sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Yebo, ukulima isivande semifino kuyafundisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa isiphi isithombe sesibili esasihlupha lomlobi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wathi: "Yana emva kwami, Sathane!...
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izinyanga eziningi ngaphambi kokuba uzalwe, umbungu usuke ulungiselela impi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sangunga imoto - amadoda, abesifazane, nabantwana - simemeza sithi "Pitani mzungu" (Hamba, mlungu) futhi sithi "Kwacha" (Inkululeko).
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yiziphi Izimo Eziyingozi Ezingavela?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wangihlonipha ngenxa yalokho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
10 "Izinambuzane Zasolwandle" Ukudla Okumnandi
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Williams, onguprofesa eSikhungweni Sezokwelapha eDuke University eDurham, eNorth Carolina, "wasekela lokho ayekutholile ekuhloleni okuningi kakhulu."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IThempeli likaSolomoni
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuqonda kahle ukubunjwa kwethu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngemva nje kwalokho, savakashelwa umbonisi ojikelezayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli alikulahli ukuzingela noma ukudoba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ubaba wayengumuntu onomoya ozolile, ocabangisisayo ngezinto, nokho kwakumcasula ukubona ukungabi nabulungisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
AmaKristu avame ukubhekana nokukhetha okumbalwa okungangqubuzani nentando kaNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho, esinagogeni laseKapernawume, lapho uJesu ecaphuna isiprofetho sika - Isaya esithi: "Bonke abantwana bakho bayakuba - ngabafundi bakaJehova," wayekhuluma ngalabo ababeyoba "amadodana" 'eJerusalema eliphezulu,' inhlangano kaNkulunkulu yasezulwini enjengomfazi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imikhuleko yokukhulekela abanye yayiphakathi kwezicelo zomphostoli uPawulu ezaziya kuNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Leyo drama ekhuluma ngoThimothewu yathinta izinhliziyo zabo futhi yajulisa isifiso sokukhonza lapho kunesidingo esikhulu sabamemezeli boMbuso.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yebo, ezinye izihibe nezikhubekiso zingaphakama.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Indawo yesithathu ihlola isimo sokwakheka, njengonqenqema lwento nokunyakaza.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Futhi okunenjongo ngisho nangokwengeziwe kunalokhu - singahlanganyela ekumemezeleni uMbuso kaJehova ngaphansi kukaKristu oyohlanza umhlaba ebubini, ulwele igama likaNkulunkulu neZwi, futhi ususe ukubusa kwamademoni emhlabeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kumelwe sihlale siphapheme futhi sinokuma okuhle phambi kukaJehova uNkulunkulu ngaso sonke isikhathi. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Enye yezindlela lokhu kudla okunikezwa ngazo yizincwadi ezisekelwe eBhayibhelini, futhi eminyakeni yamuva lolu hlobo lokudla luye lwaba yinala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yini okudingeka uyenze ukuze ubone ukugcwaliseka kwalesi sithembiso?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IZINGOMA: 105, 107
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
PHAKATHI nomlando, ulimi - umsuka walo, ukuhlukahluka kwalo nokukhula kwalo - kuye kwazithakazelisa izazi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuleli chweba kwakungena imikhumbi engaba amamitha angu - 40 ubude.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho, leli gceke lifanekisela futhi isimo sabantu sokulunga abasinikeziwe esijatshulelwa amalungu ngamanye obupristi obungcwele phambi kukaNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekugcwalisekeni okukhulu, "izikhathi eziyisikhombisa" ziyiminyaka engu - 2 520.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amazwi athi "iminikelo yenhlanganyelo" ngezinye izikhathi ahunyushwa ngokuthi "iminikelo yokuthula."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova uNkulunkulu ngokwakhe uyasiqinisekisa ukuthi noma yini ahlose ukuyenza iyokwenzeka nakanjani.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokushesha izingane zibona izilwane zikhwelana, bese kulandela izinto ezinjengenkathi yokumitha nezinkinga ezihlukahlukene ezihilelekile ekuzaleni nasekunakekeleni abantwana. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lendoda yavuma ngokushesha ukuba iqhutshelwe isifundo seBhayibheli.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuze sithole ukuphila okuphakade, kudingeka sithole umuntu ozokhokha inani lesihlengo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Eqhubeka nalo mfanekiso wachaza ukuthi ezikhathini zeBhayibheli ezinye izitsha zobumba zazingashi, futhi ezinye zazinamekwe ngendlela yokuba zingaqhephuki.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa wanezela ngokushesha: "Noma kunjalo, makungenzeki intando yami, kodwa eyakho."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Hlala Ulungele Usuku LukaJehova!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
OFakazi BakaJehova balalela isiyalo umphostoli uPawulu asinika uThimothewu: "Yenza konke okusemandleni akho ukuba uzinikele wamukeleka kuNkulunkulu, isisebenzi esingenamahloni ngalutho, esiphatha izwi leqiniso ngokufanele."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuphambene, umbiko we - United Nations owakhishwa ngo - November 1997 waphetha ngokuthi izinga igciwane lengculaza elisakazeka ngalo liliphinda kabili inani obekulinganiselwa kulo esikhathini esidlule.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
'Yiziphi izinto engizenzile ezibonisa ukuthi ngiyamhlonipha?'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Laliguqubele, lina, kodwa njengoba siphuma endaweni yokuhlola izimvume, sabona "ukukhanya" kobuso obumamathekayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuphishekela Imali Kuyophelelaphi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Induduzo Kwabagulayo, 1 / 22
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuthandaza ngokuphindaphindiwe kuJehova ngalokho esikuhlelayo nakho kuyosisiza sihlale sisemzileni ofanele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Noma isiphi isenzakalo - kungaba ukugula, inhlekelele, ubunyumba, inkinga yomnotho, izikhukhula, noma ukushisa kwelanga ngokweqile, izingozi, ukungabi nabunye emkhayeni, ukufa - bakholelwa ukuthi imimoya engabonakali, enamandla angaphezu kwawabantu, iyimbangela yazo zonke lezizinto.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova wabeka umbhangqwana wokuqala wabantu endaweni ebizwa ngokuthi insimu yase - Edene.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
1, 2. (a) Singakuthola kanjani ukuphila okuphakade?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phela, kukhona ukungabi nabulungisa kuyo yonke indawo. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli lingaba nethonya elinamandla ekuphileni kwabantu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
EJapane abanye balindele inani labantu abaneminyaka engu - 65 nangaphezulu ukuba lande kusukela ezigidini ezingu - 15,5 kuya ezigidini ezingu - 32 eminyakeni engu - 30 ezayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwala noma lena enye inceku isiyincenga icela ukuhawukelwa, inceku yokuqala yathi mayigqunywe ejele ize isikhokhe sonke isikweletu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sishukunyiswa umoya kaNkulunkulu, senza lokhu kuzidela ngokuzithandela ngenxa yokuthi amandla ethu okucabanga aye asenza saqiniseka ukuthi lokhu kuyintando kaNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abanye babephethe imishanelo; abanye bethengisa izingubo zokugqoka, izingidi, imithi, izikhwama zemali, amawolintshi, ngisho nezinyoni eziphilayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
("Ubaba uthi, 'Cima lowomsindo!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
* Nokho, ngenxa yokungahlelwa kahle kwezakhiwo zomuzi, saqala ukuba nomuzwa wesimo esingokoqobo sokwakwenzeka kulomgwaqo okumelwe ukuba uPawulu wahlangana nakho − izixuku eziphithizelayo nabantu abakhuluma izinkulumo eziyize, abaninizitolo, izigqila, kanye nabahwebi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba sengineminyaka engu - 98 ubudala, ngisakhonza njengonobhala ebandleni engikulo futhi ngiyaqhubeka nginikeza izinkulumo zeningi, nakuba manje ngizinikeza ngihlezi phansi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imihlangano yabo yesifundo seBhayibheli nomthandazo kuyingxenye yemfundo yabo yobuKristu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuthe mina ngisakhohliwe ukuthi leyo ndaba ngizakuyihlola kanjani, ngathi angathanda yini ukuya eJerusalema ukuba ahlulelwe khona ngalezo zinto.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu kwesaba ukuzibangela ukungajatshulelwa uNkulunkulu kuvela ekwaziseni ngomusa wakhe wothando nobuhle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nganginomuzwa wokuthi abangikhathaleli neze.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abaningi namuhla bangase bacabange ukuthi lokhu kuyiphupho elingenakugcwaliseka, kanti uhulumeni onjalo empeleni ubikezelwa futhi uchazwa ngokuningiliziwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UZodwa uyamhlonipha umyeni wakhe futhi ufuna ukubambisana naye njengoba eyinhloko yakhe engokomBhalo; kodwa futhi akafuni ukuyekethisa ezimisweni ezingokomBhalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuthola kunzima ukuphinde uthembe abanye futhi uyafa ngokomzwelo, uphile usuku ngalunye nodonga oluvimbela umzwelo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
NGAZALWA ngo - March 2, 1978, eRedwood City, eCalifornia, e - U.S.A., ngingowesithathu ezinganeni ezine zikaJim noKathy Stuart.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMLANDO WAMI: Idolobhana lakithi, iKrasnogorsk, lizungezwe izimfunda ezinhle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kusukela ngisemncane kakhulu, ngikhumbula abazali bami besikhuthaza ngenkonzo yesikhathi esigcwele njengomsebenzi oyidlula yonke esingayenza.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa ngokusobala kwakunesinye futhi isizathu sokukhathazeka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izibonelo Zanamuhla
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uthando lukaJesu lwalungolokuzidela hhayi kuphela ekuzithobeni kwakhe okuphelele entandweni kaJehova kodwa futhi nasekuzimiseleni kwakhe 'ukudela ngisho nokuphila kwakhe ngenxa yabahlobo bakhe.' - Johane 13: 34; 15: 13.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuqinisekile iBhayibheli alisinikezi isisekelo sokukholelwa ekutheni umphefumulo uyasinda ekufeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Esesithathu, kuyoba nzima ngempela ukuphila kulabo abayosinda osukwini lwembubhiso.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuye kwathiwa ukwaziswa okucebile aye akugcina ngokuphathelene neGibhithe, "kukudlula kude ngokubaluleka konke okwabhalwa endulo ngalelo zwe."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, uyaqhubeka njengokungathi uzobadlula.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu kuyingozi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho luphinde lwaziwe ngokuthi uLwandle LwaseSodoma noma uLwandle LukaLoti, owayengumuntu waseBhayibhelini owayehilelekile ezenzakalweni eziphawulekayo zasendulo zakuleyo mizi. - 2 Petru 2: 6, 7.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngisho noma kungafezeka lokho okubhikishelwayo, cishe njalo imiphumela yakho kuba izinkinga ezintsha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa kuyacaca ukuthi bashayisana, ingozi eyayingalindelwe muntu - okwabangela ukuba bobabili bahluleke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Indlela Ongathola Ngayo Ithemba Esikhathini Esidangalisayo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Khumbula, umsebenzi wokushumayela manje ususemaphethelweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sasingase sidlulwe ngesivinini isithunywa esigibele ihhashi; mhlawumbe esasihambisa izincwadi nezimemezelo ezivela ebukhosini siziyisa ezindaweni zombuso ezikude.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imfundiso yamaRoma Katolika yokuthi opapa balandela abaphostoli ithi uhlu lopapa lusukela kumphostoli uPetru, alukaze lunqamuke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sasizohlalaphi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Eqinisweni, ungcono kunabanye abathi bangamaKristu! "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukholo oluhambisana nokusebenzisa izimiso zeBhayibheli ngeke lusenze sicebe ngokwezinto ezibonakalayo, kodwa luyosisiza ukuba sithole okokudla.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuguga ukuwohloka okubangelwa ukuhamba kweminyaka kumuntu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba "senziwe umbukwane wezwe nowezingelosi nowabantu," sisemsebenzini amahora angu - 24 usuku ngalunye ukuze sikhonze futhi siphile njengamaKristu ayisibonelo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma silithola iphuzu futhi silalela iseluleko esihlakaniphile, siyojabulela izibusiso eziningi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Siyoba yini isimo sezinye izimvu lapho bonke abagcotshiwe sebamukele umvuzo wabo wasezulwini?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngonyaka odlule, le ngosi yavakashelwa abantu abangaphezu kwezigidi ezingu - 22 - isilinganiso sabantu abangaphezu kuka - 60 000 nsuku zonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okuhle ukuthi labo abavumelana nezindinganiso zikaNkulunkulu bakhuthaza ubuhlobo obuhle nobuqinile nabanye kanye nokuzihlonipha nokuthula kwangaphakathi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMsombuluko futhi uwusuku olubi kakhulu lokuhlaselwa yisifo senhliziyo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Inhlangano enecala kunazo zonke yinkolo yamanga. - 2 Korinte 11: 14, 15.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe amademoni angokoqobo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJesu wagcizelela isidingo esingokomoya, ethi: "Babusisiwe abampofu emoyeni, ngokuba umbuso wezulu ungowabo."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ubonisa ukuthi 'izenzakalo noma izinqubo eziphikisana nolwazi lokwahlulela okuhle noma ulwazi olungokwesayensi ziyiqiniso noma zinengqondo.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani uMathewu athi amazwi asencwadini kaZakariya abhalwa umprofethi uJeremiya?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuyinhloko, uDavide wayekhathazeke ngobuhlobo bakhe noNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho eseneminyaka emibili noma emithathu ubudala, bakhathazeka ngokumfunela isikole esifanele sokunakekela abantwana abancane njengesinyathelo sokuqala sendlela ende eqonde ekutholeni iziqu zaseyunivesithi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abantu Abakhonze Izinkomo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kamuva, uAbrahama wabonisa ukholo oluphawulekayo lapho elalela ubizo lokunikela ngoIsaka, okuwukuphela kwendodana yakhe ayizalelwa uSara othandekayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.