sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ingabe Ngikulungele Ukushayela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho naphezu kokucindezelwa okunamandla kokulahla ukungathathi - hlangothi kwabo, oFakazi baye bathembeka eMbusweni kaNkulunkulu kuqala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho ulwazi luyigugu kakhulu kunamagugu abonakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emuva ngo - 1788, uMbusi uPhillip wacashunwa esho lokhu ngeTheku LaseSydney: 'Ngobukhulu nangokuphepha, lidlula noma yiliphi engake ngalibona, namatilosi angomakad' ebona ayenami avuma ngokugcwele ukuthi liyitheku elihle nelivulekile, elijule ngokwanele ukuba kuhlale imikhumbi emikhulu nelinendawo yokwamukela ngokuphephile imikhumbi kungakhathaliseki ukuthi mingaki. '
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba abesifazane abaningi beya emakolishi futhi bengena emisebenzini, bengasavalelwe emakhaya, kuye kwaphakama indaba yezinguquko zokuziphatha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yinto engenakuphikwa ukuthi uJesu wayefana noMose ngezindlela eziningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, kubonakala sengathi kwakunguyena yedwa 'owayehamba noNkulunkulu,' ephishekela inkambo yokulunga evumelana neqiniso likaJehova elembuliwe. - Genesise 5: 18, 24.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izazi zithi ukugqunywa kwakusetshenziswa ukuze kulondolozwe inhlanzi kokubili eSweden nakwezinye izindawo eNyakatho Nkabazwe ngaphambili kakhulu kwekhulu le - 16.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokungafani nabantu abangenalo uthando namuhla, labo abakhonza uJehova babathanda ngempela abanye abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Laba bantu abathobekile babedinga izincwadi ngolimi lwabo ezizobafundisa ngoJehova!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, nakuba iningi labathi bangamaKristu likholelwa ukuthi uNkulunkulu unguZiqu - zintathu, abaningi bayavuma ukuthi le mfundiso ayiqondakali.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kwakudingeka athole imvume yabaphathi besikole.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo abaholwa umoya kaNkulunkulu bafunda ukuthanda lokho okuthandwa uNkulunkulu futhi bazonde lokho akuzondayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma nje babeyolalela, isizwe 'sasiyophakama ngaphezu kwazo zonke ezinye izizwe zomhlaba.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba sinesitha esinjalo esinamandla, esingaphezu kwabantu esiphumele ukumelana nathi esiyizidalwa ezingabantu abangaphelele, singabugcina kanjani ubuqotho bethu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba imfundiso yesonto ithi abalungile baya ezulwini kanti ababi baya esihogweni, awungeni ndawo kuyo umhlaba oyipharadesi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sebenzela ukubambelela esibophweni owasenza ngosuku lwakho lomshado
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cha, lena kwakuyinto eyigugu kakhulu, inkululeko engeke inikezwe yimithetho yomuntu noma imibono yombusi othile ongumuntu, kodwa enikezwa nguMbusi ophakeme wendawo yonke, uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bayafana nabo bonke abantu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abacwaningi baye bathola ukuthi izinkinga ezikuyi - RNA zihlobene nezifo eziningi, ezinjengomdlavuza, ukhwekhwe ngisho ne - Alzheimer.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqinisekise ukuthi ukuceba isigangi kuhle ngaso sonke isikhathi - ngisho noma siyethembisa izipho noma siyethusa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuqhathaniseka nezigidi ezingu - 437, ezisakazeke emhlabeni wonke, ezikhuluma isiNgisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulokhu umshayeli webhasi waphumela eceleni komgwaqo, wamisa ibhasi, futhi wayefuna ukubona ukuthi yini eyayithakazelisa kangaka kulabomagazini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekuqaleni, othile angase asisize sibe nolwazi lwemiBhalo oluyisisekelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungayilulazi inkinga yakhe ngamazwi anjengokuthi, 'Kuzodlula' noma, 'Izinto azizimbi kangako ngempela.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yigcine ngokucophelela imiyalo kaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babedele lukhulu ukuze bazinikele ngokugcwele emsebenzini wokushumayela ngoMbuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abaqondayo babona kusengaphambili ukuthi ezentengiselwano zingaqalisa futhi zibhubhise indawo engokwemvelo ejabulisayo ezungeze lesimangaliso sendalo kaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okwamanje, amabhange nezitolo ezinkulu sekuqalile kakade ukusebenzisa i - euro, kuvulwa ama - akhawunti e - euro futhi kubekwe amanani entengo e - euro eceleni kwamanani emali yendawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa "abazange baqaphele ukuthi umbala wabo oluhlaza okwesibhakabhaka waseGibithe wawungukuzigwaza ngowabo emsebenzini wabo wobuciko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okubaluleke nakakhulu, ngizizwa ngisondelene nakakhulu noJehova. "- Funda uMathewu 5: 3, 6.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yisiphi isibonelo eMthethweni kaMose esibonisa indlela uJehova azizwa ngayo ngabantu bakhe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala u - Enoke wayesengozini eyayingaholela ekufeni lapho 'uNkulunkulu emthabatha.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Niyothola imiphumela emihle kakhulu uma nixoxa ngokukhululekile ngalezi zindaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho uma umKristu ekuthola kunzima ukwamukela isiphetho sokuthi abavusiwe ngeke bashade, angaqiniseka ukuthi uNkulunkulu noKristu bayaqonda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngokushesha izinyane lisuke selimi ngezinyawo, futhi ngemva kwemizuzu engu - 30 lisuke selingamshiya umuntu ngejubane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinceku zikaNkulunkulu ziye zazikhandla kanzima ukuze zihambisane nenqola kaJehova yasezulwini, inhlangano yakhe yasezulwini, eqhubeka ngokungenakuvinjelwa ukuze ifeze izinjongo zikaJehova. - Hezekeli 1: 4 - 28; 1 Korinte 9: 24.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sihamba phambili ekufeni kwezingane, futhi sithathelwana kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yahleka usulu: "Lona ucabanga ukuthi uzovuswa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zinto ezihlolwayo zihlukaniswa ngezinhlamvu ezinjengo - A, B, C, D, L noma u - Q.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunokwakha amaphupho ngento ofuna ukuyenza kodwa ongayenzi, gxila ekusebenziseni izimo zakho zamanje ngokuzuzisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Luhlobo luni lomthandazo oluyoqinisa ukholo lwethu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kwabikezelwa, liyakhula izinga lokungabongi kwabantu kulezi zinsuku zokugcina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akakhohliswanga izithembiso zikaSathane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba sibonile ezihlokweni esesixoxe ngazo, iZwi likaNkulunkulu lingasisiza sikwazi ukubhekana nezinkinga zansuku zonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lolu hlelo lubonisa ukuthi ithikithi lathengwa ehhovisi lamathikithi lenkampani yezindiza noma enkampanini ethengela abantu amathikithi okuhamba noma nge - Internet.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Intombazane yasemaphandleni ayizange ibe nemizwa yothando ngoSolomoni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe nathi siyosabela ngendlela efanayo lapho sondla izingqondo nezinhliziyo zethu ngala mazwi namanye ayigugu oMfundisi Omkhulu, uJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngizomdubula mina! "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, abafundi bakhe babengenawo amandla noma indlela yokuvala onogada bamaRoma ababemi emnyango wethuna.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngekhulu le - 11, yayimbalwa kakhulu imibhalo yeBhayibheli yesandla yesiGeorgia eyayitholakala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho kwangathi singahlale sithembela kuJehova njengoMondli, uMlungiseleli noMvikeli wethu ongenakuqhathaniswa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nginomkhaya wakithi epulazini lasekhaya eSt.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Clark noVictor Blackwell, nabo abangoFakazi BakaJehova, babeqiniseka ukuthi lalingeke lahlulelwe kahle icala lethu eBrookhaven.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Elke: "Lapho ngisesezweni lakithi e - Austria, ngangivame ukuthandazela isifundo seBhayibheli esisodwa nje kuJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuza kukaJesu emandleni oMbuso kwaboniswa ngokuguqulwa kwakhe isimo, ukubonakala kwakhe ekhazimula phambi kwabaphostoli abathathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke waphuma endlini yokugezela esesitezi sokuqala, ngokumangalisayo engalimele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ukudla okungaphephile, okungagulisa abantu, kungase kubangelwe nayilokho thina esikwenzayo noma esingakwenzi - emakhishini ethu. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke, izenzo ezinjalo ziyamukeleka, futhi oFakazi BakaJehova bayazazisa ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UEksodusi 20: 7 uthi: "Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugcina lokhu engqondweni kungasisiza ukuba singalahlekelwa umbono wezinye izici ezibalulekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyakhumbula, "Ngayeka isikole ngemva konyaka wami wokuqala ukuze ngisize umkhaya wakithi ngezidingo zokuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe "Ukukipita" Akusona Isono?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokweBhayibheli, izingelosi ziyimimoya, njengoba nje noNkulunkulu enguMoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imisipha iyizicubu eziqinile, ezinwebekayo ezenza izitho zomzimba wakho zisebenze futhi ziyiveze ngezenzo indlela ocabanga nozizwa ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okuyojabulisa uJehova uNkulunkulu futhi kudambise ukucindezeleka kwakho akukhona ukudabuka okungapheli kodwa ukuthatha izinyathelo eziqondile 'zokulungisa okungalungile.' - 2 Korinte 7: 8 - 11.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izimvu ezingenamalusi zihlupheka kakhulu ezandleni zabahlaseli, njengoba kunjalo ngezimvu ezinabelusi abangakhathaleli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngasekuqaleni kweMpi Yezwe II, kwakunesibonelo esicacile sesithakazelo esishaqisayo ezinhlekeleleni ezehlela abanye abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
8 Amazwi Ahlakaniphile Ayisikhombisa
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nginomuzwa wokuthi ngithole yonke le miklomelo ngenxa yokuqeqeshwa engiye ngakuthola eSikoleni Senkonzo Esingokwasezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho bhekana namaqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho uyokhunjulwa ngani wena?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubukhosi Obusha Bomhlaba Wonke
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaningi babheka ukuthola umngane womshado njengenye yezinto ezibaluleke kakhulu ekuphileni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kungathiwa ukufundisa kwaphezulu kuyisimiso semfundo yembulunga yonke esiphumelelayo nesizuzisa kunazo zonke?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Yimiphi imiyalo ephindaphindwayo esishukumisela ukuba sidumise uJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani ungaqhubeki ulihlola?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umdwebo osemzimbeni wami okhumbuza mina kanye nomkhaya wami nabanye ngomlando wami njenge - yakuza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngezinye izikhathi ukuba kwesonto nezabelo zezimali ezimbonini, izithakazelo ezingokwezombangazwe ezixhaswa yinkolo ngokwezimali, nokuphila ngokutamasa kwabefundisi abakhokhelwa imali eningi kuye kwaphakamisa imibuzo ngokufaneleka kwenkolo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
USieh ube esebuza ecabanga ngeLos Angeles: "Kungenzeka yini ukuthi sehlelwe ukuzamazama okukhulu ngempela, okunesilinganiso esingu - 8, okuyoqala ngaphansi nje kwenkaba yedolobha?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akenezelanga emithwalweni yabantu esindayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova usitshelile ukuthi ufuna abangane bakhe babe abantu abanjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okubaluleke kakhulu, kuveza amaqiniso ayosisiza ezikhathini zosizi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Olunye uphawu olusabisayo ukuthi nakuba izinhlekelele zanda, ukuxhasa kukahulumeni ezosizo oluphuthumayo kuye kwehla emazweni amaningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phela, ezokukhangisa zingenza osemusha ovamile azizwe elusizi uma eye wahlala ekhaya noma engazange athole sipho ngoBusuku Obandulela UKhisimusi!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imaphi amaphuzu abazalwane okufanele bawakhumbule lapho bemelela ibandla ngomthandazo wasobala?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaningi basibonga ngokubaduduza ngokomoya ngale ndlela. "- 2 Korinte 1: 3, 4; Jakobe 1: 13.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indlela Yokulawula Ukucindezeleka
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lombhalo ufundeka kanje: "Kungani ukuba abezizwe baxokozele, nabantu bazindle ngokuyize na?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isabelo sami sasiwukunakekela ubusuku nemini izingane ezimpofu futhi ezingenabani ezingaba ngu - 30 ezaziyizintandane noma izingane zeziboshwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yayimlungele kahle uTodd!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbhali ongaziwa wencwadi ethi The Epistle to Diognetus wathi amaKristu anjengenhliziyo 'egcina umhlaba ubumbene.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe le mininingwane eminingi yesiprofetho sikaNkulunkulu yagcwaliseka ngokunembile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, lezozincwadi zazanele ukuba zikhonze izidingo zethu izinyanga eziningana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli libiza uSathane ngokuthi 'uyise wamanga' nangokuthi "inyoka yokuqala."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuba Abenzi Bokuthula Ebandleni
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokulandelayo, kwaphakama omunye umbuzo: Njengoba ngokusobala uNkulunkulu enamandla nokuhlakanipha kokususa ukuhlupheka komuntu, kungani eye wavumela usizi olungaka kuze kube manje?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe ukwenza lezi zinto kwakubancisha inkululeko?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NjengoMbusi onobulungisa ngempela, uJesu 'uyokhulula ompofu okhalela usizo, nohluphekile nanoma ubani ongenamsizi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, siyoba nazo izinkinga uma nje lesisimiso sisekhona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn