sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Nakuba iyidolobha lamaHindu, iyatholakala futhi emlandweni wobuBuddha noweNkolo YamaSulumane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amaqembu ezinhlanga anezindlela zawo zokucwala izinwele, izinhlobo zezingubo, nezindlela zokwakha izindlu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Noma kunjalo, naphezu kokuba beqotho, amandla abantu okuxazulula izinkinga zomhlaba alinganiselwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
2, 3. (a) Yini eyagcizelela kuma - Israyeli ukuthi lokho okwenzeka eduze kweNtaba iSinayi kwakuyisimangaliso?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Zama izindlela ezihlukahlukene zokuvivinya umzimba ubone ukuthi iyiphi ekulungele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Khipha izinto eziyisiphazamiso ezidla isikhathi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho eneminyaka eyisishiyagalolunye ubudala, uCarlos waba nesifo sokusha kolwelwesi olusebuchosheni futhi waba impumputhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe ziyadingeka ngempela? '
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, enye intsha "ayisolwa ngamazwi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Futhi abasha baye bavulekela ebudloveni esikoleni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngathola izimbali nenqwaba yamakhadi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okwesibili, uMose no - Aroni abazange bakhazimulise uNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lithonywe abaholi balo benkolo, iningi labantu ezweni likhetha ukungabunaki ubufakazi obusobala bokuthi uJehova unabantu abanobunye abamazi ngempela.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amazwe Asathuthuka Abhekene Nempi Entsha Kagwayi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UColumbus, enanela umoya wokungabekezeli wabasekeli bakhe basebukhosini, wakhuluma ngokususa amaJuda kunoma yimaphi amazwe ayengase awathole.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
lokuphaphama abakazayo, nokuzethemba, ukwenza ngendlela
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe Kukhona Okukuvimbayo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMahluleli Omkhulu uYong Pung How weNkantolo Ephakeme wakhipha umbono wakhe ngenyanga elandelayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekuqaleni, ama - codex ayenziwa ngezibhebhe zokhuni ezihuqwe ngengcina.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imboni esebenza kahle idinga nohlelo oluhle lokuxhumana.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kunezehlakalo ezintathu ezisemqoka nezibaluleke kakhulu ezidinga ukunakekela okukhethekile: ukuthuthukiswa kobudlelwane phakathi kweMpumalanga neNtshonalanga ohlelweni lwe - CSCE [Conference on Security and Cooperation in Europe]; Izinguquko zentando yeningi eSoviet Union nakwamanye amazwe aseMpumalanga Yurophu, uhlelo lokuhlanganiswa kweNtshonalanga Yurophu (uMthetho Owodwa WaseYurophu, oqala ukusebenza ngokugcwele ekuqaleni kuka - 1993).
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Efingqa izici zobuntu babantu abangaba izisulu zokutubeka, uProfesa Fumiaki Inaoka we - Red Cross College of Nursing yaseJapane, wabhala encwadini ethi Moetsukishokogun (Isifo Sokutubeka): "Labo abasengozini yokutubeka bavame ukuba nozwela kakhulu, umusa, ukuthinteka masinyane, bazinikezele, futhi banezinhloso ezinhle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuzama ukuceba; ukulwela udumo noma ukuqashelwa; ukuphishekela imigomo yezombusazwe, yezenhlalo noma yezomnotho; noma ukuphilela ukuzanelisa, konke akuyilethi injabulo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
OFakazi BakaJehova baye bathola ukuthi iBhayibheli liwusizo olukhulu ekufinyeleleni lowo mgomo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba isibonelo esinamandla sabo bobabili abazali bami saba nengxenye enkulu ezibusisweni ezingokomoya engiye ngazijabulela, kwaba yilungelo ukuba umama azohlala nathi ngo - 1954.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lesi akusona isikhathi sokuvumela ukungabaza kwakheke ezinhliziyweni zethu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Intukuthelo Ekhishini
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umise iNdodana yakhe njengoMalusi Omkhulu womhlambi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngempela, amaqiniso abonisa ukuthi amaKristu agcotshiwe aqala ukulijabulela ngonyaka ka - 1919.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UWilliam oneminyaka engu - 24 uthi: "Uma wenza konke okusemandleni ukuze uwenze kahle umsebenzi wakho bese ubona imiphumela, waneliseka ngempela.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
I - encyclopedia yeBhayibheli ethi Insight on the Scriptures iyaphawula: "Akuphawuleki nje kuphela ukulungiselela kwazo isikhathi esizayo okushukunyiswa umuzwa wemvelo kodwa futhi nokuphikelela nokuzimisela kwazo, ngokuvamile zithwele noma zidonsa ngamandla izinto ezinesisindo esiphinda isisindo sazo kabili, zenza konke ezingakwenza ukuze zifeze umsebenzi ongaphambi kwazo, futhi zingahoxi ngisho noma zingase ziwe, zishelele, noma zigingqike emqanseni."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Benza iziphathimandla zamelana noFakazi BakaJehova ngokusakaza amahemuhemu angamanga okuthi singamaKhomanisi noma abasekeli bamaqembu kahulumeni obusayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba ekwazi lokho esingase sikwazi ukukwenza nobuthaka bethu, uJehova ulindela nje lokho esingase sikwazi ukukwenza.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, kwakungo - 1983 lapho lendawo evundile ngokungalindelekile ivela ezihlokweni ezinkulu zezindaba zomhlaba wonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ezikhonzini zikaNkulunkulu imfundo yabantwana bazo yayiwumsebenzi ongokwenkolo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phakathi nekhulu le - 16 nele - 19, balinganiselwa ezigidini ezingu - 12 abantu base - Afrika abathuthwa ngomkhumbi, bawela ulwandle i - Atlantic ukuze kutholakale izigqila ezazidingeka emasimini nasezimayini zeZwe Elisha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho kufa uFaro, babebeka izinto eziyigugu ethuneni lakhe ukuze akwazi ukuzijabulela lapho eqhubeka esesikhundleni sakhe esiphakeme ekuphileni kwakamuva.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka ukuthi leso kwakuba isikhathi esiqinisa kanjani ngokomoya!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abacwaningi bathole ukuthi leli gciwane lingaphila ngaphandle komzimba lisemafinyileni izinsuku ezingaba ngu - 9.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho, umbuzo ongagunci uthi: Ngabe bathini abantu ngawe namuhla ukube ufé izolo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
ngenxa yokuhlanganyela kwenu evangelini, kusukela osukwini lokuqala kuze kube manje;
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kufanele siqiniseke ukuthi inkulumo yethu ngaso sonke isikhathi iyakha futhi isekelwe othandweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukulalela kuyinto ebaluleke kakhulu kuNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Minyaka yonke silangazelela ukubona umbiko wenkonzo e - Ncwadini Yonyaka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungenzeka wayefundiswe ngezindlela zikaJehova yindodana kaNowa, uShemi, owayengufakazi wokuzibonela wezenzo zikaNkulunkulu zokusindisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJohane wayebhapathiza abantu njengophawu lwasobala lokuphenduka kwabo ezonweni zokwephula uMthetho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho uFerdinand wacela ayeboshwe naye ukuba acele abakubo bamthumelele iBhayibheli, nangempela leyo ndoda yakwenza lokho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Labo abanenkinga yentukuthelo abagcini ngokuzibangela bona kuphela izinkinga kodwa nalabo ababazungezile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
ABANTU abaningi abaqotho abalazi iqiniso ngoNkulunkulu nangekusasa lesintu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani ukulandela ezinyathelweni zikaJesu kuyinselele ekhethekile?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokufanayo, namuhla amaKristu agcotshiwe agcina izingqondo zawo zigxile eMbusweni kaNkulunkulu wasezulwini nasethembeni lawo lokuba "izindlalifa ezikanye noKristu."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa nina nithola lezi zindlu ezinhle. '
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukusebenza nalaba bazalwane abazidelayo kwangifundisa isifundo esibalulekile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abaningi ezilalelini zikaJesu babengamaJuda azihluphekelayo, aphansi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuze kubuthwe abafundi abengeziwe ngaphambi kokuba ukuphela kwalesi simiso sezinto esibi kufike.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ikhaya kufanele lingabi nje indawo lapho amalungu omkhaya edla futhi alale khona.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Akunangqondo ukulindela ukuba kube nobulungisa kuzo zonke izimo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yini ongase uyicabangele lapho uhlola ingokomoya lakho?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho - ke, kungase kudingeke ukuba manje uzijwayeze ukuphila ngaphandle kwezinto owawujwayele ukuzijabulela - njengezingubo ezintsha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngale ndlela, uJesu wabonisa ukuthi wayezimisele ukubanaka abantwana.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yiziphi izinselele uNowa abhekana nazo lapho akha umkhumbi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho ngithola ukuthi kunesidingo sabakhi eNingizimu Afrika, ngafaka isicelo futhi samukelwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
KWASE kuyiminyaka ecela ku - 50 eshiseka enkonzweni yobuKristu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lingakapheli isonto sifikile kuleli zwe, sase sizoqhuba umhlangano weningi enhlokodolobha, iWindhoek.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ikuphi ukuhlakanipha esingakuzuza ezindleleni zentuthwane encane?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Cishe sesihlulekile. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(a) Kungani lokhu "kukhanya okukhulu" kwakungenakuphelela kubantu baseGalile?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kamuva uHezekiya wagulela ukufa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngagijimela endlini yomkhaya engangitadisha nawo iBhayibheli.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kufanele sizidele sibuyele emkhubeni wopapa wasemashumini eminyaka ambalwa adlule.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Bheka ethi Insight on the Scriptures, Umqulu 1, amakhasi 225 - 6.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungaba ubuwula ukuba umuntu ahlulele indaba angayazi ngokugcwele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umuntu ochobozekile emoyeni udinga ubudlelwane obakhayo kunanini ngaphambili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho begula, baya ezinyangeni ezelaphayo nezenza imihlatshelo ngezilwane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, lapho izazi zenkolo zakamuva zihlolisisa imfundiso yesihlengo, zaqhamuka nemibuzo enzima, enjengokuthi, Isihlengo sakhokhwa kubani?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abefundisi beLobukholwa ngokuvamile baye benza okufanayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UDaniyeli wabe eseprofetha: "Lezo zilo ezinkulu ezine zingamakhosi amane ayakuvela emhlabeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho silibangise eMalawi, singena ngaseKapa, eNingizimu Afrika
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova wamtshela: "Uqhubeka uzifunela izinto ezinkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UPetru wabhala: "Thathani ukuma kwenu ngokumelene [noSathane], niqinile okholweni, nazi ukuthi izinto ezifanayo eziyizinhlupheko ziyafezwa kuyo yonke inhlangano yabafowenu ezweni." - 1 Petru 5: 9.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yini Eyenza Ingoma Idle Ubhedu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abantu baseCuba bakhuthele, baqotho futhi banomusa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UKUNCIPHISA IZINGOZI
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwakubonakala sengathi ngizofa, kodwa ngasinda.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isazi sokusebenza kwengqondo uHeloísa Marton, sithi: "Ngokuvamile, abazali abazimisele ukubhekana nezingxabano."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngisho nemihume ayilingani.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UkuQothulwa Kwesizwe - Kungani UNkulunkulu Akuvumela?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphambi kokuba lulunyulwe, usana lulangazeiela ukuba unina anelise isifiso salo sokondliwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe ikhaya lenu liyindawo enhle yokufunda, egcizelela izindinganiso ezingokomoya?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwamanye amazwe kungase futhi kuhlanganise nesijeziso sokufa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
3 Bazinikela Ngokuzithandela
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
E - Iqaluit sazama ukudla i - caribouburger, i - musk - oxburger, kanye ne - muktuk eyingcosana, noma isikhumba somkhomo esinamafutha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
ULeah oneminyaka engu - 13 wakwazi kanjani ukuhambisa amakhophi angu - 23 encwadi Intsha Iyabuza?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, lapho uMfula iTsirku uhlangana khona noMfula iChilkat, imifantu yomhlaba neqhwa kwabangela ukuba kugwedeke indawo enkulu ejule ngamamitha angaphezu kwangu - 230 ngaphansi kwesilinganiso sokuphakama kogu lolwandle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokufanayo, izithunywa zevangeli zisiza abafundi beBhayibheli ukuba babe nezimfanelo ezingokomoya ezidingekayo ukuze basindiswe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ababaningi, futhi ababaningi asebezwile ngabo, naphezu kweqiniso lokuthi kwa - Israel, njengakwamanye amazwe, bazama ukuthola abalandeli bezimiso zabo, kokubili ngezincwadi nangomlomo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
'Phonsa Isinkwa Sakho Phezu Kwamanzi'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuze ubunye nokuhlanzeka kulondolozwe ebandleni abadala kumelwe basingathe izindaba zokwahlulela ngokushesha nangothando.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, watshela izakhamuzi zaseJerusalema ngokungagungci ukuthi kungani ayezozinikela ezitheni zazo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Empeleni, imizamo yokuvimbela ukukhulekela kobuKristu komphakathi yaphumelela kangangokuba isakhiwo sesikhumbuzo saseSpain sangaleyonkathi sihalalisela uDiocletian ngokuba eye 'waphelisa inkolelo - ze kaKristu.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.