sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Phakathi namahora alusizi ekuphileni kukaJesu ensimini yaseGetsemane, uPetru, uJakobe noJohane "bozela ngenxa yosizi." - Luka 22: 45.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusuka Ebuthweni LikaHitler Kuya Enkonzweni ESpain
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isigaba sesigqila siye sakulungiselela kanjani ngesikhathi sakho ukudla okungokomoya ngeNdikimba yaso Ebusayo, futhi kungani ukuzithoba esigabeni sesigqila kufaneleka?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokutusekayo, abaningi babo bakwenqaba ukuvumela izinkinga ezihambisana nokufuduka ziminyanise ingokomoya labo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqoba ukudla, ukufasa izinkinobho - noma yimuphi umsebenzi owawudinga ukusetshenziswa kweminwe - ngangikuthola kunzima noma kungenzeki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lithi uJehova unguBaba wethu, thina siyizingane zakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cha, ngoba umphostoli uPawulu wabhala ukuthi "u - Adamu akakhohliswanga."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wakwazi ukuziphaphamisa ngokuvula amafasitela kungene umoya oncwaba nobandayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Elinye ikhehla lathi kumelwe ukuba uNkulunkulu ulikhumbule, futhi laqhumuka lahlabelela lithi sasithunyelwe yizingelosi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khumbula isixwayiso sikadokotela omkhulu wokuhlinza waseU.S.: "Ukubhema...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waphendula, wathi kubo: "UMose waniyala ngokuthini na?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lenqubo ibizwa ngokuthi i - peritoneal dialysis (PD).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile abantu bayazikhohlwa izinto abazithembisayo kodwa akunjalo ngoJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INhlangano Yabadayisi YeHansa yadlondlobala cishe phakathi nekhulu le - 14 leminyaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yimiphi imibuzo okufanele isibangele ukuba sihlaziye ukholo lwethu futhi sizikhandle ekuluqiniseni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, amanye amaKristu ekhulwini lokuqala kwadingeka athole iseluleko esiqondile sokuba 'ayeke ukufuna ukukhululeka' emishadweni yawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokuphothula ngaba umzalwane kuleli hlelo lenkolo, ngenza isifungo esinezingxenye ezintathu, ubumpofu, ukulalela nobumsulwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukushaqeka okungalindelekile kokwaliwa kwakuthena amandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UBarrande wathi injongo yomsebenzi wakhe yayiwukuba "athole iqiniso hhayi ukusungula izinkolelo - mbono eziyize."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ama - blood orange ayengaziwa ngokomthetho eSicily kwaze kwaba sekuqaleni kwekhulu lama - 20.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izisulu zize ngisho okwesikhashana zibe sesimweni sobuntwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sizozimisela ukwenza izinqumo ezisekelwe ekucabangeni kukaNkulunkulu ezindabeni ezithile njengoba imiBhalo ibonisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli LaboMdabu BaseMelika Lapho ngifunda isihloko esithi "AboMdabu BaseMelika NeBhayibheli" (May 8, 1999), isithakazelo sami sashukunyiswa ikakhulu ukubhekisela kwenu eBhayibhelini likaJohn Eliot ayelihumushele olimini lwamaNdiya aseMassachusett.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Awuholi imali eyanele! "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho nenkosi yakhona eNineve yaphenduka. - Jona 3: 1 - 6.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze zanelise ilukuluku labantu lokwazi, izintatheli zinikeza amanani awukulinganisela, ngokuvamile aphakeme, futhi "azivamile ukuwanciphisa amanani azo njengoba isikhathi siqhubeka."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu wasebenzisa uselwa ukuze afundise uJona isifundo sokuba nesihe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhulumisana kungenye indlela ebalulekile yokusiza izingane zenu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe kubekelwe eceleni imali yokunakekela impilo, ezokuhamba, izindleko zesikole, ukudla, nezindawo zokuhlala okuqashwe kuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwezinyanga ezimbalwa ekhululiwe, aqala ukufisa ukudla neziphuzo ayezithola eGibhithe abe esekhononda ngalokho uJehova ayewanika kona, aze ngisho afuna ukuphindela eGibhithe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La mavesi awanakusho ukuthi "uMoya unguNkulunkulu" noma ukuthi "uthando lunguNkulunkulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho uNkulunkulu ngokwakhe uyoqeda inzondo embi ingaphinde ibe khona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kungenzeka ngokushesha futhi kungakubulala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka ukuthi lo mfanekiso uyisikhumbuzo esinamandla kanjani sokuthi wonke amaKristu eqiniso kumelwe ahlale ephapheme ngokomoya!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDuduzile ubhekana nenkinga ecishe ifane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izingelosi ezithembekile ziwasebenzisa kahle amandla azo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, ukunamathela kwethu eZwini likaNkulunkulu akubathokozisi abefundisi beLobukholwa nabanye abaholi beBabiloni Elikhulu, umbuso wezwe wenkolo yamanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho sifika khona, kwangixhaphazelisa amathumbu ukuthola ukuthi umlawuli wekamu kwakunguMnu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abangaguli kakhulu banikwa iORS bese bededelwa ngemva kwamahora ambalwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waphindela kuye kabili ukuze axoxe naye ngeBhayibheli, kodwa ngemva kwalokho akaphindange wambona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1984 kwakungekho ndawo yokugembula ephethwe amaNdiya e - United States.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukupholisha iphepha kulenza lishelele, futhi lokho kwenziwa ngokulivumela ukuba lidlule phakathi kwamasondo ajikelezayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kuboniswe esithombeni, uphawu lwase - Akkad luka - 9 lubonakala ngokucacile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma - ke abalungileyo bengabusa, bangabajezisa abenzi bobubi futhi bathuthukise ukuziphatha okulungileyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthanda kwabesifazane amaxhumela kukhandla umzimba ngezindlela ezihlukahlukene.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, abantu baye bacabange ukuthi intsha isikhule ngokwanele futhi vele sekuseduze ukuba ihlukane nabazali.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Loluthando lubonakaliswa ngezindlela ezingokoqobo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indodana ihlala phakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yimiphi imibuzo nezinyathelo okudinga ukucatshangelwa ngokungathi sina abalingane abangamaKristu abahlala ngokwehlukana?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akumangalisi - ke ukuthi ukwakhiwa kwalo jantshi kwakuyoba esinye sezimanga e - Afrika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sincike ezinyosini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulalela Izixwayiso Zomzimba 21
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma ingabe kuhileleke ukuhaha okuthile - mhlawumbe isifiso sokuphila ngokunethezeka ngokwengeziwe? - 1 Thimothewu 6: 9, 10.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi nalesikhathi esinzima ngokukhethekile, ebusuku ngangidonsa ingubo yokulala ngemboze ikhanda lami futhi ngithululele inhliziyo yami ngezinyembezi kuJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Ubunye Obungokwenkolo Buseduze?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ummeli osendleleni yokuyogibela indiza uzizwa ephoqelekile ukuba aphuze ukuhamba ngokubhala 'umbiko owodwa nje.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KuChoong Keon noJulie kwaphinde kwaba sengathi lawo mazwi abhekiswe kubo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, laba banolwazi olunembile lukaNkulunkulu, ulwazi oluyimfuneko yokuphila. - Mathewu 5: 5; Johane 17: 3.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiliphi ilungelo lenkonzo elihloniphekayo elisondela ekufezekeni kwalo okugcwele, futhi kuyini ukuzimisela kwethu kulokhu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, nakuba ngilihlonipha ifulege, angilishayeli indesheni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngokuphathelene nobuso bukaSue, kulabo abamazi kahle, buhluke kancane kodwa noma kunjalo bunikeza udumo kudokotela owamhlinza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngokuthakazelisayo, encwadini yeBhayibheli yasendulo uGenesise, uMose waloba ukuthi indawo yonke yayinesiqalo nokuthi ukuphila kwavela kancane kancane ngemva kwezinkathi ezithile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ukwethembeka kuJehova, okusekelwe olwazini olunembile, kunjengentambo esenza sigxile futhi kusiholela ekusindisweni. - Efesu 4: 13 - 15.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Luwusuku oluyofinyelela emvuthwandaba lapho uJehova ahlulela inkolo yobuBabiloni futhi ehlanganisa umlobokazi kaKristu ongabafowabo abangu - 144 000 neNkosi yabo yasezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusukela ngaleso sikhathi angisafune kuzwa lutho ngoNkulunkulu. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umlobi ongumRoma Katolika futhi ongumvubukuli u - Adolphe - Napoleon Didron wathi: "Isiphambano siye sakhulekelwa ngendlela efanayo, uma kungeyona elinganayo, noKristu; lolu khuni olungcwele cishe ludunyiswa njengoNkulunkulu uqobo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UnguNkulunkulu onembayo noneqiniso ngokungaphazami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, kusukela ngo - 1914 izindaba ezinhle zoMbuso ziye zahlanganisa nesici esisha esivusa amadlingozi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngeshwa, abantwana abaningi ngokuvamile banukubezwa khona kanye ekhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bangenza ngizizwe ngikhethekile, hhayi ngenyanywa. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ifektri ngemva kokuba yandisiwe ngo - 1949
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba abantu abaningi abathumela imiyalezo abanaso isineke sokuchitha amahora noma ngisho imizuzu, belinde impendulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isizwe sikaNicarao sasihlala endaweni ewumdweshu ephakathi koLwandle iPacific nechibi elikhulu iNicaragua.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMlando waseBabiloni, izibhebhe zobumba zasendulo okwakubhalwe kuzo izenzakalo ezinkulu, uthi inkosi yaseBabiloni "yahaqa umuzi wakwaJuda [iJerusalema], futhi... yawuthatha umuzi yathumba inkosi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kusithinta kanjani isikhumba?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho sifika ogwini lwaseSpain, ngangikhathele ngiyingcuba ngingasakwazi nokuhamba. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, nguYe "ophulukisa zonke izifo zakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izimbangela zokwesaba ezikhona, futhi yini eyabikezelwa ngesikhathi sethu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zonke iziboshwa zazifa indlala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthando lukaNkulunkulu alupheli nanini; luhlala phakade. - 1 Korinte 13: 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akunjalo, ngoba imiBhalo iyakukhuthaza ukusebenza kanzima.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Engqamuzaneni ngalinye kunohlaka olumise okwentambo okuthiwa i - DNA (deoxyribonucleic acid).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva u - Amose waphinda leli qiniso elimangalisayo ngomjikelezo wamanzi nokuhamba kwawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngangisakholelwa kuNkulunkulu futhi ngangifuna ukumkhonza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekuqaleni ngacabanga ukuthi kwakuyiqhinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ucabangani: Ingabe okwenziwa oFakazi BakaJehova kuyavumelana namazwi kaJesu aphathelene nothando lokuzidela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova Usisiza Ukuba 'Sibale Izinsuku Zethu'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka yini ukuthi nathi siba naleso simo ngezinye izikhathi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusakaza Amagciwane
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - WHO ithi: "Lapho kuhlelwa ngokulandelana amazinga okulutha kwezidakamizwa ezithinta ingqondo, kwatholakala ukuthi i - nicotine ilutha ngaphezu kwe - heroin [kanye] ne - cocaine."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isibonelo esivelele inhlangano yomshoshaphansi yobuKatolika ebizwa ngokuthi iOpus Dei (ngesiLatini, uMsebenzi KaNkulunkulu), leyo okwamanje ejabulela ukuthandwa upapa, futhi ngokomlobi uLawrence Lader, "ezinikele ngokuphelele kwezombangazwe zokumelana nobukhomanisi nezokushisekela ushintsho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umqophi wezithombe okuthiwa uCelo waqala ukwazisa okuthile okuyigugu kakhulu kunodumo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sisho wena, Nkulunkulu!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPhilip ukhumbula ukuthi kwaphela iminyaka eminingi izenzo zakhe zibonisa ibandla ukuthi akawufuni umthwalo wemfanelo owengeziwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe uzishaye indiva izinkulumo zabantu abangazi lutho ezinciphisa ubukhulu balenkinga: "Ukuba ubungadli kakhulu, ubungeke ube nesisindo eseqile!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, omunye umjikelezo uqala ebangeni elingamakhilomitha ayizigidi ezingu - 58 uye ebangeni eliqhele ngamakhilomitha ayizigidi ezingu - 344 enkanyezini ezungezwa yileyo planethi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
LAPHO uInnocent III ebhala lawomazwi ekuqaleni kwekhulu le - 13 leminyaka, iSonto lamaKatolika lenkathi ephakathi lalidlondlobele ngamandla alo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuze kube manje awukabikho umjovo wokugoma noma amakhambi akhethekile atholakalayo egciwane laseNtshonalanga YeNayile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokukamagazini i - Safety + Health, amaphilisi anokusansimbi ayimbangela eyinhloko yokubulawa ushevu kwezingane ezineminyaka engaphansi kweyisithupha ubudala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani Ecela Intethelelo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn