sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ukubaleka kwabantu basesiqhingini nezivakashi abangaphezu kwezinkulungwane eziyishumi kwalandela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kungenzeka ukuthi le ndlovukazi enguphuma langa sikothe yayingathobekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umlobi ongumRoma uPliny, owabhala cishe ngesikhathi esifanayo nomlobi weBhayibheli uJakobe, wakhuluma ngokuthanjiswa kwezindlovu, amabhubesi, amahlosi, izinkozi, izingwenya, izinyoka ngisho nezinhlanzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umlando wabo ubonisa ukuthi kuwubuwula ukuthembela ebantwini abangaphelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NGAZALELWA emkhayeni ompofu eNyakatho ye - Ireland ngo - 1965.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izwe likaSathane liyoshabalala, kodwa ingxenye esemhlabeni yenhlangano kaJehova iyoqhubeka ikhona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbhali wencwadi yokupheka wangasekupheleni kwekhulu le - 19 wabhala ngokubhuqa wathi: "[Abashisekeli bayo] bayibheka njengokudla okwehl 'esiphundu kohlobo oluphambili; kodwa ngeke ize idliwe emadilini ngaphandle kwalapho owenze idili efuna ukuyidla yedwa noma mhlawumbe ekhetha izivakashi ezicinene amakhala."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kuzothatha isikhathi esingakanani ngaphambi kokuba uqale ukuzizwa uphile kahle futhi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kuphawuliwe kuleso sihloko, uPawulu wayala izinceku ezikanye naye, kuhlanganise nathi: "Masilahle konke okusindayo nesono esisithandela kalula, futhi masiwugijime ngokukhuthazela lo mncintiswano obekwe phambi kwethu." - Heb.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izihlahla zibaluleke kangangokuthi izazi zesayensi zifuna izindlela zokuthuthukisa ukukhiqiza kwamahlathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zingoma eziphefumulelwe zibonisa ukuthi singenza ngokuqiniseka uma sithandazela usizo lukaJehova futhi sethembela kuye ngokuphelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UProfesa Diego Gracia, isazi saseSpain esivelele sempatho kwezempilo, wayefuna ukuba iqembu lakhe libe nengxoxo enjalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uphilela Olwanamuhla Noma Ikusasa Elingunaphakade?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye bathi izinkolo ezinjalo "ezokwenziwa" noma "ezivumelana nomuntu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunengqondo ukuba sithole ukuthi uyini umbono kaNkulunkulu ngale ndaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Commentary on the Holy Bible ka - Adam Clarke, Uhlelo Olumqulu - munye, ikhasi 1349.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayenozwela futhi ezimisele ukulalela labo ababeza kuye nezinkinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
LAPHO umphostoli uPawulu ezwa ukuthi abashisekeli benkolo yobuJuda baphambukisa amaKristu athile ekukhulekeleni okuhlanzekile, ubhala incwadi enamandla eya 'emabandleni aseGalathiya.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naphezu komsebenzi owandisiwe wamaKristu aseThiyathira, kunethonya likaJezebeli lapho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungokuvamile - ke ukuphawula intukuthelo, ubutha, ukukhononda ngokubeleselwa ngenkokhelo, kanye nokuthi otshelekisayo untula umusa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba singakaze simbone, sizizwa sidonseleka kuye, futhi sifuna ukulandela ezinyathelweni zakhe. - 1 Petru 2: 21.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi amagciwane athile ayakwazi ukuqhubeka ephila ngaphansi kwezimo ezeqisayo emhlabeni, ososayensi banomuzwa wokuthi kungenzeka akhona ezindaweni ezithile kuyi - Mars.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ingabe sikhona isizwe emhlabeni namuhla esikhululekile kunoma iziphi zezinkinga ezishiwo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ake sihlole eyodwa yazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka indlela laba abazenza ngayo ukuba batholakalele ubuhle bukaJehova, 'ngokuthokoza komoya ongcwele'!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singasithola kanjani isikhathi sokutadisha ngokunenjongo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasilithanda isonto - ngangiyisikhonzi sase - altare futhi ngifuna ukuba isithunywa sevangeli esingumKatolika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuthakazelisayo, umuthi olwa nokucindezeleka - ngezinye izikhathi ukuthatha intwana encane kakhulu esetshenziselwa ukuthiba ukucindezeleka - uyabasiza abanye, kodwa hhayi bonke, iziguli zilala kangcono futhi kanjalo zithuthuke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ubhekene naleso simo, kudingeka uhlakulele ukuhlakanipha okusebenzayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuxebula kungenziwa lapho umuthi usukhulile futhi amagxolo awo angaphandle esewugqinsi - ngokuvamile kusukela eminyakeni engu - 20 kuya kwengu - 25.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inguquko yezezimboni eyaqala ngasekupheleni kwekhulu le - 18 leminyaka yanikeza ugqozi lokuqaliswa kwemishini eziqondisa yona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokubabaza izimfanelo zikaJehova ezimangalisayo, ithi: "Abaqotho bakho bayokutusa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufuthelana ngaphakathi yikhona okwenza umuntu afune ukugqamuka inkulumo elimazayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinhlamvu eziyishumi ezilandelayo zenezela iqhuqhuva elingezansi kwesobunxele ohla - mvwini ngalunye lwalezi eziyishumi zokuqala
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhumbula lokhu kungaba isivikelo esinamandla ekunqotshweni isilingo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, abanye babesigundela utshani, besiwashela, futhi besiphekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkulumo kaRutherford yaseMadison Square Garden eNew York City yasakazwa emsakazweni eLondon nakwamanye amadolobha amakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usiyolise ngani? "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Intsha eningi ikholelwa ngokuqotho ukuthi ukuba umngane kaNkulunkulu kusho okwengeziwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izici Ezinquma Indawo Yethu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ungacabangela nokulinganisela amahora athile ngesonto usebenzisa i - Internet, noma okungenani ulinganise isikhathi osichitha kuyo nesikhathi osichitha ufunda izincwadi." - Data Smog - Surviving the Information Glut.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhlawumbe abazali bakho bayokunika incanzelo eyanelisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuzwakala sengathi ngiyisigebengu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - "Codex Ephraemi Syri," umbhalo obalulekile owawusucimekile owafundwa uTischendorf (1815 - 1874)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wabonisa ukuthi inkolo yeqiniso kumelwe iqhutshwe ngomoya nangeqiniso, hhayi ngezinto ezibonakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthululwa komoya kaNkulunkulu ku - Israyeli kaNkulunkulu ngekhulu lama - 20 kusho ukuthi siphila ezinsukwini zokugcina zesimiso sezinto somhlaba wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INdodana yakhe, uJesu Kristu, wathi kufanele sithande uNkulunkulu nomakhelwane wethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, cabanga ngalabo abaqhubeka besekela ngokomzwelo amakholwa abakanye nawo angaphilile kahle, acindezelekile, noma akhungethwe usizi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uhulumeni waseMpumalanga Jalimane wacela usizo lwamasosha aseSoviet.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izikhathi ezine watshela abaphikisi bakhe: "Angikwazi ukwehla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isithombe esisesihlokweni se - Phaphama!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa phawula ukuthi ubufebe buhlanganisa 'ukulimaza nokungenela emalungelweni' abanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho sikanye nesikholwa nabo, sinamathuba amaningi okulandisa okuhlangenwe nakho okwakhayo kwendlela uJehova aye wasisiza ngayo ukuba sikhuthazelele izimo ezinzima.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amagama Anonya Angamthokozisi UNkulunkulu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka futhi ukuthi ingumama osebenzayo, ongakwazi noma ongathandi ukusebenzisa esinye sesikhathi sakhe ukuze anakekele impilo yakhe siqu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Baba abangane nombhangqwana ongamaphayona owabasiza babona injabulo etholakala ngokuphila ukuphila okulula nangokuphayona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwase kusondela kuye izixuku eziningi zinezinyonga, nezimpumputhe, nezimungulu, nezilima, nabanye abaningi, zababeka ngasezinyaweni zakhe; wabaphulukisa, 15: 30 Isaya 35: 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babehlala ezindlini zikawonk 'uwonke emiphakathini engayodwa kulo lonke elasePalestina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuthiwani ngabantu namuhla?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, kubaluleke kakhulu ukuba silandele isiqondiso esisithola 'ngenceku ethembekileyo neqondayo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Alice wopha kakhulu phakathi nokuhlinzwa kangangokuthi odokotela babengacabangi ukuthi uzophila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lithi: "Kungakho, njengoba nje ngomuntu oyedwa isono sangena ezweni nokufa kwangena ngesono, futhi kanjalo ukufa kwasakazekela kubantu bonke ngenxa yokuthi bonke bonile." - Roma 5: 12.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, madoda, makhosikazi, bazali nani bantwana, landelani isibonelo sikaJesu!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UAbrahama waba kanjani yisibonelo ekuboniseni umusa, futhi uPawulu unikeza siphi isikhuthazo ngokuqondene nalokhu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubonisa ukungabi nethemba lokuhle, hhayi ukuba nethemba lokuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaqala ukuqhaqhazela, futhi ulimi lwami lwaqala ukumpompa ngokungalawuleki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba lwalungavunyelwe "njengomnikelo... oshiswa emlilweni," lwaluyingxenye 'yolibo lwemikhiqizo yensimu.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva, uPawulu wayala umbonisi uThimothewu ukuba abafelokazi asebekhulile abayisibonelo abafake ohlwini lwalabo abafanelekela ukuthola usizo olungokwenyama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yimiphi eminye yemibiko ejabulisayo yamanani ababa khona eSikhumbuzweni ngo - 1997?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iqiniso leBhayibheli "linamandla" njengoba lokhu okuhlangenwe nakho kubonisa, futhi lingenza okufanayo kunoma ubani onenhliziyo ethobekileyo ozofunda iBhayibheli futhi alisebenzise.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ucabangela umlando womuntu, kunengqondo ukucabanga ukuthi langa limbe, lezi zikhali zenuzi ezesabekayo ziyosetshenziswa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiyawudinga Yini Umakhalekhukhwini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakunabangaphezu kuka - 10 000 kulomhlangano eBudapest, futhi ezinye izinkulungwane zazikweminye imihlangano emine kulelizwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuye kwaba nengxenye emncintiswaneni wobuhlanya we zikhali amakhosi amabili okumelwe alandise ngawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Mama, sengiqedile ukugeza izitsha." kumemeza intombazane isemnyango wasekhishini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kufanele sifise ukuba njengoJehova ngangokunokwenzeka - ukulingisa izindlela zakhe nokubonisa izimfanelo nobuntu bakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhathi engangithanda ukubhema ngaso kakhulu kwakungemva kokudla kwasemini nanoma yinini lapho ngisocingweni, okwakuvamile ukwenzeka. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuleyo ndawo ejulile, wabona ushaka uza uqonde ngqo kuye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UHezekeli uyabukela njengoba ingelosi ilinganisa leli thempeli lombono.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwaqala kanjani ukungabi nabulungisa emhlabeni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma isifiso sokuzilimaza siba namandla, umuntu kufanele abize uJehova ngomkhuleko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba manje sixoxa ngalezo zimo, cabanga ngezindlela ongase usize ngazo ezifana nalezo ezichazwe lapho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuwumzila wokuqala ongaphansi komhlaba ezwekazini laseYurophu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Yisiphi isixwayiso esiphathelene nemizamo kaSathane lomagazini owasinikeza eminyakeni edlule?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ukuvula amehlo abo ukuba basuke ebumnyameni, baphendukele ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baphendukele kuNkulunkulu, ukuze bamukeliswe ukuthethelelwa kwezono nesabelo phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi. '
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
6 Ukusiza Abahluphekayo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuleli phuzu, izazi eziningi zeBhayibheli ezihlonishwayo ziyavuma ukuthi igama elithi "kungu -" aliwuhumushi ngokunembile umqondo uJesu ayewuveza lapha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDeveli wayengenakuvunyelwa ukuba abulale uJobe; kodwa uSathane wayazi ukuthi isifo esingokomzimba sasiyomzwisa ubuhlungu futhi senze kubonakale sengathi wayethola isijeziso esivela kuNkulunkulu ngenxa yezono zangasese.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umsebenzi wokushumayela wathola ukusekelwa okuqhubekayo ngo - 1982, lapho umbhangqwana oyizithunywa zevangeli wabelwa insimu yaseGrand Cayman.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungamane uthi lombuzo awusho lutho kangako, naye ucabanga njengoba kwenza abantu abaningi, ukuthi uNkulunkulu ukhetha ukuhlala engahilelekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akekho owaziyo ngempela ukuthi amangqamuzana amukela ukunambitheka nesimiso sawo esiyinkimbinkimbi akwenza kanjani lokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuba zonke izinsuku zakhe zinobuhlungu, nomsebenzi wakhe ulusizi; yebo, nasebusuku inhliziyo yakhe ayiphumuli; nalokho kuyize. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Igama elithi "uBhali" lisho "umnikazi" noma "inkosi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngathola ukuthi banobungane, futhi njalo imibuzo yami babeyiphendula ngeBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* UJanet uthi, "Usizo lwami olukhulu luye lwaba umngane wami omkhulu uJulie.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singakubonisa kanjani ukubacabangela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa iHarmagedoni, noma iArmagedoni, ngokufanelekile ifanekisela isimo saleyompi ewujuqu. - IsAmbulo 16: 14, 16; 19: 11 - 21.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha waqaphela amazwi athi: "Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi, kepha isififane siyaphakamisa ubuwula."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kudingeka uqaphele ukuthi lapho intsha izehlukanisa, inkanuko yobulili ingavuka futhi iholele ekuphuleni umthetho kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqhosha kwaba ugibe kubo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn