sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Kungalesosizathu, ngokuphindaphindiwe, uJesu akhuluma amazwi anjengalawa alandelayo: "INdodana ingenze - lutho ngokwayo, kuphela lokho ebona uYise ekwenza."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esesithathu, kwakuzodingeka kwenziwe amalungiselelo ukuze labo abashumayela izindaba ezinhle bahlangane ndawonye bakhulekele uJehova futhi bafundiswe indlela yokwenza umsebenzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengeqembu, bachitha amahora angaphezu kwezigidi eziyinkulungwane unyaka ngamunye besiza abanye ukuba bafinyelele ekwazini uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zisuka nje, ngabona ukuthi oFakazi bahlukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Elikabani leli bhokisi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphansi koMthetho KaMose, abesifazane babenezikhundla ezihloniphekile namalungelo abo ehlonishwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ake sibukeze indima ebalulekile efezwa yilezi zinceku zikaNkulunkulu zasezulwini ekuhlwanyelweni kweqiniso loMbuso, bese sibona indlela isibonelo sazo esisikhuthaza ngayo ukuba nathi sifeze eyethu indima.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJohane wathi ngaye: "UDiyotrefe othanda ukuba abe - mkhulu [ebandleni] akasamukeli thina....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bhekani, indlu yenu isisala nani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho esebuya, uKaren wabona indodakazi eyayisele isalokhu ihlezi emotweni ilindile endaweni epaka izimoto.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OwayenguNdunankulu waseBrithani uHarold Macmillan ngo - 1962 watshela iPhalamende LaseBrithani Labantu Abaphansi ukuthi "sonke isisekelo iZizwe Ezihlangene ezazakhelwe kuso siye salulazeka."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJohn noSue bangababili nje phakathi kwabangaphezu kwezigidi ezintathu zoFakazi BakaJehova abaqinisekisa ukuba yiqiniso kwesithembiso sikaJesu sokuthi lapho kufunwa kuqala uMbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, zonke izidingo ezibonakalayo 'ziyakwenezelwa nina.' - Mathewu 6: 33.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke umoya kaJehova wasebenza kuye, walidwengula. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IZINGOMA: 125, 62
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ITogo ibika ukuthi ukwakhiwa kwamaHholo OMbuso asezingeni elihle kuye kwaba nomphumela omuhle emphakathini kangangokuthi abanye abantu bazama ukuqasha noma ukwakha izindlu ezindaweni okuzokwakhiwa kuzo amahholo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abadala bayazuza ngokubonisana nokunikezana ukusikisela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinwele Ngisebenza ngezinwele, futhi lapho ngifunda isihloko esithi "Ukuhlolisisa Izinwele Zakho" (April 8, 2001), ngafikelwa injabulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma sihlala sisondelene noJehova ngomthandazo, akasoze asishiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UHannah, ohlala eNgilandi, wayeneminyaka engu - 13 ubudala futhi efunda isiFulentshi esikoleni lapho ezwa ukuthi kwakusungulwe iqembu elikhuluma isiFulentshi edolobheni eliseduze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isifiso sokuvelela kwakungesona sodwa isizathu esasingabangela ukuntuleka kobunye phakathi kwabafundi bakaKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa noma ikuphi ukushiyeka noma amaphutha angase enziwe abadala abathile awenzi kufaneleke ukuba thina singazithobi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho ukuhlala ngokwehlukana kungenzeka uma kunokungondli kwangamabomu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abasoze balulahla ukholo lwabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ezwa ukuthi bobabili babengezwa futhi bezama ukufunda izindebe, waqonda ngaphandle kwenkinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokujabulisayo, ngakwazi ukusebenzela uDade Koda izinsuku ezithile ngibe ngiphayona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkinga ababhekene nayo ingase ibe nkulu, "kodwa ingaxazululwa, futhi iNhlangano iyasisiza," kuphawula uRaimo Kuokkanen, isithunywa sevangeli saseMadagascar.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, iBhayibheli lithi uNkulunkulu unendawo eqondile yokuhlala - amazulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uye waba yini umphumela walokho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iyiphi kula madoda eyabonakala ilungile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Yini engasisiza sivume ubuthakathaka bethu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ecabanga ukuthi ngolunye usuku kuyodingeka ukuba abazali bakhe bathuthele kuye, owesifazane uhlela ukuba kuthuthwe ngokushesha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Empeleni, igama likaNkulunkulu liqinisekisa ukugcwaliseka kwezwi lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu usebenzisa inzuzo yenhlawulo yakhe ehlengayo ngenxa 'yabaningi' abakholwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova kuphela ongakunikeza lokhu ngomoya wakhe ongcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khumbula ukuthi uJehova ukwazisa kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha ngazithola sengihlanganyela, ngithathwé intshiseko evamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuye kwagcizelela kimi ukuthi kungakhathaliseki ukuthi abazali bangase bazame kanzima kangakanani ukukhulisa izingane zabo ngendlela kaJehova, abanye bangase benqabe yize kunjalo ukulamukela iqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(Funda uDuteronomi 7: 7, 8.)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleyo ndlela siyobe sibonisa uthando lwethu nokubonga ngale ncwadi eyigugu nangoMlobi wayo uJehova uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Michener uveza ubuqili obunjengalobu: ukudunyiswa kwabaphangi bemali abaqongelela amakhulu ezigidi zemali yabanye abantu, ubugebengu babahwebi abasebenzelanayo, amaqembu angokwenkolo aphangayo angenza noma yini ngenxa yemali, ingculaza esabisa abantu, amaphekula aphazamisa umphakathi, abezombangazwe abahlasela amapaki esizwe futhi bavumele inhlekelele yezinto eziphilayo nendawo ezungezile, izikhulu zikahulumeni ezidayiswa isitha izikhali bese zifaka inzuzo ngokungemthetho enguqukweni yaseMelika Ephakathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngisho noma kungakubangela ukuphazamiseka okuthile, sikunxusa ukuba ungalahlekelwa yiwo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OHLWINI, okuwukuphela komuntu ongazange akholelwe enkolelweni yokudalelwa kwakunguJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La madoda nawo ayengethembi ukuthi angakwazi ukukwenza lokho uNkulunkulu ayewathume kona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi nakuba kuyiqiniso ukuthi kusukela ngo - 1945 umuntu uye wangazisebenzisa izikhali zenuzi empini, ikhulu lethu leminyaka lisabhekwa njengeligcwele ukubulala emlandweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka injabulo okwakuyiyo ukubabona sebengabantu abadala manje, bekanye nemikhaya yabo, bonke besakhuthele enkonzweni!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulunga Kwaphezulu - Isizathu Sokujabula!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe umzali ubengalondoloza ubuhlobo obuhle noNkulunkulu uma ubephatha kabi ifa lakhe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhulisa izingane kuwumsebenzi ohlanganyelwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ithuluzi Nesiko
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
kubabaza uProfesa Biran.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, sababaza iziboshwa ezazifake uphawu lukanxantathu onsomi - abaFundi BeBhayibheli, njengoba oFakazi BakaJehova babebizwa kanjalo ekamu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye inhloko yomkhaya yathi: "Ukukwazi ukukhuluma ngokholo lwakho nethemba ezindlebeni ezizwayo kwenza iqiniso liphile ngempela!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kanjalo, u - Asafa waphinde wazibona ngokucacile ukuthi uyinceku kaJehova enelungelo eliphakeme.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba abantu bakaJehova namuhla bengatholi mibono, kokubili umthandazo nokuqondisa komoya ongcwele kuyabasiza ukuba benze izinqumo ezifanayo ezihlakaniphile eziqondene nezithakazelo zoMbuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abafuni bamagugu bekhulu le - 15 abazange babalethele izibusiso abantu abayizakhamuzi ezingamaTaino, kodwa babalethela ubugqila nokuhlupheka okukhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo abalalela bathola isibusiso; labo abenqaba isigijimi balahlekelwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Asikwazi ukuzakhela ukholo ngamandla ethu okuzimisela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kwangenza ngaphila ukuphila okwanelisayo kokukhonza uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akumangalisi ukuthi amantombazane asemasha kwatholakala futhi nokuthi anamazinga aphakeme ngokuqhathaniswa okuphathwa izifo ezithathelwana ngobulili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu washo isimiso esihlakaniphile esithi umuntu kufanele "abale izindleko" ngaphambi kokuqala umsebenzi obalulekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IsAmbulo 19: 1 - 6 sinikeza buphi ubufakazi bokudunyiswa kukaJehova yizidalwa zasezulwini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kokunye ukuhlola, intsha yatshelwa ukuba ichaze okuqukethwe ezinye zezingoma ezithandwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, uIsaya kwakuyodingeka ashumayele kulabantu abanenkani kuze kube nini, futhi uJehova wayeyokubekezelela kuze kube nini ukwenqaba kwabo kwendelelo ukulalela isigijimi sakhe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ngabona, Kodwa Ngangingaqondi" (O.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindinganiso zakhe zithinta zonke izici zokuphila, kuhlanganise nezindaba zomkhaya, izivumelwano zebhizinisi, indlela esiphatha ngayo abobulili obuhlukile, isimo sethu sengqondo ngamaKristu esikanye nawo nokuhlanganyela ekukhulekeleni kweqiniso. - Jakobe 1: 25, 27.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuntu angase akhohlise ngokuphica ngezandla zakhe (ubuqili obenziwa ngesandla), ecabanga ukuthi ngokuvamile isandla sishesha ukwedlula iso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi womabili amadodana ka - Adamu asebenzisa i - altare nomlilo ukuze enze iminikelo, mhlawumbe phambi kwamakherubi, okwakuwukuphela kwezidalwa ezazimelela uJehova emhlabeni ngaleso sikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho uma ufuna ukuba abanye babe nobungane kuwe, yiba nobungane kubo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngabuye ngaqhubeka nezifundo zami zomculo, ngichitha amahora amaningi ngifunda ubuchwepheshe bokudlala inkositini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izazi zokusebenza kwengqondo, ezenhlalo, nabacosheli bezindaba bayavumelana ngokuthi ezweni elinobudlova kangaka, ezemidlalo azehlukile kulokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Njengezigidi zabantu abahlushwa yizinto eziningi namuhla, labo abahlushwa izifo ezibangelwa amakhemikhali banesizathu sangempela sokuthembela esikhathini esizayo, ngoba ngokushesha umhlaba uzokhululeka ebuthini obulimaza izakhamuzi zawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho nabantu abadala basalwisana namahloni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
32 Ingabe Ukhona UMdali?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Leyoncwadi efanayo iyaphendula: "UNkulunkulu uyaqonda indlela yakho; yena uyazi indawo yakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphandle kwamehlo ngeke sikwazi ukubona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lazibuza: 'Kwenzeké kanjani ukuthi siwe kanti izihlahla ezincane eziseduze zona zisindile?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe umKristu uyazidinga ezinye izambulo ngaphezu kwezwi likaNkulunkulu eliseBhayibhelini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, cishe umsebenzi wobuthunywa bevangeli eChina awuzange uqale kwaze kwaba sekufikeni kukaMatteo Ricci, umJesuit wase - Italy, ngawo - 1580.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ikuphi ukubonakaliswa okukhulu kothando okwenziwa uJehova okushukumisela abanhliziyo ziqotho ukuba bazinikezele kuye?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zazi izimpawu zikamalaleveva: umkhuhlane, izinhlungu zekhanda, ukuqaqamba kwemisipha, ukuhlanza, futhi / noma isifo sohudo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba kunjalo, kwabaningi, njengoTony, osanda kubuya ekubhukudeni nge - snorkel eFiji, injabulo yangempela "yokuba kwelinye izwe elinemibala ehlaba umxhwele" yenza ukubhukuda ngalendlela kujabulise.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyazwelana nawe ezinhlungwini zakho futhi uyakukhathalela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lengcaphuno ayiveli encwadini engokwenkolo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eme phambi kwaleso sakhiwo, kuthiwa wamemeza ethi, "Nicabanga ukuthi kufanele ngiziphilise ngani?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Silinganisela kanjani phakathi kwenjabulo nemithwalo yethu yemfanelo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho uma ingane ivuma ukuthi icabanga ukuzibulala, buza ukuthi ibisihlele ukukwenza kanjani, futhi uma kunjalo, ibisihambe ibanga elingakanani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu nabangu - 144 000 ayobusa nabo bayoqondisa ukuguqulwa komhlaba ube ipharadesi lomhlaba wonke, lapho inani elingaziwa labathembekile liyophila khona phakade ngenjabulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, akubona bonke abawamukelayo umyalezo wokuphila manje; futhi akubona bonke abayovuswa phakathi nokuBusa KukaKristu Kweminyaka Eyinkulungwane abayokwenza kanjalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa manje lo mphostoli waba nesithakazelo esikhethekile kuThimothewu ngoba wayebonakala eyinsizwa eyenza kahle kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayenginxusa ukuba ngize eHollywood ngizomsiza ekulungiseni incwadi yakhe elotshwe ngesandla nokusingatha ezinye izindaba zebhizinisi nezinkampani ezihlukahlukene ngokuqondene nokunyatheliswa kwezincwadi zikaTheodore, ezazikhiqizwa emazweni amaningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungasisiza ukuba sigumbuqele "izinto ezimbelwe ngokuqinile," okungukuthi, imibono esasinayo, emibi noma esontekile, ngaleyo ndlela 'sithumbe yonke imicabango ukuze siyenze ilalele uKristu.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba engazange abe yikholwa kwaze kwaba ngemva kokufa kukaJesu, wahambisana noPawulu ukuya eJerusalema ngemva kohambo lwesithathu lwalomphostoli lobuthunywa bevangeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Ngemva kokuthunjwa kukaJuda iminyaka engu - 70, uJehova wawubonisa kanjani umhawu wakhe ngeJerusalema?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yenza isimiso nabazali bakho sokuthi imisebenzi yasekhaya ungayinakekela nini futhi kanjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zazikhona izikhathi lapho ngangizizwa ngifisa ukufana nezinye izingane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Gcina izihloko ozithole ezincwadini zethu noma imiBhalo eseBhayibhelini okukusiza ulwe nobuthakathaka bakho, bese uphinde ukufunda ngezinye izikhathi (Bheka isigaba 15)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuncelisa kukulungele wena nomntanakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMariya nalabo ababeze kubo bayalandela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyabacabangela abampofu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakusasa, inhloko - dolobha yayisisezandleni ezihlukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn