sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Maduze, abasemathuneni ayisikhumbuzo bazokuzwa iZwi likaKristu baphume. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamangala lapho ngibona ukuthi izingane zakwethu ezimbili ezazilishiyile iqiniso nazo zikhona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, imiphumela iyehluka kumuntu ngamunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ilandiswa nguTarissa P. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wawabekezelela iminyaka engaphezu kuka - 900 ama - Israyeli 'antamo lukhuni' ngaphambi kokuba awayeke endleleni yawo enhlanhlathayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kumelwe silondoloze izindinganiso eziphakeme zokuziphatha nezingokomoya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi, abanye abantu abahlanu bathi nabo bango - Augustus. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa isimo sashintsha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyayincenga: "Woza sizanelise ngothando kuze kuse, sijabule ngokuthandana." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuchayeka nsuku zonke emsindweni ongenampilo nakho kungase kube nengxenye ekuhlulekeni ukugxilisa ingqondo, ekukhiqizeni kancane, ekucunukeni, nasezingozini emsebenzini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Geza izithelo nemifino ngamanzi ahlanzekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuye kwayekelela igagasi lokudelela kwentsha nobugebengu emhlabeni wonke futhi kwabangela usizi ezigidini zabazali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngenxa yezinguquko kwezombangazwe nokushintshela esimisweni sokuhweba ngokukhululekile, iziphathimandla zaseRussia manje zikhuthaza imikhumbi yamazwe ngamazwe ukuba isebenzise lo mzila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
18 Inkolo KaCalvin Isineminyaka Engu - 500 - Yini Eye Yayifeza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakunamashumi eminyaka yokuthula okuphawulekayo, futhi kwakunomuzwa wokuthi ukuthula nokuchuma kuyofinyelela izinga elisha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bathenga ukudla okushibhile noma okuncane, okuphumela ekunciphiseni ukudla okusesilinganisweni okudingwa umzimba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ZAMA LOKHU: Sebenzisa izenzakalo zakamuva ukuze ufundise ingane yakho indlela yokuziphatha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angisamukelanga leso sinqumo, ngakho ngagwetshwa iminyaka emibili ejele laseMcNeil Island, eWashington State. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba babheke isabelo sabo njengethuba lokutholela bona nemindeni yabo izihlalo ezingcono, abalindi abaningi bakhetha ukuhlala ezihlalweni ezisezindaweni abasebenza kuzo, hhayi ezindaweni ezingcono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu bendabuko kwakungabantu okwase kungamakhulu eminyaka bekwazi ukuhlala ngokuthula nezwe nemvelo futhi ababekwazi ukuphila ngaphandle kokuphazamisa indawo ezungezile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wabuye wayala abesifazane asebekhulile ebandleni ukuba "bangabi yizigqila zewayini eliningi." - Thithu 2: 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
14, 15. (a) Kungani kufanele amaphayona agcine ukuphila kwawo kulula? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhosi wawungowokuhambela kukaNgqongqoshe Wezangaphandle waseAustralia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uJehova wanquma kusengaphambili ukuthi inani elinqunyiwe labantu laliyokwakha ingxenye yesibili yenzalo yowesifazane kaNkulunkulu futhi lihlanganyele noKristu ekusabalaliseni izinzuzo zesihlengo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kungenziwa kwasebekhulile noma ingane ebuthaka kakhulu ukuba ihlolwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyasebenza futhi sisebenzise noma yini esingayisebenzisa ukuze sithole ukudla nezinye izidingo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wonke umhlaba uyochuma ngaphansi kokunakekela kukaNkulunkulu okunothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umzalwane okhonza njengomshumayeli wesikhathi esigcwele enyakatho uyachaza: "Lapho kusenokuvinjelwa umzalwane ngamunye wayedinga isivikelo sikaJehova enkonzweni yasensimini, kodwa ukuthola umsebenzi kwakungenzima. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu Kristu wathi: "Lokhu kusho ukuphila okumi phakade, ukungenisa kwabo ulwazi ngawe, owukuphela kukaNkulunkulu weqiniso, nangalowo owamthuma, uJesu Kristu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wazizwa izicelo zami ezisuka enhliziyweni, futhi wanginika amandla okuqhubeka nginokholo yonke le minyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade, lapho umngane esipha isipho esihle, sifuna ukusisebenzisa ngendlela engcono kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngokuqinisekile," kuphendula u - Edna. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukucela ukudla 'kosuku' kuJehova kubonisa ukuthi asiceli izinto eziyinala kodwa sicela izidingo zethu zosuku nosuku kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Ngemva kweminyaka emihlanu, uyise kaLameka, umkhulu kaNowa uMethusela, wafa eneminyaka engu - 969 futhi waphila isikhathi eside kunabo bonke okukhulunywa ngabo eBhayibhelini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho sikhwela eYokosuka ngoSuku lokuqala koNyaka Omusha ka - 1945, sasiyalwe ukuba sibe nengxenye emaswini okuhlasela akhethekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izici ezazivame ukufihlwa zazingubulili nezidakamizwa nokuphuza, kodwa lentsha yabala nezinto ezinjengokwephuza ukufika ekhaya, ukuphola nabafokazi, ukumane nje uphuthe esikoleni, ukulwa, nokuzulazula nabangane abangathandwa abazali bayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
□ UPaulus, oziphilisa ngokulima ohlala enyakatho - mpumalanga yeNamibia, waqala ukuthintana noFakazi BakaJehova lapho evakashele eWindhoek, eyinhloko - dolobha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngadluliselwa egunjini labembulwa bembeswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinjabulo nemivuzo yokukhulisa abantwana abesaba uNkulunkulu kudlula noma yikuphi ukuzidela okwenziwayo phakathi nalesosikhathi, njengoba noma yimuphi umzali onokuzigqaja engakufakazela lokho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengabanye abaprofethi bakaJehova, "wayengumuntu onemizwa efana neyethu." - Jakobe 5: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Imaphi amaqiniso ngokuphathelene nenjongo kaNkulunkulu ngomhlaba okufanele athinte ukuqonda kwethu ukuthi zingobani lezi ezinye izimvu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inguqulo "Enhle Ngokuphawulekayo" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nqekuzisa ikhanda ubonise ukuthi uyavuma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu bakhona bangamavila futhi bangamanuku futhi abeve behleba. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwamholela ekubeni athi: "Isidingo sokuqala sokuba abantu bathole injabulo siwukuba kupheliswe inkolo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wabonisa ngamazwi nangezenzo zakhe ukuthi injabulo itholakala ngokupha nangokukhonza, hhayi ngobugovu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angilokothi ngikhathale ukukhuthaza amaKristu ayintsha... ukuba ahileleke ekuphileni kwezombangazwe [noma]... ukutshela izakhamuzi esezikhulile: Ningavumeli nolulodwa ukhetho ludlule ngaphandle kokuba nihileleke. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhuluma nowesifazane ongumSamariya emthonjeni, uJesu wachaza ukuthi ziyini izimfuneko zokukhulekela okuhlanzekile: "Kodwa isikhathi siyeza, sesikhona namanje, lapho abakhulekayo abaqinisileyo beyakukhuleka kuBaba ngomoya nangeqiniso; ngokuba uBaba ufuna abakhuleka kuye abanjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngalokho uNkulunkulu atshela u - Abrahama ukuba akwenze ku - Isaka, owayeyindlalifa okwase kuphele iminyaka eyilindile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ezama ukuchaza usizi lwakhe, umhubi wazifanisa 'nokhalela unina ekhothama ngokulila.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
La mazwi ayesikisela ukuthi uNkulunkulu akabatshelanga iqiniso o - Adamu no - Eva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abaningi bayabahlonipha abafileyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi ushizi weRoquefort wawenziwa kuphela emigedeni ethile eFrance eyayinomoya opholile, owawunomswakama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Kulabo abaphila ngezindinganiso zakhe, uJehova uNkulunkulu uyathembisa: "Ngizokwenza ube nokuqondisisa ngikufundise indlela okufanele uhambe ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokokuhlola kwabacwaningi base - University of Michigan, e - U.S.A., izisebenzi ezikwazi ukubona ngaphandle zisebenza kangcono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izizwe ezingabelusi ziya emzini ongcwele ziyonikela ngekhethelo lemfuyo yazo kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuntuleka kokuzimisela kungasho ukuphila - nokufa - njengoba uwumlutha wotshwala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapha inkulumo ethi "isilwane esiphile isikhathi eside kunazo zonke" ayihlanganisi izinto ezifana namakhorali, wona okucatshangwa ukuthi aphila izinkulungwane zeminyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezikhathini zeBhayibheli, amadodana ayethandwa kakhulu kunamadodakazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho idonsa izigwebo zayo zasejele ngenxa yokungathathi kwayo uhlangothi, le ntsha ingase ivalelwe isikhathi eside nezigilamkhuba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthanda uJehova, uJesu nomakhelwane bethu kusishukumisela ukuba sishumayele (Bheka izigaba 5, 10) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphathelene nalokhu, isihloko esikhuluma ngezinsuku zokuzalwa kuyi - Encyclopædia of Religion and Ethics kaHastings siqala ngokuthi: "Umkhuba wokugubha usuku lokuzalwa uhlobene nokuqashelwa kwesikhathi ngesimo sawo, futhi imicikilisho yawo, ihlobene nezimiso ezithile zakuqala zenkolo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esebenzisa ubufakazi obungokomlando nobusembhalweni, uBardet waphetha ngokuthi ukulingiswa okunjalo kwendlela yokubhala kungaba into eyisimangaliso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubikezela Izulu, 4 / 8 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini esishukumisela ukuba simhloniphe ngokujulile uJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ike yacatshangelwa nendaba yokwelapha ngezinye izindlela, ezinjengokutshopa, ukwelapha ngokulungisa ukuma kwamathambo, kanye nezinye izinhlobo zokwelapha noma ukusebenzisa amakhambi noma ezinye izithasiselo zokudla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1933 iNhlangano yanyathelisa incwajana ethi The Crisis, eyayiqukethe izinkulumo ezintathu zasemsakazweni uMfoweth 'uRutherford ayezibeke eUnited States. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IMayotte - Isiqhingi Samakha | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wanxusa: "Thandani izitha zenu, nenze okuhle, nitsheleke [ningafuni inzalo, ningethembi ukuthi nizothola imbuyiselo, NW]." - Luka 6: 35; qhathanisa noLevitikusi 25: 35 - 38. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ake sikuhlaziye okwenzeka lapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sebebonke labahlanganyeli bomshado wasezulwini bakha amalungu aphelele oMbuso kaNkulunkulu, oyoletha isintu, kuhlanganise nabafile abavusiwe, ekupheleleni kobuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Guardian iphawula ukuthi "eminyakeni engu - 30 edlule, igebe phakathi komcebo wengxenye yesihlanu yabacebile emhlabeni kanye nowabampofu laliyisilinganiso sokungu - 30 kokukodwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zigcizelela isidingo sokuhlakulela uthando lobuzalwane nezinye izimfanelo zokwesaba uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkinga Zanamuhla | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungathuma imibani ukuba ihambe, isho kuwe, ithi: 'Bheka, silapha'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yanyatheliswa ephephandabeni lendawo ngosuku olulandelayo, futhi wagcina ikhophi yayo, eyifunda ngokuphindaphindiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umsebe Wokukhanya Enkathini Emnyama | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kufanele silindele uMose no - Eliya ukuba babe noJesu ekugcwalisekeni kombono wokuguqulwa isimo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kepha washesha wakhuluma nabo, wathi kubo: "Yimani isibindi; yimina, ningesabi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amahhovisi eposi nezitolo kwakuvalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma siza kuye ngokuzithoba nokuphenduka, uyathethelela futhi akhohlwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waphefumulelwa ukuba alobe izingxenye ezithile zeBhayibheli, kuhlanganise nencwadi yesAmbulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kunezindawo ezithile engingathuthukisa kuzo? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ngaba nelungelo lokuhlela ukuba ipheshana elithi Life in a New World lihunyushelwe ezilimini ezine zendawo: isiHerero, isiNama, isiNdonga nesiKwanyama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ipheshana elinesihloko esithi Ingabe Unomoya Ongafi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
BHEKA IKHASI 19. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungaba ukugabadela ukusho sigomele ukuthi yini uJehova ayenzela izinceku zakhe noma angazenzeli yona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zidla nezintuthwane, amaqanda ezinyoni nomuhlwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Adamu noma uSathane babengeke bakwazi ukuletha ithemba elinjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukungabaza okunjalo kuyaqondakala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba nje uJehova ayebikezele ngoJeremiya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EPharadesi uyophinde umbone udadewenu ngoba uJehova akawaqambi amanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba isihloko esandulelayo sichazile, ngaphambi kwesikhathi sikaJesu izinceku zikaNkulunkulu ezithembekile zazingenathemba lokuya ezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IHholo LoMbuso ENiue | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULidiya ubizwa ngokuthi "umthengisi wokunsomi, wasemzini waseThiyathira nongumkhulekeli kaNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli alifundisi ukuthi uNkulunkulu unomfazi ongokoqobo aye wazala naye abantwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuyala nokuqondisa kweNkosi kuhilela amapulani nezinto zokwakha ezingcono kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IStockholm International Peace Research Institute Yearbook 1990 izwakalisa ukumangala ngokuthi izizwe "ezikwezinye izingxenye zomhlaba" azinasithakazelo ezinyathelweni ezinjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ungaba njengawo futhi kufanele ube njengawo okungenani ngento eyodwa ekhethekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singasandisa kanjani isikhathi esikwazi ukugxilisa ngaso izingqondo zethu emihlanganweni nasesifundweni sethu somuntu siqu ukuze sizuze kakhulu emalungiselelweni kaNkulunkulu angokomoya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.