sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Kunabuphi ubufakazi bokuthi uJesu wayethembele kuJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ukwesaba okwezwiwa uJesu ngoYise kwakungafani nanokukodwa kwalokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kungenangqondo ukufuna ukulingisa abantu abangamkhonzi uJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuwo lowo mfanekiso, uJesu uyachaza ukuthi kungani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izimbotshana ezisesikhunjeni ngaphandle ziholela enxanxatheleni yezintunja namagumbi atholakala kuwo wonke umzimba wesipanji.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye sazo sabhala: "Ngibhala ngichichima injabulo futhi ngihlengezela izinyembezi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungawalindi aze akhangise ngomsebenzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbulalazwe Wenkinga Yokugembula
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba singazange sibusiswe ngabantwana, sabusiswa ngalokho abaningi abakubheka njengomshado omuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akekho kwabanye abaphostoli oqondayo ukuthi uJesu usho ukuthini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Araba (IRift Valley)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kodwa," njengoba kuphawula uWootton, "amaphiko ezinambuzane akhiwe ngobuhlakani obukhulu kakhulu kunoseyili futhi athakazelisa ngokwengeziwe ngendlela ehlukile....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuntu angase acasuke kakhulu kangangokuba athi enhliziyweni yakhe: 'Uma izinto ezinjena ziqhubeka, angifuni ukuba yingxenye yebandla.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu, iNdodana kaNkulunkulu ephelele, wayengenamahloni okucela usizo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekugcineni, uma usuqiniseka ukuthi usezingeni eliphezulu ngenxa yobufakazi obutholile, ubungamethemba futhi umvumele akuhlinze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UWilliam wangena wathi qalaqala ezethamelini, wangibona ngisendaweni yesikhulumi, waphuma ngejubane ehholo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abacwaningi bathi eminyakeni engaphezu kwengu - 30 edlule, kuye kwakhiqizwa ukudla ngesilinganiso esingaphezu kokwanda kwabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Omunye umlobi usikisela ukuthi phakathi naleso sikhathi uSawulu 'wayeshumayela ngoKristu emasinagogeni abaHlakazekile kangangokuthi washushiswa yiziphathimandla zenkolo kanye nezombuso.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UmKristu owayelwa nokuzizwa engelutho uyakhumbula: "Kwakunabangane ababengitshela izinto ezinhle ngami ukuze bangisize nginqobe imicabango engemihle enganginayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungase ukhuthaze umbhangqwana oshadile osupholile ukuba uzindle ngesikhathi uqala ukufunda iqiniso eliseZwini likaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Le ndoda yayithembeke ngendlela ephawulekayo, ilungile futhi ilalela - indoda yokholo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akukaze kuboniswe ngaphambili indlela incwadi kaDaniyeli esebenza ngayo ngempela kithi ngabanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKora wayenomthwalo wemfanelo ohloniphekile kwa - Israyeli, kodwa akanelisekanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile, umsebenzi wazo kanye nowezisebenzi zokuzithandela ezingu - 5 500 ezisendlunkulu yeNhlangano ubalulekile ekugcwalisekeni kwesiprofetho sikaJesu Kristu sokuthi 'lezi zindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu zaziyoshunyayelwa emhlabeni wonke owakhiwe ngaphambi kokuba ukuphela kufike.' - Mathewu 24: 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu walahla abaholi benkolo bosuku lwakhe ngenxa yokuthi babenza umfundi ngamunye wabo "afanelwe yiGehena."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinto azilungi ngosuku oluludwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu ubonisa ngaziphi izindlela manje ukuthi uthanda ukulunga nobulungisa, futhi yini okufanele sizibuze yona?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ukuthatha ngamawala kungase kukwenze umuntu omubi ngaphezu kwenhlebo ngokwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasidabukile ngokushiya iBenin.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NjengamaKristu azinikezele, sihlanganyela ngenjabulo emsebenzini wokubuthela abakhulekeli abengeziwe ethempelini likaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, unokuthula kwengqondo, ukuzihlonipha ngisho mhlawumbe nezimali angazinikelela injongo enhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini eziyibona ibaluleke kakhulu kuwe - umsebenzi wakho noma ubungane bakho noJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba lapho ngibuthakathaka, kulapho - ke nginamandla. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zenzo zibangelwa yizimfanelo ezinjengomusa, ikhono lokucabanga, ukuhlakanipha okusebenzayo kanye nomuzwa wobulungisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umcebo Okhazimulayo Ezitsheni Ezibuthakathaka
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ngangifunda lesi sihloko, ngakwazisa ngokujulile ukuthi izinzipho ziyingxenye emangalisayo yomzimba wethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa kungani ushaka omhlophe usebenzisa leli lisu lokuluma bese uyakhafula?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusebenzisa amandla nesikhathi sethu ukuze sisize futhi sikhuthaze abanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho umuntu ngamunye ethatha ipeni asayine incwadi engokomthetho emazweni aseNtshonalanga, ngokunokwenzeka kunothile ezweni laseMpumalanga naye othatha i - chop, ayicindezele izikhathi eziningana oqwembeni lukayinki obomvu, bese egxiviza ngokucophelela "isignesha" yakhe emgqeni wamachashazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ULena uyaqiniseka ukuthi ukuxoxela omakhelwane bakhe njalo izindaba ezinhle eziseBhayibhelini kumsiza ngezindlela ezimbili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, uJehova unguBaba obadlula bonke ongabacabanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Maduze nje uzophinde abaqede bonke ababi emhlabeni futhi asindise abanezinhliziyo ezimnene. - IHubo 37: 10, 11.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngezinye izikhathi ukuphindaphindwa kwamagama afanayo kushiwo ngolimi olungcole kakhulu, nolwethusayo ongalucabanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuvuselelwa Kwesayensi Ngenguquko, 5 / 22
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho abacwaningi beqaphela ukuthi lesi sifo sasihlukile kwezinye izifo, basibiza ngokuthi isifo saseLyme.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu wachazela amaKristu omuzi wasendulo waseKorinte umahluko phakathi komuntu wenyama, okungukuthi, umuntu owenza ngokwezifiso zenyama, nomuntu ongokomoya owazisa izinto ezingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekujuleni kolwandle, ososayensi baye bathola izinhlobo zezinto eziphilayo ezazingaziwa ngaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa yeka ukuthi kujabulisa kanjani ukunconywa singalindele ngendlela ephakeme esigqoka ngayo nesiziphatha ngayo thina nentsha yethu!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva konyaka nengxenye, kwase kusele kancane simise ibandla lapho mina noBennett sithola isimemo esikhetheke kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nanamuhla, abantu abaningi bacabanga ukuthi labo abaphila ngezindinganiso zikaNkulunkulu bayinqaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lowo mbuzo uyabacasula abanye abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngendlela efanayo, ukugcwaliseka kwanamuhla kwesiprofetho sikaHezekeli kubonisa lokho okuyokwenzeka kulabo abanethemba lokuphila ezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabangela isibonelo sowesifazane esizombiza ngokuthi uBarbara.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Kungani abaningi eThesalonika balamukela iqiniso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isithombe esisesembozweni sibonisa oFakazi BakaJehova begqoke amabhantshi anonxantathu onsomi ngakwesobunxele futhi ophendukezelwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lingenza nokuba ingane iqophisane nawe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba abantu ababedla ndawonye babakha isibopho phakathi kwabo, ngakho labo ababehlanganyela ezilwaneni ezenziwe umhlatshelo babehlanganyela e - altare futhi babenenhlanganyelo nonkulunkulu wamademoni owayemelelwa isithombe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthandaza ndawonye nsuku zonke nakho kubaluleke kakhulu ekwakheni umshado ongamelana nokuhlasela kwezwe likaSathane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali kudingeka baxoxe nezingane zabo bazitshele ngokucacile okulindeleke kuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umhubi uDavide ngokufanayo wayengathi: "Wena uyithemba lami, Nkosi Jehova, ithemba lami kwasebusheni bami." - IHubo 71: 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indodana yomfelokazi Umprofethi u - Eliya wavusa indodana yomfelokazi owayehlala eZarefati, enyakatho yakwa - Israyeli. - 1 AmaKhosi 17: 17 - 24.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhathi sokuba wedwa esilinganiselwe yilokho izigidi zentsha ezinakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KumaHeberu 6: 1, 2, uPawulu wabhala: "Ngakho - ke masidlule esifundisweni [esiyinhloko, NW] ngoKristu, siqhubekele kokupheleleyo, singabuyi sibeke isisekelo sokuphenduka emisebenzini efileyo, nokukholwa nguNkulunkulu, nesifundiso sombhapathizo nokubeka izandla, nokuvuka kwabafileyo nokwahlulelwa okuphakade."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wahlabelela: "Ngizokuphakamisa, Nkulunkulu wami Nkosi, futhi ngizolitusa igama lakho kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Ukuhluzeka kwengqondo' okunjalo kungasisiza sikucabangisise ngokucophelela ukukhetha esinakho bese senza isinqumo sazi. - Thithu 2: 12.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umhubi wathi: "UJehova uyamhlola olungileyo; kepha omubi nothanda ubudlwangudlwangu umphefumulo wakhe uyamzonda." - IHubo 11: 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunzima ukuchaza injabulo engangiyithola njalo lapho ngithola impendulo yencwadi ethile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IPiedra Volada, enye yezimpophoma eziphakeme kakhulu emhlabeni, yehla ngamamitha angu - 453, kanti iBasaseachi yehla ngamamitha angu - 246.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli liveza le ngozi, lithi: "Lapho omubi ebusa, abantu bayabubula." - IzAga 29: 2; UmShumayeli 8: 9.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UTorben waseDenmark ongumKristu, uthi, "Ukusekelwa abanye kwakuyinto ebaluleke kakhulu kimi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngabheka ibhuku lezingcingo futhi ngenza izinhlu zezinkampani ezingase zibe nemisebenzi engakhangisiwe, ngabe sengithintana nazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma ingabe ngezinye izikhathi uba nomuzwa wokuthi akekho onendaba nawe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ngangiwukuphela komFundi weBhayibheli ongaboshiwe, ngakwazi ukubahambisela ukudla ejele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha ngalahla lomuthi emgqonyeni wezibi futhi kamuva ngahambisana no - Elias ukuya njalo emihlanganweni yoFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalesi sikhathi, imikhumbi yempi yamaNgisi yayisiphelelwe yiziqhumane, ngakho yaphindela ogwini lwaseNgilandi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngafunda nokuthi abafileyo abezwa lutho, ngakho uNkulunkulu akabajezisi abantu ababi esihogweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) UJesu wabaphendula kanjani abaphostoli?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindlela Ezingezinhle Zokwenza Ushintsho
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubulala Ngamanetha
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova akavumelanga muntu ukuba asiqede lesi sipho sakhe asilungiselele abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye bambiza ngokuthi "umuntu ominzayo nothanda ukuphuza iwayini, umngane wabathelisi nezoni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungawezwa amanye amaphunga amnandi alezo zindawo zokudla?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kokuba uhlupho kubantu, izifo ezithwalwa izinambuzane ziwumthwalo osindayo ngokwezimali, ikakhulukazi emazweni asathuthuka - amazwe angenamandla okuwuthwala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ube esesipheka lesi sidlo, agqokise uJakobe njengo - Esawu, abese ethi makaye kuyise. - Genesise 27: 1 - 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UBanele: Ubonakala ungumuntu onomqondo ovulekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ishada, indoda ithatha umthwalo wemfanelo wokondla umkayo nabantwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Andrea wenza kanjalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UWilliam Holmstrom
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Injabulo yeqiniso ekukhulekeleni kwethu isekelwe ekuqapheleni lokho uJehova akwenze ngokoqobo ukuze abonise ukuthi uyasithanda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungamkhazimulisa uNkulunkulu ngomsebenzi wakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, ake sithi sifunda isahluko esithi "Okwenza Ukuphila Kokuhlonipha UNkulunkulu Kulethe Injabulo," encwadini Ulwazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa oFakazi BakaJehova bakwenza lokhu njengeqembu lenkolo elinobunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPetru wabhala: "Nabizelwa kulenkambo, ngoba ngisho noKristu wahlupheka ngenxa yenu, enishiyela isibonelo sokuba nilandele izinyathelo zakhe eduze."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Ca - A Cancer Journal for Clinicians iyaqinisekisa: "Ekuhloleni okwenziwe entsheni ezame ukuyeka ukusebenzisa ugwayi ongenantuthu, iyingcosana kuphela eyakwazi ukwenze njalo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinkulungwane ezomile ziyaqhubeka 'zihluma' futhi 'ziqhakaza' ziba izinceku ezithembekile zikaJehova uNkulunkulu. - Isaya 44: 3, 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Besengaphansi kwamanzi, kunjengokungathi baye bafa endleleni yabo yokuphila yakuqala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Azikho izimpawu zenkulumo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uyazi ukuthi izinto ezinengekayo ezabonakala embonweni kaHezekeli zakufanekisela kanjani ukukhonza izithombe kweLobukholwa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani ukuguquka kukaKorneliyu kwakuphawuleka ngokukhethekile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulawula intukuthelo yethu ngendlela efanele kuyosiza ekugcineni uthando emshadweni, ubunye bobuKristu, nokuthula komuntu siqu nenjabulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn