukuba izinhlayiyana nezinye izinto ezincane zidlule kuwo naphakathi kwawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngingena kuyi - Internet kuphela lapho bekhona abanye. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ebhalela amaHeberu, uPawulu ube esedonsela ukunaka esicini esibalulekile sokukhulekela kweqiniso: "Masikubambeni ngokuqinile ukulivuma kwasobala ithemba lethu ngaphandle kokuntengantenga, ngoba ukholekile lowo owathembisa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Abrahama wamlilela uSara wakhe othandekayo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ucabanga ukuthi iColosseum esiyinxiwa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokholo uNowa, ngemva kokunikwa isixwayiso saphezulu sezinto ezingakabonwa, wabonisa ukwesaba kokuhlonipha uNkulunkulu wakha umkhumbi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhohlisa ngokulungisa izindlu, ukukhohlisa ngocingo nokukhohlisa okungokwenkolo kuyizibonelo ezimbalwa nje zokuthi bakwenza kanjani lokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ikelp ingabiliswa ngemvubelo ukuze kukhiqizwe imethane gas futhi abacwaningi bakholelwa ukuthi izidingo zamandla kagesi ezingamaphesenti ayi - 10 zaseJapane zinganeliswa ngalomthombo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
LAPHO uJesu Kristu esho lawomazwi eminyakeni engaphezu kwamakhulu angu - 19 edlule, wayeqaphelisa abafundi bakhe ngezimfundiso nemikhuba yenkolo okuyingozi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abadala ebandleni lakini bangamadoda afanelekayo ngokomoya nawo angakuqondisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lentsha itshelwa ukuba ihambe noma ishiywa abazali bayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye bayakwazi ukuhlela izimo zabo ukuze bakhonze njengamaphayona avamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isizwe Esigulayo Sidinga Ibhalsamu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EMfuleni iGranicus echosheni elisenyakatho - ntshonalanga yeAsia Minor (iTurkey yanamuhla) uAlexander wanqoba empini yakhe yokuqala elwa namaPheresiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma imibhangqwana ihluleka ukulawula ulimi lwayo, ukungezwani okuncane ngokushesha kungaphenduka ingxabano engalawuleki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kwabonakala ngenkathi uAbrahama ebonisa ukukhathazeka ngezakhamuzi zaseSodoma futhi ebuza: "Umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ukulunga na?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn