sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Umuntu angafunda ngezibalo zobugebengu; kuyinto ehluke kakhulu ukuzwa ngomfelokazi osekhulile eshaywa ngesihluku, ephangwa futhi edlwengulwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe babeyokhohlwa yileyo mfundo ebalulekile ngenxa yenkumbulo yabo engaphelele?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Manje sesilungele ukuhlikihlwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuzwa kwami impi okokuqala kwenzeka eNyakatho Atlantic lapho umkhumbi - ngwenya waseJalimane ucwilisa umkhumbi owawuseceleni kowethu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Evesini lesine uvezwa "evunulé ngegolide nangamatshe anenani nangamaparele."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngenxa yalokho, esikhundleni sokuba ziqonde, lezi ziqu zakha umklamo othandelayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Injani imikhuba yami yokutadisha?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma abadala besiza umenzi wobubi futhi esanguluka, aphenduke, amukele isiyalo nokulungiswa, akabe esaba ithonya elibi emoyeni webandla.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova uNkulunkulu angayiqeda imbangela yokugula.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayamukela inselele yokwandisa inkonzo yakhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengamanje, iqembu lemishini okuyiyona esetshenziswa kakhulu inesivinini sangempela sokuthumela semizuzwana engu - 45 ikhasi ngalinye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amanye amagama esiGreki ahlobene nalo adlulisela umqondo wokusebenzisa ukuhlakanipha, umqondo, noma ukuqonda. - Luka 1: 17; 12: 42; 16: 8; Roma 11: 25; Efesu 1: 8.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Namuhla abamelene nomsindo bagxile ezikhumulweni zezindiza njengoba izinkampani zezindiza zimelene ngokuqinile nemizamo yokushaywa komthetho omelene nomsindo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
9, 10. (a) Imiphi imikhosi yenkolo eyahlelwa iNkosi uJerobowamu I?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokomunye umbiko, wanqamula iziMpophoma ZeNiagara izikhathi eziningana, okokuqala ngo - 1859, ehamba entanjeni edonswe yaqiniswa engamamitha angu - 340 ubude futhi ephakeme ngamamitha angu - 50 ngaphezu kwamanzi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amajele Namakamu Okuhlushwa
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amadoda Okholo Afanekisela UKristu
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nalapho, akubonakalanga lushintsho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imikhankaso Yokulwisana Nokubhema - Akukho Lutho Olusha!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuyoba okufanayo nalapho lowo oshaye ucingo enqaba ukuzazisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yiqiniso, enye into ukumane nje nihlukane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UZweli: Lithi "bayodla ifa lomhlaba."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuyinhloko lushukunyiswa uthando olujulile ngoNkulunkulu nesifiso sokulingisa izimfanelo zakhe zomusa nokuphana. - Mathewu 5: 44, 45; Jakobe 1: 17.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaya esikoleni iminyaka engu - 7 kuphela, kodwa othisha babehlale besifundisa ngesiNgisi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli lithi 'kumelwe sisheshe ukuzwa, sephuze ukukhuluma.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli lithi: "Izinto zangaphambili ngeke zikhunjulwe."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Olunjani uthando 'olungenabuzenzisi'?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu." - 2 Thimothewu 3: 16
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho uPawulu eboshwe okokuqala eRoma, wacela lesi sithunywa esithembekile ukuba siyise izincwadi kwababekholwa nabo e - Efesu naseKolose.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Baye banqoba ngisho nakuba bebhekene nokufa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe ukwanda kwezinto ezingcolisa umoya kuyingozi kangako ngempela?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lezi zihloko ezimbili zidingida iziprofetho eziningana ezisencwadini ka - Isaya ezagcwaliseka kuJesu Kristu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekugcineni, ngathola umsebenzi wokuba umsizi kadokotela ejele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho sekubonakala kungathembisi, umoya washintsha futhi wadudulela imikhumbi ye - Armada enyakatho olwandle endaweni evulekile, ephephile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UKhaya: Okokuqala, khumbula ukuthi izikhathi eziyisikhombisa zaqala lapho iJerusalema libhujiswa ngo - 607 B.C.E.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Baminyaniswe emabhilidini amakhulu asedolobheni, afinyelelwa kuphela ngalokho abantu baseShanghai abakubiza ngokuthi imihubhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
NjengoMose, kumelwe 'umbone ongabonwayo' futhi uqiniseke ngokuqinile ukuthi 'uyobavuza labo abamfunayo.' - Heberu 11: 6, 27.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Namuhla abantu abaningi kweLobukholwa abayithathi ngokungathi sína imikhuba enjalo yokusebenzisa imimoya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nginibonga ngokusuka enhliziyweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphezu kwalokho kwenza ukuba odokotela bakwazi ukuthatha izinyathelo kusenesikhathi. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phawula uzwela olukulawo mazwi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho ekugcineni zonke izithiyo ziyanqotshwa, futhi ibhu lesilisa lihlangana nentombi yalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, ngangiqiniseka ngokuthi oFakazi bayayisonta imiBhalo engcwele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ithafa LaseAsia Minor
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Waqedela izinsuku zakhe esekuthunjweni eGibithe, hhayi eBabiloni kanye nesizwe esasihlazisiwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Gxila Kumuntu, Hhayi Ekuguleni Kwakhe
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Iphoyisa eleza emzini wethu lizobika ngokufa kukaGeorge lathi umpristi wendawo wamaGreki Obu - Orthodox nabaholi abathile bezempi babenze uzungu lokubulala indodana yethu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngisho nabantwana abaningi bayazi ukuthi ukutotoswa ngaleyo ndlela akulungile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngenxa yalokho, odokotela baholelwa kancane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(b) Kungani umculo omningi namuhla ungathandeki kunomculo wezizukulwane ezidlule?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani sonke sinesizathu sokujabula kakhulu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani Zintuleka?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu kuye kwaletha izinzuzo ezicebile kuwo 'nasesixukwini esikhulu,' esinamathemba okuphila njengezikhonzi zoMbuso zasemhlabeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uyise, ekuqaleni owayefuna ukuba uVictoria akhiphe isisu, wathi, "Sivele sithuthumele uma sicabanga ukuthi sacishe sangayithola indodana yethu eyigugu."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sakhungatheka, ngaswela nendlela yokududuza uRose.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Empeleni, lawomazwi akumelwe athathwe njengoba enjalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Khona - ke, yini labo abangabanakekeli abangayenza ukuze babhekane nalemizwa?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa wamane nje wawubalekela umbuzo wami.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukwakha Komhlaba Wonke, 8 / 22
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
U - Aristarku - Umngane Othembekile
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umfundi uJakobe uxwayisa ngokusebenzisa kabi umthandazo, ethi: "Niyacela, kodwa nokho anamukeli, ngoba nicela ngenjongo embi, ukuze nikusebenzise ekunxaneleni kwenu ukwanelisa inkanuko." - Jakobe 4: 3.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Siyini isihluthulelo senjabulo yangempela?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UHuabi Yin wafunda isayensi futhi wachitha iminyaka eminingi ecwaninga ngelanga.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho - ke ake sibone indlela lokhu okungase kuhlobane ngayo nokugcotshwa kwezimonyo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwakubonakala sengathi zonke izinto zimhambela kahle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Walungiselela umhlaba njengekhaya elihle lendalo yakhe, futhi wenza ilungiselelo elanele ukuze ukuphila kujabulise.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, uManish osemusha wakhula njengomHindu, ekholelwa ezigidigidini zonkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuthembela kuNkulunkulu futhi kushukumisela abantu ukuba basebenzise izindinganiso zakhe zokuhlanzeka nokuhleleka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Noma yisiphi isiqondiso abasinikezayo sibonakalisa lokho kulinganiselwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lena imiphumela emihle kakhulu yokusebenzisa ngokuhlakanipha inkululeko ukuze sikhonze uJehova! - IHu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Banomuzwa wokuthi kumane kuwukuzenzisa ngothile onjengabo ukuba athi ungomunye woFakazi BakaJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Manje izinkampani ezithaka imithi sezifuna kushintshwe imithetho kahulumeni ivumele ukudayiswa kwemikhiqizo ekhiphela i - nicotine esimisweni somzimba, ehlala isikhathi eside.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, lapho uDaniyeli esezohlanganisa iminyaka eyikhulu, uJehova wamqinisekisa: "Uyophumula, kodwa uyosukuma umele isabelo sakho ekupheleni kwezinsuku." - Dan.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Iqiniso: Zombili lezi zindlela zingayilimaza impilo yakho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kanjalo, umsebenzi okufanele uwenze lapho usugcwalisa amafomu entela uyoba mncane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokungazehlukanisi noJehova nenhlangano yakhe, bazuza ukuhlakanipha okusebenzayo futhi bakusebenzise ukuze baqinise imindeni yabo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Incwadi ethi Exploding the Gene Myth iyazingabaza izinhloso nokusebenza kwezinye izici zokucwaninga ngezakhi zofuzo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izibuko zamehlo zaba izinto zokuhloba ezifunwa kakhulu, ezazidayiswa abadayisi basemgwaqweni emadolobheni amaningi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sibakhumbula ngenhlonipho laba bantu abangazange balulahle ukholo lwabo futhi okwadingeka bahlupheke noma ngisho bafe ngenxa yalokho. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Obukele ugcina echithwe isizungu ngobudlova....
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
OFakazi ababili babefunda iSpanishi eyunivesithi, kodwa ngolunye usuku babephuthile ekilasini beye emhlanganweni omkhulu wobuKristu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sifundeka kanje: "Izizwe zaba nolaka, nolaka lwakho [lukaNkulunkulu] siqu lwafika, nesikhathi esimisiwe... [s] okuchitha labo abachitha umhlaba." - IsAmbulo 11: 18.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngamanye amazwi, bona.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngazizwa ngihlukene phakathi kwabo bobabili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ne - Bible in Living English, kaStephen T.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe Ucindezelwe Izinto Zobuchwepheshe?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuze sigweme ukudukiswa uSathane uDeveli, kufanele sikwethembe ngokuphelele ukuba neqiniso kukaJehova neZwi lakhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Futhi zonke izizwe ziyobuthelwa phambi kwayo, futhi iyohlukanisa abantu omunye komunye, njengoba nje umalusi ehlukanisa izimvu ezimbuzini. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
NjengeNdodana kaNkulunkulu emnene ngokuphelele, uJesu uyiNdlalifa Enkulu yomhlaba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ufuna ukubona wonke umuntu ehamba endleleni ebanzi eholela ekubhujisweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uthando uJehova analo ngabantu bakhe luyohlala phakade.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UAlexander waqhubekela ngasempumalanga ekugcineni efinyelela izingxenye zaseNdiya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isimo sethu sifana kanjani nesikaHabakuki cishe ngo - 628 B.C.E.?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umagazini i - Time awuncomanga lutho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba lezi zithembiso zingazange zigcwaliseke u - Abrahama esaphila, wahlala enokholo oluqinile kuJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wasebenziseni amathuba okuthuthukisa ikhono lenu, ulwazi nokuhlangenwe nakho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba lezi zinhlanzi zibukisa ngemibalabala yazo emihle, zigcina imvelo ihlanzekile ukuze ezinye izilwane ezihlala ngaphansi kwamanzi nabantu bayijabulele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ikhono Lokushukumisa
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngeke ibe khona inkohlakalo, eyisihlava esibangela amazwe amaningi ukuba abe mpofu esikhundleni sokuba acebe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amanye ama - molecule enziwe izinkulungwane zama - athomu ezakhi eziningi kwezingu - 88 ezingokwemvelo emhlabeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.