sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Uma ngisho nabasekeli abashisekayo bokufuna amanzi ngokubhula ngenduku bevuma ukuthi kunengozi yokusebenzelana namandla omoya ababi noma yokungenwa yiwo, ingabe akufanele umKristu afune ukudeda emkhubeni onjalo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuphawulekayo, lo mbhalo ukhuluma ngenkambiso kaKoresi - eyayiphambene kakhulu neyabanye abanqobi basendulo - yokubuyisela ekhaya izithunjwa ezazibanjwe umbuso wangaphambili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abantu abaningi abadala badinga ukulala amahora angu - 7 noma angu - 8 njalo ebusuku
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphezu kwalokhu osekushiwo, ukukhonza izithombe okunjalo okwakuvamile kwabangewona amaJuda kwakulahlwa nguJehova uNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, isimo sezulu asizange sivimbele amakhulu ezakhamuzi zasesiqhingini, ezazivunule ngemvunulo enhle yenkathi ephakathi nekhulu le - 19 leminyaka, ukuba ahlangane ogwini lolwandle ukuze agubhe umkhosi waminyaka yonke woSuku LweBounty.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma bekungenjalo, ngabe nginitshelile, ngoba ngiyahamba ngiyonilungisela indawo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Baye babona nendlela ezishintsha ngayo indawo ezima kuyo esibhakabhakeni phakathi nezinkathi zonyaka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Zabeka futhi imithetho eqondile ukuze zizame ukuqiniseka ngokuthi ingcaphuno yombhalo ikopishwa kahle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lalela lawo mazwi ahlakaniphile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaya naye komunye umlisa ayeyomqhubela isifundo seBhayibheli ngencwadi ethi The New World.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yini enganelisa kakhulu ukwedlula ukufundisa othile iqiniso?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngumprofethi uJona nomphostoli uPetru.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngemva kokubona bonke labo bantu abalusizi kakhulu, ngaqala ukwethuka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka indlela esibonga ngayo ngokuthi uyasilondoloza endlaleni ebulalayo phakathi 'nalezinsuku zokugcina' eziya ziba zimbi! - 2 Thimothewu 3: 1, 13.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wabhala: "AmaJesuit... eza nalendaba yakudala ephathelene nombuso wezenhlalo kaJesu Kristu, nangalowomqondo wezombangazwe, afuna ukubhekana nezinkinga ezingokombangazwe, zezomnotho nezingokwenhlalo....
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Elmo's, akasayi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kunohlweza olwatholakala lapho kumbiwa lwangonyaka wesibili nowesithathu nowesine yokuvukela kwamaJuda iRoma.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuzo zombili lezi zimo lokhu ngokusobala kwakuyisiqinisekiso, uphawu lokuthi akukho okungavimba uJehova ekufezeni izinjongo zakhe ngokuphathelene nokukhulekela okuhlanzekile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Noma kunjalo, ziyokhexiswa izenzakalo ezimangalisayo nawukubonakaliswa kwamandla kaNkulunkulu okuthuthumelisayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Singakufanekisa kanjani ukuthi uNkulunkulu mkhulu kunoJesu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Athe ukuba eze kuye amaSamariya, amncenga ukuba ahlale nawo; wahlala khona izinsuku ezimbili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayazi ukuthi kwakungeke kube lula ukukufeza - mhlawumbe kungenzeki ngisho nokwenzeka ngaphandle kokuba kuhambisane noshintsho lwezombangazwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma sisebenzisa lokho esikufunda eBhayibhelini, singenza izinqumo ezijabulisa uJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekugcineni, kumelwe siqaphele ukuthi izinto eziningi ezingajabulisi esibhekana nazo zimane ziwumphumela 'wesikhathi nesenzakalo esingalindelekile.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuze kube namuhla, uyaqhubeka eholela yonke indalo ekukhulekelweni 'kukaNkulunkulu wawonkulunkulu,' uJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokusobala, uthando olwenza uJehova wadala abantu aluzange luncishiswe ukuhlubuka kuka - Adamu no - Eva.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungakhathaliseki ukuthi ukhononda ngani, izAga 13: 10 ziyasikhumbuza: "Ngokuziqhenya kuvela ukuxabana kuphela, kepha kwabalulekwayo kukhona ukuhlakanipha."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kumelwe zenze kanjalo nezinceku zikaNkulunkulu zosuku lwanamuhla.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba ayazi ukuthi wayezomvusa ngokushesha umngane wakhe, "wakhala izinyembezi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, bangase bathi balindele isivakashi esiyisihlobo esafa kudala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Emakhulwini eminyaka kamuva, uJesu wathi: "Abampofu ninabo ngaso sonke isikhathi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma usebenza, ingabe umkhaya wakini uyayidinga ngempela leyo mali?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayephaphama emanzi te umjuluko.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa lapho abazali bakho behlala ngokwehlukana kuphela, futhi ungazi ukuthi bazohlukanisa yini noma cha, ukungaqiniseki kungakhathaza ngokujulile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngo - November 28, 1992, ngashada nomKristu esikanye naye, futhi manje sikhonza uJehova ndawonye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu ngokuvamile kuye kwahilela izinguquko ezinkulu ekuphileni komKristu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UHEINZ, osemusha owayeqhutshwa inzondo, waceba ukubulala usingayise.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuqinisekile kudingeka sikunakekele ukwenza lokhu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kubalulekile kithi ukwenezela kwakhe lamazwi: "Ikakhulu njengokuba nibona usuku lusondela."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMose wayengahambi yedwa; wayazi ukuthi uJehova wayenaye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuthakazelisayo, iPoland, izwe eliseNkabeni yeYurophu, inomlando omude wokuzalanisa lolu hlobo lwamahhashi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba ukukhetha ukubambelela ekufundiseni kwaphezulu kudinga ukuba umuntu osemusha abe nesibindi, kuletha izibusiso eziningi manje nokuphila okuphakade okuzayo. - 1 Thimothewu 4: 8.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba indlu yakwaGarcia enezitezi ezimbili yayembozwe i - lahar, kuyajabulisa ukwazi ukuthi bona nezingane zabo ezintathu, uLovely, uCharmy, noCharly, basinda kulolu sizi kanye nabo bonke abanye oFakazi kulendawo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukunswinywa kwezohwebo noma usongo lokunsinywa okunjalo kuye kwenziwa ngokumelene neHong Kong, iTaiwan, iJapane neKorea uma nje lamazwe engafuni ukuvula izimakethe zawo ukuba zidayise futhi zimemezele ngemikhiqizo kagwayi waseMelika. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wabe esengikhulumela kuye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokwesibonelo, ngase ngingasakufuni ukugcina izinto ezihlangene nokulumba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, kuyisifundo okufanele sifundwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
E - United States, imishado eminingi yentsha iwohloka phakathi neminyaka emihlanu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakani Imizwa Yengane Yenu
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho okuthile okujule kakhulu kunesimiso esingokomthetho kumelwe ukuba yikhona okubangela umqedazwe wesehlukaniso wembulunga yonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngesinye isikhathi, kwaze kwadingeka ukuba ngiye esibhedlela ngenxa yakho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuningi okungafezwa uma izifundo zilungiselelwe kahle futhi zivunyelaniswa nezinga lezingane lokuqonda.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izisulu nabadubuli kuya ngokuya kuba izingane ezincane. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba ngokuqinisekile umbuso kaBelishasari wabekwa esilinganisweni futhi watholakala ulula, ngokuqinisekile ukubusa komuntu kuphelele kuye kwahlulelwa futhi kwatholakala kuntula.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuqinisekile, singachitha usuku lonke sibuka ubuhle obusizungezile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Labo ababa nokholo ngempela emhlatshelweni kaJesu bathenjiswa ukuhlukana unomphela nokuhlupheka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, ngemva kwamakhulu eminyaka, ukusetshenziswa kwemfoloko kwaqala ukuthandwa yizicebi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma esebenza, kungenxa yokuthi uyawavumela. - Roma 13: 1.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Babuze ukuthi ziyini izinzuzo zalo msebenzi abaye bawukhetha nokuthi ziyini izithiyo noma izingozi ezingase zivele?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Siyawazi amaqhinga kaSathane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UGamaliyeli, isazi soMthetho, wasukuma waxwayisa ozakwabo ukuba bangaxhamazeli.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngonyaka ka - 1702, wathatha isikhundla sikaNewton sokuba uprofesa wezibalo eNyuvesi yaseCambridge eNgilandi, esibizwa ngokuthi i - Lucasian Professor.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isazi uHenry J.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe lokho kuzidela bekufanele?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abantu bazizwa bethandwa ngempela, bekhathalelwa futhi bevikelekile - okungamazwibela ezibusiso ezizayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingakukhohliwe ukubaluleka kokuhlakanipha nokuqonda, le nkosi iyanxusa: "Yisho kukho ukuhlakanipha: 'Ungudadewethu,' ubize ukuqonda ngokuthi owazana nawe."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Mathewu 27: 57 - 28: 2; Marku 15: 42 - 16: 4; Luka 23: 50 - 24: 3, 10; Johane 19: 31 - 20: 1; 19: 14; 12: 42; Levitikusi 23: 5 - 7; Duteronomi 21: 22, 23; IHubo 34: 20; Zakariya 12: 10.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isazi sokungcola okuphathekayo saseWashington sathi: "Kuyindaba engathi sína, lapho sisebenzisa umkhiqizo olahlwayo obiza ngaphezu komkhiqizo ongasetshenziswa kabusha, kuyingozi kakhulu ngokwendawo ezungezile futhi usebenzisa izinto ezingavuseleleki."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okokuqala, wazama ukusebenzisa isifiso senyama, wamlinga wathi makaphendule amatshe abe izinkwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa labo abangabunaki ubungane bangase bathole ukuthi lapho kufika izinhlekelele zomkhaya, "akukho muntu obasekelayo," kusho isazi sezenhlalo uJan Yager.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
ngokwemvelo kodwa sadalwa
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
9 Ngiyabonga Ngokukhonza UJehova Nasebunzimeni
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uyokhuluphala futhi ukhule ngokushesha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sonke sibhekana novivinyo ngezikhathi ezithile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokhu kubonisa ukuthi ngempela isayensi iwukufunwa kweqiniso okuqhubekayo, okudinga ukubukezwa njalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UmMowabikazi uRuthe wakwenza lokhu futhi wabusiswa ngokuchichimayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
ERome, e - Italy, nginalabo engangiyisithunywa sevangeli kanye nabo ngo - 1953
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe izibikezelo zika - 1992 zazinembe ngokwengeziwe kunezango - 1991?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuze uqinise ukwethembela kwakho emandleni kaJehova okuvikela, cabangela umlando wokusebenzelana kwakhe namademoni osenza sethembele kuye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Khona - ke abanye babaphostoli bacela 'isibonakaliso sokuba khona kukaJesu nesokuphela kwesimiso sezinto.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngemva kokuhlambulula okusheshayo, izingubo ezimanzi zinekwa ezihlahleni ezifanele noma ocingweni futhi ilanga lizenze zibe mhlophe qwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngalesi sikhathi, mina noRoy sanquma ukuthi singayingenela inkonzo yesikhathi esigcwele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yiqiniso, uDeveli wathi akekho noyedwa okhonza uJehova ngoba emthanda, okuyinto esibonakele kakade ukuthi ingamanga.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba kunjalo, ukuphendulwa ngoqha kukho konke ngabazali bakho kungase kubonakale kuwukuqinisa izinto ngokungenangqondo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngiyabonga kakhulu ngokusekelwa ngothando ngalendlela.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wacaphuna amazwi esivakashi esathi: "Lendawo ingase ingenze ngiphinde ngikholelwe ekubalulekeni kwamadolobha."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe Uyaxoxa Ngenkolo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Essex wathi izinga lokusakazeka kwe - HIV eNdiya kungenzeka liphakeme kakhulu kunakwezinye izingxenye eziningi zomhlaba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abantu abaqotho basinda ekupheleni kwesimiso sezinto samaJuda ngo - 70 C.E.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yini IzAga 6: 16 - 19 eziyishoyo ngombono kaNkulunkulu ngabanyundeli?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
La magesi angena emkhathini futhi angase anezele ekufudumaleni kwembulunga yonke.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwezinye izimo abathumbi bayasamukela isihlengo esingamancozuncozu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yayisizothi cababa edolobheni elidumile laseCuzco, ePeru.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imikhumbi Enezinhla Ezintathu Zezigwedlo - Isikhali Esibulalayo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani kufanele sakhele isifiso esijulile kubafundi beBhayibheli sokuzitadishela bona siqu imiBhalo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Embonweni owabonwa umphostoli uJohane, kuyakhulunywa ngalokhu kusindiswa noma amathemba asemhlabeni noma asezulwini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abanye baqhubeka benempilo enhle ngokomzimba nangokwengqondo, ngisho nalapho sebegugile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuhlolwa kwakamuva kwaveza ukuthi wayenesimila somdlavuza ebuchosheni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
I - chiropractic iphakathi kwezindlela zokwelapha ezisetshenziswa kakhulu, ikakhulukazi e - United States.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJesu uyokwenza izimangaliso ngezinga lomhlaba wonke!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.