sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Le mishinyana, enesisindo esincane kakhulu, yabonisa ukuthi empeleni ezinye zalezi zinyoni zazindiza amakhilomitha angu - 90 000 ukuya nokubuya lapho zisuke zifudekele khona.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wabhala: "Yeka indlela ezaba usizo ngayo kubantwana bakwa - Israyeli izinto abaphuma nazo eGibithe, izinto abaseGibithe ababengazisebenzisanga kahle, kodwa amaHeberu azisebenzisela inkonzo kaNkulunkulu, eqondiswa ukuhlakanipha kukaNkulunkulu."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuvimbela Inzalo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu kusho ukuthi amaphesenti angu - 99,3 engqikithi engu - 16 100 000 yamakhophi e - Nqabayokulinda akhiqizwayo anesembozo nezihloko ezifanayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Malek wathi u - Ibrahim wayemfundise ukulihlonipha iBhayibheli.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(Bheka isithombe esisekuqaleni.) (b) Izidalwa ezihlakaniphile ziyosabela kanjani lapho kubhujiswa lesi simiso sezinto?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kunalokho, sibonisa inhlonipho ngoba siyaqonda ukuthi kungani besivakashele nokuthi bazikhandla kangakanani ngenxa yethu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UKostas, umyeni kaTatiana, ufundela amadodakazi izindaba ezincwadini ezithile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe ngikwenza umkhuba ukufunda iBhayibheli nsuku zonke?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Sibi kakhulu kunalokho esasikulindele," kusho umphathi we - Operation Hunger, iqembu lokunikeza usizo elizimele laseNingizimu Afrika.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wangibuyisela ebhuthini, wahamba nami kancane endleleni, wangishiya ngemuva kwesonto lamaBaptist, wayeseshaya echitha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma zitholakala izihlalo zesivikelo lapho uhlala khona, ukuzisebenzisa kungaqinisekisa ukuphepha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ubani owahamba no - Isaya lapho eyisa isigijimi eNkosini u - Ahazi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa, eqinisweni, yibo kanye laba ababedelelwa abefundisi abamukela udenariyu - udumo lokukhonza njengamanxusa agcotshiwe oMbuso kaNkulunkulu wasezulwini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa lo mbulali wajika washona entshonalanga waqonda ngqó eBelize, ogwini lwaseMelika Ephakathi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho thandaza njalo kuNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Incwadi ethi A History of the Modern World, kaR.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nalokhu kuye kwenzeka esikhathini sethu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba ucwaningo lwesayensi yanamuhla luye lwabonisa ukuthi eminye yale mibono esinesikhathi eside ikhona ayilona iqiniso, ezinye izinkolelo zisekhona nanamuhla.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phakathi naleso sikhathi, zingaphezu kuka - 40 iziboshwa eziye zasizwa ukuba zibe izikhonzi ezibhapathiziwe ezingoFakazi BakaJehova, futhi zingaphezu kuka - 90 ezinye iziboshwa eziye zazuza ezifundweni zeBhayibheli zasikhathi sonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, ngezinye izikhathi isihluthulelo sengqondo esingamaneuron, noma amangqamuzana engqondo, siyehluleka ukwamukela noma ukudlulisela imibiko ngendlela efanele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Naphezu kwezingcindezi, uPawulu wakwazi ukulwa nokuthambekela kokunqotshwa isilingo - nawe ungakwazi!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Udokotela wazihudulela ehhovisi laseposini, ekhathele eyingcuba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Umbonisi wesifunda kanye nabazalwane abane bendawo baboshwa ngokungemthetho futhi bafakwa endlini encane ngokuvamile egcinelwe izinja ezidukile," kusho umbiko.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli liphinda lichaze: "Akukuyo indoda ukuba ihambe, iqondise izinyathelo zayo."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Esinye isihambeli siyabika: "Lapho sisebhasini sesibuyela ehhotela lo muntu owayesibukisa indawo wathi sasihluke kakhulu kwezinye izivakashi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba imizwa enjalo iqondakala, ingase futhi ikushukumisele ekubeni usabele ngezindlela ezikhulisa, kunokuba zinciphise, izinkinga zokuba mpofu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Leli qiniso kanye nenkambo yakhe yokwethembeka ngokuphelele kwenza ukuphila kwakhe kwaba nenani elalidingeka ukuze kuthengwe kabusha isintu esonweni nasekufeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho ubaba esegulela ukufa, kunababili enikholwa nabo ababefika bezomfundela iBhayibheli nsuku zonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJesu wabuye wafundisa abalandeli bakhe indlela yokuthandaza kuJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho - ke, ukuphila okujabulisa uJehova kunokulinganisela futhi kungahlanganisa nezinto ezihlukahlukene.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJEHOVA ungoPhezukonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Inhlamba Yenziwa Umculo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ungase uzame ngisho nokulungiselela kusengaphambili indlela oyomelana ngayo nokucindezela kokuba ubheme.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJesu wabiza abalandeli bakhe ngokuthi abangane bakhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uyazifela ngenyama.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli lithi: "Ngokuqinisekile amacebo okhuthele ayamzuzisa."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuthi ungakwenza kanjani okufanayo kuyoba ingxoxo yesihloko sethu esilandelayo kuloluchungechunge.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Yebo ngiyafuna," ngiphendula.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngenxa yalesi sizathu, kuyiphutha nokwenza isithombe ukuze sisisize ekukhulekeleni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Indaba yakhe iye yangishukumisela ukuba ngenze konke engingakwenza enkonzweni kaJehova futhi ngikwenze kuze kube sekupheleni. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngathatha isithombe futhi lapho ngisibhekisisa ngaqaphela ukuthi kwakuyiplanethi eyayihamba kancane. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa ngaphezu kwalokho, balingisa uJehova, isibonelo esiyinhloko sobuhle, futhi kanjalo ngokuziphatha kwabo badonsela abathobekile ekukhanyeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova wake wazizwa eshukumiseleka ukuba atshele abakhulekeli ababezenzisa ukuthi: "Ngisho noma nenza imithandazo eminingi, angilalele; zona kanye izandla zenu zigcwele igazi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungenzekani uma sizigodla 'singakhonzani'?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho - ke, lokho kunqoba kwango - 1473 B.C.E. kumelwe ukuba kwenzeka phakathi nesikhathi uAkhenaton athola ngaso izincwadi ezivela eTel el - Amarna nezinsuku zikaMerneptah.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umgomo oyinhloko wenkolo yamaProthestani wawuwukuba kuqhutshwe izinkonzo zesonto ngezilimi ezivamile kunesiLatini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa ngokungafani nezinye izilwane ezinjalo, izikhwama zama - wombat zibheke emuva, ngokusobala ukuze amazinyane angangcoli lapho unina ephuma nawo emgodini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukubhekana Nokugula Okungalapheki Njengomkhaya, 5 / 22
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe siye sakubona lokho phakathi nekhulu lama - 20 leminyaka?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe Abafileyo Bangasiza Abaphilayo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
'Ngithi, sawubona mzalwane.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IBhayibheli lisitshela ukuthi lapho abafowabo behileleka ebubini, insizwa eseyintsha uJosefa "waletha kuyise imibiko emibi ngabo."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kamuva yaya emhlanganweni wesigodi futhi yamangaliswa ukubona izingane zayo zigonwe oFakazi bakwamanye amazwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ebhekene nalezi zimo, ingabe uDavide wayengajabula kuyilapho elinde impumuzo eyayizofika ngesikhathi sikaJehova esifanele?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okwesibili, baye bathola ukuthi kunezinto ezibaluleke kakhulu ekuphileni kunengcebo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuvumelana nalowo mthandazo, siyaqikelela ukuba sigweme izimo ezingase zisiholele ekwenzeni okubi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Akukho engingakwenana ngalezo zinyanga eziyisithupha!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
I - sperm whale
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayethi angaqeda abaleke, ngoba isijeziso salesi senzo esasibhekwa njengecala sasiba yiziqalekiso nokukhandwa ngamatshe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba kunjalo, uAndrew noJulian banquma ukuzifaka engozini yokubanjwa abazali babo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngo - 1992 umsebenzi woFakazi BakaJehova wagunyazwa ngokusemthethweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuyiqiniso ukuthi kungase kuzwakale kuyindida ukucela uNkulunkulu ukuba abusise umshushisi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umyeni wayeyisidakwa, kodwa manje useshintshile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
OFakazi BakaJehova kuphela abaye bagcwalisa isiprofetho sikaJesu sokuthi izindaba ezinhle ziyoshunyayelwa emhlabeni wonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe inkonzo yethu iyoba yisibusiso esivela kuJehova kwabanye abantu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho sinesandla esivulekile ngisho nakubantu abangeke bakwazi ukusipha izinto, sijabulisa uBaba wethu osezulwini. - Mathewu 5: 44 - 46; 1 Petru 4: 9.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sizwa okuningi ngalokho okwenzekayo emikhayeni eye yahluleka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngiye ngazama ukuhlala nginombono oqondile nokuthola isifundo kulo lonke uvivinyo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngamanye amazwi, ngenxa yeqiniso lokuthi "abakhethiweyo" babengasekho engozini, izinsuku zosizi zazingase zifinyezwe, kuvunyelwe 'inyama' ethile engamaJuda ukuba isinde.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wakhulela kuyikoloni yamaGreki iHalicarnassus (manje ebizwa ngeBodrum, eseningizimu yeTurkey) futhi wavakasha ezindaweni eziningi eGrisi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Base besondela kuye abafundi bakhe, bamncenga, bathi: "Mmukise ngokuba uyakhala emva kwethu."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okwenezela ebumtotini balo mculo izindlela ezihlukahlukene zomculo oFakazi base - Asia, e - Australia, eYurophu, eNyakatho naseNingizimu Melika abaye bazisebenzisa lapho beqamba lezi zingoma.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
* Njengoba iBhayibheli lisho, akuve kulula ngabazali ukuba 'bajikijeleke ngapha nangapha sengathi bajikijelwa amagagasi futhi bayiswe lé nalé yiyo yonke imimoya yemfundiso.' - Efesu 4: 14.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Ezinyangeni ezintathu ezalandela," ebhala encwadini yakhe ethi Bwana Game, "wayelala njalo ngaphakathi [ethendeni lami], ngokuvamile enabe phansi eduze kombhede wami futhi ngezinye izikhathi phezu kwawo....
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Bobabili uSawule noJonathani bafa. - 1 Samuweli 28: 4 - 7; 31: 1 - 6.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
[Umthombo Wesithombe ekhasini 22]
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UTomasz wanquma ukuphindela ePoland, nakuba ayengase abhekane nezinkinga lapho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kulezi zimo umuntu angase angaqapheli ukuthi unesifo semithambo yenhliziyo (CAD).
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phakathi nenkonzo kaJesu, uJakobe wayengeyena umlandeli wakhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma umthanda, qiniseka ngokuthi uyokubusisa ngokucebile. - Marku 10: 29, 30.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
E - Italy, oFakazi abaningi baye bayamukela inselele yokufunda izilimi ezinzima, njengesi - Albania, isi - Amharic, isi - Arabhu, isiBengali, isiPunjabi, isiShayina, isiSinhala nesiTagalog.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuze sibasize baqonde umsebenzi wethu, sahlela ukubabonisa amafilimu enziwa oFakazi BakaJehova, njengethi The New World Society in Action nethi The Happiness of the New World Society.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayethanda ukudlala ibhola likanobhutshuzwayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe uzimisele ukuba nabangane bangempela?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Iminyango yavuleka phambi kwami.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngangilikhumbula kakhulu ibandla lakithi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngesikhashana ikamelo lakho liyoba nokubukeka okwehluke ngokuphelele, futhi uyokhulisa umuzwa wokuziqhenya ngalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngemva kokubuka uhlelo lwazinyanga zonke, sivame ukubezwa bethi bazizwa besondelene namalungu eNdikimba Ebusayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka ukuthi uPawulu wathola lokhu kuthula kungamandla amakhulu kangakanani!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphezu kwalokho, umhubi wathi umuntu 'ubuyela emhlabathini wakhe; ngalona lolosuku amacebo akhe ayaphela.' - IHubo 146: 4.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Ngiyakulindela uNkulunkulu wokusindiswa kwami; uNkulunkulu wami uyakungizwa." - MIKA 7: 7.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngazifundela leyo ncwadi kanye neBhayibheli.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngemva kwezinyanga eziningi zokusizwa ukuba ngilulame, ngakwazi ukuphakamisa ikhanda kancane nje kuphela.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UPawulu wakhuluma 'ngokuphila okumi phakade lokho uNkulunkulu, ongenakuqamba amanga, akuthembisa ngaphambi kwezikhathi ezimiyo njalo.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, izinwele zingase zimile kabusha, kodwa zingase zithambe kakhulu futhi ziphaphatheke ngombala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Esaboshiwe, uManase waphenduka, wazithoba, wancenga uJehova ukuba amthethelele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abanye bamatasa kakhulu ukuba bazikhathaze ngoNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba imikhumbi yaseSpain yayehlise amahange futhi ingavikelekile, amaNgisi athumela imikhumbi engu - 8, eyayilayishwe iziqhumane yabe isithungelwa ngomlilo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngalo kanye usuku olulandelayo, lo Fakazi waya kumqondisi wezisebenzi ephethe uhlelo lwezifundo ezazicatshangelwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.