sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Phakathi kwezinye izizwe zomdabu, ukwatapheya wawaziswa kakhulu kangangokuba wawusetshenziswa njengesipho somshado nanjengesipho sokwamukela izivakashi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekuqaleni, sasiphikisana ngendlela yokuqeqesha izingane, kodwa sesizilungisile lezo zinkinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iphephandaba i - National Post lithi: "Esikhundleni sokuthatha izinyathelo zokuthuthukisa impilo yabo, abesifazane baseCanada abazinakekeli neze izinhliziyo zabo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'UJesu usho ukuthini?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kucatshangwa ukuthi esikhathini esidlule, lezizixwexwe zashayisana ngomfutho owabangela ukuba zifuqele ngaphezulu ebusweni bomhlaba izingxenye zoqweqwe lomhlaba olungaphansi, zaze zakwazi ukufinyelelwa ezobuchwepheshe banamuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye indlela ongakwenza ngayo lokhu iwukuthandaza ngokusuka enhliziyweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ehlupheka, akasongelanga. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kusengumzuzwana," kusho umhubi, "omubi engabe esabakho...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyaqondakala ukuthi uDavide washukumiseleka ukuba adumise uJehova lapho ecabanga ngendlela umzimba wakhe owadalwa ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yisiphi isici okufanele 'sibe abalingisi bakaNkulunkulu' kuso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke ungase ubuze: 'Uma izintatheli ezingochwepheshe zibhekana nezinkinga ezingaka ekubhaleni izindaba ezithembekile, umfundi angazi kanjani - ke ukuthi yini okumelwe ayikholelwe?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, bengilokhu ngixoxa nabantu ngalokho okushiwo imiBhalo Engcwele ukuthi empeleni uNkulunkulu uzoletha ukuthula. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho nasejele ukuba qotho njengamaKristu kungaletha udumo kuJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye abazalwane ababizelwa empini, benqaba ukuphatha izikhali kunalokho bacela ukwenza imisebenzi engahileli ukulwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eseyichaze kanjalo inkinga yakhe, ufuna ikhambi elifanelekayo futhi uqaphela konke okungaba nengxenye ekulitholeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubhekisisa umnqumo kuyosisiza ukuba siyiqonde le miBhalo ebhekisela kuwo futhi kuyojulisa ukwazisa kwethu ngalo muthi oyingqayizivele ohlanganyela nayo yonke enye indalo ekudumiseni uMenzi wayo. - IHubo 148: 7, 9.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi baye bahumushela neBhayibheli ezilimini ezingaba ngu - 100.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe ukusihlola ngokwengeziwe isiprofetho sikaJesu kubonisa ukuthi kufanele silungise ukuqonda kwethu isikhathi sezinye izenzakalo eziphawulekayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umzalwane weza wazosinikeza inkulumo emfushane, ngemva kwayo sabhapathizwa ekhaya kubhavu omkhulu wokhuni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Angase abe nomuzwa wokuthi kusizakalwa ngaye, ikakhulu lapho abanye bechachaza phezu kwekhanda lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Ikuphi okunye ukulandisa okuseBhayibhelini okubonisa ukungakhethi kukaJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"ITestamente Elisha" likaLe Maistre de Sacy, nencwadi yasemtatsheni wezincwadi oluhlaza okwesibhakabhaka
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emkhayeni indodana endala kulindeleke ukuba inakekele abazali bayo asebebadala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, izizwe namuhla ziba "novalo" njengoba inani lababaleki liqhubeka landa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini ehilelekile ekubeni 'nomqondo kaKristu'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Igama Okumelwe Lingcweliswe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sisekelwe ohwebweni olungalawuliwe nokuncintisana ngaphandle kokulawula koMbuso, isimiso sokuzisebenzela njengoba sachazwa uMarx sigxile ebunikazini bezindlela zokukhiqiza nokusakaza ezandleni zabantu ngabanye nezinhlangano.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Nizothola abanye abayeni khona," ngiwatshela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Gqoka izembatho ezingaxegi kakhulu, futhi ziyosheshe zikuxwayise uma amasentimitha angafuneki eqala ukubuya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyiqiniso ukuthi izinga lokushisa elandayo kungalindeleka ukuba libe nomphumela othile emphakathini wonke wezilwane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi emakhulwini eminyaka adlule uJehova uye wakuvumela ukuhlupheka ngenxa yezizathu ezivumelana nokuhlakanipha nothando lwakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe mayelana nekhono lokukholisa, bheka izifundo 48 no - 49 encwadini ethi Zuza Emfundweni YeSikole Senkonzo Esingokwasezulwini, enyatheliswa oFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lelozwe elibi lalinobudlova kangangokuba uNkulunkulu waliqeda ngoZamcolo wembulunga yonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, inesandulela esinamakhasi amahlanu esisiza kakhulu ekuqaleni izifundo zeBhayibheli zasekhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, ziyasisiza ukuba sibone indlela okubaluleke ngayo ukulolongwa izindinganiso zikaNkulunkulu hhayi imibono ethandwayo yezwe lesimanje. - Isaya 48: 17; Roma 12: 2; Efesu 4: 22 - 24.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakolunye uhlangothi, abanye bashukunyiselwa ukuba bacabangele kabusha ukukhuliswa kwabo okungokwenkolo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
▫ Yini emelelwa "inetha" okukhulunywa ngalo emfanekisweni kaJesu kuMathewu 13: 47 - 50?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba yena namademoni akhe baxoshwa ezulwini ngemva kokumiswa koMbuso kaNkulunkulu ngo - 1914.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuziphatha okunjalo bekungaba ukugabadela nokwenza ngokungabangi nokungalinaki iqiniso lokuthi kuye kwabekwa isikhathi sokuba udokotela ohlinzayo ofanelekayo akuhlinze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yingakho emhlanganweni owawuseJerusalema wabaphostoli namadoda amadala, umfundi uJakobe athi: 'UNkulunkulu wanaka izizwe ukuze athathe kuzo isizwe segama lakhe.' - IzEnzo 15: 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhulekela Esizweni Sakwa - Israyeli
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, kunosuku lokwahlulela oluzayo, ngoba uJesu wathi: "Yilowo nalowomuthi ongatheli izithelo ezinhle uyanqunywa, uphonswe emlilweni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekugcineni, washona ngo - September 14, 1986.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kulena eminye imiphakathi abantu baye bafundiswa ukuhlanganyela cishe zonke izinto nemikhaya yabo nabangane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaphothi Abayizingcweti
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje "amadodana kaNkulunkulu" ayesezozwa impikiswano kanye nobufakazi obuphikisa ukumangalelwa njengoba uJehova ayevumela ukuba uDeveli athathe isinyathelo ukuze aqede lempikiswano.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INkosi uJowashi yasinda ngokulambisa isewusana emzamweni wokuyibulala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho sengimazi uJehova njengoMuntu, ngafuna ukunikezela ukuphila kwami kuye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naphezu kwemizamo yami enamandla kakhulu yokunqaba, igazi lafakwa ngenkani kuDana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma amehlo akho esebenza, ayizinto ezibucayi kakhulu nento yezinzwa ezwela kakhulu onayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wanelisa izifiso zenyama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emakhulwini ayisithupha eminyaka ngemva kukaJobe naseminyakeni engaba inkulungwane ngaphambi kokuza kukaJesu emhlabeni, uDavide wabonisa ukuthembela kwakhe ezweni elisha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
yami ka - March 8, 1995, futhi ngafunda isihloko esisesembozweni sangemuva esikhangisa incwajana ethi Lapho Ufelwa Othandekayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ukhipha ukudla ngaphambi kokuba kudliwe, mboza zonke izitsha ukuze kungangenwa yizimpukane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eziningi zalezi zazihunyushwe ngokunganaki, zinamaphutha asobala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zimiso ezingokomBhalo ziyasebenza ngoba uMlobi weBhayibheli, uJehova uNkulunkulu, uyena owasungula ilungiselelo lomshado.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukumenyelwa ENew York City
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, inani elikhulayo labantu emhlabeni liye lazenqaba izindinganiso ezihlukahlukene zenkolo ngokuthi azinalusizo nokuthi izimiso zokuziphatha zeBhayibheli ziphelelwe yisikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, lapho uFernando eseqedile ukukhuluma nomakhelwane, ngambiza ngabe sengimethula kule ndoda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokungangabazeki, njengeqembu, labofakazi bosuku lwanamuhla bobukhosi baphezulu baye bahlakulela uthando ngomthetho kaJehova ezinhliziyweni zabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze uthole ingxoxo eningiliziwe ngokuthwala ekhanda kwabesifazane abangamaKristu, bheka incwadi ethi "Zigcineni Othandweni LukaNkulunkulu," amakhasi 209 - 212.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma isintu sadalwa sinekhono lokuphila phakade kusukela ekuqaleni, ubani - ke kamuva owonakalisa leli fa lesintu sonke?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, ingozi enkulu kakhulu uthando lwemali olungayibangela yileyo yokuphuca umuntu ubuhlobo obamukelekayo kuJehova uNkulunkulu nakuJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKUGEMBULA kuthé chithi saka emhlabeni wonke kangangokuba amanye amazwe akubiza ngokuthi "indlela yokuzilibazisa yezwe lonke."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini ebangela ubudlova obunjalo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akumangalisi ukuthi abaningi abanobuhlungu obungokomzwelo bayasabela kulesi simemo: "Noma ubani owomile makeze; nanoma ubani othandayo makathathe amanzi okuphila mahhala."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, ngenxa yokungaboni ngaso linye nothile ebandleni lobuKristu, singase sikhethe ukungamkhulumisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bathuthukisa amabalazwe abo ngokusebenzisa amathuluzi azungeza umhlaba, axhunywe emishinini eyinkimbinkimbi esemhlabeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labuye lathi "ukucasuka kakhulu kungenza umuntu agule kakhulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, kamuva uPawulu waqaphela ukuthi uMarku ulusizo kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesayensi yezitshalo, i - akee ibhekwa njengesithelo, kodwa lapho isisetafuleni, abaningi bacabanga ukuthi iyimifino.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Uzizwa ushaywa uvalo lapho ubona ijika elibuya eduze," kusho owayeyilungu leqembu lezithuthuthu, "kodwa injabulo yokudlula kulelojika ngesivinini ngaphandle kokushelela ikwenza ujabule ngokwengeziwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kudlula izinsuku; uyazihudula ulambile, womile, futhi ukhathele uyingcuba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwaphela amakhulu eminyaka amazwe aseYurophu ehlasela noma evikela ukuba ngokomthetho kwezinqumo zopapa zokwaba izindawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukweba - Kungani Kungafanele?, 6 / 22
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Ukuvivinya Umzimba Kungayiguqula Inqubo Yokuguga?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kuye kwaba nezinguquko eziningi emikhubeni yokudla nasemisebenzini eyenziwayo phakathi nale minyaka engu - 20 edlule," kusho uDkt.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphila epulazini lokuzalanisa amahhashi kumatasa kakhulu kodwa ngokuqinisekile akunaso isicefe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, lombhangqwana wasebukhosini awunaso isikhathi sokuba wodwa, njengoba unakekelwa iqembu lemihlwa eyizisebenzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indiza yokuqala eyasetshenziswa yayithwala umshayeli, udokotela, umhlengikazi noma isiguli esihleli, nohlaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokuba ngibhapathiziwe ngo - 1951, okwesikhashana ngaba isikhonzi sesikhathi esigcwele (iphayona).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingqikithi yenani loFakazi BakaJehova e - El Salvador ingaphezu kuka - 28 000, kanti kunezinkulungwane ezihlala endaweni yenhlekelele - indawo egudle ugu lwase - El Salvador.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba elinye igagasi lalikhukhulela itheku elincane edolobheni laseJava iMerak, kukholelwa ukuthi udonga lwesikhukhula samanzi lwafinyelela ukuphakama okungamamitha angu - 40.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulalela izimfundiso zikaJesu njengabafundi bakhe kuyokwenza ukuphila kwethu kube nenjongo yangempela futhi saneliseke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi ayeqotho - eshiseka ngisho nokushiseka - ngenkolo yawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Osemusha angaqala abe nomuzwa wokuthi akakhangi noma akafunwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiyabonga, Phaphama!, ngokukhuluma ngezindaba ezingathi sína zokuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eduze naso kunesakhiwo samahhovisi nendlu ebanzi yokunyathelisa ecishe ilingane nomkhumbi kaNowa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La madoda ayekwazi nokuvota ezindabeni zebandla futhi ngenxa yalokho elawula okwenzeka kulo ngesilinganiso esithile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Wabonakala kanjani ngokucacile umzila uKristu ayewusebenzisa ekunikezeni ukudla okungokomoya?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphambi kokuba izitho zomzimba kaDavide zibonakale esibelethweni sikanina, uNkulunkulu wayesazi ukuthi wayezobukeka kanjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izazi Eziningi Ziyavuma
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka indlela athakazelisa ngayo lawo mazwi!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amakhaya anamuhla avalekile awawungenisi nje umoya ohlanzekile owanele ukuze uvimbele lezizibungu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ingamgculisi, wayekhipha izingxenye angazithandi ziyoqalwa phansi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaso sonke isikhathi indwangu ebifiseleka kakhulu yekimono usilika wangempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imidwebo kaBarrande yama - "trilobite," yango - 1852
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imihubhe eyihlukanisayo inezitamukoko zamanzi angcolile anuka phú.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngingazelele, ngase ngithandana nayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ephendula wathi: "Siphila esikhathini sezinguquko ezishesha ngokweqile, ezigcina zibangele ukukhathazeka nokucindezeleka ngamazinga angakaze abonwe ngaphambili emlandweni wesintu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn