sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngimkhumbula kakhulu ubaba! "- USara.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Futhi ayidingi ngaso sonke isikhathi imbangela enkulu yokukhathazeka, njengokudivosa kwabazali, ukuze ibe khona.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isimiso sokufunda iBhayibheli nsuku zonke singaba yigugu kangakanani entsheni?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kunjengezitebhisi okhuphuka ngazo, igxathu negxathu, phakathi naso sonke isikhathi sobusha bakho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayezokwenzenjani uSultan Qutuz?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngathola kamuva ukuthi ukube ngangiyiphekile futhi ngayidla leyonhlanzi encane enamevana, kwakuyoba ukudla kwami kokugcina. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(b) AbaseBereya babefunda futhi betadisha imiBhalo kaningi kangakanani?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngo - 1824 uLouis Braille, umfundi oyimpumputhe oneminyaka eyi - 15 ubudala waseFrance, wasungula isimiso sokufunda esisekelwe ochungechungeni lwamachashazi awugqinsi nemidwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yiqiniso, iBhayibheli labikezela ukuthi ezinsukwini zethu kwakuyoba nezinhlekelele, 'ezinjengokuzamazama okukhulu komhlaba.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Akukaze ngaphambili emhlabeni kube nezinceku zikaJehova ezithembekile eziningi kangaka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphezu kwalokho, kunezimiso ezithinta ubuhlobo bethu nabanye abantu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nganquma ukuthi mhla liphinde lifika ekilasini lethu, ngizolinika izihloko ezikhuluma ngezidakamizwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Khumbula futhi ukuthi inyoni ngayinye iqala iyingqamuzana elincane elinazo zonke iziyalezo ezidingekayo ukuze ikhule futhi ibe nomuzwa ongokwemvelo ozoyisiza ukuba indize ngolunye usuku.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuqinisekile, sifisa ukulalela uNkulunkulu nokumlingisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaleyondlela, singakuqonda lokho lowomphostoli ayekusho lapho ethi: "Siyiphunga elimnandi likaKristu kuNkulunkulu kubo abasindiswayo nakubo abalahlwayo, kulaba siyiphunga lokufa kube - ngukufa, kodwa kulabo siyiphunga lokuphila kube - ngukuphila [" amakha abalulekile aletha ukuphila, "The New English Bible;" amakha aqabulayo okuphila uqobo, "Phillips]." - 2 Korinte 2: 15, 16.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokho bekuyoba ukusetshenziswa kokulunga ebhizinisini ngokwalo nakwezinye izisebenzi ezilalela imithetho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngenxa yokuthi ngadilizwa ngesikhathi sesiteleka, ngashoda ngezinyanga eziyisithupha ukuba ngihlanganise iminyaka engu - 50, ngakho angilitholanga iwashi legolide elivame ukunikwa abaneminyaka engu - 50 besebenza! "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuhlola okwenziwa iHarvard University kwaqhathanisa iqembu elalibhema insangu nsuku zonke neqembu elalingayibhemi njalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Bonke ababehilelekile kulo mshoshaphansi babencike komunye nomunye kangangokuthi ukutholakala kwawo kwakungadala umonakalo omkhulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Zibuze, 'Uma ubuyisifo, ubungazivimbela kanjani izenzo zabantu ukuba zingabi zimbi?'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Akukho okungaqhathaniswa nako.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phakathi koBaba BobuPhostoli, akukho lutho ngisho noluncane olusondela emqondweni onjalo noma kulowombono. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho uJesu ebhapathizwa, kusobala ukuthi umoya ongcwele wamkhumbuza izinto ayezifunde ngaphambi kokuba abe umuntu, kuhlanganise nalokho uNkulunkulu ayefuna akwenze phakathi nenkonzo yakhe njengoMesiya emhlabeni. - Funda u - Isaya 42: 1; Luka 3: 21, 22; Johane 12: 50.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekhathele eyingcuba ngenxa yokuhamba elangeni elikhipha inhlanzi emanzini, lo mprofethi wahlala phansi kwesihlahla "wayesecela ukuba umphefumulo wakhe ufe." - 1 AmaKh.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMichel noMarie - Agnès, umbhangqwana waseFrance osucela eminyakeni engu - 60 ubudala, bathuthela eBenin eminyakeni ecishe ibe mihlanu edlule.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izingxoxo eziku - internet aziyona indawo efanelekayo 'yokuyala ngobumnene labo abangenaso isimo sengqondo esihle.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Intombazane yokuqala ithi, "Ngeshwa, mina ngiqomile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sashada ngo - 1947 futhi saqala ukuphayona sobabili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izinhlobo zokudla ezinazo zonke izakhi ngokuvamile zinikeza izilinganiso ezifanelekile zezinc, okusansimbi, necalcium, futhi lezi zingasiza ukugcina amazinga omthofi osemzimbeni ephansi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Inyoka Nochakide
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe banezizathu eziqinile zokwenza kanjalo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
ISidlo SeNkosi Sakusihlwa siyogujwa ngaLwesibili, ngoApril 6, 1993, ngemva kokushona kwelanga endaweni yakini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuhlola okunjalo kuyosisiza sonke namuhla ukuba sigweme ukucwila esimweni esifanayo sokuba buthaka ngokomoya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngo - August walowo nyaka, ngathola isimemo sokuyokhonza ehhovisi legatsha loFakazi BakaJehova eMagdeburg, eMpumalanga Jalimane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Graf ngesibindi sakhe nokuzimisela ukusiza.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Emakhulwini eminyaka kamuva, uJesu wafundisa isimiso esifanayo. - Luka 20: 25.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, iBhayibheli lithi igolide, njengenye ingcebo yezinto ezibonakalayo, ngeke libanike ukuphila labo abalifunayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Bakhona yini muva nje abantu ebandleni ababhekene nobunzima obuthile engiye ngabathandazela? '
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Menze nje aqonde ukuthi yini obhekene nayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani uhambo lwalulude kangaka ukuze baye endaweni eyayiseduze kanjalo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngo - 1943 kwakunoFakazi abayizi - 126 329 kuphela ababeshumayela emazweni angama - 54.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa lokho akuvamile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izimpukane ezincane zazisiluma kabuhlungu, zibangela amaqhuqhuva alumayo aphuma amanzi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Labo ababushaya indiva ubufakazi bokuthi siphila ezinsukwini zokugcina bayophaphama sekwephuzile lapho ukuphela kufika.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Iyini imfihlo yalezi zimbaza?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(a) Iziphi izindaba ezinhle iBhayibheli elizimemezelayo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungakuhle ingabi neziphazamiso.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abanye abashayeli abakhungathekile baphuma bancika ezimotweni zabo futhi bahalalisela ababebangisana ngezinkulumo ezonakele ezaziya zanda.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Hall umgcini wezinto ezindala zaseGibhithe naseSiriya eMnyuziyamu waseBrithani, walichaza ngale ndlela iBhabhiloni: "Lingamahliphihliphi ezindonga ezadilika... ezigqitshwe umhlabathi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa amadoda angamaproselithe ayesokwa ngokulalela uMthetho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli lenza okungaphezu kokumane lidalule amanga ngoNkulunkulu; lembula iqiniso ngezimfanelo zakhe ezithandekayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umkakhe, u - Annalou, uyavuma: "Ukufunda ngezibonelo eziseBhayibhelini kusisizile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yebo, asinakukwazi ukushintsha izinto zangesikhathi esidlule, kodwa ngokuqinisekile singafunda okuthile kuzo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakanjani la mazwi ayengezwakala engenangqondo ku - Aristotle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJesu ngokwakhe uyiDwala lelo ibandla lakhe elizokwakhiwa phezu kwalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngesikhathi esakhula, kungenzeka ukuthi uKhayini wayengacabangi ukuthi uyoke amelane noJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uye wembathiswa "amandla obukhosi," ahilela igunya elandisiwe nemithwalo yemfanelo emikhulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Cabangela nabafelokazi, imikhaya enomzali ongayedwa noma abanye abangase bazuze ngokuzodla nathi ngezikhathi ezithile noma babe nathi ekukhulekeleni komkhaya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Eqaphela lokhu, owesifazane 'othi uhlonipha uNkulunkulu,' uma ekhetha ukugcoba izimonyo, uyozama ukwenza ubuso bakhe buveze isimo sokuhluzeka kwengqondo, ubumnene, umusa nokuzithoba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izinceku zikaNkulunkulu kumelwe zibe nothando ikakhulukazi ngalabo abangabazalwane bazo abangokomoya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umthamo wegazi lakhe wathuthuka kancane kancane, futhi wakhishwa ngemva kwezinsuku ezingu - 15 zokuhlinzwa kwakhe kokuqala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Mhlawumbe kungani umalusi eyitshatha imvu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa abantu abahlala ezikebheni babandisa ubukhulu bendawo ngefenisha eyakhiwe ngobuhlakani eyayifihla imibhede esongwayo nezindawo zokugcina impahla.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UPawulu wakhuluma nalesi sixuku esengumfundi kaJesu, hhayi kaGamaliyeli. - IzEnzo 22: 4 - 21.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaleso sikhathi abantu abangaba izigidi ezintathu bavakashela leso sakhiwo esikhulu sokukhulekela eMexico City ukuze babonise ukholo lwabo eNcasakazini YaseGuadalupe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phawula lokho okushiwo ku - Isaya 3: 11: "Maye komubi! - Inhlekelele; ngoba impatho izandla zakhe ezabaphatha ngayo abanye uyophathwa ngayo naye!"
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngosizo lwabanye, uHelen ubhala izincwadi eziyisikhuthazo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka indlela abazalwane bethu ababejabule ngayo ngokwamukela lamalungiselelo ayinsada angokomoya nangokwenyama!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba ngangingasiqedanga isikole esiphansi, ngavumela phezulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
KHUMBULA UKUTHI UMZIMBA WAKHO NOKUPHILA KWAKHO KUYIZIPHO EZIYIGUGU.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wanezela: "Ngakho - ke umthandazo wethu wokuthula ungumthandazo futhi owenzelwa iNhlangano Yezizwe Ezihlangene.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphezu kwalokho, laba nengxenye ebalulekile ekwenzeni abantu bangadlubulundi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngenxa yalokho, abanale nkinga bavame ukuzigwema izindawo abaye bahlaselwa uvalo bekuzo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ake sithi sintula ukuhlakanipha esikudingayo ukuze sibhekane nokulingwa okuthile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kufanele ngilale isikhathi eside kunesilalwa ontanga yami.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izifundo zayo ezithakazelisayo zihlanganisa esithi "Ungubani UNkulunkulu?," "Ungubani UJesu Kristu?," "Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngomhlaba?"
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Akunjalo 'ngokweTestamente Elisha,' kuyiJerusalem Bible yamaKatolika ethi: "UMoya uye washo ngokucacile ukuthi ngezikhathi zokugcina kuyoba nabathile abayoshiya ukholo futhi bakhethe ukulalela imimoya nezimfundiso ezidukisayo ezivela koDeveli; futhi imbangela yalokhu ingamanga aqanjwa abazenzisi abanembeza babo bashiswé njengokungathi ngensimbi eshisayo: bayothi ukushada kunqatshelwe, futhi bashaye imithetho yokuyeka ukudla uNkulunkulu akudalela ukuba kwamukelwe ngokubonga yibo bonke abakholwayo nabalaziyo iqiniso."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
10 Intsha Iyabuza
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lolu usuku olukhulu ebesilulindele, "washo ethatha isibhamu wagibela ophahleni lwesikole.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Noma kunjalo, manje ngiyabona ukuthi abazalwane basisekela kanjani futhi bangisiza njengoba ngangizama ukukhulisa abantwana bami ukuba babe abakhulekeli bakaJehova. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma kukhulunywa ngesizungu, amadoda awanakuzigabisa ngokuthi yiwona anamandla kulamaqembu amabili obulili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
38% Umkhaya wabo ngeke uhlale ndawonye 33%
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, ukwanda okukhona phakathi kwabesifazane ababhemayo kwenza leyonkulumo ingabazeke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengokulindelekile, qala ngokugezisisa izandla zakho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yini eyawasiza ukuba enze njalo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ungalweli ukwenza okuhle ngokukhethekile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu sikwenza ngokukhuluma naye ngomthandazo ngento esikhathazayo, ngokuncika eZwini lakhe nasenhlanganweni yakhe ukuze sithole isiqondiso nokusekelwa nangokwenza lokho okusemandleni ethu ukuze silungise isimo. - IzAga 3: 5, 6; 11: 14; 15: 22; Filipi 4: 6, 7.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova akaboni nje kuphela kodwa uthatha nesinyathelo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwakusengathi impi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa ngosizo lukaJehova, bazisingatha ngokuphumelelayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"INSIZWA ESENTSHA IBEKA UBUHLE NEZIMFANELO EZINHLE ESILINGANISWENI ESIFANAYO," KUPHAWULA UMKRISTU OTHEMBEKILE OSEKHULILE.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izinhlobo ezingafani zomlingo zingase zihlukaniswe ngezindlela eziningana.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho lo papa edinga umbuso ozomsiza aqinise ubuhlobo bakhe neFrance, waphula isithembiso sendodakazi yakhe eneminyaka engu - 13 ubudala, uLucrezia, sokushada nesikhulu sase - Aragon wayishadisa nesihlobo sombusi (duke) waseMilan.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho sengifunda esikoleni samabanga aphakeme ngaqala ukuzitika ngotshwala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngamshayela ucingo, futhi waqala ukungiqhubela isifundo seBhayibheli ngencwadi ethi UNkulunkulu Makabe Oneqiniso njengensiza - kufundisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho ubugovu bemali bugcwele kubantu abakuwo wonke amazinga emphakathini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(a) Inkulumo yethu kufanele ibe namuphi umphumela emihlanganweni?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umshumayeli Okhubazekile Ngakhala mí izinyembezi lapho ngifunda indaba kaKonstantin Morozov esihlokweni esithi "Umbono Wethemba Naphezu Kokukhubazeka."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuze aqiniseke ukuthi uthola isivuno esihle, njalo umlimi wayewuthena umvini ukuze uthele kakhulu futhi ahlakule ukuze ungabi nokhula nameva.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Babenjalo bonke abanye abaprofethi beBhayibheli abakholekile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.