sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Lapho iBhayibheli likhuluma 'ngomhlaba,' ngezinye izikhathi lisuke libhekisela kubantu abahlala kuwo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye baye bathola ukuthi ngokunakekela impilo yabo yonke, njengokunyakazisa umzimba okwanele, ukuba phandle emoyeni opholile kakhulu ngangokunokwenzeka, nokulala ngokwanele, ibala lesikhumba sabo liba ngcono futhi isimo sesifo sokonakala kwesikhumba sabo siyathuthuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba niyinkungu ebonakala isikhashana bese inyamalala. "- Jakobe 4: 13, 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, nokholo lwethu luqiniswa yilokho abaphostoli abathathu abakubona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayala abantu "ukuba balazi futhi bazijwayeze konke okuqukethwe [iBhayibheli]" futhi wathi ayikho enye indlela yokufunda 'ngezinto eziphathelene nokholo olunembile ngaphandle kokusebenzisa iVangeli laphezulu elingcwele.' - Filipi 1: 9, 10.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe babenephutha lokungamlaleli uFaro?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJuan, naye oyimpumputhe uthi, "Izwi lisiza oyimpumputhe azi ukuthi ubani okhulumayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phédon Vegleris, uprofesa osewathatha umhlalaphansi e - University of Athens nongummeli woFakazi, wagcizelela ukuthi inkambiso izikhulu zezwe eziyisebenzisayo kanye nezahlulelo ezizikhiphayo akuphikisani nje kuphela ne - European Convention kodwa nanoMthetho - sisekelo waseGreece.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yonke indalo idumisa uJehova neWundlu. - IsAmbulo 4: 11; 5: 2 - 5, 11 - 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ama - Israyeli abonisa ukuntula ukubonga ngemana elawagcina ephila, alibiza ngokuthi 'isinkwa esidelelekile.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleyondlela u - Abrahama waba umngane kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
□ Lalisho ukuthini igama elithi "ukukhulekela" kubantu ababekhuluma isiHeberu, futhi lokhu kusebenza kanjani koFakazi BakaJehova namuhla?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuba khona kwegunya kungabonakala kunoma imuphi umphakathi wesintu. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ziyabathanda kakhulu abantu abayothola lezi zincwadi bazijabulele, bafundiswe, bakhuthazeke futhi baqondiswe izimiso zeBhayibheli ezichazwe kuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indlela Ekhethwayo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wakwazi ukuphayona ngesikhathi efunda, futhi manje usenekhono azisekela ngalo njengoba eqhubeka nokuphayona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi sobusha, ubhekana noshintsho olukhulu, emzimbeni nangokomzwelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khetha ngokuhlakanipha ukudla okwengeziwe okusekugcineni kuleli Shadi Lesiqondiso Sokudla Elingunxantathu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka kanjani ukuthi uNkulunkulu wayelokhu ekhona? '- IHubo 90: 2.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lowo mhlangano wangiqinisekisa ukuthi njengomJonadaba nganginesibopho sokwenza konke okusemandleni ami ekusizeni isigaba sabagcotshiwe emsebenzini wokushumayela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
3: 10) Njengoba uhlakulela izithelo zalowo moya, ubudlelwane bakho nabanye buzothuthuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva nganikezela ukuphila kwami kuJehova uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakungenanqwaba yezibi eyayiwenza ubukeke kabi; kwakungekho zindawo zokulahla imfucumfucu ezaziwungcolisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwamazwe angu - 12 ahlolwa, yizwe laseSpain kuphela elingazange libale ubugebengu phakathi kwezinto ezintathu ezesatshwa kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumane nje kusho ukuthi lokhu ngeke kwenziwe umuntu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Yini, namuhla, ebonakala iphikisana namazwi kaSolomoni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi nabalandeli bayabalingisa, beqisa ekuboniseni kwabo ukwethembeka eqenjini labo noma isizwe sabo, bephehla izimpi ngaphambi komdlalo, nalapho uqhubeka, nangemva kwawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthambekele ekubekezeleleni izinto ababezibekezelela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, eyoku - 1 IziKronike 21: 1 ibonisa ukuthi uSathane owamshoshozela ukuba enze kanjalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lawo manzi sibe sesiwadlulisela emlonyeni ukuze siwaphuze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbhalo wamaVangeli weziyalezo zikaJesu kubaphostoli bakhe abayi - 12, futhi kamuva kubavangeli abangama - 70, ubonisa ngokucacile ukuthi babezohamba indlu ngendlu beshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwendaba enesihloko esithi "Ukungabi Nakhaya EYurophu: Ubhadane Lwesikhathi Sethu" ekuThe New York Times, ngaphesheya kweEnglish Channel, "eParis, amaqembu azimele athi okungenani abantu abayizi - 10 000 baphila emigwaqweni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Safika endaweni ethile encane enemizi, sehla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi iseluleko esihle salencwadi sokuphila ngokuvumelana nokulungisiswa kwethu sisemqoka ngawo wonke amaKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba imigwaqo namasimu kwakunothuli noma udaka, izinyawo zabantu zazingcola nakanjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Thina namuhla asijwayelene eduze noJesu njengoPetru.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakubangela Amahloni Ngempela
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli liyasibopha, njengalabo abathandwa uNkulunkulu, ukuba 'sizihlambulule ekungcoleni konke kwenyama nokomoya.' - 2 Korinte 7: 1.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Omunye umgcini wobuqotho kwakunguJobe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke, ngosizo lwakhe ningenza umshado wenu uphumelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, isazi - mlando sasibhekisela kuJuda Iskariyothe, owamukela izinhlamvu ezingu - 30 zesiliva njengentengo yokukhaphela uJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi akumelwe silokothe sesabe izitha zethu eziqhoshayo, ngoba "owethemba uJehova uyalondeka."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, amazwi akhe okuhlakanipha kanye nomusa wakhe wothando kwaziswa kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uPawulu ebhala ukuthi "yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu futhi inenzuzo," ingabe wayekhuluma ngeTestamente Elisha kuphela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesasasa elikhulu, abacwaningi abagogodile, izazi zezinkanyezi eziyizimfundamakhwela, nabanye abaningi batheleka e - Afrika bezobona loku kusitheka kwelanga kokuqala kule nkulungwane entsha yeminyaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izimiso zikaNkulunkulu esingazithola kule ndaba?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kokunye, ukucwaninga kwaso kwakugxile ekutholeni imvubelo yotshwala engokwemvelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INDIZAMSHINI EBIZA KAKHULU
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungaqiniseka kanjani ukuthi lokhu kuyiqiniso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphila Kuleli Chibi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ngishilo ekuqaleni, kusukela ngisemncane nganginesifiso esijulile sokuya e - Afrika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yisho ezinye zezipho zikaNkulunkulu esingazijabulela kwamanje njengoba sisalindele izibusiso zesikhathi esizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngikubona ngokoqobo ukuba yiqiniso kwala mazwi: 'Nambithani nibone ukuthi uJehova muhle.' "- IHu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwe - American Automobile Manufacturers Association, muva nje elase - United States lifinyelele isibalo sezimoto eziyizigidi eziyikhulu elizikhiqizile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa uJehova wayesinakekela njalo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kancane kancane, ngaphansi kwesikhumba somuntu othole igciwane, lamaqhimiza ayakhula abe izibungu ezifinyelela kumasentimitha angu - 60 ubude.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile, lokho kuyoba 'ukusindiswa' ngomqondo omuhle kakhulu, nohlala njalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - December 17, 2001, icala layiswa eNkantolo YaseYurophu Yamalungelo Abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuwo wonke uMbuso waseRoma, amaCynic ayeshukumisa abantu ngokumemeza lapho ekhuluma.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho akudingeki sikhubeke uma kuvela izinkinga ebandleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu, nezilwane zabo kanye nezinqola, babewuwela lapho umfula engakakhiwa amabhuloho okuwela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokweNhlangano Yezwe Yezempilo (World Health Organization), umalaleveva ubulala abantu abayizigidi ezimbili unyaka ngamunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sibangelwa Yini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Womabili lamazwe aseJalimane aqalisa ubunye obungokomnotho ngoJuly 1990 futhi afinyelela ubunye obungokombangazwe ngo - October.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Akunakwenzeka!" - Kusho Ukuthini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabhala: "Angikhathali ukufunda lencwadi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusiza ngani ukuhlaziya nokwahlulela izinhlobo ezihlukahlukene zohulumeni babantu kuyilapho zonke izinhlobo zohulumeni ziye zabhekana nokungenela kukaSathane okungakhawuki?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Leliphupho laphetha ngalamazwi aveza injongo: "Ukuba abaphilayo bazi ukuthi oPhezukonke ubusa imibuso yabantu, ayinike amthandayo, amise phezu kwayo ophansi phakathi kwabantu." - Daniyeli 4: 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma lokho kuzwakala kunganelisi, sinezela ukuqhathanisa okulandelayo: "Uma uyindoda, amathuba okuba uphile uze ufinyelele [eminyakeni] engu - 100 makhulu ngokuphindwe izikhathi ezingu - 7 000 [kunawokuwina i - lottery]."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, cishe kwakukhona oFakazi abangu - 29 000 ababevela eSoviet Union.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wasongelwa ngokuthi uzobulawa, kwashiswa indlu yakhe futhi wadlwengulwa iqembu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naphezu kokwenza amalungiselelo omshado - ngisho nokuthola izindandatho zokuthembisana umshado - ukuqomisana ngokuphamazela kwaphela "ngosizi olukhulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuvimbela Inzalo - Kungani Kuyimpikiswano?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bengt Haglund noSven Cnattingius bahlanganisa ukwaziswa abakuthola ekuzalweni kwezingane eziphilayo ezingu - 280 000 eSweden.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ububonile Ubufakazi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwavela ubuBuddha, ubuConfucius, ubuZoroaster, nobuJain, ingasaphathwa eyefilosofi yokuhlakanipha yamaGreki kamuva eyayizowathonya kakhulu amasonto eLobukholwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, izindaba ezinhle zishunyayelwa ngezinga ezingakaze zishunyayelwe ngalo ngaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imibiko yanamuhla yokuzamazama komhlaba inikeza umbono okhanyayo wosizi oluzwiwa ngabantu olubangelwa ukuzamazama komhlaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezweni elivame ukuwohloza ubuntwana ngonya olungaka noma elibujaha ngaphandle kwesineke, akuve kududuza ukwazi ukuthi uNkulunkulu uthembisa isintu emhlabeni ikusasa elinjalo eliqhakazile!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amaphuzu Avelele Encwadi YesiHlabelelo SeziHlabelelo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Omusha ongumKristu okuthiwa uJoseph wasisebenzisa lesi simiso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izincwadi zakhe, ikakhulukazi ethi De libero arbitrio, zaziwundabamlonyeni eNkathini Ephakathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mathewu 21: 12, 13, 18, 19; Marku 11: 12 - 18; Luka 19: 45 - 48; Johane 12: 20 - 27.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwezinyanga ezimbili lendoda yaba ummemezeli ongabhapathiziwe, futhi ezinyangeni ezintathu yabhapathizwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhala esikulomagazini asisivumeli ukuba sixoxe ngazo zonke izinto ezingokomzwelo, ezingokokuziphatha, nezingokomoya ezihilelekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka indlela engijabula ngayo ngokuthi eminyakeni engaphezu kwengu - 65 edlule ngahlangana nomunye woFakazi BakaJehova owaphendula imibuzo yami eminingi esebenzisa iBhayibheli!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Udokotela angase atuse ukuba leyo mifantu ivalwe ngengxube yokuvala ukuze izinyo libe bushelelezi futhi kube lula ukuligeza, kanjalo livikeleke ekuboleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, manje yona, umyeni wayo, nabantwana babo ngobunye bayathuthuka ekwazini ngezindaba ezinhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasizilungiselela ndawonye izimpendulo, kodwa sasingalokothi sizitshele ukuthi ziphendule kanjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha ngemva kwalokho kwaxoxwa ngezithombe neziphambano embizweni yomphakathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulesi sibonelo sabo, singafunda ukubaluleka kokushumayela ngendlela ehlelekile ukuze umoya kaJehova usisekele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi kwathatha isikhathi eside ukuba ajwayele lelisiko: Uma owesifazane engena embuthanweni weningi, "ugaqa" ngamadolo aye "esihlalweni" sakhe phansi ukuze abonise inhlonipho emadodeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma amanzi eyiqhwa kulo mzila, imikhumbi esuka eYurophu kufanele isebenzise iSuez Canal, ihambe ngasemaphethelweni eningizimu ye - Afrika, noma inqamule iPanama Canal ukuze iyofika eMpumalanga Ekude.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Uma ungaqaphile, ungazithola umila izimpande zobugebengu!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uJesu ethi: "Uma iNdodana inikhulula, niyokhululeka ngempela," wayekhuluma ngokukhululeka ekugqilazekeni okukhulu abantu abake babhekana nakho - ukuba "yisigqila sesono."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindikimba zabadala
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ilandiswa uThomas Mclain
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isisekelo siwukuthi babheka eMbusweni kaNkulunkulu ukuba uqede noma ikuphi ukungabi nabulungisa okungenzeka babhekana nakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa uma uyihlela kusengaphambili indlela ozokwenza ngayo izinto, usekela izinqumo zakho emaqinisweni nasezimisweni ezitholakala eZwini likaNkulunkulu, ngeke ulingeke ukuba uthathe indlela engalungile. - 2 Thim.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungakadluli isikhathi eside ukuphila kwawo sekuba okokufuna imali njalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn