sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Bephishekela umgomo wokuthula nokulondeka, abathile enhlanganweni yeZizwe Ezihlangene bangathanda ukubona ukususwa kwanoma yiliphi ithonya lenkolo eliyisithiyo endleleni yabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulabo abasesivumelwaneni esisha, yinhliziyo, hhayi inyama, okumelwe isokwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwesikhathi indodakazi yakhe encane yayeka umsebenzi wayo oholela kahle, yathatha umsebenzi wesikhashana, - futhi yaqala ukukhonza uJehova njengesikhonzi sesikhathi esigcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhulumi sesibili sachaza ukuthi ukuze ibandla lilonke lihambe ngokwesaba uJehova, umuntu ngamunye kumelwe afeze ingxenye yakhe ekulondolozeni ukuziphatha okuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okokuqala, uSathane wayezama ukuyenga uJesu ukuba akhulekele omunye umuntu ngaphandle kukaJehova, umzamo owawuyoba ongenangqondo phela ukube uJesu ubeyingxenye kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Imali yenu itholwe yimi," kusho uNana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ibiza ukulalela izimfihlo ungabonwa ngokuthi 'indlela yaseJapane yokuchitha isikhathi,' i - Mainichi Daily News yabika ukuthi "iJapane ingelinye lamazwe lapho abantu belalela khona izimfihlo bengabonwa ukwedlula wonke emhlabeni, kudayiswa ama - microphone amancane anemisakazo" angu - 60 000 unyaka ngamunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ukhumbule ukuba nesineke njengoba uthuthuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Angisenamandla. "- U - Anna, owesifazane oneminyaka engu - 78 ubudala osekuyiminyaka engaphezu kweyishumi enakekela umyeni wakhe one - Alzheimer's disease futhi osekuyiminyaka engu - 40 enakekela indodakazi yabo ene - Down's syndrome.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, singasho kufanele ukuthi "izwi likaNkulunkulu" 'liyasebenza' kithi, lilolonga ubuntu bethu ukuze silingise uBaba wethu osezulwini ngokuseduze. - 1 Thes.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nandi: Yingoba ngithanda izwe lakithi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - May 1950, uMama wabhala esazisa ukuthi wayethuthela eCanada nokuthi wayezohamba noJohn, uthunjana wakwethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma silingisa ukholo lukaRuthe, siyofuna ukuhlonipha abanye, izindlela zabo namasiko abo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EPalermo, eItaly, "uSanta" Joseph walahlelwa engadini ehangukile ukuba alindele imvula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba imihlangano eningizimu imincane futhi kunabadala abambalwa, izingxenye zesimiso zaziqoshwe emhlanganweni eN'Djamena futhi zaphinda zasetshenziswa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka indlela okumelwe ukuba iNkosi uSolomoni yakwa - Israyeli wasendulo yakuqonda ngayo ukuba iqiniso kwalawo mazwi!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubacosheli Bezindaba: Kumelwe baqaphele umthwalo abanawo wokungabeki nje kuphela okubi kodwa basize ekukunciphiseni, inselele ayikhona ukubika nje kuphela izenzo ezinhle kodwa futhi nokukhuthaza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ososayensi báthatha ngokuthi la "mafu asazintandela" ayingxenye yomthala wethu iMilky Way.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lona umbuzo ongase usishukumise sonke ukuba sithuthukise indlela esenza ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kodwa lapho, usukhululekile emthwalweni owudonsela phansi emhlabeni bese uwuvalela," eqhubeka, "umphefumulo ubuyela endaweni okungeyawo, khona - ke empeleni uhlanganyela emandleni abusisekile nasemandleni angenamingcele ngokuphelele, uhlale ungabonakali emehlweni abantu njengoNkulunkulu uQobo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isishayo sesishiyagalolunye, ubumnyama obathatha izinsuku ezintathu eGibithe, saletha ihlazo konkulunkulu baseGibithe njengonkulunkulu belanga uRa noHorus. - Eksodusi 10: 21 - 23.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhlawumbe ungomunye obephila ngokwesaba ukuhlushwa esihogweni somlilo noma esihlanzweni ngemva kokufa ngenxa yemithwalo esindayo yezimfundiso zenkolo ezingamanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuwumgomo wami ukuphayona naye, kodwa ngokushesha umgomo wami wafiphala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umcabango wokulahlekelwa yisitho uyakhathaza ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, awusoze wabathola abangane ngokuqhatha usizi noma ngokuzehlukanisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Silusizi kakhulu ngobaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labantu bangasizwa kanjani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwe - Vine's Expository Dictionary of Old and New Testament Words, igama lesiGreki lale nkulumo ethi "inkululeko yokukhuluma" lisho "ukukhuluma ngokukhululekile, ukungabalelwa amagama,... ukungabikho kokwesaba lapho ukhuluma ngesibindi; ngakho [lisho] ukuqiniseka, isibindi, ukungesabi, okungahlangene nenkulumo ngaso sonke isikhathi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleso sikhathi iSikole SaseGileyadi sasiseBrooklyn, eNew York.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izilimi - Ziwumzila Nomgoqo, 8 / 8
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
LA MAZWI, ashiwo eminyakeni engaphezu kwengu - 4 000 edlule, ayememezela ukwakhiwa komuzi omkhulu waseBabele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isimo sobuphekula esiye sanda eNyakatho Ireland kusukela ngo - 1969 siye sabulala abantu abangaphezu kwezi - 2 000, kwalimala abangaphezu kwezi - 20 000 ezweni labantu abacishe babe yizigidi ezingu - 1,5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuzihlanganisa nabangane ababi kanjalo kuyakonakalisa ukuziphatha okuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi sakhuthazwa ukuhanjelwa uNathan Knorr, uMilton Henschel, uFred Franz, uGrant Suiter noJohn Booth - bonke ababengabameleli abavela endlunkulu eBrooklyn.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bonke ababephakathi babesengozini enkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbhalo wokuqala, izEnzo 20: 7, umane nje ulandisa ukuthi uPawulu, ababehamba naye, namaKristu aseTrowa bahlangana ndawonye ngosuku lokuqala lweviki ukuze badle isidlo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwaze kwaba ngo - 1889 lapho abahloli bamazwe ababili baseJalimane baqwala lentaba futhi bafika esiqongweni esiphakeme kunazo zonke e - Afrika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi lokho uNawomi amtshela ukuba akwenza kwambangela amahloni - futhi mhlawumbe engase ahlazeke - kodwa uRuthe wavuma.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuzijwayelanisa nemizila yazo kungase kube isiqalo sokusondelana nalomsebenzi omangalisayo woMdali.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulwela ukwanelisa isifiso sokuthola okwengeziwe kuyomane nje kukhinyabeze imizamo yethu yokwenza ukuphila kwethu kube lula. - Marku 4: 19.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lemithetho yamiswa umashiqela ongumGreki u - Ioannis Metaxas, owayesebenza ngaphansi kwethonya leSonto Lobu - Orthodox laseGrisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokungafani neminyaka eyisikhombisa yokuqala, lena eyalandela yayilusizi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusobala ukuthi inkulumo ethi "ngaleso sikhathi" ibhekisela esenzakalweni uJesu ayesanda kukhuluma ngaso, 'esiwukuphonswa kokhula esithandweni somlilo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinkinga nabasemzini zivamile, futhi zingaba ezidabukisayo ngawo wonke umuntu ohilelekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubaluleke Ngokukhethekile Ukwenqaba Namuhla
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngenxa yokuthi kufanele ngithinte izandla zabo ukuze ngiqonde ukuthi bathini, ezinye izithulu zazingigwema ngenxa yokuzizwa zingakhululekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile abantu esikhetha ukuba babe abangane bethu abantu abafana nathi, abantu abanesimo sengqondo nezindinganiso ezifana nezethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke, masiqhubeke sisebenzisa esinakho enkonzweni kaNkulunkulu ukuze sithole abanhliziyo ziqotho futhi sibasize ukuba babe nezimfanelo ezinjengokulalela, ukholo nokwazisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sehlelwa Into Ebuhlungu Kakhulu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalo, uNkulunkulu uthi kithi: "Nansi indlela; hambani ngayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova baye bazibonakalisa bengenamahloni okwesaba uNkulunkulu nokumnika inkazimulo, besebenzisa ngisho negama lakhe siqu, elithi Jehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akunjalo, ngoba uJehova wenza amalungiselelo anele ukuze aqondise abantu bakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kuyo yonke iminyaka ayala ngayo u - Israyeli ukuba aye empini, ubelokhu 'enesihe' futhi 'ephuza ukuthukuthelela' abacindezeli bama - Israyeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungase kuthathe isikhathi esijana, kodwa ukubanika ithuba lokuchaza labo abaye bathatha isinyathelo okungesona kwenza kube lula ukuba bamukele iseluleko abasidingayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izimpendulo zemibuzo enjalo zembula ukuthi ungumshayeli onjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa yeka indlela izinto ezashintsha ngayo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Unina kaBryan, uLaurie, uyazisola ngawo wonke amaphutha awenzayo lapho enakekela indodana yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva umkhaya wathutha, futhi isifundo sanqamuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ICosta Rica iyipharadesi kumuntu othanda izitshalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengempendulo yesicelo semikhaya emibili yaseFinland, abakwaEdvik nabakwaLeiniö, iNhlangano yasabela ukuba siye eResende njengamaphayona akhethekile, cishe insimu eyayingakathintwa enezakhamuzi ezingu - 35 000.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esabela kulesi simo esilusizi, amaqembu alondoloza imvelo, njengeLimbe Wildlife Centre, engaphansi kweNtaba iCameroon eNtshonalanga Afrika eningizimu neNkabazwe, alwela ukuvikela izinhlobo zezilwane ezisengcupheni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, izimiso zokuziphatha okuhle zikusiza ukuba uhlele kahle izinto eziza kuqala ekuphileni nokuthi usebenzise kahle isikhathi ositholayo usuku nosuku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngolunye usuku omdala kubo waqala ukulalela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile, kuye kwasiqabula ukufunda ngezici ezihlukahlukene zobuntu bukaJehova obuthandekayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, siyakulawula noma kuba amathuluzi asisiza ukuba sikhulekele uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabangela unkosikazi osemusha othi: "Ngimane ngiyisaphaze imali ize iphele dú bese ngingabe ngisaba nayo eyesonto lokugcina enyangeni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuzivocavoca kungajabulisa uma kwenziwa ngezisusa ezifanele, nomphostoli uPawulu washo ukuthi "ukuqeqesha umzimba kuzuzisa kancane."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze siphendule lowo mbuzo, cabangela isenzakalo esasihilela uJesu nabantu abathile ababenochoko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe ukuba u - Adamu no - Eva bawaxoxela amadodana abo okwenzeka ensimini yase - Edene okwabenza bagcina bexoshiwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyakwazi okwenzeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo namuhla, labo abasebenzelana nemimoya bazibeka engozini yokufa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La madoda 'ayekhonjwe ngamagama ukuba ambonge uJehova ngokuba umusa wakhe umi phakade.' - 1 IziKronike 16: 4 - 6, 41; 25: 1.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amapulazi ake achuma awasakhiqizi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kungavikeleki kunengxenye ngokuqondile ekufeni kwezingane ezingaphezu kwezigidi ezingu - 4,2 ezingaphansi kweminyaka emihlanu ubudala ezifa ngenxa yezifo zomgudu wokuphefumula unyaka ngamunye emazweni asathuthuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babe sebeqhumisa isiqhumane esilingana nengxenye yesine ye - dynamite ngaphakathi kulo mgqomo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi izisebenzi ezadilizwa zazithola, njengoba kusho iNewsweek, "zicindezelwe izikweleti ezenziwa ngezibambiso, ukuba nabantwana abancane, izikweleti ezinkulu kanye nokungaqiniseki kwekusasa okwandayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IZwi likaNkulunkulu libonisa ukuthi 'ngisho noma uJehova ebekezela,' uyokwenza ubulungisa ngokushesha lapho sekuyisikhathi esifanele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPawulu ungomunye owayethunywe ukuba ashumayele izindaba ezinhle emphakathini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, lokhu kuguqulwa isimo kungakha ukholo lwakho ezwini likaJehova elingokwesiprofetho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusukela cishe ngo - 900 C.E. kuya ngo - 1100 C.E., abahwebi abangama - Arab babelithola eMapungubwe izinyo lendlovu, uphondo lukabhejane, izikhumba zezilwane, ithusi ngisho negolide.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe isiphithiphithi esinjalo siye sakuthinta ukuphila kwakho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma yayingasizwa abazali bayo, kwakudingeka ithole amatoho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akuzona zonke izinyoni zase - Ecuador ezincane kangaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwalokho, uBhati - sheba waba umkaDavide futhi wamzalela umntwana, kodwa lowo mntwana washona. - 2 Samuweli 11: 1 - 27.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, ukufudumala kwabo nothando lwabo loqobo okudonsela abaningi esifundweni seBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngamanye amazwi, kunezindima ezithile okulindeleke ukuba zifezwe abantu abadala, hhayi intsha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMKHONDO: Funda uJohane 17: 1, 5; Kolose 1: 15, 16.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye ochwepheshe bakholelwa ukuthi ukusebenzela kwezinye izici zokululama kumane nje akunakuphumelela kuze kube yilapho lokuziphatha okuluthayo ngokwakho kunqanyuliwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhathi ngasinye uDavide wayesinda ngoba uJehova wayenaye. - 1 Samuweli 18: 6 - 12, 25; 19: 10, 11.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayenikeza izinceku zakhe kanye nabathile ababengamkhulekeli amaphupho angokwesiprofetho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufana kosuku lukaNowa nosuku lwethu akugcini ngobubi babantu nokubhujiswa kwabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleyo ndlela, ukukhonza ngomphefumulo wonke kusho ukuzinikela, ukusebenzisa wonke amakhono namandla ethu ngezinga eligcwele ngangokunokwenzeka enkonzweni kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuyizikhathi ezibucayi, futhi izinceku zikaJehova zazazi kahle ukuthi isahlulelo saKhe sase sizokhishwa phezu kwesizwe samaJuda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuthiwani Lapho Umzali Wami Esihlazisile? "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengezinye izakhiwo zamaRoma zenkathi efanayo, lomsele wokuhola amanzi uye wama amakhulu eminyaka futhi wafakazela izindinganiso zamaRoma zomsebenzi weqophelo eliphakeme kanye nobuchwepheshe bonjiniyela babo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
● Ukukhathazeka ngekusasa IBhayibheli labikezela: "Ezinsukwini zokugcina kuyofika izikhathi ezibucayi okunzima ukubhekana nazo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singahola kanjani ekuboniseni abanye udumo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze sijabulele izibusiso zokulondeka ngokomoya, kudingeka sikwenze kube umkhuba ukuthandaza nsuku zonke ngokusuka enhliziyweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho u - Uziya ethukuthelela abapristi ngoba bemqondisa, washaywa ngochoko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMSHUMAYELI wafuna ukuthola amazwi enamisayo afanele ukulotshwa, amazwi eqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn