sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Kwakubuhlungu kangangokuthi ngangikhala kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaqala ukuba novalo lapho ngizwa ubuhlungu obukhulu endaweni ehlinziwe nalobo obubangelwa amapayipi asekhaleni nasemphinjeni wami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi akusona isikhathi sokusebenzisa 'ulimi olukhohlisayo' noma 'izindebe zamanga' uyithopha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Siyaniyala, bazalwane, ukuba niluleke abangahambi ngomthetho, nithokozise abadanileyo, nisekele ababuthakathaka, nibabekezelele [nibe ngababhekakade kubo," NW "] bonke." - 1 THESALONIKA 5: 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengengane engasakhathazeki ngezinkinga zayo ngemva kokuthola isiqinisekiso sikayise, akufanele nje siphonse imithwalo yethu kuJehova kodwa futhi kufanele siyishiye kuye. - Jakobe 1: 6.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu uqobo wakukhuthaza lokhu lapho ethi: "Lo uyiNdodana yami ethandekayo; yizweni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eminyakeni ecishe ibe ngu - 30 ngaphambi kokuba uJesu abhapathizwe, ingelosi uGabriyeli yabonakala kuMariya yathi: "Uzokhulelwa, ubelethe indodana,... iNdodana kaNkulunkulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ilandiswa uGrete Schmidt
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Elsebeth uyalandisa: "Umyeni wami wangicela ukuba ngizame ukuthola indlu eLakselv bese siqashisa le eseBergen.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singajabulisa inhliziyo yakhe ngokucula ngenhliziyo yethu yonke noma nini lapho sibuthene ngenjongo yokukhulekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wathunyelwa eFrance. '
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kyriakaki] ngezincazelo zabo ezahlulelayo, zobuciko... ukuba ashintshe izinkolelo zakhe zobuKristu bobu - Orthodox. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nazi ezinye zezinto abazali abanjalo abavumelana ngazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bheka ukuthambekela ebudloveni ngokwalokho okuyikho ngempela - ubuthakathaka obukhulu obubonisa ukuthi untula ukuzithiba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ingxenye yefilimu - mbumbulu elingana nohlamvu lwesihlabathi," kusho umbiko kuyiNew Scientist, "yaphuma emshinini wokulinganisa phakathi nokwenziwa kwesibuko esiyinhloko sesibona - kude.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha sase sisemfuleni, futhi amanzi aphakama aze afika ezihlalweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa, ngalobo busuku obubodwa, baba amakholwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uqinisile uSathane?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanhliziyo ziqotho baliqaphela iqiniso, balamukela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izingane zaziyigcona, kodwa unina wasitshela ukuthi ngaso sonke isikhathi u - Adrian wayeyiphatha ngenhlonipho nangomusa okhethekile indodakazi yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mBhalo umkhuthaza ukuba ahambe ayoshumayela nabazali bakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kunjalo ngokukhethekile lapho samukela iseluleko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okuwukuphela kwenkinga eyayibonakala ikhona ngaleso sikhathi ukuthi yayingakwazi ukuncela kahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubugebengu nezidakamizwa kwakuyinsakavukela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthi: "Ngesinye isikhathi, ngakhumbula isikhathi esimnandi esaba naso nomkami, ngabonga uJehova ngomthandazo ngokukhumbula leso sikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, uJohane wanxusa: "Bathandekayo, masiqhubekeni sithandana, ngoba uthando luvela kuNkulunkulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Qiniseka ukuthi uyokusekela ngomoya wakhe kulezi zikhathi ezinzima ekuphileni. - IHubo 37: 28.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, umlando ubonisa ukuthi akuwona wonke umuntu okhohlisiwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, emshadweni ukulungisa kuyadingeka ebuhlotsheni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ikhulumela amagama esiHeberu asho amaduku anjalo, i - Cyclopedia kaMcClintock noStrong ithi: "Nokho, kula magama alikho eliveza umqondo esiwunikwa elithi ifulege."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke ngafuna eminye imidlalo yenhlanhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Rutherford, naye futhi wasibona isidingo esibalulekile somsebenzi wezithunywa zevangeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusho insindiso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabhala: "Ngo - September, ngiya esikoleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa, ngokudabukisayo iBhayibheli labikezela ukuthi "ezinsukwini zokugcina," abantu abaningi babeyozibonakalisa 'bengabazithandayo nabangabongiyo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Enye wayinika amathalenta amahlanu, enye amabili, kanti enye elilodwa." - MATHEWU 25: 15.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, abantu abaningi baseFinland babengasiqapheli lesisehlakalo, njengoba lelizinga lokubanda latholakala ngemishini yezandla yaseLow Temperature Physics Laboratory eHelsinki University of Technology.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Sisisebenzisa kanjani ekukhonzaneni'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, eWindhoek sinamabandla amakhulu amane ahlangana emaHholo OMbuso athokomele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze zithole amanzi, izakhamuzi zalapha zikhokha imali ephindwe kahlanu kunekhokhwa izakhamuzi zase - United States.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalo msebenzi wabo, uFleming nabanye abacwaningi ayebambisene nabo, oHoward Florey no - Ernst Chain, baklonyeliswa ngoMklomelo KaNobel emkhakheni wezokwelapha ngo - 1945.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo ababhapathizwayo bangasizwa kanjani ukuba 'baphokophele ekuvuthweni'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mkhosi ubizwa ngokuthi iPhurimi, oqanjwe ngonkatho uHamani alwenza ukuze aqothule u - Israyeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi okubaluleke kakhulu, iBhayibheli libonisani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufeza kukaDaniyeli umsebenzi wakhe ngokuzimisela kwamenza wanconywa futhi wethenjwa yinkosi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa njengoba sekushiwo ngaphambili, "uyimfundiso yesonto."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mbiko uthi ukudla ndawonye kuqinisa izibopho zomkhaya, ubuciko bokukhulumisana nomuzwa wokwamukeleka, futhi kunikeza ithuba lokufunda imikhuba yokudla emihle nokuhlanganyela engxoxweni, ekuncokoleni nasemthandazweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungathenekile amandla, lo mbhanqwana ongamaphayona waqala umsebenzi wokushumayela nokwenza abafundi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubuzwe benza abagijimi, abaqeqeshi, abaqondisi, nezibukeli ukuba bakhe umuzwa oweqisile wokubaluleka kokunqoba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umlando uye wabonisa ngokwanele ukuthi naphezu kwazo zonke izinhloso ezinhle zesintu, "indlela yomuntu ayikuye uqobo; akukuyo indoda ukuba ihambe, iqondise izinyathelo zayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKULANDISA KOMKHAYA
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, angase abe umakhelwane okahle kakhulu!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1513 B.C.E., yisiphi isimo esishubile esiphakamayo eGibhithe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Intando yakhe iwukuba abantu baphile phakade emhlabeni ngaphansi kwezimo ezinokuthula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waphendula ngemibuzo engavamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iyiphi indlela yokunqoba iHubo 31 eliphetha ngayo, futhi lokho kusisiza kanjani phakathi nalezizinsuku zokugcina zalesisimiso sezinto?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Entwasahlobo ka - 1984, uRose wabeletha ingane yethu yesithathu, indodakazi yethu enhle uKayla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akumangalisi ukuthi kungani abazali bami bengazange bahlabeke umxhwele nokuthi kungani ngangizizwa ngingafaneleki emphakathini wabo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufa kukaJosiya kwalilelwa, uJeremiya ehlabelela nabaculi bekhuluma ngalenkosi ezililweni. - 2 IziKronike 35: 20 - 25.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sathatha izithombe ngayo yonke imishini yethu njengoba ilanga lalishona emathafeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi sinqumo senziwa lapho u - Eric Swenson oneminyaka engu - 49 ubudala ecela iSigungu SaseHabe Sesifunda - bhishobhi Sase - Atlanta (eGeorgia) ukuba sishintshe igama lakhe libe u - Erin ngemva kokuhlinzwa ukuba akhishwe izitho zakhe zobulili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengengxenye yesivumelwano sokukhaphela, uvon Papen wenziwa isekela likamongameli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, amakamela abekwa intengo ngokobukhulu nobudala bawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kukhona - ke nemithetho yemvelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuboniswa yilokho umfundi akushoyo: "Nganika abashayi umhlane, nezihlathi zami kubo abahluthula isilevu; angibusithelisanga ubuso bami ekuhlazisweni nasekufelweni amathe."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Onjiniyela bathola ngokushesha ukuthi ibhuloho lalikwazi ukuthwala isisindo esingako.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singafundani kule mifuziselo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMariya unasiphi isikhundla manje? - 2 Thimothewu 2: 11, 12.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
SEKUYIMINYAKA eminingi eJapane intsha efundayo engoFakazi BakaJehova ibhekene nenkinga: Kufanele ilandele onembeza bayo abaqeqeshwe ngeBhayibheli, noma ilandele uhlelo lwesikole olulimaza onembeza bayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubungane obunjalo bakheka kanjani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile, uNkulunkulu akanakuyivumela yonke lemiqondo ephikisanayo, ngoba umphostoli uPawulu wabhala: "Ngokuba uNkulunkulu kasiye owesiyaluyalu kepha ngowokuthula." - 1 Korinte 14: 33.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akumangalisi ukuthi ezinye izinceku zikaNkulunkulu zicabanga ngendlela efanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
URose wayeya emihlanganweni yobuKristu yoFakazi BakaJehova kodwa ezuza okuncane kakhulu kuyo, ngoba kwakungekho muntu kulelo bandla owayazi ulimi lwezandla, kuhlanganise naye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kwakungelula," wavuma, "ngoba ngangisafisa ukuya emadisco, futhi kwakuba nesithukuthezi ekhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona manjalo, uPetru waya endlini kaMariya, unina kaJohane Marku, lapho kwakubuthene khona abafundi abaningana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikhombo zayo zezihloko ezinamakhasi ayisikhombisa nemibhalo kungakusiza ukuba uthole izimpendulo ngokushesha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wakhuza abafundi bakhe lapho begxeka umnikelo kaMariya obiza kakhulu, ethi: "Myekeni;...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe yilokho okwakwenziwa abaningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, amakhasi alo asenza sikwazi 'ukuhamba' nezinzalamizi ezazesaba uNkulunkulu njengo - Abrahama, u - Isaka, noJakobe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile, umuntu odlulise icala wayebanjwa kuze kube yilapho abashushisi bakhe bevela bezoqinisekisa amacala, kodwa mhlawumbe amaJuda aseJerusalema lapho eqaphela ukuthi isimangalo sawo sibuthaka, awazange nhlobo afike.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Isaya 9: 6, 7 uthi: "Sizalelwa umntwana, siphiwa indodana; umbuso uyakuba - semahlombe akhe, negama lakhe liyakuthiwa uMluleki omangalisayo, uNkulunkulu onamandla, uYise ongunaphakade, iNkosi yokuthula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaqala ukuziphathisa okwentombazane, futhi abantu baqala ukungibheka njengongqingili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umlando wamaKristu ekhulu lokuqala uwubufakazi bokuba iqiniso kwalawo mazwi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakudingeka ikhamera ekhethekile yemifanekiso ukuze kuthwetshulwe le mifanekiso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngibazisile igama lakho, ngizakubazisa lona ukuba uthando ongithande ngalo lube kubo, nami ngibe kubo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhulumi sathi: "Le ncwadi enemifanekiso emihle enamakhasi angu - 320 ihlanganisa yonke incwadi kaDaniyeli."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, wenza ngendlela eyabangela ukuba yena nomndeni wakhe basinde. - Josh.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokuba esethuthele eBritish Columbia entshonalanga yeCanada, ngamthumelela isipho sesikhokhelo se - Nqabayokulinda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incwadi ethi The Church of the First Three Centuries iyachaza: "Imfundiso kaZiqu - zintathu... yasuka emthonjeni ongahlobene nakancane nemiBhalo yamaJuda neyamaKristu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yisiphi iseluleko lombhangqwana osinikezayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu ucaphuna u - Isaya 49: 8, othi: "Usho kanje uJehova, uthi: Ngiyakuphendula ngesikhathi somusa, ngosuku lokusindiswa ngiyakusiza; ngiyakukulondoloza, ngikubeke ube - yisivumelwano sabantu sokubuyisa izwe nokubenza badle amafa achithekileyo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindleko Eziphakeme Zobugebengu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye zalezi zinto, oFakazi abaningi bazipha omakhelwane babo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokombono wabantu, lifiphele ithemba lokuguqula ukuthambekela ezindleleni zokuphila eziyingozi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, 'iyochitha labo abachitha umhlaba.' - 2 Thesalonika 1: 7, 8; IsAmbulo 11: 18.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho ngathandaza kuJehova futhi ngacela isifundo seBhayibheli koFakazi. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kancane, kancane, ngafunda ukuthululela uJehova imizwa yami, ukungabaza, ukukhathazeka nezinkathazo zami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Akakho oyakubesabisa." - Mika 4: 4
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabhala: "Izwi likaNkulunkulu liyaphila futhi linamandla."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye zazingayinaki imiBhalo YesiHeberu, zibheka imiBhalo YamaKristu YesiGreki kuphela njengebalulekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn