sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ukuze uthole ingxoxo yezAga 16: 1 - 15 bheka INqabayokulinda ka - May 15, 2007, amakhasi 17 - 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuxhashazwa ngamazwi, kumane kukuhlanyise. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, izikhathi ezinjalo ezikhululekile zisiza osemusha ukuba athambekele ekuvezeni imizwa yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambi kokuba uFresnel enze lokhu, izibani ezaziphumelela kangcono - zohlobo lwe - Argand, ezasetshenziswa kakhulu iminyaka engaphezu kweyikhulu - zazikhipha ukukhanya okungama - candlepower angu - 20 000. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngesikhathi esifanayo, kuvula amathuba okukhula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ake ukhumbule lokho abazali bethu bokuqala abakwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cishe umkhuba owaziwa kakhulu wama - Aztec yilo wokwenza imihlatshelo ngabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungafani naseGrisi, umsebenzi wokushumayela wawungavinjelwe eKhupro. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzindla kuhlanganisa ukucabanga ngomphumela wesenzo esithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Befuna ukugwema ukwaziwa ezweni lonke nokuduma kabi, bagcina ngokusikhulula thina esivela kwamanye amazwe, futhi kamuva, nabanye abazalwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyawazi Amacebo KaSathane | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi nakuba uJesu - "inhloko yawo onke amadoda" - esezulwini, basekhona emhlabeni "abaseleyo" babafowabo abagcotshiwe, abanethemba lokubusa naye emazulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangilambile, futhi ngingazange ngidle lutho, futhi umsindo wesidlulisazwi wawusenza sesabe sobabili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungase ukhumbule ukuthi uJohane wayememezele obala ukuthi kwakungalungile ukuba uHerode Antipase athathe uHerodiya, umkaFiliphu umfowabo, amenze umkakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayesethi kubo: "Zinto zini na?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Obani uJesu ababela ukuba bamemezele izindaba ezinhle zensindiso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwajana ethi Funda Ukuzifundela Nokubhala (etholakala ngezilimi eziyisithupha) kanye nencwajana yamuva ethi Apply Yourself to Reading and Writing (etholakala ngezilimi ezingu - 29) zinyatheliswa oFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba amasosha ama - Israyeli ayeyobe ebhubhise yonke imifanekiso yonkulunkulu balowo wesifazane, zazingeke zisaba khona izinto angazikhulekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unyaka ngamunye, imiklamo emisha engaba ngu - 200 000 yezicathulo iyenziwa eUnited States kuphela, futhi inani elifanayo, uma kungesikho ukuthi elingaphezulu, likhiqizwa abaklami baseYurophu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho edingida ukuthi iluphi usizo lwezinto ezibonakalayo okufanele lunikezwe abafelokazi asebekhulile ebandleni, umphostoli uPawulu wabhala: "Uma umuntu engabondli abakubo, ikakhulukazi labo abangamalungu endlu yakhe, uluphikile ukholo futhi mubi kakhulu kunomuntu ongenalo ukholo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, umhawu ngokuchuma kwesigebengu nendlela yaso yokuphila kuyenga abaningi ukuba bathathe izindlela ezingemthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ukuminza akubonakali ngomzimba womuntu kodwa ngesimo sakhe sengqondo maqondana nokudla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokufunda lesi sihloko, ngasibonisa abameli bendawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isikhathi sokudla sinika umkhaya ithuba lokuxoxa ngezenzakalo zosuku noma ngezinto ohlela ukuzenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngifika, ngathola amasosha eqaphe indlu; futhi lwangithi heqé uvalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eshukumisela owesifazane osemusha ukuba adlale ngokufa ngokuzibulala ngendlala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezibeka ngokungadingekile ezimweni ezisongela ukuphila wayebheka ukuphila kwakhe ngendlela unina ayemfundise ngayo: 'Kwakungafanele uzalwe.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa manje, ekugcineni uRuth wabonana noyise, futhi umkhaya wethu wahlangana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuhlobo obunjani uJehova afuna abantu bakhe babe nabo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zazimelelani lezi zitho ezihlukahlukene zesithombe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ngezinye izikhathi uke uzizwe ukhungathekiswe izinselele noma imithwalo yemfanelo enkonzweni kaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IzAga 14: 15 zithi: "Oqondileyo uyaqaphela ukunyathela kwakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba sifunda lawo mazwi, singase sizibuze: 'Kungani kufanele sifune leyo micebo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifiso sika - Adolf Hitler sokunqoba abanye abantu sakhula ngokushesha ngenxa yesimiso sakhe sokwakha umgwaqo omkhulu, esaqalwa ngo - 1934. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayeka utshwala futhi ushintsho alwenza lwaqashelwa omakhelwane bakhe nabantu ayebajwayele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini esiyifundile lapha ngokukhulula uJehova akunikezayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Uyangqangqazela kube sengathi uphethwe umkhuhlane," kusho itilosi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isipho sokubona sibaluleke kangakanani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho okubizwa ngokuthi umuntu wesithathu kuZiqu - zintathu - umoya ongcwele - akuyena umuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti uHannibal yena, kamuva wabalekela ekudingisweni, futhi ngo - 183 B.C.E., wazibulala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isomiso, ukwanda kwenani labantu, izimiso zokusiza, ubugovu, ukunganakwa kwabalimi basemaphandleni, ukonakaliswa kwendawo, kanye nempi konke kungezinye zezimbangela, njengoba kusho iziphathimandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi I - Parousia in the New Testament ithi: "Lincane kakhulu ithonya elihle ithemba le - Parousia elinalo ekuphileni, ekucabangeni nasemsebenzini wesonto.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bobabili babehlanza imoto futhi befaka udoti emgqonyeni owawuseduze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke uNkulunkulu waxwayisa: "Ningazingcolisi nangeyodwa yalezozinto... ningenzi nesisodwa salezozinengiso." - Levitikusi 18: 24 - 26. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Alana oneminyaka engu - 17 naye uzizwa ngendlela efanayo uthi: "Umama wangisiza ngaqonda ukuthi kwakwenzekani emzimbeni wami kodwa ngifisa ngabe wangisiza ngakwazi ukubhekana nako kangcono ngokomzwelo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi sixoxa yangibuza ukuthi nginalo yini ithemba lokuthi ngiyophinde ngilulame. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwelapha Ngaphandle Kwegazi "Indinganiso Yokunakekela" Entsha | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IPapyrus Rylands 457 (P), isiqeshana seVangeli likaJohane sangekhulu lesibili C.E., sabhalwa ngemva kwamashumi eminyaka embalwa ngemva kwesokuqala | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Yini engase yenze abanye babheke ukukhulekela uJehova njengokubancisha inkululeko? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze ugweme ukuzulazula, kudingeka wazi kahle lapho uya khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nokuBusa KukaKristu Kweminyaka Eyinkulungwane, iliphi ithuba eliyovulekela abangalungile abayovuswa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cishe ingane eyodwa kweziyishumi ishona ingakayihlanganisi iminyaka emihlanu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi umsebenzi wokushumayela uye waphumelela ngosizo lukaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingane azifundisiwe ukuba zithi ngicela uxolo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ngifunda nombhangqwana osemusha onezingane ezine. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba kuchazwe kweyesi - 2 Thesalonika 2: 10, 'abavumi ukuthanda iqiniso, ukuze basindiswe.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakungelona elincane, ngoba uJesu wayesho itshe lokusila elingenhla elinobubanzi obungamamitha ayi - 1,2 kuya kwayi - 1,5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwambiwa ithuna lami, futhi nganikwa imizuzu eyishumi yokuba nginqume ukuthi ngizoyisayina yini incwadi eyayithi angiseyena omunye woFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siphinde sibe izigqila zikaKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wayejabule ngoNowa futhi wambusisa, yena nomkhaya wakhe, ngokumsindisa kulesiya sikhathi esinesiyaluyalu emlandweni wesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
National Fire Protection Association ithi: "Kufanele kugcizelelwe ukuthi... izingubo zokucisha umlilo ziza kamuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ngokweNew York Times, eUnited States, "kulinganiselwa ukuthi unyaka ngamunye abantwana abangaphezu kuka - 250 000 baphuza amanzi okuphuza anomthofu ngamazinga aphakeme ngokwanele ukuba onakalise ukukhula kwabo ngokwengqondo nangokomzimba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Akudingeki ukuba ukhathazeke ngezosha ezisemculweni we - rap," kuphikisa enye intombazanyana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AMAZWI anjalo asikisela ukuthi abangane beqiniso bayivelakancane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaKristu "athokoza ngenduduzo yayo," futhi "amabandla aqiniswa ekukholweni, anda ngobuningi imihla ngemihla." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaJuda ayezalelwe ekudingisweni ayazi ulimi lwezwe ayekulo kangcono kunesiHeberu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bengingazi ukuthi ngingakwenza! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela awumculo owelaphayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1974, ngahileleka 'eZinkingeni' ezaziseNyakatho ye - Ireland ngaleso sikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba igciwane elibangela lesisifo 'lingase lihlale kunoma isiphi isitho, kuhlanganise nenhliziyo, isiguli ekugcineni singase sife ngenxa yobuthakathaka benhliziyo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ikhuluma ngezinto ezintathu eziwubufakazi bokuthi iBhayibheli livela kuNkulunkulu ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amadoda aseJapane nawo athemba ukuthi azoshukumisa amandla athile omlingo ngesiko lawo likaKhisimusi lokuthenga "ikhekhe lokuhlobisa" uma evela emsebenzini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bathola izwe lesibili, elaliyithafa futhi linamahlathi, kanye nogu olunesihlabathi esimhlophe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ensimini yebhali futhi eyedwa ubulala amaFilisti ngenkemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkawu i - red - shanked douc (Pygathrix nemaeus) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, kubalulekile ukuba wonke umuntu athobeke njengoKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezo ezazizama ukubaleka ngokuphindaphindiwe zazibekwa uphawu u - F esiphongweni olusho ukuthi fugitivus (umbaleki). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka ukuthi ngaleso sikhathi wayesasithanda kakhulu isikhundla sakhe njengelungu leSanhedrini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulena, ababenikela babehlanganyela ngokudla ingxenye yomhlatshelo owenzelwe uNkulunkulu. - Levitikusi 19: 5 - 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi weVangeli uLuka uyakuqinisekisa ukuthi uJesu wayala wathi: "Qhubekani nikwenza lokhu ningikhumbula." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, enyakatho - mpumalanga ye - Atlantic, izinhlanzi ezibanjwayo ziye zehla ngamaphesenti angu - 32 eminyakeni engu - 20 edlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babuyisela isithakazelo sikaNkulunkulu somusa kubo ngenzondo engapheli ngabantu bakaNkulunkulu, ama - Israyeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Ngokwesibonelo, abantu abaningi bayavuma ukuthi ukugembula kubangela ukuhaha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Xhumana noFakazi BakaJehova uma ufuna ukubona i - DVD ethi Transfusion Alternatives - Documentary Series, ekhishwa oFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
20, 21. (a) Yini lomagazini wangaphambili owayisho ngelungelo lokukusekela ngezimali icebo likaNkulunkulu, futhi lokhu kusebenza kanjani ngisho namanje? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunamakhemikhali angaba ngu - 60 okwaziwayo ukuthi abangela le nkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe okuhle kungakunqoba ngempela okubi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuhlanganisa isimiso esashiwo uJesu: "Ngalokho bonke bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami, uma nithandana." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okunye futhi, zama ukukhetha isihloko osithandayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusiza umntwana ukuba akhule ekuqapheleni izinto ezimzungezile. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INyoka akuyona inyoka ephansi kodwa yilowo owayisebenzisa, uSathane uDeveli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le ndlu yayinezindawo zokungenisa umoya kanye neminye imihlobiso eyayimangaza ebantwini bendawo baseFiji. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Tshela othile ngobuhlungu obhekene nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emhlabeni wonke, kunokunganeliseki ngenkolo ehleliwe okusekelwe ezintweni eziningi, phakathi kwabantu nohulumeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wawubusisa ngokucebile umsebenzi wabo onzima. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti neziphuzo ezigcwele ushukela nobisi zandisa isidingo samanzi emzimbeni, ngoba kudingeka amanzi ukuze kugayeke lezo zinto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indawo yesibili yimicropublishing, okubhekisela ekwazisweni okusha okuthengiswe kuqala noma kwasakazwa esimweni semicrofilm. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, "ezinye izimvu" zikulindele ngabomvu ukuzwa amazwi kaJesu athi: "Wozani, nina enibusiswe nguBaba, nizuze ifa lombuso enawulungiselelwa kusukela ekusungulweni kwezwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenhlanhla, njengabantu abadala okukhulunywe ngabo ekuqaleni, intsha eningi imane iqhubeke ikhula ngaphandle kothando lwayo lokuthatheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naphezu kwamaphutha ami amaningi nokushiyeka, ngikholelwa ngobuqotho ukuthi uJehova uye wangithethelela ngoKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.