sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Obani abakhokha intengo yalokhu kushintshela emphakathini okhululeke kakhulu, obusa ngentando yeningi, njengoba ubizwa kanjalo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMiguel nomkakhe bagcina bebe ngoFakazi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abanye abacwaningi bayangabaza ukuthi kunokuhlobana okukhulu phakathi kwezithombe zobulili ezingcolile kanye nezenzo ezingokoqobo zokuziphatha kabi ngokobulili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukwesaba ukulimala kusisiza sigweme izingozi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izintuthwane, izinyosi nomuhlwa kunakekela futhi kuvikele abantwana bako ngendlela ephawulekayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phakathi nalezi zinsuku zokugcina zalesi simiso, inani labafowabo bakaKristu abasele emhlabeni liye lancipha njengoba kulindelekile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ezinye Izinhlobo Zamatshe
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ubani engimtshela izindaba ezijabulisayo kuqala - engishade naye noma othile ohlukile?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa siyazi ukuthi uMariya noJosefa babenezinye izingane okungenani eziyisithupha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Singafundani esibonelweni sikaNehemiya?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungesizathu esihle - ke ukuthi iBhayibheli lithi: "Ningalokothi nikhathazeke ngosuku olulandelayo, ngoba usuku olulandelayo luyoba nezalo izinkathazo." - Mathewu 6: 34.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imiphumela Yesinqumo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayekhuluma ngobani?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Funani kuqala uMbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umhlambi kaNkulunkulu uye wazuza ekulungiseni okufika ngesikhathi ezinqubweni zenhlangano
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Simane nje singabazalwane abangokomoya "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Intuthuko yabo engokwasezulwini yehluleka ukuhambisana nenhlalakahle yabo yezomnotho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengabantu abangaphelele, sizowenza nakanjani amaphutha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Onogada babevame ukuza kule mibuthano, lapho sasishumayela khona obala ngalokho okushiwo iBhayibheli ngethemba lovuko noma ngelungiselelo likaJehova lomshado nezibusiso zesikhathi esizayo ezweni lakhe elisha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
OFakazi BakaJehova bangakujabulela ukukusiza utadishe iBhayibheli, futhi uthole ukuthi yini ongayenza ukuze wena nalabo obathandayo nibe nekusasa eliqhakazile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka ukuthi kukhuthaza kanjani ukwazi ukuthi lokho uJehova akwazisa kakhulu yinto sonke esingayibonisa, kungakhathaliseki ukuthi izimo zethu ziyini - uthando lwethu ngaye!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abaningi babengeke babe 'nothando,' noma njengoba enye inguqulo yeBhayibheli ibonisa, 'babeyontula uthando olufanele ngemikhaya yabo.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekugcineni, ukuthambekela kukababa ezindabeni ezingokomoya kwamholela ekubeni anqume ukuba umfundisi weSonto LaseHabe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isibindi siyadingeka ukuze sishumayele izindaba ezinhle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UNGAYINQOBA KANJANI LE NSELELE?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwe - Encyclopædia Britannica, "eGrisi naseRoma lasendulo isilinganiso sobude bokuphila kwabantu sasiyiminyaka engaba ngu - 28."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Khona - ke ingabe kungashiwo ngokuzwakalayo ukuthi uNkulunkulu, uBaba ophakeme onothando, uMdali wendawo yonke onokuhlakanipha konke, wakuhlela ngamabomu ukuhlupheka njengengxenye 'yesu lakhe lokusindisa'?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izwe Lethu Elishintshayo - Liphokophelelephi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokunokwenzeka ungafinyelela kusiphi isiphetho?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe ngempela usesimweni sokuqhuba ubuhlobo buze bufinyelele emgomweni wabo ofanele - umshado?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umagazini i - American Health ukuchaza ngokuthi "ukugasela kwe - adrenaline okuhlasela umzimba wakho imizuzu emihlanu noma ihora noma usuku bese kunyamalala ngokushesha nangokungaqondakali okuze ngakho, kukushiye ubuthaka, ukhathele futhi usaba okulandelayo."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nebhizinisi Liyachuma
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokushesha, kwase kudlule unyaka wonke!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Eqinisweni, abanye abathengisi bezinkwa babebalwela lapho ngingawaphethe amakhophi anele!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ungase ukwazi ukuziqonda kangcono izingane zakho futhi uzinike neseluleko esingazisiza - ngendlela ongeke wayicabanga.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwathiwa isizathu salokhu kwakuwukudla okuphekwe ngezinto ezinamekwe ngomthofu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Indlela engasentshonalanga eya eNdiya kwakungeyakhe, ngokucabanga kwakhe, futhi wayesezokhohlwa ukukhungatheka kweminyaka eyisishiyagalombili edlule.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, ababonisi akufanele babheke ukumiswa kwabo njengesikhundla sokuvelela, kodwa njengethuba lokwenza umsebenzi, ngokuthobeka, ngokwazisa, ngenkuthalo, njengoba kwenza uJesu, owathi: "UBaba usebenza kuze kube - manje, nami ngiyasebenza." - Johane 5: 17; 1 Petru 5: 2, 3.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kulinganiselwa ukuthi ukuthathwa komculo ongamaphesenti angu - 95 kuyi - Internet emhlabeni wonke ngo - 2009, kwakungekho emthethweni. - I - TIME, E - U.S.A.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeke, uMfoweth 'uGenrich waqhubeka elethela uSusan izincwadi ezazizomsiza ukuba aqonde iBhayibheli.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokufanayo, eyesi - 2 Petru 2: 4 ithi: 'UNkulunkulu akayekanga ukujezisa izingelosi ezona, kodwa, ngokuziphonsa eThartharusi, [isimo sokuthotshiswa ngokuphelele], wazinikela emigodini yesigayegaye [esingokomoya] ukuba zigcinelwe ukwahlulelwa.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho uJesu esezobashiya abafundi bakhe, wathi kubo: "Ngininika ukuthula kwami....
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uyayanga futhi athi: "Woza... sijabule ngokuthandana."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umbazi wenza umfanekiso ngokhuni, bese umuhlwa (usizwa yisimo sezulu esishisayo) uwubhubhisa, ngezinye izikhathi ngezinsuku ezimbalwa!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwakunomuthi owodwa kuphela okwakungafanele bawuthinte - "umuthi wolwazi lokuhle nokubi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngangiphuza kakhulu ugologo newayini elenziwa ekhaya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwakucatshangwa ukuthi iSiphepho uCamille sasinamandla kakhulu kunoKatrina, kodwa uVincent Creel uthi uKatrina 'wayenamagagasi amakhulu angavimbeki afana ne - tsunami.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe kungenzeka ukuthi babesuka ezindaweni ezihlukahlukene?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa lokho sekushintshile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukubhapathizwa "egameni likaYise" kusho ukuthi ozobhapathizwa uqaphela isikhundla sikaNkulunkulu negunya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJohane wabhala: "Ubusisiwe ofundayo nabo abawezwayo amazwi alesisiprofetho, bagcine okulotshiweyo kuso, ngokuba isikhathi siseduze."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(b) Yikuphi ukuphathiswa kwegunya okwenzekayo ebandleni lobuKristu, futhi yini lokhu okuyidingayo kithi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
USam oneminyaka engu - 14, okukhulunywe ngaye ngaphambili, uyachaza: "Ubaba akakaze asho ngokuqondile ukuthi asinakuba nemidlalo ye - video.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe lokhu kuwumphumela wezibulala - zinambuzane ezingamakhemikhali?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
□ Abazali kumelwe bakubheke kanjani ukuzalwa komntwana, futhi kungani singekho isidingo sokuba bakhathazeke ngokungafanele ngekusasa?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho - ke, kungaba yiphutha ukucabanga ukuthi konke ukugula nezingqinamba kubangelwa yizenzo zemimoya emibi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umoya wawuzoba umsizi ngezindlela eziningana.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yebo, basekhona abantu eBhereya (eVéroia) abayihlola ngokucophelela imiBhalo ukuze 'baqiniseke ngazo zonke izinto' futhi 'babambelele baqinise' ezintweni eziqinile neziyiqiniso.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
I - State of the World's Children 1992, eyakhishwa i - United Nations Children's Fund, yathi cishe ukukhulelwa okukodwa kokuthathu emazweni asathuthuka phakathi nonyaka akunakuba nje okungahleliwe kodwa okungafunwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abalindeli abantu ukuba beze kubo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, iBhayibheli libonisa ngokukhanyayo ukuthi uJehova uNkulunkulu, uMsunguli womshado nomfazi oyedwa, akavumelani nalokho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngemva kwezinyanga ezingu - 18, sashada.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kunezincwadi ezingaba ngu - 30 zasendulo esezitholakele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka isibonelo esihle amadoda okumelwe asilandele ekuphatheni kwawo omkawo!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
YEKOVA: IsiZande
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngenkathi u - Eliya ezingelwa indlovukazi engumbulali uJezebeli, uvalo lwamqeda futhi wathandaza kuJehova: "Kwanele!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sigunyazwe ngokwasezulwini ukushumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngempela, sonke singawuhlakulela umoya walamaphayona ashisekayo futhi senze konke izimo zethu ezisivumela ukukwenza ukuze siqhubekisele phambili umsebenzi wokushunyayelwa kwezindaba ezinhle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yebo, yitadishe ngenkuthalo imiBhalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ilungelo LikaNkulunkulu Lokubusa Lifakazelwe
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukubaluleka kokuqapha abangane bethu kwaqokonyiswa enkulumweni yangoLwesibili ethi "Ingabe Abangane Bakho Bangabangane BakaJehova?"
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
URafael nomkakhe bakuthola kuyiqiniso lokhu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengezinceku zikaJehova namuhla, sinokholo nethemba leqiniso.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Noma kunjalo, ubuhle namandla eMpophoma iMurchison abulibaleki.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ohlwini olungezansi, imigqa ibalwa kusukela phambili kuya emuva, futhi amagama ahlelwe kusukela kwesobunxele kuya kwesokudla emgqeni ngamunye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(a) Kukanjani abanye beye "babambelela kubo abaningi ngokuthopha"?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uyachaza: "Ngase ngineminyaka engu - 9 ngingomunye woFakazi BakaJehova, kodwa kwakunjengokungathi ngimi ndawonye ngokomoya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Qhathanisa Umholo Nezindleko
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho, ukwambula imfihlakalo yokuphila kuye kwabonisani?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova wathi ku - Israyeli wasendulo: "Owesifazane makangagqoki okwendoda, nendoda mayingembathi ingubo yowesifazane, ngokuba yilowo nalowo okwenza lokho uyisinengiso kuJehova." - Duteronomi 22: 5.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
30 Uhlu Lwezikhombo Ze - Phaphama!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
sibingelela esimvakashele, sisebenzisa igama lenhlonipho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yiqiniso ukuthi uJehova wazembula kuma - Israyeli.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu kushona phakathi ngokweqile kwalo, kwenza amathambo omhlandla walo agudluke endaweni yawo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(Funda iHubo 142: 2.)
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani kungamelwe sibe namahloni okucela usizo kubadala ukuze sinqobe ubuthakathaka bethu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yebo, uJehova "uphulukisa abanenhliziyo eyaphukile, abophe izindawo zabo ezibuhlungu." - IHubo 147: 3.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kubaluleke kakhulu ukuba singasivumeli isifiso esibi ukuba siqale ngisho nokuqala ukwakheka enhliziyweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaqaphela ukuthi ngakwazi ukufinyelela izimfanelo zokuthola umfundaze, futhi, ngokuvamile, lokhu kwakuyoba okuthokozisa kakhulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMose wayengaba kanjani nethemba lokuqhubeka angakhathali?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yizwe njengoba ilandisa:
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UDavide wayenecala lokuqamba amanga nokukhohlisa ekwenzeni icebo lokufa kuka - Uriya nokuzama ukufihla amaqiniso ngokukhulelwa kukaBati - Sheba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umkhathi ongaphezu kwesikwele ngasinye kuthiwa yibhokisi, futhi kugcinwa izinga lomoya osemkhathini, umfutho wawo, izinga lokubanda nokushisa nomswakama okuthathwe emazingeni okuphakama angu - 20 ahlukahlukene.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungenzeka unomuzwa wokuthi manje usuwazi kangcono amaJapane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wabhala: "Ezinsukwini zokugcina kuzakuvela izikhathi ezinzima; ngokuba abantu bazakuba - ngabazithandayo, nabathandimali, nabazigabisayo, nabazidlayo, nabahlambalazayo, nabangalaleli abazali, nabangabongiyo, nabahlazisayo, nabangenaluthando, nabahlebi, nabangazithibi, nabangenabumnene, nabangathandi okuhle, nabakhapheli, nabanamawala, nabakhukhumele, nabathanda injabulo kunokuthanda uNkulunkulu, nabanesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla akho bewaphika; labo - ke wobagwema."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaso sonke isikhathi engifunda nabo ngibatshela ukuthi uJehova akasishiyi nanini uma sifuna uMbuso wakhe kuqala. "- Mathewu 6: 33.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ubungevume yini ukuthi imiphumela iye yaba ngelimazayo? - Duteronomi 32: 5; UmShumayeli 8: 9.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, ukuthi "Ngiphatheke kabi ngenxa yalokho okushilo" kuphumelela kangcono kunokuthi "Ungiphathe kabi" noma "Kufanele ngabe wazi kangcono ukuba ungasho lokho."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngalesikhathi, uJuliyu wakhetha ukumlalela uPawulu, futhi ukubaleka kwamatilosi kwavinjwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Leqé Imingcele Yokusanguluka Kwengqondo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.