sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
'LoNkulunkulu onamandla' uyokhazimulisa impilo yakhe eyigugu ngokunqoba eHarmagedoni okuyonkeneneza ngokunganqamuki kuze kube phakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikade, isivakashi sabona ukuthi kungani lo muntu elokhu eshenxa kanjena. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, wanquma ukubeka izithakazelo zoMbuso kuqala futhi wakwazi ukuphayona isikhathi esithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe sasingawusingatha lomthwalo wemfanelo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ngo - 1998 izinkampani eziyishumi kuphela zaziphethe amaphesenti angu - 86 ebhizinisi lezokuxhumana elibiza izigidi eziyizigidi ezintathu zamaRandi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Inhlanganisela Yangempela' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho sikwenza ngokufunda iBhayibheli njalo - hhayi njengencwadi nje evamile kodwa njengeZwi likaNkulunkulu eliphefumulelwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unembeza onjalo ungasenza sikholelwe ukuthi "okuhle kubi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngifunda lesi sihloko, ngaqaphela ukuthi abazali bami babekhathazeka kakhulu ngokugula kwami kunanoma ubani omunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Eduardo uyachaza, "Ukupha kuyisiko lethu futhi siyakujabulela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le ndlela ephumelelayo yokukhuculula imfucumfucu ithiya ingozi yamagciwane ivikele nempilo yaleli qulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bathi ngiyinhloli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni eminingi, oFakazi BakaJehova baye basichaza kanjani "isinengiso" sosuku lwethu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwangathi Singelokothe Sihlehlele Emuva Ekubhujisweni! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa wawukuphi umsuka wezenzo zawo ezimbi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele ajwayele indawo entsha ewazungezile futhi afunde ukuyeka ukudlala kwawo okukhululekile, aqale ukuthatha umsebenzi ngokungathi sína. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izibulala - zinambuzane Ezingamakhemikhali, 2 / 22 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi yezEnzo iyasitshela: "Njengoba babehamba bedabula imizi babenikeza labo abalapho izinqumo ezazinqunywe abaphostoli namadoda amadala ababeseJerusalema ukuba bazigcine. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[Isithombe ekhasini 8, 9] | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgokweMayo Clinic, umuntu onesilinganiso se - BMI esingu - 18,5 kuya ku - 24,9 ubhekwa njengomuntu owumqemane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lena kwakuyindawo eyinselele nenhle owawungafakaza kuyo, njengoba ngokuvamile sasithintana nezisebenzi zasemahhovisi amanxusa akwamanye amazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho efika, kwakukhala ibhungane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele siqaphele ukuba singasebenzisi iBhayibheli ukuze sesabise abantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umusa KaNkulunkulu Wothando Awupheli Nanini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, "owenza intando kaNkulunkulu uhlala kuze kube - phakade." - 1 Johane 2: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Gwiqiqi izinto zajika! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngenza unyaka wesibili esikoleni esiphakeme, ngagqugquzela iqembu labafundi ukuba liyolwa nelinye iqembu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaba nencwadi yokubhala amaphuzu ezinkulumo nezihloko ezithile ayengangisiza ngikhuthazele futhi ngiqhubeke ngikhonza uJehova. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi kungamanga kangakanani ukuthi uNkulunkulu akanandaba nesintu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wasebenzisa ingelosi ukuba iqinise uJesu. - Funda uLuka 22: 41 - 43. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singafunda isifundo esibalulekile kulokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMefibosheti kwadingeka aphile nokukhubazeka, ukunyundelwa nokudumazeka | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba lokhu kungase kube njalo, abaningi bakubheka njengohlobo lokuzijabulisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eshukunyiswa uthando, uyawusongela, kodwa uyaqhubeka uphuza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaba nelungelo lokuba umhumushi wenkulumo yokuqala yobhapathizo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokudabukisayo, ngaba umlutha kagwayi; ngangihlale nginesigazu emlonyeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuye kwaba yisibusiso esikhulu kimi nasemkhayeni wami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Abantu ngabanye bangakhululwa kanjani ebumnyameni bomhlaba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, amaKristu amaningi akuqala ngesinye isikhathi ake aba ngabakhulekeli bezithombe abangamaqaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Bheka uJohane 2: 11.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intombazane ethile yathi: "Le ncwadi inezinto eziningi engizithandile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akuyona into engalungile ukuba nethemba lokuthi othandekayo wakho uzobuya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, elithi "ihlelo" likwenza ucabange okuthile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AbaseKolose UPawulu ERoma c. ngo - 60 - 61 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu wethu akathembekile yini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, akuyona yonke imizwa enamandla uEinstein ayenayo eyamzuzisa kangako. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angiziboni ngihlukile kunanoma ubani omunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Asa noJehoshafati | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cela ukuba incazelo icaciswe, hhayi ngolimi olungokwezokwelapha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingozi Zokuhlamba Ngama - scuba | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngifisa ngabe abagudlanga iguma. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
1 ithini lezingcezu zewolintshi le "mandarin" (amagremu angu - 250 noma ingxenye yephawondi) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDavide uyisibonelo kubazali namuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade, lona umbukiso wezilwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi weBhayibheli uPawulu wafinyelela esiphethweni esifanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali bakhuthazwa nokuthi bangazindeli ukufundela izingane zabo kodwa "baqale ngokushesha ngangokunokwenzeka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Goodspeed, kube "yisimiso esibusayo" ezinhliziyweni zethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva, ngosuku lukaNowa, umphakathi wesintu wagcwala ubudlova nokuziphatha okubi, futhi ngenxa yalokho "umhlaba wonakala emehlweni kaNkulunkulu weqiniso." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leyo mizwa kudingeka iboniswe ngezenzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungaphuzi [ngokweqile]! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lokho akusho ukuthi ingozi yayingekho, ngoba zivame ukushesha nokuba lula kakhudlwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cishe uyazi ukuthi uMthetho wawufuna ukuba kwenziwe iminikelo kuNkulunkulu, njengowokusanhlamvu, amafutha, newayini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala wayengeyona inzalo yeNkosi uDavide ngokuqondile, njengoba azalwa emakhulwini eminyaka ngemva kokufa kukaDavide. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indawo yokuqala lapho kukhulunywa khona ngezindlu zezibani zokuxwayisa imikhumbi kukuyi - Iliad. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babengabantu abapha bethokoza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanesifo sikashukela abangakutholi ukwelashwa bangase baye endlini yangasese njalo futhi babe nezinye izimpawu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ababhapathizwa Babonisa Ukuthembela KuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kungenzeka iphazamise izinto okudingeka ukuba zenziwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ISIHLOKO ESIYINHLOKO | UNGAKWAZI UKULIQONDA IBHAYIBHELI | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[Izithombe ekhasini 24, 25] | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leyo migwaqo yayakhiwe kahle kakhulu futhi iqinile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuwukudlala ngamagama okungafundeka kanje, "Ngibulawa ukuqaleka" noma, "Ngibulawa ukubhema." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngesikhathi esifanayo, kukhona engingakuthandi ngani. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa nalapha uJehova wayenguMsizi wethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isidingo Solimi Oluhlanzekile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungashiwo kanjani ukuthi 'kuyinjabulo yodwa' ukuhlangabezana nokulingwa okuningi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
USandra Postel uyabhala kwethi State of the World 1992: "Ingxenye esele yalelishumi leminyaka kumelwe ilethe izinguquko ezinkulu ngisho nakakhulu nezisakazeke yonke indawo uma sizobambelela emathembeni angempela ezwe elingcono." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, zisuka nje lomgwaqo uhlangana neLake Ohrid, oyigudla ngasenyakatho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ukhuluma ngakho nosondelene nabo, ngeke bakhathazeke kakhulu uma bephawula izinto ezenzeka kuwe. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UBanele: Uyabona yini ukuthi nakuba leli vesi leBhayibheli labhalwa eminyakeni engaba ngu - 2 000 edlule, likhuluma ngezidingo zabo bobabili abantu abashadile futhi linikeza iseluleko esiwusizo, okuthi uma sisetshenziswa, sibe usizo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Yebo, iziqondiso ezinjalo kumelwe zihambisane nombono ofanele ngokubaluleka kwangempela kwemali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba lesikole sasiphethwe yi - Dutch Reformed Church, sajoyina lelosonto, siya njalo ezinkonzweni zalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, kulula ukusho ukuthi siyamthanda umakhelwane wethu kunokulubonisa uthando kumuntu esisebenza naye obonakala engenandaba nathi, noma umuntu owakhe eceleni kwethu ovivinya ukubekezela kwethu noma umngane osidumazayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Funda ukuthi eminye imikhaya enezingane ezikhubazeke ngale ndlela ibhekana kanjani ngokuphumelelayo nale nkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yezinkinga zomkhaya zesikhathi esidlule, kwase kuyiminyaka eyisikhombisa engakhulumi nodadewabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini ethi The Geography of the Bible, uDenis Baly uthi: "Uhlobo lwezinto ezimila [kule ndawo] kumelwe ukuba lushintshe kakhulu kusukela ezikhathini zeBhayibheli." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ithempeli lesibili lahlala iminyaka engu - 164 ngaphezulu kwethempeli likaSolomoni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma ingabe bavela ngokuklanywa ngokuhlakanipha? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wakwenza kwacaca lokhu: "Umfazi akalisebenzisi igunya phezu kowakhe siqu umzimba, kodwa ngumyeni wakhe olisebenzisayo; ngokufanayo, futhi, indoda ayilisebenzisi igunya phezu kowayo siqu umzimba, kodwa ngumkayo olisebenzisayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho cishe inkonzo kaJona yayingelula futhi ingajabulisi neze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isiphi isifundo okufanele sifundwe abazali kulesisehlakalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyenza ukuba lokhu kuhlola kuhluke kokwenkathi yokuqala yenuzi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, ukuzixoxela nje kusinikeza ukwaziswa okuwusizo, njengokuthi ubani oshadayo, ubani osanda kuthola umntwana nokuthi ubani ogulayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni ethile ngaphambili, uZanoah wayemangalelwe ngokungeyikho ngokukhwabanisa, kodwa kwakusanda kuvela ukuthi wayengenacala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, umkhaya wakithi wawungamalungu ezinkolo ezintathu ezihlukene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - February 9, 1998, iNkantolo Ephakeme yaseTokyo yakhipha esinye isinqumo esiyingqopha - mlando esiqinisa ukuthi kufanele lihlonishwe ilungelo lomunye woFakazi okuthiwa uMisae Takeda lokwenqaba ukwelashwa okungavumelani nomyalo weBhayibheli 'wokudeda egazini.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, njengoba ngingafuni ukuba akhathazeke, angimtsheli lutho. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuqaleni ungase ucabange ukuthi akukuningi okuthakazelisayo, kodwa lokhu ngokuvamile kungenxa yokuthi silibhekela phansi idolobha lakithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali bakulamazwe nakwezinye izindawo bangase bakuthole kuwusizo ukusikisela okulandelayo kwalombiko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukutotoswa kwabantwana ngaleyo ndlela kuye kwaholela nasemqedazweni wokuziphatha okuxekethile ngokobulili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.