sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ngo - 1920, amaphesenti acishe abe ngu - 8 enani labantu ayethi awawona awenkolo ethile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ecindezelwa unembeza okhathazekile, uMnu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFata Abangabaphostoli - Ingabe Abakubhala Kwakuvumelana Nezimfundiso Zabaphostoli?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwalokho okushiwo ngaphambili, kusobala ukuthi ukuzikhandla kunakho kokubili izinzuzo nezingozi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ucwaningo lubonisa ukuthi ufuzo lubalulekile futhi ingane inamathuba engeziwe okuguliswa ukudla uma oyedwa noma bobabili abazali beguliswa ukudla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuyivimbela Ekhaya Nasemsebenzini
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuyisenzakalo esakhayo nengingasoze ngasikhohlwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Into ethile ingaba ehlukile, engavamile, noma emangalisayo ngaphandle kokuba ibenhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1964, ngineminyaka engu - 42, ngaqala ukuzwa isandla nomlenze wami wesokudla kuba ndikindiki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunokuningi okuhilelekile kunokujabulisa umuntu ongaphelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ngiqala ukwenza kanjalo, ezinye iziboshwa zaqala ukungigcona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisezakuthini futhi na?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lisho ukubhujiswa kukaSathane phakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi akuve kusiqinisekisa nathi ukuthi njengoba nje uJehova ayiqonda imizwa ka - Eliya, uyayiqonda neyethu impi engokomzwelo. - IHubo 103: 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiye ngafunda imfundiso yenkolo futhi ngachitha iminyaka eminingi ngixoxa ngefilosofi nezazi zemfundiso yenkolo nababhishobhi. '
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho ekugcineni salishiya lelozwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe 'uyakubona okuhle kuwo wonke umshikashika wakho'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokholo lwakhe, u - Abrama waphinda futhi wathola ukukhululwa nguJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu awubheka kanjani umshado, futhi ngani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ucwaningo lwamuva olwenziwa iqembu lodokotela bezilwane kuyi - Institute of Comparative Animal Immunology, eMaisons - Alfort, eFrance, lubonisa ukuthi isikhunta namagciwane athwalwa amakati aseFrance ayizigidi ezingu - 8,4 nezinja eziyizigidi ezingu - 7,9 kubangela izifo ezihlukahlukene kubanikazi bazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthola Umsuka
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ephepheni lakhe elithi "Ukuphila Okufushane: Ukuthambekela Kwentsha Ezibulalayo," uProfesa Riaz Hassan, waseFlinders University eNingizimu Australia, uthi: "Kunezizathu eziningana ezingokwenhlalo ezithintene nale ndaba futhi ezibonakala ziyimbangela yokwanda kokuzibulala kwentsha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphila kwabo kwakungelula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Antonio uyakhumbula: "Lapho ubaba eshona engozini yemoto, ngaqale ngangakholwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa okwakuvame ngaphezu kokwakha ngamatshe amakhulu kwakuwukusebenzisa izitini, ezazakhiwa yizigidi kulo lelolanga elishisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izinguquko abasanda kushada okudingeka bazenze?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo namuhla, izinceku zikaJehova eziningi ngezinye izikhathi zizizwa zingafaneleki ukufeza imisebenzi eziyabelwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, babengangabazi ukuthi ukudoba kwabo okungokomoya kwakuyoba impumelelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubani owabonwa umphostoli uJohane "phakathi kwezinti zezibani," emnikeza izigijimi zamabandla ayisikhombisa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba lithi kufanele sizikhandle emsebenzini wethu, liphinde liseluleke ukuba 'siqiniseke ngezinto ezibaluleke kakhulu.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kufanele kube okufanayo nangomncintiswano wethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyiphutha ukubheka ukukhishwa kwesisu njengento elula ekukhipha enkingeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yayilawula imizila yokuhwebelana namanye amazwe neyezempi eyayiphambana lapho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, kudingeka siqiniseke ukuthi sithola ukudla okungokomoya okwanele okunempilo ngokuba nesifundo somuntu siqu sasikhathi sonke, ngokuzindla nangokuba khona njalo emihlanganweni. - IHu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJim, manje osengusomabhizinisi ochumayo, uyavuma ukuthi lapho esanda kushada, ukungakwazi kwakhe ukuhlela izinto kwamlimaza kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Kunesidingo sani esiphuthumayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imikhumbi yaseSpain yayiphakeme, futhi yayinezinganono ezishaya eduze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukutholwa Kwezigodlo Ezinkulu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakusasa ekuseni sayiswa ehhovisi legatsha laseHaiti elisePort - au - Prince, uhambo olwaba amahora angu - 7 nengxenye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho sizama ukulandela isibonelo sikaKristu, sizovama ukushiyeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma wake waphoxwa othile owawumethemba - mhlawumbe waqamba amanga noma wangasigcwalisa isithembiso sakhe - kungenzeka ukuthi lokho kwabangela ukuba ungabe usabethemba abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akukho noyedwa owaziyo ukuthi inhloso yawo iyini;
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengalesibonelo, isayensi yathola ukuthi umsindo nezithombe kungase kuthunyelwe ezindaweni ezikude - ngethelevishini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mbuzo, neminye eminingi, uzocatshangelwa ezihlokweni ezimbili ezilandelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eminyakeni engaphezu kwengu - 40 edlule, umlobi uJohn Gunther wabhala ngezikhathi zakudala: "LoLugu Lwezigqila aluzange... lubulale abansundu kuphela; lwabulala nabamhlophe, futhi luyingxenye ye - Afrika eyaziwa emlandweni ngokuthi 'iThuna Labamhlophe.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwesokuqala, uMary Jones, ongomunye woFakazi BakaJehova, wanikezwa u - $150 000 (R745 500) wesinxephezelo ngoba wayempontshelwe amaphayindi egazi amabili ngo - 1993 naphezu kokuba ayeyenqabe ngokuqondile le ndlela yokwelapha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMaimonides wayengumbhali ophumelelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi uRuthe ebuza uBhowazi ukuthi yini ayenzile emenza afanelekele lo musa ebe eyisihambi, waphendula ngokuthi wayekuzwe konke akwenzele uninazala uNawomi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wazini yena ngomlando womuntu nezehlakalo zomhla wokuphela? "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yobude besikhathi esidingekayo ngokuvamile ukuze umuntu alulame kuloluhlobo lokuhlinzwa, nganikezwa isikhathi esiyizinyanga ezintathu zokungayi emsebenzini ukuze ngithole amandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma kunjalo, khona - ke isimo sezulu singase sithinteke esikhathini esizayo uma leli zwekazi liqhubeka nezinguquko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Doherty, wase - University of Minnesota, uphawula ukuthi lokhu kuhlola kuwukulinganisela nje futhi akusho ukuthi wonke umuntu ungcono uma eshadile noma ukuthi abantu abashada nabantu abangafanele bayojabula futhi babe nempilo enhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emakhulwini eminyaka alandela baningi abanye abenza okufanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaba nomuzwa wokuthi uma ngiya eMiseni, ngangingaqiniseka ngokuthi wayeyoqikelela ukuthi ngithole amamaki amahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lona owesifazane wayengazi nokuthi ipayipi lalikuphi - laligqitshwe eminyakeni engu - 30 edlule - ingasaphathwa eyokuthi indawo eyayivuza yayikuphi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwenza kanjalo uyozuza hhayi nje kuphela ubungane nabanye kodwa ukuvunyelwa uNkulunkulu oPhezukonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Ukukhuthazelela kwethu ukuhlaselwa uSathane kuwubufakazi bani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, umphostoli uPawulu, kumaHeberu 12: 4 - 11, useluleka ngokuhlakanipha kokwamukela isiyalo ngokuthobeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eminyakeni yamuva ukuguguleka kwenhlabathi kuye kwancishiswa ngezinga lamasentimitha angu - 8 ngonyaka eHorseshoe Falls, futhi kwancishiswa ngamasentimitha amabili nengxenye nje kuphela eAmerican Falls.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukupha Kwenhliziyo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uyalazi iqiniso ngoNkulunkulu - ukuthi ungubani, yini ayithandayo nayizondayo nokuthi iyini intando yakhe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile kwakungengenxa yokuzicabangela yena noma ukungathandi ukwenza intando kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bekungeke yini lokho kuwudabukise umoya kaNkulunkulu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli linginiké amandla okuqhubeka ngizama ukuba umzali omuhle. - Isaya 41: 13.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe ubheka phambili kuso ngokulangazelela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngisho nomqondo ongenasisekelo ngokuphelele ungaba namandla kulabo ababuthaka okholweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba ubuhle bangaphandle bungase buphele ngokuhamba kwesikhathi, ubuhle bangaphakathi - izimfanelo zenhliziyo - bungakhula futhi buhlale njalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
URosemary, owelashelwa isimila ebuchosheni, uthi: "Ngangiqina idolo ngempela lapho abangane bami bengitshela ukuthi bayangithanda nokuthi bayohlale bekulungele ukungisiza." - IzAga 15: 23; 25: 11.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wonke umuntu uyojabulela impilo ephelele neyobungqabavu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lelo kusasa ungalithola uma ubheka imiphumela yesikhathi eside ezayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukunakekela izidingo zabantu abayizigidi kwakuwumsebenzi omkhulu, futhi abapristi babembalwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ucashunwa embhalweni ethi: "NginguJehova, yilelo igama lami."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iyini incazelo yomfanekiso kaJesu ngomhlwanyeli olalayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umthombo Wosizo Omkhulu Kunayo Yonke
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wagunyaza nabantu ababili ababezoqula Amacala Ezihlubuki - uJakob Sprenger noHeinrich Kramer (owaziwa nangokuthi uHenricus Institoris okuyigama nesibongo sakhe sesiLatini) - ukuze balwe nale nkinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngabuyela ekhaya ukuze ngiphayone nobaba no - Anne.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli liyakhuluma ngendaba yezinsuku zokuzalwa, futhi amaKristu avuthiwe ngokuhlakanipha asheshe athinteke kunoma isiphi isiboniso elisinikezayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakusijabulisa ukubona abanye beza emihlanganweni yebandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaVangeli akhuluma ngezinye futhi izihlobo zikaJesu, kodwa manje ake sihlole amalungu omkhaya wakubo kaJesu sibone ukuthi yini esingayifunda kuwo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba uBhati - sheba engazange abone, uSolomoni wabona ukuthi kungani u - Adoniya acela ukuba uBhati - sheba amcelele enkosini ukuba anikwe u - Abhishagi abe ngumkakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbuzo wami wokuqala wawuwukuthi babekhokhelwa yini ngomsebenzi wabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukushisa Okuqopha Umlando
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma elithatha ipheshana:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abahlali Basemigedeni Abayingqayizivele BaseKenya
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubaba, umKristu ogcotshiwe, wayengumshumayeli onesibindi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuntu kumelwe azizwe ngendlela abazizwa ngayo ngezinto futhi abone izinto ngendlela abazibona ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli alenabi ngokuqondene nazo zonke izici zobudoda nobufazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isihluthulelo siwukuzindla ngendlela abalobi beBhayibheli abaqondiswa ngayo ukuba balobe imiBhalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NJENGOBA ILANDISWA NGU - DON RENDELL
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi kumelwe senze konke okusemandleni ukuze siqikelele ukuthi abantwana bethu abayigugu bahlala beyingxenye efudumele nenothando yalowo mkhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Ungakhumbula?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Igunya likaJesu njengeNkosi libonakala nangokuthi uye walondoloza ibandla lobuKristu ukuze likwazi ukufeza umsebenzi eliwunikiwe wokushumayela isigijimi soMbuso emhlabeni wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho bebodwa noJohane uMbhapathizi, uJesu wacwiliswa ngokuphelele emanzini ebonisa ukuziletha kwakhe kuNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Angisayikukhuluma okuningi nani, ngokuba uyeza umbusi wezwe, kepha akanalutho kimi,
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Hlala engxenyeni 'yabangabhemi,' ipharadesi likaJehova elingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okuhlangenwe nakho kwezithunywa zevangeli kuye kwaba usizo kakhulu kimi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sizani ninginike okunye kokufundwa. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphathelene nesimemo osithole kubangane bakho, yiziphi izinto ongakhetha kuzo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali bethu basisiza sabona ukuthi uJehova ungokoqobo futhi saqonda ukubaluleka kokuhlakulela ukumesaba nokumthanda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga ngalezi zici ezilandelayo ukuze unqume ukuthi ubani kubantu ojwayelene nabo okungenzeka ukuthi kakade ubonisa izimfanelo zokuba umngane weqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn