sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ingabe ubungenzi kahle esikoleni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini eyobasiza njengoba benza konke lokhu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani singase siphethe ngokuthi amaKristu agcotshiwe abelokhu ekhona emhlabeni kusukela ekhulwini lokuqala C.E. kuze kube namuhla?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphambene, uTerra akazange ahlabelele iculo lesizwe noma akhulekele ifulege; nokho, wenqaba ukudelela ifulege ngalendlela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ayeqhubeka, abanye babafundi babembhuqa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngathenga imoto eqinile, elungele insimu yasendaweni yakithi esamaphandle, ngaqhubeka nenkonzo yokuphayona ngisizwa yindodakazi yami uJoyce.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile, oFakazi BakaJehova bazimisele ukubonisa inhlonipho ngezifungo namahubo ngezindlela ezingabonisi ukuhlanganyela ezenzweni zokukhulekela okungokwenkolo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubusa kukaNkulunkulu kuthembisa isibusiso kukho konke okuphilayo emhlabeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eceleni koMfula iLi, kunamahele eziqongo ze - limestone ezicijile ezihlaba izivakashi umxhwele ngobuhle bazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, esikhathini esingangenyanga ngaphambi kwalomkhosi, kuqoqwa iqhwa elihlanzekile bese lithuthelwa endaweni yokwakha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokukaProfesa uHoward, cishe lokhu kwaba nengxenye othuthuveni eLobukholwa elahlangabezana nalo eminyakeni yamuva: "Kungenzeka ukuthi ukususwa kweTetragrammaton [igama likaNkulunkulu ngesiHeberu] kwaba nengxenye ngokuphawulekayo ezinkulumweni - mpikiswano zamuva ngeNcazelo engokwenkolo NgoKristu Nemisebenzi Yakhe nangoZiqu - zintathu ezakhathaza isonto lamakhulu okuqala eminyaka obuKristu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusukela ezikhathini zasendulo usawoti, okumhlophe kweqanda, nezinye izinto bekusetshenziselwa ukucacisa noma ukuveza umbala nokunambitheka kwewayini, amaRoma ayesebenzisa ngisho nesibabule njengesibulala - magciwane ekwenzeni iwayini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe uyokwazi ukufunda lesisihloko ngemizuzu engaba mihlanu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Wayeyiphisi elinamandla ebusweni bukaJehova." - Genesise 10: 9.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngezinye izikhathi ngangimbeka icala obala ngokuthi usathandana nomkakhe wangaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi manje enkulu kunazo zonke ekugcineni yayisiphelile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe ungavusa isithakazelo somuntu ezintweni ezingokomoya ngokukhuluma ngendlela izinto eziphilayo eziklanywe ngayo ngokumangalisayo noma ngokumbonisa indlela iseluleko seBhayibheli esiwusizo ngayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwalokho kuguquka, indlela kaSawulu yokusebenzelana nabanye yashintsha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waqaphela ukuthi "uKristu Jesu weza ezweni ezosindisa izoni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Thandazela ukuba uNkulunkulu akuphe ukuhlakanipha ukuze ubhekane nezimo zakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekugcineni, umfundisi wathi: "Angiyazi impendulo yalowo mbuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa kuyadabukisa ukuthi uthando lwangempela ngoJehova nangomakhelwane luyantuleka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMaiola wanikeza incazelo ecacile esekelwe emBhalweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokho kwandulela isithembiso samazulu amasha nomhlaba omusha. - 2 Petru 3: 5 - 13.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Le micu emibili ihlanganiswe yinhlanganisela yezakhi ezine okuthiwa yizisekelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Ukuze uqale isimiso esiqhubekayo sokufunda iBhayibheli komuntu siqu, yini edingekayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungamlingisa yini uJehova ngokufuna okuhle emalungwini omkhaya wakho? - 1 AmaKhosi 19: 14 - 18.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDaniyeli nabangane bakhe abathathu bayisibonelo esihle sokulinganisela phakathi kokuzithoba kohulumeni babantu nokuzithoba egunyeni likaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Gwema izingxoxo ezingavusa izinkanuko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma zazingawazi, zazilalela kodwa zizithulele, futhi uma zizwa ukukhala kwendlovu ezingayazi lokhu kwakuzicasula zifune ukulwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova baye balamukela ngesibindi igama labo ekugcwalisekeni kwesithembiso sikaJehova esikuIsaya 43: 10 kubantu bakhe besivumelwano.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wonke amandla, ingcebo nemfundo etholakala kulesi simiso sezinto ayinakusinikeza lesi sipho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngamanye amazwi, amaKristu eqiniso azuza emhlatshelweni ophakeme kakhulu ohlawulela izono, owenqatshwa abapristi abaningi bamaJuda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangineminyaka engama - 31 ubudala, futhi kwakungekho kungabaza engqondweni nasenhliziyweni yami ngokuthi yini engifuna ukuyenza ngokuphila kwami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze kugwenywe ukucasula abantu abangamanxele, abahumushi babiza isandla sokudla sikaNkulunkulu ngokuthi 'isandla sakhe esinamandla,' futhi ngenxa yokuhlanganiswa kwalo nobuzwe, elithi 'ubumnyama' alisahlanganiswa nelithi ububi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokho kuyophawula ukuqala kosuku olukhulu lukaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, njengedayimani elikhazimulayo phakathi kwamatshe avamile, abantu bakaJehova baba ngabavelele ezweni elonakele ngokomoya. - Mathewu 5: 14 - 16.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, lapho indlovukazi embi uJezebheli isongela umprofethi u - Eliya ngokuthi izombulala, lo mprofethi wangenwa amanzi emadolweni wabaleka, waze wathi usefisa ukufa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esihlokweni esandulele salolu chungechunge, sibone intandane engu - Esteri ikhuliswa umzala wayo omdala kakhulu kunayo, uMoridekayi, futhi kamuva ikhethwa u - Ahashiveroshi, inkosi yasePheresiya, ukuba ibe umkayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, sasishaye phansi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini uSathane angathanda ukuyenza kubantu bakaJehova, kodwa kungani engenakukwenza lokho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kweminye imiphakathi engayodwa, abambalwa uma kuqhathaniswa abahlushwa yilenkinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziguli eziningi zathi kwakuqala ngqá ukuba othile azivakashele esibhedlela ezozikhuthaza azinike nethemba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi sakhiwo, esibambelele ezinsikeni ezimbili, sivumelana nokulandisa kweBhayibheli okuphathelene noSamsoni, owabambelela ezinsikeni ezinjengazo, wadiliza ithempeli. - I - JERUSALEM POST, KWA - ISRAEL.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikweletu zinganda, ngaphambi kokuba uqaphele, imali encane okufanele uyikhokhe nyanga zonke ingakhokhela inzalo kuphela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungawashiyi amafutha noma uwoyela esitofwini esishisayo kungenamuntu ogadile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okwakubalulekile kwakuyisimo senhliziyo nokuziphatha, hhayi indawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba yena uyakwazi ukwakheka kwethu, ekhumbula ukuthi siluthuli. "- IHubo 103: 12 - 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EMthethweni, yiliphi ithuluzi lokulima uJehova abona ukuthi lalingase lisetshenziswe kabi njengesikhali?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yenza okuthile kokuzilibazisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho negama likaNkulunkulu elithi Jehova noma igama elithi "Nkulunkulu" alizange libhalwe nokubhalwa embhalweni wokuqala waleso simemezelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokho kungaba uphawu lokuthi indlela yezwe yokucabanga ilolonga umbono wethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubukhulu nokwesabeka kwakho konke lokhu kushukumisa ingqondo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imithandazo yethu esuka enhliziyweni ingasiza uFakazi osekhulile ukuba aphinde abe nokuthula kwangaphakathi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Obaba bangahlanganyela umthwalo wemfanelo wokugcina abantwana bethule phakathi nemihlangano
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi linembe kangakanani ikhalenda lamaJuda?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akekho ongibingelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sekunamarobhothi anjengaleli angaphezu kwezigidi ezimbili asetshenziswayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izizwe Ezihlangene bezigubha ukunqotshwa kwe - rinderpest, noma isifo sezinkomo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isidingo Sokuzithiba
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izibusiso Zokukhulekela UNkulunkulu Ngendlela Ayamukelayo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UBUNYE bebandla lobuKristu e - Efesu yasendulo bakhazimulisa uNkulunkulu weqiniso, uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kuboniswe esembozweni esingemuva salomagazini wethu, uJobe wavuzwa ngobuqotho bakhe lapho uJehova 'ebusisa ukugcina kukaJobe kunokuqala kwakhe.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(New World Translation; Septuagint; Young) Uma inkubabulongwe yayihilelekile, abaseGibithe bahlushwa yizinambuzane ababezibheka njengezingcwele, futhi abantu babengenakuhamba ngaphandle kokuba bazigxivize ngezinyawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaqaphela ukuthi amaKristu kufanele 'angabe esaziphilela wona, kodwa aphilele yena owawafela,' ngakho nganquma ukuhlela imigomo yami kabusha ukuze ngikhonze njengephayona. - 2 Korinte 5: 15.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiye ngabona indlela abantu abajabula ngayo lapho bethola izincwadi zethu ngolimi lwabo okokuqala ngqa noma lapho behubela uJehova ngolimi olukhuluma nenhliziyo yabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Eli waphendula: "[UJehova] makenze okuhle emehlweni akhe."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngathi ngingomunye woFakazi BakaJehova futhi ngiye ngakhuliswa emkhayeni wamaKristu nokuthi unembeza wami oqeqeshwe ngeBhayibheli ngeke ungivumele ukuba ngihlanganyele esenzweni sokuziphatha okubi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe ahlanganisa ukuphonsa abanye noma ukuvikelwa eziphonsweni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinye izazi ezingochwepheshe zingakuphebeza lokhu kulandisa okungenhla njengokuyizenzakalo nje ezithuka zenzeka ezingesibo ubufakazi obuwujuqu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isandla SikaNkulunkulu Siqondisa Abantu Bakhe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala ukuhlukunyezwa ngokobulili kwakuvamile ezikhathini zeBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ABANYE kuleli qembu babeke bakwenza okuthi akufane nalokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuyenga okunjalo okubi kwakungaveli kuNkulunkulu futhi kwakumelwe kumelwane nakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ImiBhalo isitshela ukuthi "uthando alunamhawu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakolunye uhlangothi, ungase ngokwethembeka ungavumelani nokugxeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bayovikeleka ngosuku lukaJehova, lapho izixuku ngezixuku zesiprofetho sikaJoweli zithola isahlulelo esibi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
[Umdwebo ekhasini 13]
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Omama abangashadile abaphendukayo bangazuza nasosizweni olungokomoya olusekelwe ngokuqinile eZwini likaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Asho ukuthini la mazwi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba esesiswini senhlanzi enkulukazi, uJona unesikhathi sokuthandaza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli livame ukusebenzisa inkulumo ethi "umhlaba" ngendlela engokomfanekiso, liqonde umphakathi wesintu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
John Hooper uthi: "Izipanji... zingabahlanzi bolwandle abaphumelela kunabo bonke."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umcwaningi uLinda Ledray wathi: "Ukudlwengula akuyona nje inkinga yomuntu ngamunye [kodwa] futhi kuyinkinga yomkhaya, inkinga yomphakathi, kanye nenkinga yesizwe."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngempela, uJehova 'wawubumba umhlaba ukuba kuhlalwe kuwo' kuze kube - phakade. - Isaya 45: 18.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lindani, nikhuleke ukuba ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba esashona manje, abazalwane basamkhumbula ngothando.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDebora wathi: "Sukuma, ngoba lolu usuku uJehova azonikela ngalo ngokuqinisekile uSisera esandleni sakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ochwepheshe bathi umuntu ukukhumbula isikhathi eside lokho akufundile uma ekusebenzisa noma ekuphinda kusekusha engqondweni yakhe, njengalapho exoxela abanye ngakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze ajabulise yena, u - Albert waya emihlanganweni embalwa yebandla lendawo loFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
esezwile ngoJesu, weza esixukwini ngasemuva, wathinta ingubo yakhe,
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, sizigcina singenalo ibala elivela ezweni ngokugwema izimo zengqondo, inkulumo nokuziphatha okungqubuzana nezindlela zikaNkulunkulu zokulunga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Adamu kwadingeka akhethe ukuthi wayezothembeka kubani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ubuzalwane bobuKristu baphinde baba usizo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPetru wachaza: "Leliqiniso elilodwa malinganiphunyuki, bathandekayo, lokuthi usuku olulodwa kuJehova lunjengeminyaka eyinkulungwane neminyaka eyinkulungwane injengosuku olulodwa." - 2 Petru 3: 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokho kuhilela okungaphezu nje kokuzishaya ojabule ube uququdwa usizi ngaphakathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UBANI ongakaze ezwe ngeSikhukhula sosuku lukaNowa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ngisondela kuso, sawulahla phansi umsakazo sabaleka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMfoweth 'uJackson, owakhonza njengesithunywa sevangeli iminyaka engaba ngu - 25 eSouth Pacific, waxoxa ngesiphetho seNtshumayelo YaseNtabeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngamanga, sakhala sobabili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn