sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
"Ngokuphambene, amazwe amakhulu, anamandla, aye athola ukuthi ababambeli abangamaphekula bayawasiza afinyelele izinhloso zawo zobuzwe ngaphandle kwengozi ehambisana nezinye izinhlobo zokulwa." - Fighting Back.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isizukulwane Sami - Siyinqaba Ngendlela Ekhethekile
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ayephila enkathini yezinxushunxushu ezinkulu zenkolo nezombangazwe eYurophu, uPlantin wafuna ukungazihileli kulezo zinxushunxushu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wakulungisa lokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokusiza uJobe ukuba akuqonde lokhu, uJobe wathi: "Sengiyazi ukuthi uyakwazi ukwenza zonke izinto, futhi akukho mqondo ongenakuwufinyelela."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umlando uye wafakazela ukuthi abantu abakwazi ukubusa ngokuphumelelayo ngaphandle koMdali wabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunokuba sithukuthele uma siba izisulu zobudlova noma lapho abathandekayo bethu behlupheka, kudingeka sizimisele ukwethembela ngokuphelele kuJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, lapho ufunda futhi usebenzisa amazwi ezAga - nawalo lonke iBhayibheli - uyohlakulela ukulunga nobuqotho, futhi uJehova uyojabula ngokusondela kwakho kuye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Siyajabula ngokuqhuba izifundo zeBhayibheli nabantu babo bonke ubuzwe nezizinda zobuhlanga, sisebenza ngenkuthalo efana naleyo eyaboniswa umphostoli uPawulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ayemnene kunabo bonke abantu, akungabazeki ukuthi wayehlala enomusa nokucabangela nasenkulumweni yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sisuke Singesodwa Ngempela
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naye uSimoni wakholwa; wathi esebhapathiziwe, wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyenziwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphathelene nencwadi Ukuphila Komkhaya, ngangifisa sengathi ngangingayibonisa lona engangikade ngihlala naye bese ngimtshela ukuthi singajabula ngokusebenzisa iseluleko seBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje njengoba senginayo injongo ekuphileni, angisadingi ukuthembela ophuzweni oludakayo noma ezidakamizweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJOHANE UMBHAPATHIZI umi nabafundi bakhe ababili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuwukwanda cishe ngamalungu angu - 10 000 eminyakeni nje emine.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abaziphethe kabi, abanobulwane babengene ngokunyenya phakathi kwamaKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
c. ngo - 61 - 64
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bese uyayithandazela leyo nkinga, ulwele ukuyilungisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokuphindela e - Australia, ngandisa umsebenzi wami futhi ngaba umdlali wasesiteji.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ithempeli lamaHindu eFiji
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukungayesabi Ingculaza
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Baningi abantu abaye bavakasha ekhaya, futhi njalo nibanika okungcono kakhulu kweninakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngenxa yokuthi wabonakalisa ubuntu bukaNkulunkulu ngokuphelele, uJesu wayengathi: "Ongibonile mina umbonile noBaba futhi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, i - China Today yathi indawo elinywayo iyancipha ngenxa yokungcola nokwakhiwa kwendawo kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Simbonga nsuku zonke uJehova ngokusisiza, njengoba siqaphela ukuthi akukho esingakufeza ngamandla ethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wathi: "Angazi noma izincazelo zabo ziyiqiniso noma zingamanga, kodwa okungenani banazo izincazelo, okuyinto engcono kakhulu kunaleyo eyenziwa amasonto."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMarkus: Ngesikhathi sisebancane, sazinikezela kuJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khumbula ukuthi amehlo ethu aphakela ingqondo yethu, yona iphakele inhliziyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mcele yena nomndeni wakhe ukuba bahambe nawe nomndeni wakho niyoshumayela ezindaweni ezinoFakazi abambalwa noma ezingenabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bayakwazi ukuyisho ngekhanda imithandazo ngesiArabhu nokufunda iKoran ngesiArabhu; kodwa abakuqondi lokho abakuphimiselayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa yena wakhetha inkambo ehlukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngezinga esingakwazi ngalo, masizinike isikhathi sezenzo ezinjalo zomusa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Phendula amehlo ami, angaboni okuyize." - IHubo 119: 37.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iphephabhuku i - Bulletin of the World Health Organization lithi inani labantu abaphuka ngenxa yokukhumuzeka kwamathambo kulindeleke ukuba liphindeke kabili kule minyaka engu - 50 ezayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhanya Okuyikhanyisa Njalo Indlela Yethu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akufanele siwayeke amathuba okusekela lo msebenzi ngokwezimali ngezindlela ezihlukahlukene.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wehlela e-Efesu, wabashiya khona; kepha yena wangena esinagogeni, washumayela kubaJuda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthatha Isihlwathi Emsebenzini
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha, lelinani lizoqhubeka landa ngoba i - UBS ihumushela izingxenye zeBhayibheli ezilimini ezingu - 419 ezengeziwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho umphostoli uPawulu ebhalela abaseFilipi, cishe wayeyisiboshwa eRoma ngenxa yomsebenzi wakhe wokushumayela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phawulani: Uma nithukuthele, lindani kuze kwehle ulaka ngaphambi kokuba nizijezise.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa 'yayiziphatha ngokuvumelana nezifiso zenyama yayo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo abalwaziyo ulimi oluhlanzekile baluhlanganyela nabanye
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Leli phephandaba lithi "inani labantu abafa emsebenzini lingaphezu kwesilinganiso sabantu abafa unyaka ngamunye ezingozini zomgwaqo (abangu - 990 000), ezimpini (abangu - 502 000), kwezinye izenzo zobudlova (abangu - 563 000) nangenxa yengculaza (abangu - 312 000)."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali bakho bangase bazithole becindezeleke kakhulu kunanini ngaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 70 C.E., isimiso sezinto sobuJuda nethempeli laso nabapristi, kwaphela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye Izindlela Ezingase Zikusize Ulawule Umfutho Wegazi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusebenzelana kukaJehova nesintu kukufakazela ngokwengeziwe ukuba kwakhe uNkulunkulu wamandla onke, ukuhlakanipha, ukwahlulela ngokulunga, nothando ofanele ukwethenjwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usho ukuthi kusukela ekuqaleni sakha ukholo lwethu, ukwethembela kuye, ezithembisweni zakhe nasenhlanganweni yakhe ngokuzondla ngeZwi likaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngempela uyoqonda ukuthi akalindelanga ize.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukudoba oshaka akulawulwa kwamanye amazwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu "wayeyilowo muntu" odingekayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukumemeza kwayo kubonise ukuthi ibingathandi; ayinacala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ayikho indawo eBhayibhelini ekhuluma ngokuqondile ngenyanga noma ngosuku lokuzalwa kukaJesu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha ngaqaphela ukuthi izinto zingaqhubeka ngaphandle kwami, futhi inkinga enganginayo yayingaqali ngami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke ngezwa ukuthi imikhaya emibili yezikhonzi zesikhathi esigcwele yayizokwabelwa eWembo Nyama, ngakho - ke nganquma ukuhlala ize ifike.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sebenzisa lezi zibonelo ekusizeni indodana noma indodakazi yakho yakhe izimfanelo ezinhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova "unika okhatheleyo amandla; kongenamandla ashukumisayo wenza kuvame amandla aphelele."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhulumela okufanayo kuye kwenziwa ngeRhine, ikakhulukazi ngemva kwesehlakalo esibuhlungu saseSandoz.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, ngokokuqala ngqa emlandweni waseBrithani, ngo - March 1916, kwakhishwa umyalo wokuba amadoda angashadile abuthelwe empini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bonke labo ababanjwa oqotsheni baxoshwa ngaso leso sikhathi noma kwadingeka bashweleze ngokuthi basebenze amasonto amabili bangaholi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu wayengakhulumi ngesikhathi ngomqondo nje ovamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabuye wanezela ngokuthi labo abakholwayo 'akumelwe bagudluzwe ethembeni levangeli abalizwayo, elashunyayelwa kukho konke okudaliweyo okuphansi kwezulu.' - Kolose 1: 5, 6, 23.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuntu ohamba ingxenye yehora, kabili noma kathathu ngesonto, usethubeni elingaphansi ngamaphesenti angu - 15 lokungafi masinyane kunomuntu ongazivivinyi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuyekelela Okuphindiwe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho isiqondiso esingokomBhalo singabonakala kithi sivulekele imibono ehlukene, sidinga ukubonisa ukusabela kokuthobeka okwaboniswa amaKristu akuqala futhi samukele izinqumo neziqondiso ezivela ebandleni likaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba uwumshini ofana nesicabucabu, ongaba yimitha ukuphakama, lo mkhumbi - mkhathi unemilenze emithathu kanye nengalo engaba amamitha amabili ubude enokhezo ekugcineni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkantolo iye yakhipha umthetho omusha, ithi: "[I] lungelo lokuhlala nezingane lingase lingancishwa umzali ngoba nje engezukuyikhuthaza ingane yakhe ukuba ikhulekele ifulege, igubhe amaholide, noma ihlanganyele emisebenzini yangemuva kwesikhathi sesikole.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Osimemile, u - Ella, usixoxela ngesidlo esizosijabulela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Intsha nayo ibonisa isimo esihle ngamathuba ayo okumemezela isigijimi soMbuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umyeni wami, uGiancarlo, wabamemela ngaphakathi, futhi baya ekamelweni lokuphumula ukuze baxoxe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi uma enza isibopho, umuntu othembekile wenza konke okusemandleni akhe ukugcina izwi lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yingakho - ke abaningi bebuza ukuthi kungani sisho ngokuqiniseka ukuthi kuyoba nokudla okuphephile kwabo bonke abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngosuku losizi lwami ngikhala kuwe, ngokuba uzakungiphendula. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ngangiya ngibazi kangcono oFakazi BakaJehova, ngaqaphela ukuthi bangabazalwane bomhlaba wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kunguSathane owabangela lokhu, uJesu wathi ngaye: "Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani sishumayela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uPawulu enqaba, uJesu wanezela: "Hamba, ngokuba mina ngizakukuthuma uye kude kwabezizwe."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izabelo Zami ZaseBethel
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"UJesu Kristu UyiNkosi" - Kanjani Futhi Nini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga ngezinzuzo okuye kwasinika zona lokhu kuhlanzwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMUZI UPHILO AYEHLALA KUWO
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasinezinkolelo - ze eziningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi abazilaleli izindinganiso zeBhayibheli, bami "ezindaweni ezibushelezi" futhi bahlala besengozini yokuwa okwesabekayo - okungazelelwe nokungenasixwayiso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Impi kaFaro yaqothulwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe amadoda ahlulelwa ngaleyondlela? "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulalela umyalo kaNkulunkulu wokushada 'kuphela eNkosini' kusilondoloza emiphumeleni ebuhlungu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala, uNkulunkulu wayengazimisele ukwamukela noma iyiphi nje inkolo yomuntu siqu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi ngangifuna ukuthandaza ngendlela efanele, umngane wami othile wangifundisa uMthandazo WeNkosi, noma uBaba Wethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabona nokuthi isimo sami singesesikhashana nje.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile asinakulindela ukuba inkonzo yethu eya kuNkulunkulu ilethe ukuqabuleka uma siyenza ngalowo moya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sekungaphezu kwekhulu leminyaka le mpikiswano ivutha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngonyaka olandelayo umkhaya wakithi wathuthela eMontana engasenyakatho, lapho uBaba aqasha khona ipulazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho enikeza lesi sizwe imiyalo, uNkulunkulu wathi kuso: "Makungafunyanwa kuwe... umbhuli, noma ohlola imihlola, noma owenza imilingo, noma umlumbi, noma... umthakathi." - Duteronomi 18: 10, 11.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Asikho isidingo sokusola bonke abantu abakuzungezile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ukuphela kwakungafika engakulungele, wayengalahlekelwa nawukuphila kwakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Baqhubeka nokubajaha'! - AbaHluleli 8: 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokukhethekile yiqiniso eliphathelene noMbuso kaNkulunkulu, oyongcwelisa igama likaJehova, ulwele ubukhosi bakhe futhi ulethe izibusiso esintwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isibonelo sakho naso sibalulekile ekwakheni ukholo lwezingane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn